Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
This man is walking library. He must be protected at all costs
Ujimile Mpunga
Uyinkunzi yohlobo mfoka Mbanjwa, siyabonga kwiMpunga Yesintu🙏🙏🙏🙏🔥🔥🔥
Ume njalo mpunga yesintu siyaphela ngawe nduna kandaba🙌🙌🙌
Umfanekiso oqoshiwe imtholile umnikaz
Yezwakala syabonga Mpunga
Haah! Ngiyabonga kakhulu ngolwazi olujule kangaka. Izincwadi zitholakala kweziphi izitolo. Wonke umuntu kufuneka azazi imvelaphi yakhe.
Syabonga kakhulu ukuthi uythinte le ndaba mkhulu... Manje kuyenzeka nje ngoba kushiwo kimi ukuthi kufanele uze ubize usbongo sakubo ka malo ngisho kthiwa wapheleliswa wagcagca kwaqedwa.
Dankie baba
Uma uzalwa intombi kodwa wakhulela kini ubaba wakho engakulobalanga wenzanjani
Mpungaaa !! Washaya baba mabengasekho omalume nabazali kwenziwa njani esimweni esikanjalo mpunga ngoba izinkinga ziyaqhubeka
Mpunga Yesintu, Ngithi mina angibonge ngaleshaneli yakho, ziningi kakhulu izinto esengizifundile, ezinye zezinto uthole nokuthi nobaba wami ongizalayo akazazi kepha mina sengizincelile kuleshaneli.......Qhubeka usikhulise mshana wako Fuze..........
Sawubona bhuti Mlekeleli Mbanjwa. Siyabonga kakhulu ngencazelo mayelana nesihloko yomntwana oyingane yakomalume. Bengicela ukuba uke usiphe incazelo mayelana nesihloko esiyobe sidalula ngomntwana ozalwe abazali abangagcagcanga ngokuphelele. Ngiyafisa ukuba nokuqonda mayelana nalesi sihloko nokuthi yini ekumele yenziwe umangane uzithola ungumntwana otholakele ngaphansi kwaleso simo. Ngiyabonga.
Ulobile ngaso ezincadini zakhe
@@sizwevincentnxumalo1639Ngiyabonga bhuti. Iyona yiphi incwadi, ezincwadini zakhe la aqwashisa ngaso isihloko engibuze ngaso?
@@hopencayiyana1040 Sithin' isintu?
🙏🏿
Kyacaca ukuthi umuntu kumele ayophelela eMphelandaba!
Siyabonga kumpunga yesintu ukusivula amehlo kuloku besingakwazi
Siyabonga mkhulu ngcobo,ngyakuzwa mina kahle kakhulu👏
Very deep Mphungaaaaa and powerful syabonga
Mkhulu, Aaaiiii,Siyathokoza am out of words ,makwande, kukhanye
ay wabeka yacaca nginaleyo nkinga ngibiza sibongo sakobaba kodwa ngibhekwe salukazi sakomalume ay ziningi inkinga fisa ngisho shistha isibongo
Kuyezwakala
Mmmm Khathini siyabonga ngolwazi olumtoti.
Mkhulu mina uma ngiyohlola kuthiwa ugogo ozala umama kuthiwa ukhala uthi anginandaba naye kuchazani loko
Ngiyabingelela Mpunga..Eyami iyaxaka indaba..uzithola uyivezandlebe ukhulele la umawakho enganele khona uthole mandle ukuthi awusiyena wakhona utshelwe uphahla wrong abakubabawakho ongamazi bakwembethe and Kumele uthwase ugogo wakulobaba ongamazi uyixazulula Njani into enjalo nempilo ibambekile..
Siyabonga Mpunga, uchaza ukuthi njengoba sengizoba neminyaka engamashumi amathathu nantathu, noma ubaba angagcina esukumile ngelinye ilanga ngiyohlala ngiyingane yakomalume?
🤟imfihlo leyo n ijulile
Uyinkunz Bhut🙌
Akwande Mpungaa ngolwaz osipha lona sengathi abadala bengalokhu bekupha ulwazi
Yey baba ngibhekene naleyonkinga kuyimanje
🤝🏾 🤝🏾 🤝🏾Nazoke
Siyabong ukusicacise ngezinto ozishoyo mpunga
Lesihloko siqondene nami ngqo Mpunga. Nikuphi nendawo uma ngifuna ukuza from eGoli sizoxoxa ngami. kufanele ngenze iappointment na. Thokoza
Ekesilinde
Yikho uthola into oyifisayo iphelela endleleni yizinto ezinjalo kanto
Sorry unjani mpunga yesintu
Wiqhawe mfoka mbanjwa syabonga isizwe uyasakha
Thokoza kakhulu ngiyabonga ulwazi olungaka 🙏
Ngiyabingelela kuMpunga Yesintu, nasi isimo lapha. UMkhulu wami, uBaba kaMama uzalwa uBaba wakaNhlapho, kodwa wakhulela kwaNkosi lapho umama wakhe ayendele khona (anginasiqiniseko ukuthi wayegcagcile ngokuphelele kwaNkosi noma cha). Mina ke ngazalelwa ekhabomama. Ngalesosikhathi, kwakusetshenziswa isibongo sakwaNkosi. Ngeshwa, isibongo esikumazisi wami esakaKubheka (okuyiphutha elenziwa umama wami). Ngenhlanhla azange ngikhulele kwaKubheka futhi akukho nhlawulo nembeleko eyenziwa kwaKubheka. Ngithole nje kungekudala kakhulu ukuthi kahle kahle ubaba wami wakaMsibi. Kwenzekile ke ukuthi ngenze iphutha ngagcina sengizibandakanye ezintweni zakwaMsibi kanti usengakaqedi ukulungisa izinto. Kuvele kwabheda izinto ke ngase ngishaywa unembeza ongenze ngasola ukuthi ngathi Abadala bakhabomama abathokozile ngokuzibandakanya kwami ezintweni zakaMsibi. Ngithe mangiyohlola kwashiwo ukuthi vele uMkhulu ophethe impilo yami ucasukile. Kodwa into engididile ukuthi ngithe uma ngibuza ukuthi uMkhulu bani, kwahlolwa kwavela ukuthi uMkhulu wakaNkosi lona owakhulisa uMkhulu wami ozala uMama.Bengicabanga ukuthi wenza iphutha ngaphinda ngambuzisisa loMelaphi wabuza futhi impendulo yabuya ithi loMkhulu wakaNkosi. Umbuzo wami uthi ke, into enjalo iyenzeka na futhi yenzeka kanjani? Ngiyabonga!!
👼🏿🤴🏿🙏🏿👏🏿👏🏿👏🏿IMPUNGAAAA
Nduna ka ndaba khehla lama khehla
Yhe Mpunga yeSintu uthini xa uthi Ukugeqa amagula 🤣🤣🙈
Uqonde ukuthi akangakhothuluzi lonke ulwazi analo noma akangakhulumi kuze kwedlulele.
@@IqhaweLemveloOfficial ngyabonga ngempendulo nami bengingazi
@@sibusisomkwananzimkwananzi640 Kubonga mina, mtakababa🤝.
Kunjani kodwa mnewe2 ayike namhlanje ukhuluma nami uqobo futhi ngiyabona ungicuphile ngiyeza lapho emphela ndaba insizwa iyojuluka igazi.
🙌
Ukhuluma nami
Siyabonga Mpunga, mmm engabe umunt angazi kanjan ukuth iliphi iThongo elaphakama ngenkath ezalwa
Ngake ngezwa impendulo ethi ngaleskhathi uphahlile wakhuluma nalo neliThonga elalethwa ukugada impilo yakho,ngaleskhathi kubuya impendulo yalokhu bewukubuza kuyaye kucace ukuthi ilethwa oyisalukazi Noma iKhehla.phindake uphahle ulicele ukuba lizazise kuwena ukuze nangelinye ilanga uyokwazi ukuthi ukhuluma nobani.
@@sybongawiseman7565 Wow ngyabonga, makes perfect sense. Into nje mina akubuyi lutho noma ngiphahlile, i guess kunenkinga ekhona...
Siyabonga Mpunga ngolwazi. Ngicela ukubuza, uma uphahla ungazibiza zombili izibongo, sakabo mama kanye nesakabo baba uma abazali bengagcagcile
Uzibiza zonke zosithupha kodwa uhambisa esakomame kuqala, esakubo khokhokazi wakhona, nesikagogo wakhona ngaphambi kokuwelela kwabakini
@@sizwevincentnxumalo1639 ngiyabonga Nxumalo
Mpunga yesintu ngicela ukubuza uma kuvela ukuthi ubangwa zidalwa .vele ngiyazi ukuthi ubaba akaphelelisanga izimfanelo ngikuthatha umama. Manje inkinga ukuthi umama usesindisiwe akavumi sibuyele ekhaya kubo ukuze sihlawule amacala kababa. Ngenzenjani Mpunga ngixakekile akukungilutho ngempiloyami .
Sawubona Mpunga yesintu nginenkinga umama wami wagana wabese uyahlukana nobaba lo owayegane naye wabese ehlangana no baba wami kwavela mina kodwa uma ngihamba ebantwini besintu kuthiwa kumele ngisebenzise isibongo sakubo mama
Mageba ngiyojabula uma Impunga ingahle yenze lombuzo wakho ube yisihloko akhuluma ngaso kumfanekiso olandelayo ukuze nathi sizoncela ulwazi........
Kujulile kodwa hhmmm !! Impunga!!!
Ukukhulela ekhaya komama bekungelula mfowethu, siyaxhashazwa ngoba bayazi ukuthi akekho owasekhaya ngqo ozo-selekelela. Silusiswa izinkomo(zibe zibuka iyngane zakomama), siyedelelwa ngoba kwaziwa ukuthi asinabani, kukhona nokucwasa(favouritism) etc. Senze njan maseku nje msakazi? Ngoba Uma uzama nokubeka iynkinga onazo kuhlekiswa ngathi(kuphuzwa ngathi itiye)..... Senze njan singabashana?
Sawubona Mpunga yesintu ngicela ukubuza ukuthi njengoba mina ngi yingane yakomalume nje ngingawuvusa yini umuzi ka gogo wam
Thola izincwadi zakhe ubhalile ngalesi sihloko
16views in 6 minutes.ay niyashesha baf2 anosilinda 😅
Ngicela ukubuza uma ngise goli ngikuthola kanjani Mpunga yesintu noma kuzomele ngize e thekwini na
Mthinte ngocingo
kekekekekeke
Nduna kaNdaba ngicela izeluleko sakho lapha. Ngikubhalelile lapha kufacebook ngisacela Nduna makufonela alungeni ucingo
Thokoza mkhulu ngicela ukbuza ukt kukup nendawo Emphelandaba?
Kuyacaca bhuti kodwa akengibuze umake ekhayabomama sebasindiswa omalume kungamele umise lankani odabeni hlambe lesthebe?
Impunga🙌🙌👏.Kwenziwa njani Mkhulu uma ingane itholakale ngenxa yokuphinga kwa Nina oganile wakhuleliswa omunye oweslisa? Leyo ngane eyakuphi? Ingasizakala kuphi uma idinga ukulungisa?
Bake bathi yilongwe lelo, leyo ngane ithathwa njengokuthi eyalapho unina egcagcele khona. Kodwa angingandi kakhulu ngoba kungenzeka ngiyanhlanhlatha
@@msawenkosinyuswa3161 Ngiyabonga kakhulu kodwa uma uBaba wengane ekhona ephila futhi naye azimisele ukulungisa ingane kungenziwa njani
@@balungilenomondesanelisiwe8801 ake silinde abanolwazi oluthe thuthu kodwa nje bake bathi abanye ngisho angaphila uyise (biological father) akanakwenza lutho ngaleyo ngane ngoba ngokwethongo ingeyalapho unina egcagcele khona more especially uma ethelwe ngenyongo
@@msawenkosinyuswa3161 Ngiyabonga kakhulu. Izoxoxwa kagconywana ngoba uNina wayeshade umshado omhlophe kuphela ongena nyogo. Ngiyabonga ukulalela nokuphendula
Please help me iyahlawulwa yini intombi kabili? Uma ihlawulwa ihlawolwa kanjani ngoba sengike ngayihlawula ngezinkomo ezimbili nembuzi🙌
Yebo uyayihlawula yonke ingane uze ube uyalobola. Kodwa uma kungasesiyo ingane yokuqala ukhipha inkomo uyephulwa uma sekulotsholwa
@@sizwevincentnxumalo1639 thank you my brother
Mina Nduna kaNdaba impilo inzima ngizofeyila kakhulu enyuvesi akufundeki kubanolaka makufanele ngifundeSengizame konke ngamisa gobongo ngaphothula ngaya ezimpophomeni ngaba namajazi okuthandaza ngagcaba Bathi ngibangwa izidalwa. Ngazalwa emshadweni. Ubaba walobola ngezinkomo ezi extra zaba u 18 Because seven wabe umithi kwezu11. Ubaba wasewudikila umshado Kodwa ogogo bazama ukwakha bashada kunzima. Umama washada esemumethe bathi omalume akahlawule wathi nabo abakhiphe izinkomo zakhe eziw7 Bama kanjalo up until kumina akufundeki ngiyagula enyuvesi ngikhohlwa kwasani ngifikelwa isibibithwane bathi izinhlambuluko Sizamile ukubahlanganisa babà no omalume kodwa akekho ofuna ukugoba. Umalume wanqaba ukusihlawula nobaba uthi akakhiphe 7 abawudlayo bese eyahlawulaManje mina Nduna kaNdaba ngezenjani ukuze ngiphumele kufundeke amadlozi angalwi ngami
Awzame u dr vvo mkhize
@@velijali4380 Ngiyabonga kakhulu MaJali cha ngizomzama
Ikephi emphelandaba mpunga?
Ema office ekutholakala kuwo Impunga
Mpunga uyakwazi yini ukwenza umsebenzi wembuzi oqondene nomuntu wesifazane usebenzisa imbuzi yeduna(Intondolo)kwemukeleke lokhu okwenzayo,mhlampe inkinga isekutheni awuyitholi eyesikazi onazo esbayeni zimithi kodwa kumele ugcine lokhu okmele ukugcine?
Uyakwaz. Uyabuthenga ubulili bayo uphinde ukuchaze impepheni
@@sizwevincentnxumalo1639 ngisacela ungibeke esthombeni ekuthaneni ubuthenga kanjani ubulili bayo,mhlampe if kukhona okukhiphayo
This man is walking library. He must be protected at all costs
Ujimile Mpunga
Uyinkunzi yohlobo mfoka Mbanjwa, siyabonga kwiMpunga Yesintu🙏🙏🙏🙏🔥🔥🔥
Ume njalo mpunga yesintu siyaphela ngawe nduna kandaba🙌🙌🙌
Umfanekiso oqoshiwe imtholile umnikaz
Yezwakala syabonga Mpunga
Haah! Ngiyabonga kakhulu ngolwazi olujule kangaka. Izincwadi zitholakala kweziphi izitolo. Wonke umuntu kufuneka azazi imvelaphi yakhe.
Syabonga kakhulu ukuthi uythinte le ndaba mkhulu... Manje kuyenzeka nje ngoba kushiwo kimi ukuthi kufanele uze ubize usbongo sakubo ka malo ngisho kthiwa wapheleliswa wagcagca kwaqedwa.
Dankie baba
Uma uzalwa intombi kodwa wakhulela kini ubaba wakho engakulobalanga wenzanjani
Mpungaaa !! Washaya baba mabengasekho omalume nabazali kwenziwa njani esimweni esikanjalo mpunga ngoba izinkinga ziyaqhubeka
Mpunga Yesintu, Ngithi mina angibonge ngaleshaneli yakho, ziningi kakhulu izinto esengizifundile, ezinye zezinto uthole nokuthi nobaba wami ongizalayo akazazi kepha mina sengizincelile kuleshaneli.......Qhubeka usikhulise mshana wako Fuze..........
Sawubona bhuti Mlekeleli Mbanjwa. Siyabonga kakhulu ngencazelo mayelana nesihloko yomntwana oyingane yakomalume. Bengicela ukuba uke usiphe incazelo mayelana nesihloko esiyobe sidalula ngomntwana ozalwe abazali abangagcagcanga ngokuphelele. Ngiyafisa ukuba nokuqonda mayelana nalesi sihloko nokuthi yini ekumele yenziwe umangane uzithola ungumntwana otholakele ngaphansi kwaleso simo. Ngiyabonga.
Ulobile ngaso ezincadini zakhe
@@sizwevincentnxumalo1639Ngiyabonga bhuti. Iyona yiphi incwadi, ezincwadini zakhe la aqwashisa ngaso isihloko engibuze ngaso?
@@hopencayiyana1040 Sithin' isintu?
🙏🏿
Kyacaca ukuthi umuntu kumele ayophelela eMphelandaba!
Siyabonga kumpunga yesintu ukusivula amehlo kuloku besingakwazi
Siyabonga mkhulu ngcobo,ngyakuzwa mina kahle kakhulu👏
Very deep Mphungaaaaa and powerful syabonga
Mkhulu, Aaaiiii,Siyathokoza am out of words ,makwande, kukhanye
ay wabeka yacaca nginaleyo nkinga ngibiza sibongo sakobaba kodwa ngibhekwe salukazi sakomalume ay ziningi inkinga fisa ngisho shistha isibongo
Kuyezwakala
Mmmm Khathini siyabonga ngolwazi olumtoti.
Mkhulu mina uma ngiyohlola kuthiwa ugogo ozala umama kuthiwa ukhala uthi anginandaba naye kuchazani loko
Ngiyabingelela Mpunga..Eyami iyaxaka indaba..uzithola uyivezandlebe ukhulele la umawakho enganele khona uthole mandle ukuthi awusiyena wakhona utshelwe uphahla wrong abakubabawakho ongamazi bakwembethe and Kumele uthwase ugogo wakulobaba ongamazi uyixazulula Njani into enjalo nempilo ibambekile..
Siyabonga Mpunga, uchaza ukuthi njengoba sengizoba neminyaka engamashumi amathathu nantathu, noma ubaba angagcina esukumile ngelinye ilanga ngiyohlala ngiyingane yakomalume?
🤟imfihlo leyo n ijulile
Uyinkunz Bhut🙌
Akwande Mpungaa ngolwaz osipha lona sengathi abadala bengalokhu bekupha ulwazi
Yey baba ngibhekene naleyonkinga kuyimanje
🤝🏾 🤝🏾 🤝🏾Nazoke
Siyabong ukusicacise ngezinto ozishoyo mpunga
Lesihloko siqondene nami ngqo Mpunga. Nikuphi nendawo uma ngifuna ukuza from eGoli sizoxoxa ngami. kufanele ngenze iappointment na. Thokoza
Ekesilinde
Yikho uthola into oyifisayo iphelela endleleni yizinto ezinjalo kanto
Sorry unjani mpunga yesintu
Wiqhawe mfoka mbanjwa syabonga isizwe uyasakha
Thokoza kakhulu ngiyabonga ulwazi olungaka 🙏
Ngiyabingelela kuMpunga Yesintu, nasi isimo lapha. UMkhulu wami, uBaba kaMama uzalwa uBaba wakaNhlapho, kodwa wakhulela kwaNkosi lapho umama wakhe ayendele khona (anginasiqiniseko ukuthi wayegcagcile ngokuphelele kwaNkosi noma cha). Mina ke ngazalelwa ekhabomama. Ngalesosikhathi, kwakusetshenziswa isibongo sakwaNkosi.
Ngeshwa, isibongo esikumazisi wami esakaKubheka (okuyiphutha elenziwa umama wami). Ngenhlanhla azange ngikhulele kwaKubheka futhi akukho nhlawulo nembeleko eyenziwa kwaKubheka. Ngithole nje kungekudala kakhulu ukuthi kahle kahle ubaba wami wakaMsibi. Kwenzekile ke ukuthi ngenze iphutha ngagcina sengizibandakanye ezintweni zakwaMsibi kanti usengakaqedi ukulungisa izinto.
Kuvele kwabheda izinto ke ngase ngishaywa unembeza ongenze ngasola ukuthi ngathi Abadala bakhabomama abathokozile ngokuzibandakanya kwami ezintweni zakaMsibi. Ngithe mangiyohlola kwashiwo ukuthi vele uMkhulu ophethe impilo yami ucasukile. Kodwa into engididile ukuthi ngithe uma ngibuza ukuthi uMkhulu bani, kwahlolwa kwavela ukuthi uMkhulu wakaNkosi lona owakhulisa uMkhulu wami ozala uMama.
Bengicabanga ukuthi wenza iphutha ngaphinda ngambuzisisa loMelaphi wabuza futhi impendulo yabuya ithi loMkhulu wakaNkosi.
Umbuzo wami uthi ke, into enjalo iyenzeka na futhi yenzeka kanjani? Ngiyabonga!!
👼🏿🤴🏿🙏🏿👏🏿👏🏿👏🏿IMPUNGAAAA
Nduna ka ndaba khehla lama khehla
Yhe Mpunga yeSintu uthini xa uthi Ukugeqa amagula 🤣🤣🙈
Uqonde ukuthi akangakhothuluzi lonke ulwazi analo noma akangakhulumi kuze kwedlulele.
@@IqhaweLemveloOfficial ngyabonga ngempendulo nami bengingazi
@@sibusisomkwananzimkwananzi640 Kubonga mina, mtakababa🤝.
Kunjani kodwa mnewe2 ayike namhlanje ukhuluma nami uqobo futhi ngiyabona ungicuphile ngiyeza lapho emphela ndaba insizwa iyojuluka igazi.
🙌
Ukhuluma nami
Siyabonga Mpunga, mmm engabe umunt angazi kanjan ukuth iliphi iThongo elaphakama ngenkath ezalwa
Ngake ngezwa impendulo ethi ngaleskhathi uphahlile wakhuluma nalo neliThonga elalethwa ukugada impilo yakho,ngaleskhathi kubuya impendulo yalokhu bewukubuza kuyaye kucace ukuthi ilethwa oyisalukazi Noma iKhehla.phindake uphahle ulicele ukuba lizazise kuwena ukuze nangelinye ilanga uyokwazi ukuthi ukhuluma nobani.
@@sybongawiseman7565 Wow ngyabonga, makes perfect sense. Into nje mina akubuyi lutho noma ngiphahlile, i guess kunenkinga ekhona...
Siyabonga Mpunga ngolwazi. Ngicela ukubuza, uma uphahla ungazibiza zombili izibongo, sakabo mama kanye nesakabo baba uma abazali bengagcagcile
Uzibiza zonke zosithupha kodwa uhambisa esakomame kuqala, esakubo khokhokazi wakhona, nesikagogo wakhona ngaphambi kokuwelela kwabakini
@@sizwevincentnxumalo1639 ngiyabonga Nxumalo
Mpunga yesintu ngicela ukubuza uma kuvela ukuthi ubangwa zidalwa .vele ngiyazi ukuthi ubaba akaphelelisanga izimfanelo ngikuthatha umama. Manje inkinga ukuthi umama usesindisiwe akavumi sibuyele ekhaya kubo ukuze sihlawule amacala kababa. Ngenzenjani Mpunga ngixakekile akukungilutho ngempiloyami .
Sawubona Mpunga yesintu nginenkinga umama wami wagana wabese uyahlukana nobaba lo owayegane naye wabese ehlangana no baba wami kwavela mina kodwa uma ngihamba ebantwini besintu kuthiwa kumele ngisebenzise isibongo sakubo mama
Mageba ngiyojabula uma Impunga ingahle yenze lombuzo wakho ube yisihloko akhuluma ngaso kumfanekiso olandelayo ukuze nathi sizoncela ulwazi........
Kujulile kodwa hhmmm !! Impunga!!!
Ukukhulela ekhaya komama bekungelula mfowethu, siyaxhashazwa ngoba bayazi ukuthi akekho owasekhaya ngqo ozo-selekelela. Silusiswa izinkomo(zibe zibuka iyngane zakomama), siyedelelwa ngoba kwaziwa ukuthi asinabani, kukhona nokucwasa(favouritism) etc. Senze njan maseku nje msakazi? Ngoba Uma uzama nokubeka iynkinga onazo kuhlekiswa ngathi(kuphuzwa ngathi itiye)..... Senze njan singabashana?
Sawubona Mpunga yesintu ngicela ukubuza ukuthi njengoba mina ngi yingane yakomalume nje ngingawuvusa yini umuzi ka gogo wam
Thola izincwadi zakhe ubhalile ngalesi sihloko
16views in 6 minutes.ay niyashesha baf2 anosilinda 😅
Ngicela ukubuza uma ngise goli ngikuthola kanjani Mpunga yesintu noma kuzomele ngize e thekwini na
Mthinte ngocingo
kekekekekeke
Nduna kaNdaba ngicela izeluleko sakho lapha. Ngikubhalelile lapha kufacebook ngisacela Nduna makufonela alungeni ucingo
Thokoza mkhulu ngicela ukbuza ukt kukup nendawo Emphelandaba?
Kuyacaca bhuti kodwa akengibuze umake ekhayabomama sebasindiswa omalume kungamele umise lankani odabeni hlambe lesthebe?
Impunga🙌🙌👏.
Kwenziwa njani Mkhulu uma ingane itholakale ngenxa yokuphinga kwa Nina oganile wakhuleliswa omunye oweslisa? Leyo ngane eyakuphi? Ingasizakala kuphi uma idinga ukulungisa?
Bake bathi yilongwe lelo, leyo ngane ithathwa njengokuthi eyalapho unina egcagcele khona.
Kodwa angingandi kakhulu ngoba kungenzeka ngiyanhlanhlatha
@@msawenkosinyuswa3161 Ngiyabonga kakhulu kodwa uma uBaba wengane ekhona ephila futhi naye azimisele ukulungisa ingane kungenziwa njani
@@balungilenomondesanelisiwe8801 ake silinde abanolwazi oluthe thuthu kodwa nje bake bathi abanye ngisho angaphila uyise (biological father) akanakwenza lutho ngaleyo ngane ngoba ngokwethongo ingeyalapho unina egcagcele khona more especially uma ethelwe ngenyongo
@@msawenkosinyuswa3161 Ngiyabonga kakhulu. Izoxoxwa kagconywana ngoba uNina wayeshade umshado omhlophe kuphela ongena nyogo. Ngiyabonga ukulalela nokuphendula
Please help me iyahlawulwa yini intombi kabili? Uma ihlawulwa ihlawolwa kanjani ngoba sengike ngayihlawula ngezinkomo ezimbili nembuzi🙌
Yebo uyayihlawula yonke ingane uze ube uyalobola. Kodwa uma kungasesiyo ingane yokuqala ukhipha inkomo uyephulwa uma sekulotsholwa
@@sizwevincentnxumalo1639 thank you my brother
Mina Nduna kaNdaba impilo inzima ngizofeyila kakhulu enyuvesi akufundeki kubanolaka makufanele ngifunde
Sengizame konke ngamisa gobongo ngaphothula ngaya ezimpophomeni ngaba namajazi okuthandaza ngagcaba
Bathi ngibangwa izidalwa. Ngazalwa emshadweni. Ubaba walobola ngezinkomo ezi extra zaba u 18
Because seven wabe umithi kwezu11. Ubaba wasewudikila umshado Kodwa ogogo bazama ukwakha bashada kunzima. Umama washada esemumethe bathi omalume akahlawule wathi nabo abakhiphe izinkomo zakhe eziw7
Bama kanjalo up until kumina akufundeki ngiyagula enyuvesi ngikhohlwa kwasani ngifikelwa isibibithwane bathi izinhlambuluko
Sizamile ukubahlanganisa babà no omalume kodwa akekho ofuna ukugoba. Umalume wanqaba ukusihlawula nobaba uthi akakhiphe 7 abawudlayo bese eyahlawula
Manje mina Nduna kaNdaba ngezenjani ukuze ngiphumele kufundeke amadlozi angalwi ngami
Awzame u dr vvo mkhize
@@velijali4380
Ngiyabonga kakhulu MaJali cha ngizomzama