Ukuphuma koMalume usumdala, kuyingozi kakhulu uma uzophuma ithongo lakhona lingavumile | 0823923664

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 сер 2024
  • Kubalulekile ukucwaninga ungenzi ngendlela yakho

КОМЕНТАРІ • 114

  • @xolanistuurman4765
    @xolanistuurman4765 11 місяців тому

    Aw Mkhulu mina wangqaba bethi abadala bafuna intlambuluko yase Gcekeni yabanga impi leyonto siyabonga amen Mkhulu

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 Рік тому +2

    SIYABONGA NGOLWAZI BAKITHI...IZOLO NGILALE NGICABANGA NGALETOPIC...NGOBA NGAPHAPHA NGABIZA ABANTWANA BAMI NGESIBONGO ESIWRONG AFTER KUBADALWE IDEPOSIT YAMALOBO.

  • @mbongisenimthimkhulu3075
    @mbongisenimthimkhulu3075 Рік тому +2

    Ngicela ukubuza ukuthi kubonakala kanjani ukuthi ithongo lako malume livumile noma lenqabile uma ubaba ezongilobola komalume.

  • @HlengiwePromise-cv1he
    @HlengiwePromise-cv1he 3 місяці тому

    Syabonga bobhuti,nami nginenkinga lapha yokuthi mina komalume abafuni ngiphume umuzi nakhona njalo umuzi engiwuphumayo kusayiso isibongo somalume manje bath akumele ngoba ngingane yendodakazi noma ubani bafwethu onolwazi la angicebise

  • @nomsatshabalala4435
    @nomsatshabalala4435 Рік тому +3

    Ijulile le nkulumo, ngavele ngazibona ngise nkingeni enkulu ngenxa yamaphutha abazali bethu.
    ngikhulela ko baba kanti ubaba akaqedile konke ko mama, kaze ingibeka kuphi ke leyo

  • @godwillrabodiba
    @godwillrabodiba Рік тому +3

    Please repeat this topic it’s so interesting. I was born and remained ko-Malume I am approaching adulthood. I am grateful I remained ko-Malume.

  • @LwaziNkosi-yd3gu
    @LwaziNkosi-yd3gu Місяць тому

    Ngibingelele ngenkulu inhlonipho Mkhulu nikhuluma ngami ngqo, ngicela ukubuza ukuthi Kimi ngoba ugogo ozala umama akagananga kanti nomama ongizalayo akagananga manje mina ngiya kuphi kahlekahle izibongo okumele ngisisebenzise isiphi esakogogo noma esakomama ngiyacela Baba ungisize

  • @thuthukaniallengoba1516
    @thuthukaniallengoba1516 Рік тому +1

    Mkhulu we still waiting for part 3

  • @goodnessmbhele131
    @goodnessmbhele131 Рік тому +2

    Ukubenaningekho ngangingabayini anandisele ushembe

  • @msawenkosinyuswa3161
    @msawenkosinyuswa3161 Рік тому +7

    Siyayithwala kodwa imithwalo siyizingane. Ngoba okuningi sikwenza singazi sizitshela ukuthi konke abazali bakwenza ngendlela efanele

    • @mthobisivilakazi
      @mthobisivilakazi Рік тому +2

      Ikho sengath masikhula abazali abasekhona bengasixoxela ngakho konke okwenzeka enkathini edlule ukuze sazi siqalaphi sigcinaphi uma sizenzela izinto

    • @msawenkosinyuswa3161
      @msawenkosinyuswa3161 Рік тому +2

      @@mthobisivilakazi yebo kunjalo. Ukube abazali bayaznika iskhath sokuxoxa nabantwana basho nalapho abahluleke khona njengokuthi nje uBaba wekhaya ubengakwenza kube lula kubantwana uma ebachazela njengikuthi, "bantwana ngihlezi noMama wenu kodwa asigcagcile, ngiyafisa ngolunye usuku ukuthi ngimphelelise unina kanye nani ukuze nizoba ngabalapha ekhaya ngokuphelele".
      Impilo yethu ingaba ngcono ngoba singathi sifika sithatha sibe sazi sibheke kuphi

  • @syabongaK555
    @syabongaK555 Рік тому +7

    syabonga mpunga syabonga mazibuko kuningi enisikhanyisela ngakho syajabula nokuth niselule isikhath niyihlahlele kahle yonke syabonga kakhul ningadinwa nangomso ngiqhubeke njalo🙏🤝

    • @nomangwemazibuko7631
      @nomangwemazibuko7631 Рік тому +1

      Muna...🙌 NeMpunga yesintu..... SyaBulelela.. Madoda amaKhulu kuning esikufundayo kunina ...sibamba ngezandla Zozibini🙏

    • @RoseNgubo
      @RoseNgubo 10 днів тому

      Syabonga Mpunga siyabonga Mazibuko nangihlaziyela imibono yami iNkosi inibusise niphile niqhubeke nisilaphe ngolwazi eniphiwe lona 🙏

  • @sleendlovu5393
    @sleendlovu5393 Рік тому

    Yeeeey nazenangihlaziyela...unogwaja wagijima ehlungwini...Inkosi ithelumusa. Ikhule njalo Impunga yesintu.

  • @ayandasibisi3020
    @ayandasibisi3020 Рік тому +4

    Best episode ever🙌🏽🙌🏽🙌🏽

  • @malizokhumalo2472
    @malizokhumalo2472 Рік тому +1

    Izandla zidlula ikhanda bomkhulu benikhuluma nami lapha kusukela ekuqaleni kuze kufike ekugcineni asbonge nje kwande baphile abantu!🙏🏾🙌🏽🙌🏽💯

  • @similemsimang4222
    @similemsimang4222 3 місяці тому

    Uphuma kuphela uma usiganiwe noma uma kuyisimo esiphoqayo njengothi mhlape alisekho mhlape nikhulele komalume abadala.

  • @patekamce1425
    @patekamce1425 Рік тому

    Camagu!! ,inje ngoba uyitsho indaba yako malume. Mna ndingu mntana wase mtshatweni , isiphiwo siqhamuka ko malume .Kodwa ithongo landixelele sohlangana emanzini ,elingu makhulu ozala umama. Kubika umalume kwi misebenzi yam.Ndiyavuma konke kwenzeke kanje kum 👏👏👏

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 Рік тому +2

    Ngicela ukwaz ukuth ngizobona kanjan uma livumilee noma linqabile ukuth ngikhushwe 🙏

  • @nomfundomali8145
    @nomfundomali8145 Рік тому +1

    Camagu Mkulu,I relate kule nkulumo yenu 👏👏

  • @nkululekosihlangu5608
    @nkululekosihlangu5608 Рік тому +2

    Aw! Mkhulu Mpunga no Mkhulu Mazibuko 🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @sbusisobrian6525
    @sbusisobrian6525 Рік тому +2

    Siyabonga Mpunga Naze najula madoda amakhulu 👏🏿👏🏿👏🏿🙌🏿🙌🏿

  • @preciousncube8784
    @preciousncube8784 Рік тому

    Thokoza bomkhulu syabonga kakhulu .

  • @Syvie646
    @Syvie646 Рік тому

    The power in this topic Yho..🙌🙌🙌🙌🙌senicela bantu abadala nithinte indaba yokuya emendweni ngesbongo sikababa owakukhulisayo kodwa not biological father. Abe engazange agane no mama.

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Рік тому +3

    Gonna be waiting for the third one 🙏

  • @evanschinyamakobvu1691
    @evanschinyamakobvu1691 Рік тому

    nihamba nayo, nisifundisa ngenye endlela 🤞❤

  • @thabodlamini6076
    @thabodlamini6076 Рік тому

    Syabonga mpunga yesintu kwande

  • @cheletemali6457
    @cheletemali6457 Рік тому +2

    Yoh I'm amazed incredible work

  • @philanindwandwe5594
    @philanindwandwe5594 Рік тому +1

    Sikleza kogwansile..!!!🙌

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Рік тому

    Ijulile lenkulumo madoda amakhulu sbonge 👏👏🙏

  • @mapulamamabolo3602
    @mapulamamabolo3602 Рік тому

    👏🏽👏🏽👏🏽Mkhulu please include subtitles

  • @powerbase9552
    @powerbase9552 Рік тому +1

    Wow bafethu Siyabonga

  • @nonhlanhlazwane191
    @nonhlanhlazwane191 Рік тому

    Siyabonga kakhulu ukusi khulisa emoyeni

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Рік тому

    Mihle kakhulu imibuzo yakho mpunga 👏👏

  • @MrMlindeli
    @MrMlindeli Рік тому +2

    Yooh ndiyamhlonipha mkhulu Mazibuko uliphethe ulwazi, wayibeka kakuhle kwicala lakulomalume wangathi uthetha nam, kudala ndizibukela videos zenu kodwa le andikwazi unga comment. Siyabulela Mpunga ngohlezi usiphathela abahlonitshwa bezosabela ngolwazi. Makwande bomkhulu

  • @Mzwa7
    @Mzwa7 Рік тому

    Laze lajula. Siyabonga. Sicela u part 3 .
    Impungaaaaaaaaaa☝️

  • @sinalomokoena
    @sinalomokoena Рік тому +1

    Eyi kumnandi ukufundi sintu, nam ngizalelwe ko malume, manje iyang'thinta kakhulu le ngxoxo.

  • @busisiwembena6798
    @busisiwembena6798 Рік тому

    Mpunga yesintu sawubona ndicela ukubuza xa u mama wakho kodwa kudala washona ngo 2011 Kodwa umphuphe engcwatya kwakhona ngoku

  • @vuyox
    @vuyox Рік тому

    Camagwini bantsundu!

  • @Park24-jl2qs
    @Park24-jl2qs 10 місяців тому

    Mina Nanking nje khulele komalume zalelwe khona yebk umama usasina kodwa vhka lento yokuthi angikhishwanga komalume ngapha nabasekhaya bayangidinga sebeyabanga manje

  • @refiloezwane2329
    @refiloezwane2329 Рік тому +1

    Tjo Ave ningibamba ngiyanithanda MaKhehla, keep it up

  • @amenmlitwa3120
    @amenmlitwa3120 Рік тому

    Besesithi nje impuungaaaaaa

  • @mlungiselelidyantyi8153
    @mlungiselelidyantyi8153 Рік тому

    Njengenjwayelo kuyafundisa, thank you

  • @bonisiwendlovu9607
    @bonisiwendlovu9607 Рік тому

    👏👏hai Makhehla...ngibheme ngyakholwa ke namhlanje 🙆...

  • @user-ki1ur1fm4w
    @user-ki1ur1fm4w 5 місяців тому

    Thokozani ngicela ukubuza ngiyintombazane,nginemimoya,kumele ngenzenjani uma ngifuna ukulungisa izinto zam abasekho omalume sizani bo

  • @b-annm5571
    @b-annm5571 Рік тому +3

    Beautiful content as Always... The transaction between the two families/hands is really interesting and I have learned so much from this vlog .. 🕯️🕯️🕯️, regards Always 😇❤️💞

  • @Zazi_ubuwena
    @Zazi_ubuwena Рік тому

    Inamandla lendaba siyabonga

  • @sibonisontanda1394
    @sibonisontanda1394 Рік тому

    Ei najuuuuula...!

  • @NYANGA75
    @NYANGA75 2 місяці тому

    Ay kodwa ubuzanakahle mzukulu kamaPholoba

  • @maybyncube4350
    @maybyncube4350 Рік тому

    Lenkulumo kaMazibuko inesiqgi futhi iyawahlunga amakhoba bese kusala okuyikho🙏🏻🙏🏻🙏🏻

  • @SakhileZiqubu-ij3ut
    @SakhileZiqubu-ij3ut Рік тому

    Inamandla yerrr

  • @brianbantwini4561
    @brianbantwini4561 Рік тому

    Hay hay ngiyanivuma bo mkhulu

  • @nms3325
    @nms3325 Рік тому +1

    Ngibonge Mkhulu … bengicela ukwazi ukhut uma umlanjwane njenge ntsiwa … unganawo umsamo ughanelwa kuphi? Uwandisa uMuzi kabani? Bese izingane zakho osuyishiye emhlabeni uba yithongo noma idlozi elinjani kubona bakubizela kuwo yini lomsamo wena ubungayona inxenye yawo noma kanjani ? Ngyabonga

  • @vumilemadlala9540
    @vumilemadlala9540 Рік тому

    Eish ngyathinteka

  • @scowshelembe237
    @scowshelembe237 Рік тому

    Eii iyangthinta lenkulumo mpunga...mina ngakhishwa ithongo ngayothwasa kuthe sengphumile entwaseni ngasebenza ngisebenzela ekhaya u dadewabo mama wathi ngisebenza ngethongo lakubo ekhaya ngalintshontsha engikhuluma kabi nakubantu namanje lento iyangihlukumeza ngoba njalo mangiphumelela uyalwa ngisho ngilotsholwa wayefuna izinkomo zize kuyena nakomalume wasixosha sonke esiswini sikamama kanti nomalume bayamsaba bezwa ngaye eii kunzima bantwana bethongo

  • @Park24-jl2qs
    @Park24-jl2qs 10 місяців тому

    Umsizi luthuli lona ngyazama hlanganisa but still ngathi akulungi

  • @sifisonkosi6375
    @sifisonkosi6375 Рік тому

    Aaaaay Makhehla nayithinta indaba,okhuyona uma umlanjwana uyahlupheka impela ngoba uhleze ubangwa amathongo.. ....

  • @lbesa2041
    @lbesa2041 Рік тому

    Bengiyishalazel le video kodwa angizsoli ngokuyi bhuka ,,
    Eiy ziyakhal lapha emhlaben

  • @lunganizitulele689
    @lunganizitulele689 Рік тому

    Ake ngithi impunga 😊😊

  • @davidmdluli_mbambo
    @davidmdluli_mbambo Рік тому

    Ngiyaqala ukuzwa kuchawa kanje...

  • @jacknkosi8309
    @jacknkosi8309 Рік тому

    Lento ijulile impela yazi mina ngangizama ukulungisa inkinga ngayo kohlola kwafikwa kwathiwa Fanele ngenze imbuzi komalume ngizikhiphe khona ngikutshela ukuthi sathi sesilungiselela ukwenza lomsebenzi ugogo wami wavele wawa wakhihliza amagwebu wacishe washona mephindela kohlola kwenye indawo kwathiwa bayakhala abantu abangasekho ngalento ezoyenza

  • @zamamgabisa5090
    @zamamgabisa5090 Рік тому +1

    Thokozani bomkhulu ndicelukubuza uma kuwukuthi umama ushadile but mina ngikhulele komalume manje ndiye ekhaya sendimdala manje kunesikhathi la ifamily ndiyanuka so and ekhaya kuhlala kuneyinkulumo eziningi manje angizwani naleyonto mina so ndizama ukubabonisa abanye abezwa lutho bazonda umama bathi uyathakatha.

  • @mandisahlabisa7705
    @mandisahlabisa7705 Рік тому

    i-data alilona inkinga makhehla, thina sikwazi ukubuka podcast kaKing-David into edlala 3 hours singanakile ngenxa yokuthi lokhu okusuke kukhulunywa ngakho kubalulekile.

  • @thobilemkhize9807
    @thobilemkhize9807 Рік тому

    Ngiyanizwa,bengicela ukubuza ukth Uma Ku Gogo ke ozala mawakho ongafun kulungisa izinto,engafun ngisho nizokwenza izinto ngoba asikhishwanga ,kodw futh uyabona ukth akazimisele ngokuth akhiphe umah into enjalo yenziwa njani

  • @Mbaliez18
    @Mbaliez18 9 місяців тому

    Ngifisa sengathi uMalume wami engayibona leVideo... Uhlezi engilwisa ethi angsiyena owalaykhaya. Angsazi manje.

  • @user-uv9yq7vb2n
    @user-uv9yq7vb2n 6 місяців тому

    ubonangani ukuthi ithogo livumile

  • @tholakelephyllismadondo8989

    Uma ngabe ngikhulele komalume kodwa futhi abasekho omalume. Ubani ozongiyela emsamo

  • @Styl846
    @Styl846 Рік тому

    Mpunga!!

  • @siyabongagumede4870
    @siyabongagumede4870 Рік тому

    Mina ngiphethwe komalume kodwa uma wami washada kodwa izinto zami kakhulu zikomalume.kufanele kume kanjani

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 Рік тому +7

    Thanks for the great content 🙏🏽

  • @ognamism
    @ognamism Рік тому

    Ay lana nidle amaningi esakeni hlezi vese niza noswidi kodwa la ay kuvuma mina ekugcineni😅🔥

  • @NtsamaengMatuna-vb5uh
    @NtsamaengMatuna-vb5uh Рік тому

    🙏🙏😍

  • @zithobilepatrick2499
    @zithobilepatrick2499 Рік тому

    Sibingelele Mfo Kmbanjwa,ayihlangani lento ekhulunywa ulobaba...akaphindele emuva ayokwenza iresearch yakhe kahle ngaloludaba ngoba uyabheda manje.

  • @zinhledlamini4587
    @zinhledlamini4587 Рік тому

    Cha nikhuluma ngami nobaba wam and ningishaya ngiphakathi Kwande Makhehla anisibekele amathonga

  • @sleendlovu5393
    @sleendlovu5393 Рік тому

    Part 3 - Please 🙏

  • @benefict1
    @benefict1 Рік тому

    Nangenza ngafisa ukuxoxa ngami ,nihamba ngakho

  • @andilemsomi5144
    @andilemsomi5144 Рік тому

    👌🏽👌🏽

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Рік тому

    Impungaaaaaa.

  • @errolworldwide7589
    @errolworldwide7589 Рік тому

    Aniyihlube Bo Mkhulu

  • @thandazileshange2282
    @thandazileshange2282 Рік тому

    Ngempela omalume bayaxaka ,ihlane lona linjani uma ngisebenzisa lona kunomfula uma ngingumshana

  • @smangelemasengemu8350
    @smangelemasengemu8350 Рік тому

    Ithongo langicela ukuthi ngenze umsebenzi wokungena esbongweni ngokuphelele ngacela umalume ukuthi angishisele impepho angisize, wangithengela imbuzi emnyama, wangifaka isphandla esandleni esiwrong eyi waphambanisa izinkomishi. Yacwila yonke imali yami so nje ngiwazi kahle umona kamalume😪😪🤦‍♀️

  • @southafrica2074
    @southafrica2074 Рік тому

    Hai, madoda naze nayibeka indaba ekudala ingidla ingiqeda, ngingaphenduleki. Isimo senu sifana ngqo nesami. Ngisacela nibuyise i part 3 maduze. Sesisabiswa ngenhlupheko, ukuvalela kwenhlanhla, umsebenzi, uthando nangokufa imbala. Siphoqwa ukuthi samukele izikhwama/umoya ongacaci kahle.

  • @xolanimtambo7532
    @xolanimtambo7532 Рік тому

    Mpunga kunento owayisho ngithi mhlampe kwezinye kwezingcwadi zakho mayelana nakuphuma komalume ethi okunye ukubhedisa lokhu ukuthi uya esibongweni sakho mhlampe ubaba wakho wake wakuphika, Lelo cala alihlawuliwe, uya kini kanti uzisa wena Ngamandla owaphiwe ngabako malume

  • @nokwandamaqhubela3171
    @nokwandamaqhubela3171 Рік тому

    Aybo naze najula.Ngyathoba.Mazibuko isegazini kuye lento uyayiphila.uyajula .naye uyinqolobane.impuuuuunga

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 Рік тому

    Manje mkhulu Uma ukhulele phansi komsamo wankini kobaba ungayenzelwanga lutho komalume wenza njani?

  • @AbelM123
    @AbelM123 Рік тому

    Mkhulu Impunga when is part 3 coming? Selindile with patience....

  • @thamigumede664
    @thamigumede664 Рік тому

    Ijulile inkulumo

  • @nkululekosihlangu5608
    @nkululekosihlangu5608 Рік тому

    NgiyayiThanda Infundiso Bo Mkhulu

  • @yekayoka8818
    @yekayoka8818 Рік тому

    Ay ay izandla zidlula ikhanda asibonge Madoda impela nayihlokoza isemgodini yaze yaveza ikhanda ey nithinta izinto ezinzima impela ayikho edlula le channel iMpungah!!!

    • @mazikode1389
      @mazikode1389 Рік тому

      Kusho u Genesis ibhayibheli ngokwenkolo not uNkulunkulu uqobo

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29.

  • @mandlangobese1479
    @mandlangobese1479 Рік тому

    Ngicela ukubuza lana kini nina beMpunga ukuthi uma umshana naye mayewaohinda wathola ingane eyitholela khona ekhaya komalume kumiswa kanjani ewumshana naye aphinde athole ingane khona lana kezongane zibizwa ngani zeziwanjani.
    Ngingajabula ukuthola impendulo kulombuzo wami, Ngyabonga.

    • @nomfundongobese7076
      @nomfundongobese7076 Рік тому

      Wabuza kahle bafo cela basichazele nami inkinga yami ileyo ngoba umntanami ngimtholele komalume

    • @mandlangobese1479
      @mandlangobese1479 Рік тому +1

      Izinto ezenzakalayo lezi manje wena wakoXongo manje imibuzo ekufabele siyibuze lena sebeqhamukile bona nolwazi azincelise nathi

  • @khanyisasduna8238
    @khanyisasduna8238 Рік тому

    Uma ukuthi ziyakushaya la komalume??
    Ai cha mina abantu bakomama bayizitha kimi, ngize ngizowenza lowo msebenzi wophuma komalume sebeshilo nje ogogo , sengathi kungahamba kahle nkulunkulu aze angikhumbule ngoba ngenza ngoba kusho zalukazi zasekhaya kobaba !!

  • @busisiweluthuli6066
    @busisiweluthuli6066 Рік тому

    nginenkinga kamalume ayuiiiiiii akafuni lutho selokhu ngazalwa akaze ngashiselwa impepho mna I'm now 23 years old angikaze ngenzelwe ngisho umcimbi owodwa njengomtwana wentombazane osazigcinile ngisho sengigulela ukufa kuthiwe ikhambi lisemsamu ayuiiiiiii konke kuphunyuka ngikphetha kumnyama😭😭😭😭😭😭 okubhlungu kakhulu ekhaya kobaba angikwazi umama walahlwa ubaba ngisagoqwa badibana emajalidini ayiiiiii kunzima akulungi lutho ngike ngifise nokuthatha impilo yami

  • @zalo9966
    @zalo9966 Рік тому

    cela ukubuza ukuthi uma ubaba wakho wakuphika kwenziwa njani uma kukanjalo ?

  • @shadrackchika2335
    @shadrackchika2335 Рік тому

    Thokzane what if omalume sebashonile bonke

  • @mlungisijali9562
    @mlungisijali9562 Рік тому

    SENGIFISA NJE UKUHLALA NANI PHANSI SIXOXE NJE IKAKHULUKAZI NGINILALELE KWAZISE PHELA MANIHKANGENE NIVELE NINGIKHUPHULE M

  • @nhlanhlatreasurenkosiking8372

    Mkhulu, makube ugogo ukhulele khabo babakhe angahlawulwanga kodwa angazi ngoba umamakhe washona aseyingane (2years), afike azale Ingane yentombi, izale abazukulu, labazukulu ba-belonga kuphi?

  • @Mrmkhize1
    @Mrmkhize1 Рік тому

    Yebo madoda iyazwakala indaba kamshana manje uma umshana wesifazane ebanengane la ekhaya mese umalume eseba umkhulu leyongane kahle kahle yona kufanele ikhulunyelwe ubani or kwenziwa njani uma ubaba wengane esiwumzukulu kamalume eyifuna...

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 Рік тому

      Waze wayiveka Gcwabe,lezinsizwa aziyibukisisi lento,akekho umlanjwana womlanjwana bakwethu.

  • @zimfanelezonken4855
    @zimfanelezonken4855 Рік тому

    Mina ngicela wenze I live la ku UA-cam, khona zo address kahle Ama questions ethu baba

  • @makhuphukamnguni9782
    @makhuphukamnguni9782 Рік тому

    NOOO WHY DID YOU CUT AT 31 MINUTES!!!!😭😭😭😭😭

  • @malizokhumalo2472
    @malizokhumalo2472 Рік тому

    Izandla zidlula ikhanda bomkhulu benikhuluma nami lapha kusukela ekuqaleni kuze kufike ekugcineni asbonge nje kwande baphile abantu!🙏🏾🙌🏽🙌🏽💯

  • @sandilezulu3973
    @sandilezulu3973 Рік тому

    Nashaya komalume banomona abantu ngisho bengazi lutho uthi uyabasiza ngolwazi bavala amasango