Futhi kufanele ngabe lobhuti uhola imali ye caregiver iphuma ka Raf imali ekhokhela umuntu omgadayo ayoyithola aze aze ikhokhela umuntu omgadayo please cc ngicela uyicela it your right brother nice mama uyifune imali he caregiver
Into ebuhlungu ukuthi Kwa public protector is useless ngeke basize, bese ummeli aba report Kwa LPC ,Raf kumele uvalwe ngoba badlala ngabantu and lo government awenzi lutho. Ukubhalela u office lika speaker naye useboshiwe, inkinga nje or abalinde ama elections uma kuphuma lo anc kubagcono ngoba abaphethe ama anc deployment.ngisho ungabhalela i office like president ngeke bamphendule. Zikhona izinumber eningasifonela kodwa angazi kanjani ngoba ngeke ngizifake la.😢😢indlela elula kodwa e costly ukuya e high court bathole i actuarial ibenzele ama calculation ukuthi i victim kumele ithole malini base befaka ama summons ngommeli, Mina ngenze njalo .
Umama should lodge a formal complaint the RAF CEO and further lodge a complaint with the Legal Practice Council against the attorney that received the funds.
Yazi LAbantu base Ref Basile yiko babadansisa bafuna ummeli abhadalwe bese bayayishera Le Mali no ummeli amaQola lo mama usazo wenza Ama affidavit angapheli they want to scam them half or Carter of that money True Bhuti mdu n kulimele lo Bhuti ubuhlungu obungaka 🤦💔💔💔
Yes abaphendule banyoluke kakhulu bagingqa makhandamakhulu behambela phezulu ngokudla inyembezi zabantu ningcolile basebenzi bakwa RAR fanele ziboshwe
Lezikhohlakali injalo nje Mr Mkwanazi uchaza kahle.
❤❤❤❤siyabonga bhuti mdu uwusizo emphakathini uyagijima kuphi nakuphi ngathi ungasizakala umndeni wakwamazibuko
Mdu maye abantu sebafa ukudla izinyembezi zabantu ingabe imikhaba yabo iseyaba ngakanani shoooo
Syabonga bhuti MDU yazi nje angathi NKULUNKULU angakugcina nosizo olunika abantu abadinga usizo.umsebenzi wakho siyawubona siyi country 👏🫡
Futhi kufanele ngabe lobhuti uhola imali ye caregiver iphuma ka Raf imali ekhokhela umuntu omgadayo ayoyithola aze aze ikhokhela umuntu omgadayo please cc ngicela uyicela it your right brother nice mama uyifune imali he caregiver
Xem Sbusiso he talks the truth ❤nina zinja nikani usbusiso imali yakhe
This guy deserves this money nkosyami, walimala mani.
Fruad... Iba right boy n uNkulunkulu akakhanyise.... Speed recovery
Bafanelwe yijele laba 😢 uyidla kanjani imali yenyembezi yoooh ave benesbindi esnenoni
Eyyy isifundiswa sonke bakithi yaphela IMPILO yakhe kodwa SIBONGA ukuthi uyaphila nje ayyy ABANTU abasenanembeza okudla izimali zabantu kodwa indaba ingaphakathi kwa RAF
Into ebuhlungu ukuthi Kwa public protector is useless ngeke basize, bese ummeli aba report Kwa LPC ,Raf kumele uvalwe ngoba badlala ngabantu and lo government awenzi lutho. Ukubhalela u office lika speaker naye useboshiwe, inkinga nje or abalinde ama elections uma kuphuma lo anc kubagcono ngoba abaphethe ama anc deployment.ngisho ungabhalela i office like president ngeke bamphendule. Zikhona izinumber eningasifonela kodwa angazi kanjani ngoba ngeke ngizifake la.😢😢indlela elula kodwa e costly ukuya e high court bathole i actuarial ibenzele ama calculation ukuthi i victim kumele ithole malini base befaka ama summons ngommeli, Mina ngenze njalo .
Hhawu kodwa bakithi ubhuti wabantu alimala kabuhlungu kangaka futhi enhloko isono emhlabeni 😔 😟
Kodwa bantu sebaphela unembeza cabanga nje umuntu ophume ingalo ayothola u 9000 bona bakha izindlu ezinkulu nobukhazikhazi bezimoto ngemali yezinyembezi bazovuna ngelinye ilanga
Ey nkosi walimala kabuhlungu ey unkulunkulu aze amubone loyommeli mbumbulu,mawakhe since esenokuwa ngicela nimthengele iHelmet ukuze lingathinteki ikhanda
Aze akhona amagundwane abolile kubameli badla uzimali zabantu abalimele bayofa bashinephi cabanga engineering namhlanje iksasa lakhe lifadalele Siya themba Thuleleleni izakuncedisa
Ubugebengu kwenziwa yibo lababantu abasebenza kuye Raf,Nami ngomunye owalimala ngafaka straight kuRaf, later lomuntu usebenza Raf wanglethela mmeli wakhe, wathi angyeke umsebenzi nganqaba cz sebenza government. Since 2019 until now bekuthule sengize ngancama ngazifunela mmeli ngokwami,kumanje ngsebusy nabo ke bebeyise koDocter ngo January.
Kunenkohlakalo enkulu emahhovisi ka RAF ibona ekumele bechaze ngalo Mmeli mbumbulu
Ngicela ningisize kwalimala ingane yami ngo July 1 yadlula emhlabeni namanje akukaboshwa muntu ukhona uhlezi yena kumnandi mina ngiyakhala ngidinga izimpendulo emaphoyiseni nakumbulali impilo kumina imile kunzima sekungaze ngithathe impilo yami
Umama should lodge a formal complaint the RAF CEO and further lodge a complaint with the Legal Practice Council against the attorney that received the funds.
Egoli ikubo kwemigulukudu mara bhuti mdu usenzan ngempela😂😂😂😂
I think in order to remedy this we must stop paying for our car registrations until RAF and govt sort this
💯 % i support that straight forward
Eyi bakwithi khona kushiwo ukhona umuntu onganesbindi sokudla imali yomuntu olimele kangaka.South Africa yeyani lenkohlakalo engaka eyani?Abantu behliswa benyuswa ngento engekho ummeli waselimpopo oqhamukapho kanti nina nifundiselwe ukuqola abantu niyabona ukuthi ulimele kanjani lomuntu fanele enzenjani maqola ezgebengu ezinomhobholo.Khiphani imali yalobhuti nikhohlakele kakhulu.😢😢 🇬🇧
Abanaluzwelo abantu emhlabeni umumele ayidle yonke imali ekubeni evele ezoyithola kanti sebefuna engakanani sengathi bengasizakala umama nomntwana
Kunzima yazi
Can this client refer to Raf in Pretoria Raf Office to Commissioner Mckhintosh Pholela he will review your case please do that Ma
Hi my friend has the same problem and what pains me is that the lower is not answering her call now please help with more information 🙏
Abantu bayigebengu bandla
Yhoooo nam ndikulo nkinga umamam ude washona imali ingekaphumi
Indaba yonakala mhla kufika lomuntu owathi uyi investigater kushuthi namnika yonke information namadocuments mhlambe nasayina nanga aka ukuthi nisayinela ini
Lelive lethu libolile bakithi . Nonembeza awusekho ngenxa yemali.
Yazi LAbantu base Ref Basile yiko babadansisa bafuna ummeli abhadalwe bese bayayishera Le Mali no ummeli amaQola lo mama usazo wenza Ama affidavit angapheli they want to scam them half or Carter of that money True Bhuti mdu n kulimele lo Bhuti ubuhlungu obungaka 🤦💔💔💔
Awu kodwa isono esingaka 🙆🏿 badla imali yomuntu olimele kangaka bakithi
Umuntu ulimele kudliwa imali yakhe bayambona ubunzima abhekene nabo kanti ngempela yini okumele yenziwe kuze abantu bakwazi kuthola lemali ngaphandle kwezi hicihici zobugebengu bakithi
Engabe ummeli ungena kanjan ungazange uye kuye nokuth obani laba ababekulanda bekulalisa emahhotela or nguye uRAF obekulanda
Nami ngimangazwa yilokho ukuthi ubani obhadala lezindleko ngaphandle ko mmeli
I hope it moving... Yooi I'm so hurted u boy must buy umhlabelo uyadayisa ema chemesi.. Aphuse...
Unyana ka cc zange ayifumane from 2001 until today lo meli zange aphinde abonakale
Siza bhuti umdu ay bakith
Akathinye abakwa law society LPC bazobabopha ayitholimali yakhe
Kwaze kwabuhlungu jehova yabona lento yabameli ngokudla izimali zabantu
U RAF uyasho lento ayidingi mmeli but kunamaqola from police nurses abaklethela laba mmeli bamanga odoti
Kwaze kwabuhlungu 😢😢😢
Kwaze kwabuhlungu
Khona nobuthakathi kulento yalomndeni ngokulimala kwalombhemu kubantu abavale izinto zabo ukuthi bangaphumeleli ngoba uma uthi uyalalela kufundekile Impela 😢😢😢😢😢🤞🏾nawe Bhuti Thuleleni kmele uqaphele bangakubulali labantu abenza Inkohlakalo ngoba ubaphenya izinqe 😢😢
💔💔💔
Bakhe izithabathaba zemizi ngemali yezinyembezi , cabanga nje umuntu ayonikwa u R9000 ephume ingalo kuphele unembeza
kodwa ngabantu bakomalume eyy
Raf naw unobugebengu njen
Bakithi ay
Celuksizakala nam 27:42
Engathi kungalunga bakithi
Bonkhe labo labadle letimali bangeke bambone Nkulunkulu. Batawusha esihogweni.. sibahlalele ..banemanga.. Ncesi make nemntfwana. Nkulunkulu utaniphendvulela..Bhuti kutawlunga....Hlalani ku Nkulunkulu..😂😂😂😂
❤
Isono😢
😢😢
😢😢😢😢
Kuyacaca lommeli obefonelwa Tuesday ethi uyamazi ubhuti waze wamchaza indlela agula ngayo,wachazelwa ilobaba owayefike kulomama. Into angayazanga eyokuthi ubhuti akakwazi ukusayina. Babanjiwe onkabi laba