IMIBUZO YABA BUKELI |Uyibuyisa kanjani inhlanhla yomendo |Ukugeza igceke | ukuganwa ingoduso yomuntu

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 жов 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @joshuaschannels

КОМЕНТАРІ • 19

  • @mnqobikhumalo3120
    @mnqobikhumalo3120 Рік тому

    Siyabonga ngokusifundisa izinto ezisemqoka nezisidodisayo, sifunda lukhulu kulengosi.

  • @tipsonet
    @tipsonet Рік тому

    Yayinhle inkulumo!

  • @thobekilethusini8024
    @thobekilethusini8024 2 роки тому

    Hawe mah yoyoyo!

  • @ayandantungwa3943
    @ayandantungwa3943 Рік тому

    Yinqwaba abantu endibaziyo abazange bacele kubuyiselwa ngelosi yakugana kodwa baganile. Ngeke kube banentlahla bonke.

  • @philifuze7009
    @philifuze7009 2 роки тому

    😂😂kodwa lembuz yokugezwa ngoba mkhwenyana ekuthole sulimele ay ngath ngashaywa iskhekhelembana,kuthiwan nje kbantu ay mmm sichazwa nje

  • @sabelomnqondo1811
    @sabelomnqondo1811 2 роки тому

    Bengisacela inumber kababa

  • @londiwesikhakhane8268
    @londiwesikhakhane8268 2 роки тому

    If uzalelwe komalumeh uxolo ulenza komalumeh nomah ekhaya?

  • @sibongiseninjabulo4694
    @sibongiseninjabulo4694 2 роки тому

    Mmmm yaze yamnandi lengxoxo engizwayo

  • @simphiwedlamini40
    @simphiwedlamini40 2 роки тому

    Ngibingelele. Uma le ntombi seyilotshiliwe kodwa yangachelwa ngenyongo yase iyazala izingane kusamele izinkomo zidlule ziye kulomlisa owayeyilobola yize esayizalisa noma ziyajika lezo nkomo zihlawulele lezingane esezikhona

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  2 роки тому

      cha azikwazi ukujika zihlawule inganr zibe zazingakhishelwanga lokho, mhla kuzolotsholwa kwamenyezwa esangwen bafik bazikhipha kwezamalobolo so azikwaz ukushintsha zibe ezokunye

  • @nomthandazonatashia1854
    @nomthandazonatashia1854 2 роки тому

    Cela ukubuza la
    Kwenzakalani Uma UGogo (mama Ka mawami) wahamba wayogana nomama ozala Mina ubaba wakhe omzalayo engamhlawulanga wahamba wayo hlala noGogo emzini wakhe wakhulela khona, the time sekufike iskhathi sokuthi eyogana ubaba wakhokhela inkomo kumkhwenyana kaGogo and Mina Ngazalwa emshadweni wabo (kaMama NoBaba)
    Isiphi isbongo okumele ngizibize ngaso ngoba ubaba akakhokhanga kubo Kagogo(koMalume from Gogo side) wakhokha emndenini la UGogo washadela khona futhi babengamakholwa bangawenzi amasiko

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  2 роки тому

      cel ungi whatsap indab yakho ijule kakhulu ukuth singayikhuluma lana 0671057512

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 роки тому

      Ngokwesintu,wena noMawakho kumele nibuyele emuva ekhabo Gogo.amalobolo ayelobola uMama wakho kumele abuyele emuva ekhakhoGogo ngoba uMama wakho kushuthi uyingane yoMalume.uma uMkhulu ogane uGogo ekhalela amandla okukhulisa uMama wakho kulula lokho,uMama wakho kumele ahlele indlela yokuyobonga ukukhuliswa kube kuphela.uqaphele la ngokwesintu anifaki kwasphandla salapho kuganele khona uGogo wakho anihlangani nomsamo wakhona.

  • @mantabeni7934
    @mantabeni7934 2 роки тому +1

    Ngiyabingelela. Kusho ukuthi noma ngabe intombi yahlukana nayo leyo nsizwa eyakhipha izinkomo kwabikwa kubo ntombi still kusafuneka uzihambise lapho akhishwela khona izinkomo? 🤔
    Intombi ayisenabo ubudlelwane naye umlisa ubaba wayo intombi wabika emsamo ukuthi akulungaka. Wena ofikayo uzihambisaphi izinkomo?

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  2 роки тому +1

      fanele uziyise la eyayilotsholwe khona, coz if uziyisa kubo, awukho lowo mshado eniyowushada, uyofana nento engekho..... if yalotsholwa mhlampe ngo 3 kwashoda mhlampe 5,uyohambisa lowo 3 la yayisilotsholwe khona, u 5 uyise ekhaya lentomb

    • @mantabeni7934
      @mantabeni7934 2 роки тому

      @@Joshuaschannels Ngiyabonga kodwa inkinga lena ngoba intombi ayifune kumbona lomuntu nanokuzwa ukuthi kumele kwenzeke into enjalo angazi nkosi yami ngokwenza kanjani ngampela ngoba angaz nokwaz ukuthi ikuphi nendawo. Saze sanzima isintu😢😭

  • @sibongiseninjabulo4694
    @sibongiseninjabulo4694 2 роки тому

    Ngicela ukubuza bantwana bakaNkulunkulu uma uthatha intombi yentethelelo wena wungenangane naye wenzenjn

  • @bambenizuma3846
    @bambenizuma3846 2 роки тому

    Ngicela ukubuza ubaba wengane zami usashona sengihlanganise nomunye kodwa ngilokhu ngiphupha ubaba wengane nalobaba engihlanganise naye uphupha kuthiwa ngiganile kubokangane zami ,ngaphupha sitenda kamnandi naye ngathi akajike ngoba sengizofika langihlala khona nalo engihlala naye wathukuthela wathi uzoyimosha yonke lento