UKUSHELA UMFAZI / INGODUSO YOMUNTU

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 62

  • @albertmwelase3528
    @albertmwelase3528 4 місяці тому +1

    Phela umngodoyi uyohlala umngodoyi ukholelwa abafazi babantu.

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 3 роки тому +10

    Wagadla kwezwakala Mpunga YeSintu. Iqiniso nje limile alijiki. Zinhle izimfundiso osipha zona mihla namalanga

  • @sizwegabela1655
    @sizwegabela1655 3 роки тому +3

    Injalo nje Mpunga Yesintu. Noma umfazi womuntu engazihloniphi yena kodwa wena njengensizwa muhloniphe!

  • @SLUNGILESOSIBO
    @SLUNGILESOSIBO 2 дні тому +1

    Iqiniso lelo mkhulu bantu besmame abaythandi. Akwazi kut ngaqoka njenge ntombi ekbeni shadile ." Ushayile mkhulu iqiniso elingephikiswe lelp"

  • @keddy_rsakidkeddy4941
    @keddy_rsakidkeddy4941 3 роки тому +4

    Baba ngyakuzwa 👏👏sicela ubuye ukhulume nangamadoda aganiwe angakwazi ukuphatha abafazi babo kahle, isizathu umuntu weslisa uthi angaqonywa azi kahle uganiwe athande enye intombi, masekunjl yena lomuntu weslisa sekunguye ongasanandaba nomfazi wakhe endlin nasekamelweni n lokho kuyaholela ektheni umuntu wesfazane agcine engasazazi umephi ngoba ebona isimo asuke ebhekene naso singaxazululeki n ngokwami lokho imbangela umuntu weslisa ma eseshada akabibikho umuntu omyalayo ukuthi nawe mfana awseyena umfana manje shintsha indlela obuwenza ngayo ube yindoda n if kungazange kube njl kth ayalwe yazi loyomuzi uzochitheka ngb umuzi wakhiwa abantu ababili fth bebambisene.

  • @oupazwane8412
    @oupazwane8412 3 роки тому +3

    Ndunakanda Mnewethu wayithinta indaba enkulu ngiyakuvumela Mnewethu ngazi ngami impela Uma uhlanzekile uyakwazi ukumhlonipha umuntu wesifazane osethathiwe futhi nje uyamesaba uyasabeka ubanesithinzi . Kodwa Uma ungcolile awukwazi ukuhlukanisa ubona kuzifanela nje.ngiya Bonga Mpunga ngolwazi olunqandikhanda. Hamba nami Mpunga ngibambelele kuwe 🙏🙏🙏💯

  • @malixolemdutyana7733
    @malixolemdutyana7733 3 роки тому +4

    Syabonga Mpunga🙌ey wajula Mkhulu😃💯

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Рік тому

    Siyabonga bafo ijulile kakhulu

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 26 днів тому

    Sawubona Mpunga, Ngithembe amakhehla ayaphila, Ngicela ukubuza uma nayi lensizwa isithethe ingoduso yami yabe imthela ngenyongo ngibekise kuzo zombini noma angayithelanga kodwa bathi bashadile ngalendlela abashade ngayo kuba umshado onjani lowo? ngiyabonga kakhulu🙏🏿

  • @cofopidic
    @cofopidic 3 роки тому +2

    Baba Mpunga yesintu, waze wangihlaba umxhwele lom`bukiso oqeda kusethulela wona. Isiminya esingenakuphikiswa lesi. Ngyathokoza baba🙌

  • @thobanigumedemargin4372
    @thobanigumedemargin4372 Рік тому

    Ngybonga baba wangsiza

  • @simphiwentombi1577
    @simphiwentombi1577 3 роки тому

    Wahlala khona baba wabatshela kwande

  • @uzigiisibawusakwankosi8946
    @uzigiisibawusakwankosi8946 3 роки тому +2

    Cha impela Mpunga kunjalo,ngimenyanya kabi umuntu oweshela nothandana nengoduso nomfazi wenye indoda,usuke umeya ngempela omunye umuntu,uma ekunquma ngeke ngamusola.

  • @oupazwane8412
    @oupazwane8412 3 роки тому +2

    Hayi uyashaya Mnewethu ngamaqiniso uyagalele ngempela uyangithokozisa kuthi mangigiye Uma usushaya kanje .uyindoda ephelele newethu emadodeni.🙌🙌🙌🙌👍👍👍

  • @khulekanisizwe4802
    @khulekanisizwe4802 3 роки тому +1

    Mina ngikubiza ngokuthi "inkosi yamaqiniso" Impunga Yesintu ayishayi eceleni siyabonga

  • @lunganinene6899
    @lunganinene6899 3 роки тому +1

    Uqedile Mfoka mbanjwa.. Akubona bethu!!

  • @thabisonkonzomnyazana8085
    @thabisonkonzomnyazana8085 3 роки тому +1

    Ehhh baba awgugi usaphila kugugo thandayo😆😘🤣😜

  • @bonganimachaelmkhabela3722
    @bonganimachaelmkhabela3722 3 роки тому +1

    Siyabonga baba umbanjwa ukusikhulisa

  • @bongmusankosi6678
    @bongmusankosi6678 3 роки тому

    Kunjalo nje mpunga iqiniso libuhlungu bathi abenza lamanyala kubafazi babantu uzomthathaphi oweslwane

  • @phendulanikhathi2179
    @phendulanikhathi2179 5 місяців тому

    Omunye usuke edelela indoda noma efuna ukubhidliza imizi yabantu nje kwesinye isikhathi naye lo wesifazane ufaka abangani ezindabeni zakhe ngb befuna ukuthi babone umehluko

  • @sinakhokonkegida7135
    @sinakhokonkegida7135 3 роки тому +1

    Mhlonishwa bengi cela umveli nqangi akucine nkosi yami uphila iqiniso

  • @sisey99
    @sisey99 3 роки тому

    Baba Mpunga yebo kumele sikhulume iqiniso. Lawo amanye smadoda abasihloniphi sinakhwenyana. Even ubhince isdwaba bayashela kunjalo futhi kungabafana abancane. Abahloniphi ngoba sokuyinjwayelo ukuthi vele abafazi babantu bayajola kulezi nsuku. Especially lawa madoda abazizwa benemali ukudlula abantu bayashela nje uhloniphisile, kungabiyilutho nje. Kumbe yilezo zigubhu ezimbi ezibathuma ukuthi balethe umhlatshelo. Kubi ngaphandle. Ukubanguwe nje kumele uma ukhuluma kucace nje ukuthi ungumama. Amadoda angekho weak bayabalwa phandle la. Kuyafana lakho ngoba abafazi aba weak bengabona imali phandle baningi. That was the birth of the ‘slay queen’ kelp yigama elihloniphisa ukungaziphathi. It hole labafazi babantu labo beziphatha okwama slay Queen. Angina nkinga le fashion ngoba lami ngikhonzile, kodwa akungivimbi ukubukeka ngihloniphisile. Asizitholeni maAfrika.

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 3 роки тому

    👏👏Mbanjwa omkhulu syabonga strate facts

  • @thandomkwanazi4217
    @thandomkwanazi4217 3 роки тому +1

    Impunnnnga! Siyabonga mfoka Mbanjwa

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 3 роки тому +1

    eyi washaya elinentshebe MPUNGA!! ,

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 3 роки тому +1

    SIBONGA UUDODISWA SINGA KHOHILE, IMPUNGA IKWANDISELE

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 3 роки тому +2

    Impunga🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 27 днів тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @osbornesishi1745
    @osbornesishi1745 3 роки тому +1

    Mpungaaaah

  • @thembelakingslow5569
    @thembelakingslow5569 3 роки тому +1

    AMEN

  • @mthokozisimthembu1160
    @mthokozisimthembu1160 3 роки тому

    Baba uhamba wedwa

  • @giftsleezy
    @giftsleezy Рік тому

    Siyabonga empungeni iziyalo.

    • @giftsleezy
      @giftsleezy Рік тому

      Umuntu owesifazane olotsholws washonelwa indoda engakagidi wayizilela. Uyakhona yini ukushada nenye indoda? Ayizilele nayo?

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 3 роки тому +1

    Impungaa mnewethu ukuzihlonipha nokuhlonipha sekuncane kubantu

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 3 роки тому +1

    😅😂😂WABAJIKELA EKUGCINENI❗👏

  • @DukeOfEccleston
    @DukeOfEccleston 3 роки тому

    Finish & klaar 🙌🏿

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 3 роки тому +1

    Nami nginayo ingidi wempunga yomkhulu bomkhulu babebhema ngayo emandulo

  • @lungelo.p.zikhali0306
    @lungelo.p.zikhali0306 3 роки тому

    thokoza mkhulu.ngicela ungeluleka or ungiph namb yakh kavodacom kze ngzokwaz kxoxa naw ocingwen.ngiwumfan ngth ngihamb edolobhen ngidlalisa enye intokaz encane eyayigqok ngendlel komtu oseyngan.
    after dt ngamdlalisa waz wangiph inamb yakh,okwath masxoxa sengimehlul ngenkulumo wangitshel kth nendoda kdw wath yadlala.okwath senglele nay ngagcin ngthol kth lomtu ulotsholw waz wagqiba amasond.inking angsakwaz kumshiy ngb ungilandel into eynking,manj angaz ngingenz njan ngb lent iphamben nenkol yam

  • @hpraisedube3304
    @hpraisedube3304 3 роки тому +1

    Qiniso lelo Mphunga ngine sfiso sokuwuthola lo mfanekiso ngiwufa ke whatsuup ngyacela

  • @giftsleezy
    @giftsleezy Рік тому

    Uma insizwa siqale yathatha intombi ezele :iyayizala yini inkosana yomndeni? Yena lomakoti uyabayini ngu Mamkhulu emndenini. Iyabasikela yini isithebe(ukuphatha umese)

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 3 роки тому +4

    Uneshwa umbhemu oshela umfazi womuntu.

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 2 роки тому

    izwe libulawa abakhwenyana babo ba week kakhulu basaba abafaz ikona nje begqoka noma ikanjan kubelula ukushelwa komkamunt

  • @sibusisokhumalo9143
    @sibusisokhumalo9143 3 роки тому

    Mpunga, ngiyazi ngibuza into eseceleni kodwa umuntu otetiswe ngeSpoki usizakala kanjani? Ngiyabonga

  • @phelibanjwa5077
    @phelibanjwa5077 3 роки тому

    Uvakala kakhle kakhulu Mpunga. Yinyaniso leyo

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 3 роки тому

    Syavuma babuMbanjwa

  • @Gaffersly
    @Gaffersly 3 роки тому

    Sekunama weaves manje kwenziwa njani

  • @mmelimthethwa4104
    @mmelimthethwa4104 3 роки тому

    Wageqa amagula uyemukani?

  • @buildingourlegacytothenext4966
    @buildingourlegacytothenext4966 3 роки тому +2

    Yazi inkulumo ezifana njenganalezi kwakuthi ube ziyaba ne channel kumabonakude ofana nabo SABC1 izwe belizolapheka kakhulu ngoba kuyanakala mnewethu ijulile lenkulumo

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 роки тому +1

      Inkinga iqiniso abalifuni

    • @buildingourlegacytothenext4966
      @buildingourlegacytothenext4966 3 роки тому

      Ngikuthandela ukuthi uhlezi ukhuluma isminya mnewewethu isintu esingaxhutshwe naluthi futhi kawunabukelisi nxa ukhuluma uyisbusiso kuthina mnewethu mina impilo yami inomehluko kakhulu selokhu ngahlangana nale Channel yakho

  • @shelly5429
    @shelly5429 3 роки тому +1

    😁 😁 😁 😁 😁.

  • @loveyourz03adolescence43
    @loveyourz03adolescence43 3 роки тому

    This is hard to listen to make me not want to get married endlela ekhuluma ngayo

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 роки тому +1

      Inkinga ngomshado uyisabelo sabazithobayo esiphuma kumdali nasethongweni akuyona into umuntu azikhethela yona

    • @nondumisomthimkhulu9812
      @nondumisomthimkhulu9812 3 роки тому

      Nami angisalubhadi🤣🤣

  • @vuselelanene3736
    @vuselelanene3736 3 роки тому

    LEYONSILA UYGEZA KANJANI