This was by far the best ever episode I’ve listened to on Indaba Yesintu to date. Wow!! 👏🏾👏🏾 Please bring uMagejageja back, it is so refreshing to hear someone articulate things so clearly. We need more of him. Siyabonga
Such an interesting conversation. Very constructive indeed the Ancient Blood of all our ancestors runs through our veins. We should continue to acknowledge our Forebears.
Ngyawabona ama comments wenu but no one is talking or acknowledging the part yala eyothandaza khona wafike wabona uShembe wamuvezela esandleni kuth ube mthuka nd wabe esemtshengisa abantu bakubo abasa Shona begula Bese niyaphika kuth uShembe uNkulunkulu
He saw many other prophets for now he only quoted uShembe... kodwa we do acknowledge shembe as one of the kings amongst other kings.... he is not the only king but one of the other kings.
Badidiyeli ngiyakholwa niyabona into enisincintsha yona nengiyikhalelayo uma ningayiphosti Indaba yesintu. The two giants have met. Ngaze ngayithanda ishow. Can I please continue with my leave (4 years now) from church. Ngisaya ekhaya. The next topic with the same guest - INKOLO NOKUTHWALA.
Yo unenhlonipho Baba Magejageja ubusisekile ngokulandela we na kancane. kancane kuyavela ngiyeza. lapho eKempton Park nge6 noma ngiyoba late sisonke Luthuli
Your dead encestor is not greater than God, the Creator. Your parents failed on earth but after they die you mean they can do all things. Prophet u are leading people astray
Manje njengoba uzwile nje ukuthi i-Bible is not even 400 years lafika Lana e-south Africa ngabe ukhulumani ukube alifikanga konje? Mubuka Wena ukhona unkulunkulu ongak'dala namhlanje Mese eyakhohlwa ngawe bese ephinde eyabuya futhi after 40 years ak'dala??🤔🤔
Mina ngyanizwa great prophets but kunento eyodwa la mina engingayitholi kahle nina ni more spiritual in fact nonke you're spiritual Kings eg Prophet Magejageja; King Somnala; King Bhaka no Dr Uzwi Lezwe Radebe why ningahlangani ngoba nambulelwe into eyodwa???
This was by far the best ever episode I’ve listened to on Indaba Yesintu to date. Wow!! 👏🏾👏🏾 Please bring uMagejageja back, it is so refreshing to hear someone articulate things so clearly. We need more of him. Siyabonga
Siyabong kwi Gagasi Fm,Ezinye izimbang zenu ziyasetshenzisw. Always ngiphush nge data
Magejageja will sweep all those who are not biblically grounded.
Prophet Magejageja ayi uyangbusisa❤🙏uNkulunkulu asgcinele wena❤.Ngyaqala ukuba necrush ewu Mphrofethi😁🙈yoooooh Jehova ungenzani.
Ave kamnandi ukulalela muntu ongayi ngabazi into akhuluma ngayo...syabonga baba magejageja🎉🎉🎉
Proff Magejageja is always clear....
Great platform that deserve to be international
Such an interesting conversation. Very constructive indeed the Ancient Blood of all our ancestors runs through our veins. We should continue to acknowledge our Forebears.
Ngyabonga mfw2 Magejageja cela umkhulu womkhulu nezi dalmatian zakini zikugcine njalo mnewethu 🙏🤝
Ongeke ezwe le nkulumo angeke aphinde ezwe.
ai ngeke aphinde, lobaba uyaychaza lento
👏👏👏 Ngempela
Lisho uliphinde
Shembe Is The Way🙌
Bab Magejageja unomoya ophansi🙏
Siyabonga kodwa akenibize nabefundisi abaqonda ukuthi iyini into yasezulwini ngoba ngizwa uhlangothi olulodwa, mina ngiqale komkhulu kodwa uNkulunkulu uyaphila , ngiphinde ngiye kumajejajeja uyazi yini ukuthi uJesu walandelwa nhusatani entabeni wanqoba ngezwi.
Siyabonga ngoba uMajejajeja akamazi uJesu Mtshumayeli 9 v 5-9 .
Yebo uqinisile mprophet umagejageja 🙏
Ngyawabona ama comments wenu but no one is talking or acknowledging the part yala eyothandaza khona wafike wabona uShembe wamuvezela esandleni kuth ube mthuka nd wabe esemtshengisa abantu bakubo abasa Shona begula
Bese niyaphika kuth uShembe uNkulunkulu
He saw many other prophets for now he only quoted uShembe... kodwa we do acknowledge shembe as one of the kings amongst other kings.... he is not the only king but one of the other kings.
Nami ubaba wam wangifundisa kanjalo uNkulunkuLu = UmkhuLu womkhuLu...... May my father continue to RIP❤️🙏
Very True
Ilevel yokuthoba kulobaba🙌🙌
Ngithanda uma ethi wanyukela eNtabeni eyokhuleka wahlangana no Shembe🎉🎉🎉❤❤❤ kodwa bayayiziba leyo😂😂😂
Abalfun iqiniso nje😂
Malum'uAlex was very impressed with this interview. As he should though
Lol Lethu ubona ngani?
Uyambona nje ifacial expression ukuthi ubambe inhlanzi enkulu, nami I'm overly impressed
😂
😂
This episode is G.O.A.T'ed 🙌🙌🙌
Siyabonga Alex
Thanks Pastor Thomas Radebe for your testimony 🔥
Magejageja is always on point👌
Injalo indaba inkinga thina bantu abamnyama siyaphapha kakhulu uzibone usuncono namaqhokisi kodwa ethuneni awangeni ake uphile iqiniso ayi amanga hlonipha uyihlo nonyoko ukuze izinsuku zakho zande hawuuu saphela abelungu siyathatheka kuyalenga kuyalenga singamathatha hawuuuuuu sikhumbule mvelinqangi hawuuuuuuuuu
👏👏👏👏 Siyabonga Buti Alex yabona le oyenze namhlanje I cannot thank you enough.
Prophet Magejageja uyangibusisa🙏
What an intelligent 🧠 profet uNkulunkulu usesilamulelile ngokubakhona abantu abafana naboMagejageja❤
Minengekwami prf .ngithi long live
Abantu abangasekho asibakhonzi syabakhumbula sibangcinele izinto zasekhaya uThixo wesizwe sakithi kuphela esimkhonzayo
Yinhle kakhulu topic, but engath ingaba ne episode 2 and invite umfoka Khoza inkosana yoNyazi lwezulu EBuhleni bamaNazaretha.
Ngu Dalokuhle Bhengu eNdwedwe eMalangeni
How can we find him and kungani ucabanga ukuthi kungamele simulande?
@@GAGASIFM Azochazela isizwe sakithi ukuthi Shembe wazelani kuleli lika Dingane noSenzangakhona ngabe wayezokwakha isizwe sikazulu or wayezochitha. Kune mkhuba eyayenziwa obaba Mkhulu esekwiyona esicindezelayo siyi zukulwane samanje.
Kungakuhle kakhulu 👏
Kuzocasuka abalaleli
Ayiphindwe le topic we Alex
Jehova sikhombise indlela akuyiyona yona ngoba hahi nangu uBrother Inigma naye usho okunye sikhombise Jehova
Uqin'sile lapho Sisi, Nami hlezi ngiyisho leyanto yokuthi kumele avinjwe Lowamuntu ngoba u-confuse Isizwe ngenxa ye content nje kphela...
U-busy uyasangana nje usanganela Isizwe emini kubukwa, uloke ethi ubona ujesu ubona ujesu. Mucabanga Wena ukhona ujesu Noma unkulunkulu ongathi Abantu abayeke uku-Gym ngoba i-Gym eyama Demoni kodwa futhi i-Gym inempilo futhi ikwenza ukuthi umzimba wakho uhlale u-strong ungabi Lula uguliswe nayizifo eyncane. Obheka ngoba ne COVID-19 nayo kwakuthiwa abantu abasha noma abantu aba-Active (gym) Bona kukancane ukuthi Bona lesisifo sibahlasele ngoba umzimba wakho u-strong.
Manje ke kshuthi unkulunkulu uthi asinga Gym sihlale sibe weak sibulawe izifo?🤔🤷🏾♂️
UMagejageja akaphumele obala ebe ilento akayiyona efundise ngesintu abeke ibhayibheli eceleni nokuzibiza ngomfundisi ashumayele isintu nje qha.
Indaba yaMqali wendlela iya iyanda kmina ngaphakathi….nangu uMphrofethi uyasho kuth wambona ekhuphukile…
Kodwa ekuqaleni esasindisiwe uMprofethi uyavuma ukuthi ubeqamba amanga ngokubona uJesu. Lokhu kwenza ngizibuze ukuthi kungani kumele ngikholwe wukuthi usekhuluma iqiniso manje uma ethi wabona uShembe entabeni 🤔
Thank you Gagas FM ukusilandele umprofeti o clear kanje
Mmm powerful My Prophet
Uma singezwanga wena wohlanga asisophindi
Syathokoza kwiGagasi Mthiyane noma Gejageja
kudala ngamvuma mina lomphrofethii 🙌🙌 and uqinisiLe most of abantu abakholwayo bayingozii ; ngiyabasaba nje mina aaai.
Siyabonga Magejageja
Thina nabanye sikuboniswa kokubili ,umoya oyingcwele uyasibonisa ngisho amavesi kubuye ngala siboniswe impande ekumele sizisebenzise.
Sesishayekile,silimele kakhulu Ndlu emnyama.akekho ngampela owazi ujesu ngaphandle kokumuzwa ngendaba ebhaliwe ebhayibhelini.asizameni ukushintsha emakhaya sibuyele ezimpandeni akulula kodwa ukuzama
I've been following this guy for the past few months, he's so good and he knows what he's talking about
Siyabonga kakhulu Mprofethi weNkosi
Ngeke madoda thina saphuma ebunyameni sangena ekukhanyeni namhlanje siyambonga utixo ngosindiso
usebumnyameni more wena
😂😂😂
Wololooooooooo washumlilo mlilo nongamthandi uyoze mthande
As young as I am I believe that there nothing in between , you must choose what direction you taking .
Please bring him back 🙌🏿🙌🏿
nakhu Nje kuyiwa Ku Christmas nawo wamanga kuzidliwa imali kuthiwa kwazalwa Jesu Nina Njalo
Yingakho kubalulekile ukuzalwa kabusha ukuze ungaboshwa yizinto zemindeni.
Well put, you are telling the truth
Bhuti wayichaza iyacaca siyabonga
Two parrel lines never met, azidibani enkolo ezimbini
Ayikho inkolo yamadlozi you dont understand the topic coz youre brainwashed by izincwadi
I wish I was thought about isintu when I was young
I was listening to this show on radio but im here for facial expressions because uMprofethi was not holding back
❤❤❤❤👏👏BABA
Badidiyeli ngiyakholwa niyabona into enisincintsha yona nengiyikhalelayo uma ningayiphosti Indaba yesintu.
The two giants have met. Ngaze ngayithanda ishow.
Can I please continue with my leave (4 years now) from church. Ngisaya ekhaya.
The next topic with the same guest - INKOLO NOKUTHWALA.
Noted Sizwe stay tuned to Indaba Yesintu
Lendoda ikhaliphe kakhul angeke ubuye lana magejageja😂
🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Ngiyakuvuma Baba Magejageja ngikuzwa kahle azibuye emasisweni
Inkinga lapha ukuthi akufundiswa nhlobo emakhaya kanti ezinkolweni lezi ezinye kuyafundwa ngempela
Uphimde ubuye Magejageja
Power mkhulu
People are very happy or easy to follow the laws of man than the Creator /God
Mmm iyasazi istory sayo lendoda futh ikhuluma iqiniso elimsulwa,
Please bring him back Umprofethi Magejageja🙏
𝐔𝐡𝐦 𝐡𝐞𝐫𝐞 𝐟𝐨𝐫 𝐭𝐡𝐞 𝐩𝐫𝐨𝐩𝐡𝐞𝐭 🙏🕯❤️
Magesi Magejageja
Mhlawumbe asikucacise ukuthi uMagejageja akashumayeli uNkulunkulu we Bible kodwa ushumayela ammadlozi.
Aii uqinisile 😂
And ushumayela lona aka cacise ngampela u alex
Asidingi bible ukuze simazi UNkulukulu izizwe nezizwe ziyamazi UNkulukulu and zinendlela ezimkhonza ngayo nendlela ezimbiza ngayo asikaze saduka angidinge ukusidiswa nokuzalwa kabusha lokho ukufa okwafika nezizwe baguquka abaningi ngexa yokusaba hell okuyinto engekho nayo kuma scripture kusho grave or pit ayilomulilo abasithembisa wona ukusha kuwo
Gejo uyayicacisa into so abantu abezwe babuyele esintwini kwimpande zethu .
Yo unenhlonipho Baba Magejageja ubusisekile ngokulandela we na kancane. kancane kuyavela ngiyeza. lapho eKempton Park nge6 noma ngiyoba late sisonke Luthuli
Your dead encestor is not greater than God, the Creator. Your parents failed on earth but after they die you mean they can do all things. Prophet u are leading people astray
The true meaning of ukuphuphuthekiswa kwengqondo.
Yeka isngisi ukhulume okwakini, uban ozala ujesu?
Ngiyamthanda uProphet wangivula amehlo
Ngabuyela esintwini after ngimbone kuStatus somngane wami.Kusuka lesosikhathi impilo yami ayiphi danga yafana. Ulwembu lwasuka emehlweni .
Khona uma u weak uMagejageja angakwedukisa akuqede
Eyi and uduke ufee
Ngokuka Nkulunkulu ophilayo, ubunyanga/ubungoma akuhambisana naye ngoba kokubili kunawo nkulunkulu bakho idlozi. Kunesiko mpilo, kube nemikhuba. Thina bantu sithanda imikhuba, esiyibiza ngamasiko bese sixabana noThixo
Aknadlozi eluwunkulunkulu musani ukucasha ngeythupha nathwebulwa imqondo abamhlophe
Ngyakuzwa mina
Mageja
Kazi ukube abafinga nebible kazi ngabe nisihlupha ngani
Siyalithanda isiko kodwa amakhosana adlala ngalo. Abaloyi bomndenini basithola ngalo isiko. Yingakho izidalwa zethu nathi uqobo sizikhethela amasonto senzela ukucasha siphile.
Mina ngfisa Fiko Luthulo aphenduke b4 kfike usuku lokufa
Aibo ngyayiqala into enje 😂😂 I swear lobaba unomqondo wam ukhulume into engihlezi ngicabanga word by word when he questioned ukuzalwa kwajesu😂
38:51 abantu abafuni uku Understand indaba ka Nkulunkulu ne Nkolo ye Bible
Shembe is the way
Mashimane shimora bafika nenkolo sikholwa, sikhuleka kuMvelingqangi
Gadla Gadla Gadla ngonyama yobaba mkhulu uyoze aphume lamadimoni abantu abathi basindisiwe abantu bomkhathi labo yibo labenza ukuthi lamadimoni aba understand lutho
Musa ukubiza omunye umuntu ngesilima uma ungahambisani nakho thula isilima uwena
Iyakhuluma lendoda
Wabona aba kubo abanga sekho behlupheka as in wababona live wehla entabeni engasa sindisiwe namanga lo😂😂
Zinyoka , ba qambi manga balelizwe badukisi balesi skhathi nzalo yezinyoka babulali besizwe sikaNkulunkulu badayisi bevangeli seniwamukele umvuzo wenu nibabi nincolile niyanuka phuhlu, hlukanani nevangeli lensindiso niqhubeke namanyala enu Jesus is Holly
That moment akekho ozoklalela ngiba uyahhema umdala😂
Manje njengoba uzwile nje ukuthi i-Bible is not even 400 years lafika Lana e-south Africa ngabe ukhulumani ukube alifikanga konje? Mubuka Wena ukhona unkulunkulu ongak'dala namhlanje Mese eyakhohlwa ngawe bese ephinde eyabuya futhi after 40 years ak'dala??🤔🤔
I thought abafundisi abalalele bazofona but they couldn't that shows ukuthi nakubo inkungu iyavuleka
32:05 usisi usuke wa comment nge bible
Sizwa kahle impela kmuntu owake wasindiswa
Insidiso namandlozi
akuhlangani
Inkolo kuJesu ayihlangani naba phantsi. Nguye iNdlela,nguye iQiniso,nguye uKuphila. Kukulahleka bobumnyama oku kuhlanganisa okungahlangani. Kholwani ku Jesu kuphela.
Uyanhlanhla 😅 lallela kahle
Uyidlozi Kwayena ujesu
Hallelujah ❤
Wazalwa uban yena?
@CryptoGuy95 Jesus is the sone of God .He is the way and the truth .The bread of life .Haleluya
Akaphinde abuye umfake nomfundisi wosindiso
24:45 sec, he just lied , with a serious face 😂😂😂
Eqinisweni uJehova ukhona, abamhlophe bafika nenkolo yabo ubuKrestu, kanti okhokho bethu babeneyabo inkolo, eyabela kuThixo nomdali wabo.
Amanga lawaa
@@MthembeniZungu amanga ahleliwe
Kini nobabili phela
Neither works for me .
Mina ngyanizwa great prophets but kunento eyodwa la mina engingayitholi kahle nina ni more spiritual in fact nonke you're spiritual Kings eg Prophet Magejageja; King Somnala; King Bhaka no Dr Uzwi Lezwe Radebe why ningahlangani ngoba nambulelwe into eyodwa???
Kukhona abacabanga ukuthi uma kukhulunywa ngesintu kukhulunywa ngokuthakatha which is not correct.
Uma usu add inkolo kusho ukuthi awuqiniseki ukuthi isintu sinosizo inkunzi azikhonyi esibayeni sinye
oMagejageja balahlekisa abantu. Kosazovela
Wena ongabadukisi ke uthini?
Angek aphendule naye akazi😂