Mkhulu I have to kids on my past relationship he didn't do anything for damage now the one I have now he wants to marry me I also have a kid with him now I was asking if he marrying me as I'm going to change a surname should my kids also have to change surname
Ngicela uke uthinte eyokuhlawula ingane eyaphuphuma
Yingoba ngeke ilotsholwe kubo kaningi izinkomo zibe kubobzonke bekhona asabeke bayilobola
yìngakho intombi ilotsholwa kodwa izinkomo zidluliselwe la yayi lotsholwe khona
Ngakhoke ngeke ugeze ngamanzi ase mlazi Uma sewu kwa Mashu bese uthi awugezanga ngoba ugeze ngamanzi ase Mlazi and ngamfonela umf2 umlawuli ngamphikisa kulokho saxoxa kabanzi waze wathatha yona lenamba yami wathi ufisa sihlale sichushisana ngoba isintu sibuye siye ngezindawo soshintshwa abantu
Akwande Mpunga!
Thank you for strengthening the Black Child and standing for the truth in your own right! 🙌🏽
Siyabonga Mkhulu, ukusikhulumela thina abantu abanezingane. Nathi singabantu 🙏🙏
Mpunga ngiyabonga ngolwazi. Ngibonge nokuziqhenya kwakho ngokuba umlanjwana lokho kungenza nami ngiziqhenye ngokuzalelwa ekhaya bomama futhi ngiyoganelwa khona. Awu nsizwa yakithi sbonge 🙏🏿. Sithi nje impunga.
Umuntu osenengane ulotsholwa ngezinkomo ezingakhi
10
10
@@dumsanivilakazi3938unamanga zibawu 9
Mhloniswa ngihlonipha ubuciko nobuqotho ophiwe bona🙏
Sibongile mkhulu Mpunga ngolulwazi. Kwande khehla elidala.
Mina ngiyavumelana nawe Mpunga yesintu.
Mina ngiyakuphika ukuthi kuhlawulwa kaningi intombazane ngoba ukuyihlawula ukugeza umuzi wendoda oncolisiwe
Ngikuzwa kahle mina Mpunga kucace bha
Angbonge mpunga yesintu
Siyabonga ngolwazi kwande
Siyabonga Mpunga Yesintu 🙏🏿
Qadi uhamba wedwa🎉
Siyabonga impungaaaa ngolwazi elujulile
Akwande Mpunga
Ngyafisa ukube namakhosi akithi nezinduna, nabaphathi bemizi bayalalela ukuze bafundiseke abantu abadala balimoshile izwe ngokungalandeli isintu sakithi, ngyamuzwela oyokona eyami ingane nowami umfana futhi ngyokwenza ubulungiswa ukuthi alungise lapha amoshe khona, sibonge imfundiso Mpunga.
Uqinisile baba,badinga ukuthuthukisa ulwazi labo,Mina angifani nawe ngilibeka ngembaba ngithi akusilo iqiniso lokho abasuke bekusho.
Baya kubo kwaNtombazane abayzalisa,beyozwa ukuthi ingane bangayhlenga kanjani
Impuuunga🙌
Akwande Mpunga.. 🤝🙏🏽
Kwande Mpungaaa
ngyakuzwa uthini mkhulu kushiyana izindawo umuzi kwazulu nako Mpangeni ugezwa ngenkomo kodwa thina la e PMB asiyazi inkomo yokugeza umuzi inkomo kahle kahle ayikaze yageza umuzi umuzi ugezwa ngembuzi
Ugezwa ngenkomo nembuzi mnewethu
Makuthi usuya lobola esenengane inkomo kamah neyababa uyakhipha yini
Cha awuyikhiphi
Asibonge Mpunga...ukuhlawula umuntu wesimame osenengane, kodwa ingane yakhe ayihluwuliwe, umnini wengane akenzanga lutho, akgezanga nanomuzi. Mawuthola ingane naye, ihamba kanjani inhlawulo?
loMuntu wokuqala unecala kodwa akalihlawulile limile angeke liphele, wena uma uzohlawula elakho icala uzisiza wena naye komele abuye azohlawula icala lakhe
Sibonge ngokusihlephulela ulwazi muntu omdala ngoba sekwaba khona amaqili avika ngamacala abanye, umuntu athi asikho isidingo sokuhlawula umuntu amfice enengane engahlawuliwe
@@impungayesintutv siyahabula lapha kuwe Mpunga. Uma kwenzeka owesfazane onengane/izingane nolotsholwe kepha bese kwenzeka edlule emhlabeni uyise womntwana...
Engabe lowomuntu wesfazane uyakwazi yini ukuthi ephinde ethathwe/egane omunye umlisa?
Ngabe lokho kungaba namthelela muni? Engabe lokho kumiswa kanjani?
Kanti uma ikhona indlela yokwenza loluhlelo Kuba yizinkomo ezingaki futhi zimeleni lezonkomo?
Ngingayithokozela impendulo yakho baba
Ngiyayithanda lenkulumo Mpunga yesintu
Ngane yakwethu
Kuyacaca Mpunga. Makwande 🙏
Inzula umuntfu lonjani
Ngcela ukbuza la uma enghlawulwanga okokqal uke sewenzanjani esmeni esnjalo
Bafuna ukuthi khulume mkhulu🙈
Michela ukubuzo ukuthi uyayishisa impepho komalume
Uma aligeza owokuqala nalona wesibili waligeza kwasekufika owesithathu waligeza walobola kwenzekanjani uma owokuqala nowwsibili uma sebefuna ingane kumele benzenjani
Baba IMpunga yeSintu, ngiywbingelela.
Ngicela ukubuza ukuthi uma owesimame oshadile athole ingane kowesilisa naye eshadile nomunye , kwenziwani lapho.
Futhi uma kwenzeka sebedlulile emhlabeni bonke , abakomalume, umame Kanye nendoda yangaphandle eyamtholisa umntwana, sekusele izingane kuphela kwenziwa njani ngenhlawulo?
Kule yengane Uma abakomalume sebephelule iwumlanjwana Kuba sekuxoxisaneni kwazali abashadie unina nomyeni wakhe noma iye ezihlotsheni zakomalume wayo leyongane
Kuzwakele Mpuka Yesintu. Kunombuzo la ovelayo,uma uzalisa umuntu ovele oseke wazaliswa kodwa kwangahlawulwa,kwangenziwa lutho nje,wenake uqala kuphi ngoba isitsha usifica sisangcolile?
Wena wenze icala uzohlawula icala lakho nawe naye lona ongakalihlawuli lisamile
Ngiyakuphikisa ay lutho nomzane nentombi ayilotsholwa kabili
Nami ngiyala mfweth ayikho le
Uma unomuntu onengane kodwa yona ayihlawuliwe mina nalo sezingu 2 izingane esinazo
Impunga
Uma ebengahlawulwanga okokuqala, kwenziwa njani?
Ngiyakhuleka. Umntu oyintombi akanesehlwayo/punishment. Ngoba ukufunyanwa elele or evuka komnye umzi. Mabayivalele inkomo kanina.
Endiqonda ukutsho intombi mazingavumeli kungcole amakubo.
Inamandla lena kakhulu
Mina mkhulu ndicela ubuza amasiko akwa nhlapho aqala kuyiphi age mhlmbe nje xa ungacacisa
Mokuthi ubaba wengane yoqal akawugezanga umuzi kumele ugeze mawumzalisa ingane yesbili?
mkhulu ngicela ukwazi. Umlisa ufisa ukushada nosisi owake wathelwa ngenyongo phambilini. Konke okwamosheka kwenziwa yileyandoda. Sithini isintu if edivorce enkantolo basangashada?
Othelwe ngenyongo mntakababa awumbheki nhlobo,ethongweni ayikho I divorce.
Mkhulu I have to kids on my past relationship he didn't do anything for damage now the one I have now he wants to marry me I also have a kid with him now I was asking if he marrying me as I'm going to change a surname should my kids also have to change surname
Ukuzalisa ongaseyona iNtombi nto, kodwa angenayo ingane yena?
Wena usuyokhipha inkomo nembuzi ugeze umuzi wabanomzane ngoba wenze umntanabo inkoskazi kodwa ungakhiphe lutho
isintu sabekwa umuntu ezinye izintu kwisintu azisena sidingo must be changed futhi why 4 cows not 2
😂uthi why 4 ,kanti awuzwanga yini zibalwa mfanakithi,wena why uthi 2
Siyini isintu? Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
Isintu singumthetho kaNkulunkulu umenzi wezinto zonke