Umbuzo wam uthi Uma uzalwe wembethe. Yaze ingubo yabiwa ngu Anti wakuthola ukuba wazalwa nengubo Bese uyakusukumela manje Anti umbona ephelelwa ngama besiness nemfuyo iyatshabala lokho kungenziwa kukusukumela ingubo. Kanti yena one original wena une copy. Yeyiphi copy yeyiphi Original. Ndiyolinda mhla kbipha vidio.
Masbonge ulwazi
Siyabonga ukuskhuthaza kwakho baba unkulunkulu akbusise ngolwaz osipha Lona benginganalwaz ngomsamo selokh ngilalela inkuthazo yakho ngifunde kukhulu
Manje ke Mpunga akwenzeki yini iphazamiseke mhlampe ngenxa yomona emndenini, uma kungukuthi kuyenzeka uyilungisa kanjani ukuthi ibuye kuwe noma ivuleke.
Siyabonga Mpunga Yesintu ngokusicacisela. Njalo siyafunda. Ukhule ukhokhobe. Ukhule nomsebenzi wakho omuhle.
Thokoza Mpunga yethu! Siyathokoza kakhulu ngomsebenzi omuhle osenela wona. Ngisabhusha ama adtverts ukuze uzothi ukucoshacosha ngalapho khehla🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
yey wawabiza lamakhosi asezulwini ngathinteka
Ngiyazibongela Mpunga yesintu
Siyabonga Mkhulu
Ngiyabonga mhlonishwa ngokuthi last week ngicele ukhulumbe ngesihloko esithi ukuzalwa wembethe. Nakhu uwenzenjalo.
Ngibonge Mpunga Yesintu
👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾MPUNGA YESINTU
Siyabonga mkhulu. Mkhulu bengisacela ungicacisela Lana Uma ufikelwa isikhathi sokuteta utete into eyibhola elingamanzi andube kulandele ingane ingabe lapho kusuke kwenzekalani mkhulu
Kungenzeka iwele elingakhulanga
@@sizwevincentnxumalo1639 ngiyabonga🙏
Ingabe yingakho Uma ngiyohlola kubantu bethi ngacithekelwa isisu
Siyabonga mpunga
Wangena ngelikhulu izinga 👏👏👏👏
Mina wathi uMama engake ngamuhamba wathi isimo sami ngathi ngazalwa ngimbethe kodwa futhi angizalwanga ngimbethe
Mmmmm Amen baba🙏
Nduna ka Ndaba!
Impunga 🙏
Imina loyo🤞
Ikholwa elingalibhadi nakancan esontweni.!!!
Mpunga yesintu ngyabonga ngimfanekison wanamhlanje. Lomuntu okhuluma ngaye yimina ksukela ekuzalweni kwami nje akukaze kubhede. Mina noBaba wami sake saya kwababonayo wafike washo loyababa ukut ngizalwe nenhlanhla yempumelelo ngisho eskolen ngyazihambela nje. Inkinga Mpunga yesintu loBaba wathi ekhaya kubo kaBaba khona isihlobo esaganga amathuna okhokho ukuze inzalo kaBaba wami ingaphumeleli. Bathi umuntu owafaka umese emathunen kodwa wase usetshenziwe. uBaba wathi kumele ilungiswe lendaba. Kodwa lokh okhuluma ngakho ngingufakazi Mpunga yesintu.
Umbuzo wam uthi Uma uzalwe wembethe. Yaze ingubo yabiwa ngu Anti wakuthola ukuba wazalwa nengubo Bese uyakusukumela manje Anti umbona ephelelwa ngama besiness nemfuyo iyatshabala lokho kungenziwa kukusukumela ingubo. Kanti yena one original wena une copy.
Yeyiphi copy yeyiphi Original.
Ndiyolinda mhla kbipha vidio.
Ngiyabingelela kwiMpunga Yesintu. Ngiyazibonga izeluleko enisinika zona mayelana nesintu. Bengicela Mkhulu uke ungicacisele ngokuganisa idlozi uma ushade umuntu oyisangoma.
Thokoza khehla, mbonge amaqiniso, isgubhu ngiyesaba.
Kuthe nje usasithula lesihloko,kwavele kwavuka usinga kimi,kwavuka uhlevane ngyabona ukuth' ibhekene nami lena indaba
Ukhuluma amaqiniso ikakhulukazi mayelana nokuthwala ngiyakuhlonipha Mpunga
Ey ukhuluma ngami mkhulu.Khona kuningi enikwenzayo okungaka bhizinisi kuyachuma kodwa hhay ngendlela engiyifunayo.Manje mase ngibuka ukuzaleka kwami ngazalelwa ekhaya kubo kababa endlini YANGENHLA ubaba nomama bengagcagcile shuthi wayevakashile waficwa wukubelethe.Ngalelo langa kwangena izulu ekhaya lashaya izikhonkwane zonke kwayikhani kuteteka kumama kodwa kwaqale kwateteka into ethize ey ibhola emhlophe kwase kukhani kuteteka minake.Manje angazi ngiqalaphi ngilungise lento ngoba iyangihlupha emoyeni ihambe ivale izinto zami.
Ubukeka uwumuntu owayenewele kodwa alangakhula yingakho lazalwa liyibhol
Ndiyabulisa Mpunga YeSintu ndiyabulela ngolwazi neemfundiso zale channel, yhaz ekukhuleni zininzi izinto ebesizenza wrong,,,,, ndicela ubuza mna ngenye into!!! Ukuphahla eMsamo nokuyophahla emlanjeni ngabe kwenziwa ngokufana na? Ndicela amacebiso👏👏
Ikhona ivideo ecacisa ngokuphahla
@@sizwevincentnxumalo1639 ndizakuzama uyikhangela NKOSI ndiyabulela
Mkhulu thokoza ngicela ukubuza ukuthi mangabe wazalwa usesigubhini uvalelekile uze uyothwasa kungalungi lutho ngae kwakumele yini uthwase from ekuqaleni kwenziwa njani mase kunjalo "Byede"
Sibonga kakhulu mpunga yesintu kwande lapho othathe khona...
Impunga namhlanje iphethe ipipi😂😂😊 kaze konakale kuphi kuvuke yiphi inkanyamba ebilelephi... IMPUNGA! 👆
Impungaaa
Mpunga Yesintu, Siyabonga ngalomfanekiso...sacela wenze video noma usichazele ngokuthi Uma Waya kumelaphi Kanti awazi Kuthi uthwele mese eganga ngawe ngoba ebona inhlanhla onayo or isphiwo Sakho, ukuthi once bakucwiya sekuphelile yini ngawe or usuke usangazibuyisa yini izinto zakho?
Ngivumelana nawe Mpunga kukho konke okushoyo. Ithongo alihambisani nokuthwala
Mpunga yesintu uma uzewle wembethe inhlanhla kodwa kubekhona abantu abasuka bayivale ngokuganga kufanele ayivule kanjani leyogubo
Uyaqhubeka wenze umsebenzi wokuyembula leyo ngubo uma ungenzelwanga wona ebuncaneni bakho
Bengazikhohlisi abantu ngezigubhu bakithi🙄🙄 ukuthwala konke kuyafana ngisho ungasithatha kuba
Siphenduleka nini Mpunga we comment kodwa lutho ukusiphendula noma sisho izihloko awukhulumi ngazo
I'm told that I was born ngi mbethe ingubu.How do I open my luck ?
Look for a video that explains ukuzalwa wembethe by impunga
Mpunga wena uhamba wedwa kade ngibuka eyinye ichanel la umbedo wodwa uthi lomfo uthwalisa nge thombe zama china😂😂
🤣🤣🤣
@@phakamanindaba7175 ehu saphela bo😂😂
Impunga
Impunga..
.....