Ukuhlola With Dr Khehlelezi | Indaba Yesintu
Вставка
- Опубліковано 13 кві 2022
- Ngabe unezinkinga ezithinta umsamo, isilwane or you struggling ukuthola incazelo yephupho lakho?
Well ungabe usakhathazeka siyahlola namuhla with Dr Khehlelezi on Indaba Yesintu.
Mkhulu ngiyakuvuma khehla mpande yase Zimbabwe .ngila kusiprofithi sika 2022 ubunzimma bukhona E S A inhlupheko enkulu ezayo
Bless u doctor khehlelezi
Ndimamele Dr khehlelezi ndumandumani ndise Eastern Cape
I am in Pretoria Dr...I don't know how to see you.
But at the moment I am peniless but will be fine in January
I have been watching you since last week so overwhelmed by your work
Sawbona mkhulu bengicela usizo ngisetshenzwa abantu engihlala nabo endlini. Ngaqalwa ngesichitho, kumanje ngiyasebenza kodwa imali yam iphelela ezandleni. Ngiyabonga kakhulu.
Mkhulu ngiyakubusisa ngiyafisa kufika kuwe nginenkinga ngiyakuphupha kuthi uzongisiza kodwa akungeneki kuthi ngifone angibatholi abantwana sengize ngiphelelwa umthandazo ngibona ngathi ujehova ungiflathele cela ujehova angisize nami ngimthole Dr khehlelezi
Ndifunukwazi afumanekaphi amakhamba ka dr khehlelezi e East London Eastern cape
Sanibonani mkhulu no bhuti Alax lapho🙏🙏🙏
Kunzima
Dr khehlelezi hayi mavakuyeke Mkhulu uhamba wedwa unesiphiwo esikhulu esinqabile esiphilayo nawe usisebenzisa kakuhle uyabasiza abantu ngempela🙏🙏🙏
Doctor Khehlelezi ayi kulukhuni Dlozi akwenzeki lutho konke kuyabhidlika futhi amandla awekho kepha nginawo amandla but konke kuvaliwe
Hhayi wangena uKhehlelezi mani demedi
Amen mkhulu ashuuuuuuuuuuuuu
Eyi hayi abamuyeke uKhehlelezi uhambha yedwa his the boss. Ushaya khona straight
Sawubona Dr khehlelezi ngiyayafisa ukuhlola kuwe kodwa Izinto azingilungeli zimile
Have ndimbawela umkhulu apha ekuhloleni yhoo😭😭😭mara ukude ndimfuna nyani shame ndimphuphe ka thathu umkhulu but I hope one day sizodibana🙏🙏🙏
Umzala wami wahlaselwa zigebengu emzini wakhe ebuya emsebenzini wakhonjwa ngesbhamu bathatha nemoto yakhe namacard akhe bamlahla emanguza ehlathini I know ukhehlelezi angamsiza kodwa angicabangi ukuthi angakhona ukumkhokhela ngoba bathathe konke okwakhe
Doctor Kay yayenza into yakho mkhulu
U neqiniso u Dr Khehlelezi 🙏,
Amen Dr ndumandumane I wish ndingathanda hlangana nawe qha kude
Wathi khehlelezi wena, leli khehla leli
Ngicela ukuhlola abt my lyf mkhulu
Ngyalsaluta lelikhehla
Ngicela ukwazi ukuthi utholakala ndawoni apha eGoli
Ingange mpulu
Ngiyangena kulomkhumbi wakho mkhulu Nowa
Ndumandumani
Thokoza mdumaduma ngiyathand kuza kuwe mkhulu. Ngihlez ngizama mkhulu kufona egagasini kuze ngithole usizo ngiyacela Nkosi yam sehlulekile empilwen Skole mkhulu umsebenzi lut nasekhaya akumile Kahle ngiyacela mdumadumane usizo baba ngiyacela mkhulu usizo
Mkhulu ngingajabuls kakhulu uma uJehova engipha amandla nami ngelinye lamalanga ngize ngikubone
Ngicela ukubuza baba Dr khehlelezi ngine boyfriend yakwa mnisi engine ngane naye ngaphupha ngilele khona kibo boyfriend ngaphupha ubaba wakhona ngathi bekunomsebenzi khona wathi kimi lobaba wakhona ethi kimi ngisondele kuye ngizobona umsamo wakhona Kwa mnisi ukuthi benza njani ingabe kuchaza ini baba
Ay inamandla lemdoda ewuKhehlelezi hay Mkhulu ey💯🙌🙌❤
Amen ndumandumani
Cha mkhulu iqiniso ngiyafisa nami ungenzele izinto zami zilunge mkhulu inkinga Amanda anginayo kodwa uma ukhokheleka kancane kancane ngicela usizomkhulu
Yaz khona umuntu owangitshela about lamaFloods nokuty azobulala abantu abaningi but azange ngimthathe serious
Amen mkhuluuuu Ndumandumane eyadum ezizwen sihlahl somndlebe nondel mzimb mbejembeje mfaz onempandl inkosi ayiqedwa....
Sanibonani. Babu Mthiyane nabahleli ngicela Nike ningihlanganisele uDr Kay nomkhulu Mlaba bake bashiyelane inkundla besihlolela nje...
AU NDUMANDUMANE EYANDUMA EZIZWENI
Ksasa litholaka nn mkhulu khona ngibona manje..??
Ndinebadluck ndicela usizo
Mkhulu kunjalo sengiku phuphe ka 2 kodwa bengingakobi ne Mali yokufika kuwena.
Ngiyakuvuma mina mkhulu futhi amathemba wami akuwe
Sawubona mfowethu mawetu mpande ngiyafuna hlangana nawe ngizohlola ngisekapa ngingenza njani mntakababa ngushezi sbongo
Thokoza mkhulu
🙄🙄🙄🙄🙄🙄,
How does Khehlelezi be able to attend so many people?
He is a special kind... One of the most gifted person in the world
He’s has minions that do the work for him
@@mninawamavuso3816 😂😂 as for minions
@@mninawamavuso3816 awu 🤣🤣🤣🤣🤣
Ai ukhehlelezi uyisdomu,unamanga enjalo nje🙄
Isdomu uwena 😀
@@khanyisanilovemore1188 hambofun iylwane kuyena ke ,enzele uyokhipha imali emanzini nawe
Uthi awuguli nje weh sisi
Yena unamanga kodwa ke abamboni.
Mana unamanga Uma ethini mfwethu lomuntu ukude kabi nangezinga lempilo kunawe ukhulunyiswa umgolo nje ufuze kini uyahlola khehlelezi baba wohamba uyekuye uyobuya uyobuya ekutshelile izindaba zakho