Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Siyabonga mpunga yesintu
Awu wayibeka kamnandi mfoka Mbhanjwa-Impunga Yesintu!! kwacaca kwathi bhaaaah👌
Aw khehla lami...😂😂😂😂impuuuungaaaaa ay angikuqhathanisi namuntu mkhulu🤝🏽
Excellent very good advice always the best kukona konke okwenzayo empilweni
Syabonga kakhulu mkhulu , inkulumo zakho ziyaphilisa
Mina nje Mpunga ngicela ukuzibuzela ukuthi ubani le nsizwa ecula le ngama elidlala njalo uma kuphela imifanekiso eqoshiwe esicela kuyo ulwazi newusizo olukhulu ezimpilweni zethu.
Syabonga ulwazi🙌
Mpunga Yesintu ngicela ucacise ukuthi yena umakoti osuke egcagcele komalume usifake kephi yena isiphandla? Ngithi angibuze ngoba naye ungulanjwana njenganami. Ngiyabonga.
Washaya khona Khehla Lam
Syabonga Mpunga yesintu.Ngicela ukbuza ukuthi mina njengoba ngiyintombazane engashadile ezalelwe ekhaya nakuba umama ashada sangakhishwa naye komalume ngisfaka kuphi isphandla zona iingane zam zisfaka kusiphi isandla?Ikomalume vele alisekho akukho noyedwa osele kumanje ngenza kahle yini mangilivusa mina langashiwa khona umama ibe kwayena akwenzekanga kahle okwakhe ukugcagca kungenzeka ukuthi usabizwa kubo.
I like how you put that.. It's disrespectful to be compared ngoba kuyakwehlisa lokho.
Waze wwmaybeka kamnandi Mbanjwa🤝🏽
Mkhulu engathi unkulunkulu engakwandisela uphile kahle uphile iskhath eside ngoba uyaselapha ungelaphile mina kule nkulumo nami ngizalelwe komalume
Siyabonga impunga
Uzothola ukuthi ubehlisa isithunzi ngoba ubaqhathanisa abiyingane kakhulu😂😂🤣🤣. Ayi uphethwe amakhehla ngempela awuzenzisi👌✊✊
Sbonge Mpunga, uyaselapha isizwe. Azibuyele emasisweni kolunga
IMpungaaa 🙌
Ngolwazi mpunga yesintu siyabonga kakhulu kwande
Ngiyayihlaba eyokuganelwa komalume...mhla uganwa uvusa umuzi kayihlo,yingakho esigcawini kuyabikwa bese ukhululwa ukuthi sebenzisa isibongo sika yihlo ngoba Wena ngokuganwa kwakho kush' ukuthi amacala kayihlo usuwasulile.Uma izingane zakho komalume wakho kuzoba ekhaya kubo lokho wukulahlekisa isizukukwane sakho namakhehla oyihlo.
Weeeh qhubeka uyqhathe nedlozi ubhekile
@@nhlakaniphompendulo03 wayibeka kahle
Uma mkhulu njenganami nje wenze njani ngakhulela khobo gogo ngiwumfana ubaba azange enze amsiko enziwayo kanjalo nomama intombi engizalayo azange enzelwe amasiko enziyowa Naye ukhulele koma mama wakhe ongugogo kim uma ngishada ngizo vusamuphi umuzi ....???
Yebo mpunga kunjalo impela🙏
Mbanjwa Mlekeleli akwetha kahle amakhehla akwembethe usilekelela impela MfokaMbanjwa kuhle kwebizo lakho (Mlekeleli)
🤝🏿
Waze wangelapha mina njengomlanjwana ngnezingane ezngaphandlile ngeviki eledlule ekhaya komama bebengengfaka isphandla njengamanje sengmele iziqhamo
Amen Mpunga yesintu, INgabe ingane yentombazane iyasifaka yini isiphandla esandleni sokudla kubo, noma isifaka emzini Lapho yendela khona?
Iyasifaka uma kukushaya kubo ngokuphelel abazali begcagcile uma kungenjalo isifaka esandleni sokunxele
komalume used my right hand; how do we explain that
Zibe lezingane zibiza siphi isibongo,sakoMalume bam noma sikaBaba wam ongizala ngokweSende😕😕😞😞
Ave ngfisa sengathi ungake ubuyele koladaba lokuvalwa komkhokha .
Impuuuungaaaaa
Siyanga mkhulu ulwazi osipha lona lujule kakhulu ngicela ukubuzwa noma uzothenga incwadi kumele ubooke?
Ngyezwa mpunga yesintu kuyacaca ngicela ukubuza Uma uzalelwe komalume njengoba ukhuluma umbuzo wami ukuthi nginalo yini ilungelo lokukhuluma emsamu komalume uma ngifaka isphandla izingane zami if kungekho muntu wakomalume owesilisa
Uma kuyikomalume bakubo ka mah ekhaya kwagogo sifakwa keph isphandla
MpungaNgisacela ukubuza ukuthi uma uzalwa umama owazalelwa ekhaya umama wasethola wena kuma kanjani lapho
Waqamuka mpunga nenye indaba
Uqedile MaPholoba
Au!mkhulu syabonga ngolwazi,kodwa manje umkhulu uyayibhema yini le ayphethe?
Ngyabonga Mpunga ngokuyicacisa lento.
Kodwa kule episode ya Last week kugagasi fm benikhuluma ngaso lesihloko nino Zulu navumelana ukuthi lezingane zisifaka esandleni sokudla.
Ijule kakhulu
Wayibeka ibingidida ngiyizwa ngaphambilini
Yazi idlozi lisebenza ngedlela eningi ngaya olwadle ngaphosa imali ekhanyayo ngathenga noswedi 4 ingane zaphuphuma ngabanebozo engibuzayo ngathibuya impedulo ngathola nge video enawampunga khona lanaku UA-cam ngathingiyabuyela kuyo esuku ngangasaboni kuzekube manje lutho
Mpunga Yesintu ngazalelwa ekhaya komalume kodwa umama wayeshandile wakhishwa komalume kwase kushona ubaba Lona ayemganile wabuyela Kubo komalume,wase wathola mina kwesinye isibongo esebuyele Kubo manje ngifuna kubuza ukuthi mina ngi belong kuphi
ungowakoMalume bafo,kuyothi lapho sebekhokhe zonke izimfanelo zakoMalume yima uzoba ngowuleso sibongo.
Ingangilungisa impunga yesintu mangingashayi khona. Ngokubona kwami Nonkosi ngengikufundile esintwini ukuthi wena uyilongwe. Ngamanye amazwi ungowalapho kugane khona umama wakho. Njengoba ubeka nje ukuthi wakhishwa umama wakho komalume, kusho ukuthi akasekho ngaphansi womsamo wakubo (komalume). Wathola wena engaphansi komunye umsamo (lapho eganele khona). Kusho ukuthi wena ungowalapho eganele khona.Njengoba ngike ngasho ukuthi, uyongilungisa impunga yesintu yesintu mangingashayi khona.
@@nhlakaniphontuli5966 nami ngazi kanjalo.
Mpunga siyabonga ngolwazi, kuyangithokozisa ukubona ama-subscribers ekhula. Kodwa bengisacela unciphiphise isikhathi osichitha kuma-intro nezikhangiso. Ama-minutes amahlanu i-topic ingakaqali is too much. Sibonge mkhulu
Mkhulu. Don't you do virtual bookings?
CYABONGA LWAZI
Khawutsho yihlo. Iring le isemnweni uhlangene nayo njani phi?
Impunga
Ngiyafisa Mkhulu ukufika kodwa ngisekudeni egoli
Siyabonga mpunga yesintu
Awu wayibeka kamnandi mfoka Mbhanjwa-Impunga Yesintu!! kwacaca kwathi bhaaaah👌
Aw khehla lami...😂😂😂😂impuuuungaaaaa ay angikuqhathanisi namuntu mkhulu🤝🏽
Excellent very good advice always the best kukona konke okwenzayo empilweni
Syabonga kakhulu mkhulu , inkulumo zakho ziyaphilisa
Mina nje Mpunga ngicela ukuzibuzela ukuthi ubani le nsizwa ecula le ngama elidlala njalo uma kuphela imifanekiso eqoshiwe esicela kuyo ulwazi newusizo olukhulu ezimpilweni zethu.
Syabonga ulwazi🙌
Mpunga Yesintu ngicela ucacise ukuthi yena umakoti osuke egcagcele komalume usifake kephi yena isiphandla? Ngithi angibuze ngoba naye ungulanjwana njenganami. Ngiyabonga.
Washaya khona Khehla Lam
Syabonga Mpunga yesintu.Ngicela ukbuza ukuthi mina njengoba ngiyintombazane engashadile ezalelwe ekhaya nakuba umama ashada sangakhishwa naye komalume ngisfaka kuphi isphandla zona iingane zam zisfaka kusiphi isandla?Ikomalume vele alisekho akukho noyedwa osele kumanje ngenza kahle yini mangilivusa mina langashiwa khona umama ibe kwayena akwenzekanga kahle okwakhe ukugcagca kungenzeka ukuthi usabizwa kubo.
I like how you put that.. It's disrespectful to be compared ngoba kuyakwehlisa lokho.
Waze wwmaybeka kamnandi Mbanjwa🤝🏽
Mkhulu engathi unkulunkulu engakwandisela uphile kahle uphile iskhath eside ngoba uyaselapha ungelaphile mina kule nkulumo nami ngizalelwe komalume
Siyabonga impunga
Uzothola ukuthi ubehlisa isithunzi ngoba ubaqhathanisa abiyingane kakhulu😂😂🤣🤣. Ayi uphethwe amakhehla ngempela awuzenzisi👌✊✊
Sbonge Mpunga, uyaselapha isizwe. Azibuyele emasisweni kolunga
IMpungaaa 🙌
Ngolwazi mpunga yesintu siyabonga kakhulu kwande
Ngiyayihlaba eyokuganelwa komalume...mhla uganwa uvusa umuzi kayihlo,yingakho esigcawini kuyabikwa bese ukhululwa ukuthi sebenzisa isibongo sika yihlo ngoba Wena ngokuganwa kwakho kush' ukuthi amacala kayihlo usuwasulile.Uma izingane zakho komalume wakho kuzoba ekhaya kubo lokho wukulahlekisa isizukukwane sakho namakhehla oyihlo.
Weeeh qhubeka uyqhathe nedlozi ubhekile
@@nhlakaniphompendulo03 wayibeka kahle
Uma mkhulu njenganami nje wenze njani ngakhulela khobo gogo ngiwumfana ubaba azange enze amsiko enziwayo kanjalo nomama intombi engizalayo azange enzelwe amasiko enziyowa Naye ukhulele koma mama wakhe ongugogo kim uma ngishada ngizo vusamuphi umuzi ....???
Yebo mpunga kunjalo impela🙏
Mbanjwa Mlekeleli akwetha kahle amakhehla akwembethe usilekelela impela MfokaMbanjwa kuhle kwebizo lakho (Mlekeleli)
🤝🏿
Waze wangelapha mina njengomlanjwana ngnezingane ezngaphandlile ngeviki eledlule ekhaya komama bebengengfaka isphandla njengamanje sengmele iziqhamo
Amen Mpunga yesintu, INgabe ingane yentombazane iyasifaka yini isiphandla esandleni sokudla kubo, noma isifaka emzini Lapho yendela khona?
Iyasifaka uma kukushaya kubo ngokuphelel abazali begcagcile uma kungenjalo isifaka esandleni sokunxele
komalume used my right hand; how do we explain that
Zibe lezingane zibiza siphi isibongo,sakoMalume bam noma sikaBaba wam ongizala ngokweSende😕😕😞😞
Ave ngfisa sengathi ungake ubuyele koladaba lokuvalwa komkhokha .
Impuuuungaaaaa
Siyanga mkhulu ulwazi osipha lona lujule kakhulu ngicela ukubuzwa noma uzothenga incwadi kumele ubooke?
Ngyezwa mpunga yesintu kuyacaca ngicela ukubuza Uma uzalelwe komalume njengoba ukhuluma umbuzo wami ukuthi nginalo yini ilungelo lokukhuluma emsamu komalume uma ngifaka isphandla izingane zami if kungekho muntu wakomalume owesilisa
Uma kuyikomalume bakubo ka mah ekhaya kwagogo sifakwa keph isphandla
Mpunga
Ngisacela ukubuza ukuthi uma uzalwa umama owazalelwa ekhaya umama wasethola wena kuma kanjani lapho
Waqamuka mpunga nenye indaba
Uqedile MaPholoba
Au!mkhulu syabonga ngolwazi,kodwa manje umkhulu uyayibhema yini le ayphethe?
Ngyabonga Mpunga ngokuyicacisa lento.
Kodwa kule episode ya Last week kugagasi fm benikhuluma ngaso lesihloko nino Zulu navumelana ukuthi lezingane zisifaka esandleni sokudla.
Ijule kakhulu
Wayibeka ibingidida ngiyizwa ngaphambilini
Yazi idlozi lisebenza ngedlela eningi ngaya olwadle ngaphosa imali ekhanyayo ngathenga noswedi 4 ingane zaphuphuma ngabanebozo engibuzayo ngathibuya impedulo ngathola nge video enawampunga khona lanaku UA-cam ngathingiyabuyela kuyo esuku ngangasaboni kuzekube manje lutho
Mpunga Yesintu ngazalelwa ekhaya komalume kodwa umama wayeshandile wakhishwa komalume kwase kushona ubaba Lona ayemganile wabuyela Kubo komalume,wase wathola mina kwesinye isibongo esebuyele Kubo manje ngifuna kubuza ukuthi mina ngi belong kuphi
ungowakoMalume bafo,kuyothi lapho sebekhokhe zonke izimfanelo zakoMalume yima uzoba ngowuleso sibongo.
Ingangilungisa impunga yesintu mangingashayi khona.
Ngokubona kwami Nonkosi ngengikufundile esintwini ukuthi wena uyilongwe. Ngamanye amazwi ungowalapho kugane khona umama wakho. Njengoba ubeka nje ukuthi wakhishwa umama wakho komalume, kusho ukuthi akasekho ngaphansi womsamo wakubo (komalume). Wathola wena engaphansi komunye umsamo (lapho eganele khona). Kusho ukuthi wena ungowalapho eganele khona.
Njengoba ngike ngasho ukuthi, uyongilungisa impunga yesintu yesintu mangingashayi khona.