Impunga Yesintu TV
Impunga Yesintu TV
  • 812
  • 10 458 108

Відео

Uma uphupha umuntu wakini omaziyo ongasekho ekunika okuthile, kumele umbonge yini?
Переглядів 2,2 тис.2 години тому
www.impungayesintu.co.za
Ukushadiswa nesilwane kukwenza ushaye indlwabu
Переглядів 2,5 тис.4 години тому
www.impungayesintu.co.za
Namasonto ayehluleka ukusiza abantu ezinkingeni zabo, ukuthi nje kuyafihlwa lokho.
Переглядів 3,1 тис.14 днів тому
www.impungayesintu.co.za
Impande yokuphoqa idlozi
Переглядів 2,7 тис.14 днів тому
www.impungayesintu.co.za
ISBUNGE / ISDONSO SE-BHIZINISI (Itafula, Tuck Shop kanye nama Business amakhulu)
Переглядів 2,2 тис.14 днів тому
www.impungayesintu.co.za
Uthi unomuthi awugarantayo wokuthola umsebenzi
Переглядів 6 тис.21 день тому
www.impungayesintu.co.za
Uthi unempande ephoqa idlozi likwenzele okufunayo (GOGO NKANYAMBA)_Add
Переглядів 1,8 тис.21 день тому
www.impungayesintu.co.za
Qikelela lezi zinto uma ufisa izfiso zakho ziphumelele
Переглядів 6 тис.21 день тому
www.impungayesintu.co.za
Welapha amaPiles (uMhlume) kanye nama Ulcer
Переглядів 1,5 тис.Місяць тому
www.impungayesintu.co.za
Shaya izifo egazini uphile ubengumqemane (Umphilisi 2 ngo-R300)
Переглядів 1,2 тис.Місяць тому
www.impungayesintu.co.za
Uma wembethwe izalukazi uyindoda noma wembethwe amakhehla ungowesfazane
Переглядів 6 тис.Місяць тому
www.impungayesintu.co.za
uMphilisi special R300 amabhodlela amabili (076 948 8195)
Переглядів 8182 місяці тому
www.impungayesintu.co.za
Ukulungisa imimoya kuyayivula yini inhlanhla?
Переглядів 4,5 тис.2 місяці тому
www.impungayesintu.co.za
Ayikho lento yokuthi ilobolo aliqedwa, leyonto idala izinkinga ezinganeni
Переглядів 1,7 тис.2 місяці тому
www.impungayesintu.co.za
KunoMgcagco ophenduka ube yisichitho kwabalele | Umsamo uyimvelo, Amasonto ayafika zolo lokhu
Переглядів 2,4 тис.2 місяці тому
KunoMgcagco ophenduka ube yisichitho kwabalele | Umsamo uyimvelo, Amasonto ayafika zolo lokhu
Umshado umkipito
Переглядів 2,8 тис.2 місяці тому
Umshado umkipito
I Combo eyelapha uShukela iwuqede nya!
Переглядів 6 тис.2 місяці тому
I Combo eyelapha uShukela iwuqede nya!
Umsamo awusona isithwalo | Amandla ethongo awalingani
Переглядів 2,9 тис.2 місяці тому
Umsamo awusona isithwalo | Amandla ethongo awalingani
Ningangizwa kabi boNdabezitha, Sengishilo!
Переглядів 2,8 тис.2 місяці тому
Ningangizwa kabi boNdabezitha, Sengishilo!
Ukuvikela Inhlanhla nobungozi bokugcaba
Переглядів 4,9 тис.2 місяці тому
Ukuvikela Inhlanhla nobungozi bokugcaba
KunoMuntu o Clean kodwa ethongweni ungcole ngaphezu kwe-Phara
Переглядів 3,9 тис.2 місяці тому
KunoMuntu o Clean kodwa ethongweni ungcole ngaphezu kwe-Phara
Imbiza enamandla evika izifo egazini (uMphilisi) ngufakazi wonke umuntu uyayidinga lembiza
Переглядів 3,1 тис.3 місяці тому
Imbiza enamandla evika izifo egazini (uMphilisi) ngufakazi wonke umuntu uyayidinga lembiza
Bathwala bacashe ngamabandla
Переглядів 3,7 тис.3 місяці тому
Bathwala bacashe ngamabandla
Ukwephuca umakoti isinqindi kungabe kuyisiko yini?
Переглядів 2,7 тис.3 місяці тому
Ukwephuca umakoti isinqindi kungabe kuyisiko yini?
Umfazi okuganile nsizwa uyizalukazi zakini | Abantu abayeke ukukhuluma amanga ngoShembe
Переглядів 7 тис.3 місяці тому
Umfazi okuganile nsizwa uyizalukazi zakini | Abantu abayeke ukukhuluma amanga ngoShembe
Waze walikhuluma Iqiniso uBaba uZindela, Ngyameseka kulokhu
Переглядів 4,5 тис.3 місяці тому
Waze walikhuluma Iqiniso uBaba uZindela, Ngyameseka kulokhu
Imigomo nemibandela kubelaphi esibadinga kwi-Mpunga Yesintu TV
Переглядів 2,2 тис.3 місяці тому
Imigomo nemibandela kubelaphi esibadinga kwi-Mpunga Yesintu TV
Indida uZindela ethi uShembe useyivalile imithi - PART 2
Переглядів 6 тис.3 місяці тому
Indida uZindela ethi uShembe useyivalile imithi - PART 2
Uthi uthunywe Inkosi yama-Nazaretha uBhombela
Переглядів 14 тис.3 місяці тому
Uthi uthunywe Inkosi yama-Nazaretha uBhombela

КОМЕНТАРІ

  • @ClementMhlongo-g3m
    @ClementMhlongo-g3m Годину тому

    Syabonga baba🤔🤔🤔🤔🤔

  • @godwillrabodiba
    @godwillrabodiba Годину тому

    Amen I remember you had addressed this fact especially on Gagasi Fm 📻 oh Makhulu Khukhu Khokho Mkhulu ❤loves us too much ❤

  • @ntombifuthizondi4815
    @ntombifuthizondi4815 Годину тому

    Mpunga yesintu Uma ungaseyona vele intombi usuze wanengane yomunye umuntu . Ubaba wengane senahlukana. Wathola omunye lo osezimisele ngokukshada. Wenzenjani kulesimo.

  • @mnqobikhumalo3120
    @mnqobikhumalo3120 3 години тому

    Eyi washaya mkhulu inkolo isilimazile kakhulu

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 4 години тому

    Ukhuluma kahle impela mpunga yesintu KODWA ngcela into eyodwa refrain from ukukhuluma NGOTSHWALA bese uveze nokuthi INAZARETA liyabugaya utshwala ngoba uphikisa uShembe ngoba yena wakubeka kwacaca ukuthi akabufuni

  • @sydneydlovu2439
    @sydneydlovu2439 5 годин тому

    𝙈𝙞𝙣𝙖 𝙣𝙜𝙞𝙮𝙚𝙣𝙮𝙖𝙣𝙮𝙖 𝙠𝙖𝙗𝙞 𝙞𝙣𝙠𝙤𝙡𝙤, 𝙮𝙖𝙡𝙚𝙩𝙝𝙚𝙡𝙬𝙖 𝙪𝙠𝙪𝙯𝙤𝙨𝙞𝙝𝙡𝙪𝙥𝙝𝙚𝙠𝙞𝙨𝙖 𝙩𝙝𝙞𝙣𝙖 𝙗𝙖𝙣𝙩𝙪 𝙖𝙗𝙖𝙢𝙣𝙮𝙖𝙢𝙖.

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 5 годин тому

    Sawubona mkhulu yeyi mina kunzima amathongo awangiphenduli

  • @nontandosikhosana4016
    @nontandosikhosana4016 6 годин тому

    Sawubona Mpunga yesintu, ngicela ukubuza uma uphupha unikwa ukhamba olungenalutho ngaphakathi kuchazani.

  • @MpendulenhleZikhali-wm3hn
    @MpendulenhleZikhali-wm3hn 6 годин тому

    Amen Khehla..Kuyezwakala Syabonga

  • @BernardMlungisi
    @BernardMlungisi 7 годин тому

    Aze amnandi lamahewu.

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 7 годин тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @khosisibiya2197
    @khosisibiya2197 7 годин тому

    Mkhulu ngicela ukubuza ukuthi uyaya yini ukuyoganisa uMamezala uma eganiswa..uma uyingoduso. Ngivumelekile yini ukumbona esina

  • @Cvx44
    @Cvx44 7 годин тому

    Ay ngicheme udede nawe Mpunga Yesintu ngoba ushaya konke awukhethi bala lamuntu 🙏

  • @solomzisiko
    @solomzisiko 11 годин тому

    Enkosi Bawo

  • @puritytabete2149
    @puritytabete2149 12 годин тому

    Ngiyiphuphe isemhlane ngigcine sengiyehlisile yazihambela eduze kwam.... ngabe lisho ukuthini

  • @solomzisiko
    @solomzisiko 12 годин тому

    Enkosi Bawo

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 21 годину тому

    Mina ngabona iKhehla elidala lingininga umqhele wengwe omuhle umqhele,kwathi mangiphaphama ekseni ngangithi ngizowucosha eduze kombede wami.

  • @sabelovilakazi3478
    @sabelovilakazi3478 22 години тому

    😂😂😂....yimina ke loyo mkhulu mina meke ngenza utho emsamo kithi izinto zami zivele zibhede kakhulu nasemsebenzi ngimiswe maqede kuhlomule abanye emndenini kithi...mina nje luthoooo...h yingakho sengaze ngathatha isnqumo sokuthi ngshiya phansi manje ngiba bayangicindezela mina abakithi emsamo

  • @MariaSetlhodi
    @MariaSetlhodi 23 години тому

    Camagwe emakhosini wena Mlekeleli oyai khulumi e ciniso unkulunkulu akuyenze kahle Amen

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi День тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @BrianShongwe-n5r
    @BrianShongwe-n5r День тому

    Manje ulazinjani ithonga eliphethe impumelelo yakho

  • @sydneydlovu2439
    @sydneydlovu2439 День тому

    𝙎𝙞𝙮𝙖𝙗𝙤𝙣𝙜𝙖 𝙢𝙛𝙤 𝙠𝙖𝙈𝙗𝙖𝙣𝙟𝙬𝙖, 𝙢𝙞𝙣𝙖 𝙪𝙣𝙜𝙞𝙠𝙝𝙪𝙡𝙞𝙨𝙖 𝙠𝙖𝙠𝙝𝙪𝙡𝙪.

  • @joycenocanda
    @joycenocanda День тому

    Ndicela ubuza ma ugeza ingane wenza njani

  • @MlulekiHlatshwayo-u7v
    @MlulekiHlatshwayo-u7v День тому

    Umuntu angasuye ushembe uyi nikela kuphi pemali yeticelo

  • @Princemazibuko664
    @Princemazibuko664 День тому

    Hheyi wakhuluma indaba enkulu, and ikhathaza umzimba lento, uzithola uhlezi ukhathele uvilaphe ngenxa yokuthi idla egazini, uzele emini ngenza yokukhathala, ifuna ulale ukuze umzimba uzokwazi ukwakha imbewu.

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 2 дні тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @SiyabongaMvelase46
    @SiyabongaMvelase46 2 дні тому

    😢sengzamil ukuphuma akuphumek

  • @bakoena82
    @bakoena82 2 дні тому

    Sibonge kakhulu mfokaMbanjwa..Uhlezi usembulela ezijulileyo ezikamoya.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 дні тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?

  • @AlwandeAngel
    @AlwandeAngel 2 дні тому

    Ngibuyakuyo mkhulu since 2000,ngishaye even upartner wami ekhona one day wangibona but ngaqhubeka.ngathola wifi aiiiii ngaqala ngabuka porn aiii ngayishayakakhulu imnandi ngisho eminingiyenza,ebsuku islwanesifike.ngalungisa isthunywa ngathungisa nejazi ngaphupha ngikhuleka awuuu ngiqeda inyangamnje sesiyehluleka ukungithola.avesihlakaniphile booo sikubukisa umuntu wesfizane even ehamba umkhumule ngegaondo mmmm mina ngiyenzile nansi intooooo😢😢😢😢😢😢

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 2 дні тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @SamkeloSamkelo-lh2qc
    @SamkeloSamkelo-lh2qc 2 дні тому

    Eyi ikinga leyanto ngaphuma kanzima Sayiqala emfuleni singabafana sibuka kwabadala kunathi Ngakhula nayo lento sengizenzela Sengiqede iskole ngingasebenza ngaba nenhlanhla ukuzwa ngobubi bayo Usuku engayeka ngalo ilolu engaya ngalo emanzini ukuyogeza Ngazitshela ukuthi ngeke ngisaphinde ngizithinte empilweni 😊yaqala ikinga ngithi ngilele kufike umuntu wesifazane omuhle acele ukulala nami ngivuke ngimanzi ngiyilwe lento 😊mefika okwesibili akasaceli usevele angishaye isindoda sami ngibe manzi ngiyilwe futhi 😊mefika okwesithathu usevele angibambe lapho engakwazi ukuyishaya khona lento yaphenduka ekubenu umuntu wesifazane yaba utikoloshe mengiqubeka ukuyishaya yaba amahlamvu esihlahla

    • @sinemncibe7107
      @sinemncibe7107 2 дні тому

      manje wasizakala kanjn

    • @SamkeloSamkelo-lh2qc
      @SamkeloSamkelo-lh2qc 2 дні тому

      @sinemncibe7107 cha mina okwami akudinganga umuthi kodwa ukuzitshela ukuthi angisayenzi lento Imicabango ibisakhona elokhu ifika mengihleli induku ivuke ngaleso sikhathi bengithela amanzi abandayo ngigeza ngawo ngehlise ikanuko mese ngiyathanda kuMdali Ngayeke izinto lapho bengithola ukulingeka kuzo, Tv, radio, smartphone

  • @kwazilucas
    @kwazilucas 2 дні тому

    Enye into Mpunga indlwabu iyayivula intuba yesilwane empilweni yomuntu ukuthi simngene bese sivele simenze ayenze kanti sekuyisilwane

  • @kwazilucas
    @kwazilucas 2 дні тому

    Ngazisiza ngayiyeka indlwabu, angiyilokothi nakancane nje.

  • @mlungisimthembu-b4n
    @mlungisimthembu-b4n 2 дні тому

    Udlala ngathi ayikho lonto, I tender liyagwazelwa nje qha or kubanama deals ayikho lonto ayishoyo

  • @cynthiangwane4519
    @cynthiangwane4519 3 дні тому

    Ngiyabonga ngalolulwazi be ngingazi kodwa namhlanje ngifundile, ❤

  • @MbailMbatha-d8l
    @MbailMbatha-d8l 4 дні тому

    Ngingowesfazane age 30 Ngiphupha ibhubesi leslisa llabukeka likhulu ngendlela yokut ngashawa wuvalo ngabaleka kepha lalilokhu lingilandel njalo Kwaphinda kwaba inhlwathi ngoba kwakuyinyoka enkulu engakaze ngiybone eyangijaha ngaze ngayongena esizibeni ngaphumela ngaphesheya.mangphenduka ngaybona isihleli eshlalweni samakhosi... Kwaphinda ngaphupha ukhokho ozala umkhulu owadlula umkhulu esemcane kakhulu wangikhomba ngobhoko wathi wena unendiki nendawo Ngabika kwabadala bayongihlambulula ngaphandle Kuymanje ngivele ngithole amatoho kodwa ngivele ngixabane nomphathi njalo angazi noma kunomthelela nah😢

  • @AhlumaManakaza-m4g
    @AhlumaManakaza-m4g 4 дні тому

    🕯️🙏

  • @nombusogh4222
    @nombusogh4222 5 днів тому

    Aai wachaza lobaba

  • @SaneMlondi-o6b
    @SaneMlondi-o6b 6 днів тому

    Impela

  • @BonganiMrKhuzwayo
    @BonganiMrKhuzwayo 6 днів тому

    Cha madoda nibekakahle ku lendaba yokugqoka owesifazane no wesilisa kodwa ngithi kwazeni lokhu uma kufika umuntuwakini ethi mugqokele into ethile awubheki ubulili lapho bhekanje indoda ingena nesidwaba esigcawini uma oyingenile esezivezile ukuthi musinele noma phothula nesidwaba okushukuthi ungene owesifazane ophethe umsebenzi wobubungoma kuwe sikhuluma ngomuntu ongenwe

  • @VuyoLamula
    @VuyoLamula 7 днів тому

    Mtakamkhulu ngicela uphinde ukhulume ngale ndaba yokuthi Intsizwa yo shada nge sbongo sika Baba kanti abacacanga abazali manje sekumele kwenze njani?

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 7 днів тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 8 днів тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @zanelemadubela6406
    @zanelemadubela6406 9 днів тому

    Mkhulu ngicela ungisize ungitshele ngamanono enziwa kanjani ngoba eish angazi lutho

  • @sibonisomacwele
    @sibonisomacwele 9 днів тому

    🤣🤣🤣🤣

  • @sabelovilakazi3478
    @sabelovilakazi3478 9 днів тому

    Uma isishintsha imibhobho i 3.series triple turbo

  • @sabelovilakazi3478
    @sabelovilakazi3478 9 днів тому

    syakhuleka emakhehleni cha mkhulu mpunga uyasisebenzela impela siyisizwe esimpisholo....mkhulu nginesifiso la njengomlandeli walomsebenzi nale channel enkulu kangaka impunga yesintu TV.....mkhulu kunama video la engiwalinde ngamehlo abomvu lapho oyobe uchaza khona umehluko phakathi kwempepho yegceke nempepho yomsebenzi wobungoma(eyasesigodlweni)....ukuba owesifazane oganileyo kuye kwenziwe njani uma ethi eganile kufike emzini evukwe ithongo lakubo lapho ephumakhona kugcine kuphoqeleke ukuba akaye kothwasa...nansi ke imibuzo...1-uma ephuma eyothwasa uphumela kuphi?...2-uma esebuya ubuyela kuphi?...3-emzini lapho eganele khona uyaba naso yini isigodlo somsebenzi?....4-ubanalo yini igunya lokuthinta impepho yegceke yasekhaya uma umyeni engasekho emhlabeni...kukhona amadodana aseqinile impela???.....inqawe eshunqa ulwazi ezinye zishunqa intuthu❤❤❤....sikleza kogwansile...sicela ulwazi mkhulu

  • @thobanimnqobi7896
    @thobanimnqobi7896 9 днів тому

    ngabe uyayishisa yini impepho ndawonye nalezi izibani uma uphahla?

  • @MSAWTHERN
    @MSAWTHERN 10 днів тому

    Yim onalenkinga ngsabathe ngyazama amatoho lutho kuthule mkhulu

  • @mamogalemore562
    @mamogalemore562 10 днів тому

    You are growing a day by day my King Mpunga yesintu fair