BENGIPHILA NGOKUDAYISA AMA DRUGS ANGINAYO I I.D IMPILO YAMI IMILE.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 жов 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @thuleleni_tv

КОМЕНТАРІ • 70

  • @badkids7438
    @badkids7438 7 місяців тому +6

    Ungabuyeli emuva kumadrags usazoba isigwili ushade ubenomndeni uyobe usubhala umlando ngempilo yakho God bless you

  • @cebilemlambo
    @cebilemlambo 7 місяців тому +4

    Mina ngingowakwaMlambo ngingasiza ng DNA ukuze siprove ukuthi owakwethu ubhuti asizakale ngoba akekho umuntu ovele angabi nafamily sicela noAunti owamkhulisa avele plz 😢😢

    • @gugumildred9498
      @gugumildred9498 7 місяців тому

      I don't think ukuthi iDNA iyafingeka kodwa

  • @thulaniziqubu7842
    @thulaniziqubu7842 7 місяців тому +8

    Please organise counseling for him he is broken😢😢😢

  • @mandlagumede6634
    @mandlagumede6634 7 місяців тому +4

    Kwangath zingavela izihlobo zikaBafoh asizakale Sithemba Nkulunkulu kukhona konke Akanayo injabhiso Baba Nkulunkulu

  • @zinhleshandu8769
    @zinhleshandu8769 6 місяців тому

    Kodwa leli bhungu elihle kangaka Jehova ongcwele ngomusa ka Jehova zizofezeka izifiso zayo amen😊

  • @badkids7438
    @badkids7438 7 місяців тому +2

    Ndodana unkulunkulu unenjongo enhle.ngawe❤

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 7 місяців тому +4

    I wish uBhuti bebangamdedela ake. Akhale for an 1hr ngoba i can see ukuthi he is holding back . Ukukhala kuyasiza kuyehlesa ubuhlungu.

  • @nqobilenqobi3381
    @nqobilenqobi3381 7 місяців тому +5

    Waze wathwala kanzima ngizwa voice yakho nje ngath ukhala kakhulu nje ukhiphe lento ekuwe bakith Kuyezwakala ukuth uthwele kanzima 😢😢😢
    Kodwa nje impilo yakho isencuphen kube awubuzenga ubuso yaz 💔

    • @phumzilepatiencenene3025
      @phumzilepatiencenene3025 7 місяців тому

      nami ngisho njalo ukuthi ukube wafihla ubuso ay ngoba unezitori ezisabekayo 😮

  • @luluntlangulela8407
    @luluntlangulela8407 6 місяців тому +1

    Yiyani eskolweni ebefunda kuso laa agcina khona kwagrade2 banawo amarecords wakhe.

  • @jabuinnocent3486
    @jabuinnocent3486 7 місяців тому +2

    Yhoooo ngyayaz lensizwa ikwaz ngisho ukwenza amapizza...iyapheka too much

  • @shortieyende3748
    @shortieyende3748 7 місяців тому +1

    Ezinye izinto ezibuhlungu bakithi kodwa u Thixo aka muhle umuntu wakhe 😢😢😢

  • @thembisathunzi5594
    @thembisathunzi5594 6 місяців тому +1

    Kodwa beningeke nimfihle sizwe voice yakhe kuphela eish ukuphepha kwakhe nje💔

  • @NtombieNgcongo
    @NtombieNgcongo 7 місяців тому +1

    Ayikho into enzima bhuti ukthola I'd mzameleni umunt onesbongo esfana nesakhe nicele bamenzele ave kulula akhluphi

  • @wendymaya7816
    @wendymaya7816 6 місяців тому

    😢ingase ingakwazi ukwenzeka le ID uzotsho uberyt bhuti. Plz bhuti ungabuyeli kuzolunga ungumntu ozamayo kuyabonakala God bless you

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 7 місяців тому +2

    Kwanzima udaba lwa Butiza engathi angasizakala angaphindeli ebumyameni

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 7 місяців тому +1

    Ey yazi laymhlabeni kuningi nje ,yazi ukuthi lesimo obhekene naso Kunabanye ababheke nezingaphezulu kwaleyakho.

  • @BangisoAvuyile
    @BangisoAvuyile 7 місяців тому

    This is painful

  • @siphoericgumede3035
    @siphoericgumede3035 6 місяців тому +1

    Uhambo lwalensizwa lunzima, ngiyifisela inhlanhla

  • @ThandekaZinhle-d3s
    @ThandekaZinhle-d3s 19 днів тому

    ooh shame😭😭😭

  • @MaNtuli29
    @MaNtuli29 6 місяців тому

    Something's fishy here.

  • @BonkekileNdlovu
    @BonkekileNdlovu 7 місяців тому

    Eyi kwaze kwanzima. Yabuhlungu impilo yensizwa.

  • @mabeediamond2666
    @mabeediamond2666 7 місяців тому

    Eish yaze yangiphatha kabihlungu ke lendaba. Kulula masesibukela abantu phansi sehlulela singazi izingane zabantu zikhule kanjani.
    Engathi angaphumelela bandla!

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni 7 місяців тому

    Cape town is that fm dangerous😮. Lapho m here for inkomfa. Ay angihambe ngiphinde eMlazi...kungcono khona. 😅.
    No but honestly. This is so sad mfwethu i really hope you find your family. Igazi lakho. Thr pain must be unimaginable as a young man. 🙏🏽🙏🏽

  • @PhumeleleSibiya-b2z
    @PhumeleleSibiya-b2z 3 місяці тому

    Awuu mfana wami ophunyukile enkemben baleka ungabe usema and jehova une perpose ngawe phila nje kuzolunga.

  • @SlindileZamakhosi
    @SlindileZamakhosi 7 місяців тому

    Thola usizo mfowethu impilo izozameka Jehova Abe nawe ngoba uzimisele ngokushintsha😢

  • @MandieMandisa
    @MandieMandisa 7 місяців тому

    Ngaze ngabuzwa ubuhlungu bakithi sengathi ungaluthola usizo mfowethu kunzima kungabi na ID empilweni

  • @gugumildred9498
    @gugumildred9498 7 місяців тому

    Kwaze kwabuhlungu mhlambe ngoba yimuphi umuntu wakaMlambo angamsiza bakithi

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 7 місяців тому

    Mmmh sabuhlungu istory sabhuti sengathi engabathola ihlobo ne id😢

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo 7 місяців тому

    Mmm kwabuhlungu kodwa uthole abantu aba right bazokusiza nawe

  • @thandothuthani4676
    @thandothuthani4676 7 місяців тому

    mmmmmm 💔💔😭😭😭

  • @veronicapoppyndlovu5251
    @veronicapoppyndlovu5251 7 місяців тому

    This guy is not a South African he must tell the truth

    • @BulelwaNontwana
      @BulelwaNontwana 7 місяців тому

      Finally ngathola I comment efana nalento engicabangayo , uzifunela Id nje lona

  • @thokozanimabika8149
    @thokozanimabika8149 7 місяців тому

    💔😥

  • @ThandekaZinhle-d3s
    @ThandekaZinhle-d3s 19 днів тому

    ai yashitsha accent mnje

  • @noncebamthembu4415
    @noncebamthembu4415 7 місяців тому

    Kade ngicabanga ukuthi bonke bayabhema😮

  • @sethembilengidi3495
    @sethembilengidi3495 6 місяців тому

    Kodwa ubukeka enokukwesaba even voice Nange ndlela anyakaza ngaya

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 7 місяців тому

    Uyabonanje wena mdayisi mama drugs unamanga lo yi foreine akasiye umuntu wakulelizwe loluhlelo luzosiza nama foreine ukuthola ama ID 3thu

  • @sethembilengidi3495
    @sethembilengidi3495 6 місяців тому

    Jesu ndoda kadavide muhawukele
    Akathole lwe Id

  • @mbalingubeni9110
    @mbalingubeni9110 7 місяців тому

    Ai ngeke isgebengu lesi sase Maputo, ukhande istory, his accent spells foreigner. Baningi abanganawo ama phepha naye uzama indlela zokuthola citizenship

    • @cebilemlambo
      @cebilemlambo 7 місяців тому

      Sicela DNA first singoMabhedla plz ngikhona mina siyobona ukuthi owakwaMlambo ngempela yini?😅😅

    • @SiziweSangweni-eb7jp
      @SiziweSangweni-eb7jp 7 місяців тому

      Mina ngizwa ekhulumisa okwabantu base Malawi .....ngivumelana nawe uzothatha ama chance lo

  • @SarahMathebule
    @SarahMathebule 5 місяців тому

    Language is not make sure

  • @Thamimakhonza
    @Thamimakhonza 7 місяців тому +1

    Ey kotini uyawushaya mfoka mkhwanazi

  • @tenelenondumiso
    @tenelenondumiso 7 місяців тому

    His language is not make sure

  • @S_25752
    @S_25752 7 місяців тому

    Abangenelele uhulumeni kulento siyacela kakhulu athole usizo

  • @thandothuthani4676
    @thandothuthani4676 7 місяців тому

    kubuhlunguu anginamazwi uThixo uThixo abenani bhuti

  • @noziphomadondo8949
    @noziphomadondo8949 7 місяців тому

    Mina ngiyakuthanda ngicela ube ngowam sizenzele umndan wethu

  • @mmeme5861
    @mmeme5861 7 місяців тому

    Bhuti are u a South African....i don't get this story.....

    • @mbalingubeni9110
      @mbalingubeni9110 7 місяців тому +1

      Sesi dlala ama shangane. Ikwerekwere leli libaleke le emazweni that's why anganamaphepha😢

    • @mmeme5861
      @mmeme5861 7 місяців тому

      @@mbalingubeni9110 He looks Congolese nxa...birth. records....primary school....makatsho

    • @phumzilepatiencenene3025
      @phumzilepatiencenene3025 7 місяців тому

      😅😂😅😂😅😂uthi wabulala abantu

    • @mmeme5861
      @mmeme5861 7 місяців тому

      @@phumzilepatiencenene3025 He is taking chances....

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 7 місяців тому

    We have to help him with a strong prayer to get ID he can change his life😅

    • @phumzilepatiencenene3025
      @phumzilepatiencenene3025 7 місяців тому

      so why are you laughing 🙄🤔oh you can't use imojes properly 🙄mx!

  • @mosesmathebula-gm1wi
    @mosesmathebula-gm1wi 7 місяців тому

    Sorry bafo

  • @luluntlangulela8407
    @luluntlangulela8407 6 місяців тому +1

    Yiyani eskolweni ebefunda kuso laa agcina khona kwagrade2 banawo amarecords wakhe.