Babu Mbatha ngaze ngabuthanda ubuhlakani bakho .Sengathi konke okukuhluphayo kungaphumelela God be with u .Lomkakho must go for ever ND the. Maintenance must be stopped with immediate effect .
@@sbongisenihlakaniphanNiyadlala nina aniwazi umthetho waseMzantsi ovuna abafazi, inkantolo izothi iphi imali adayise ngayo besashadile ngoba sine share kuyo. Kobe sekuphuma icourt order yokuthi akamkhokhele, mengesenayo uyobe esenzelwa igarnish order ibanjwe emholweni. Once washada nge in community of property unyile there's no potsho ongaphuma ngawo, and it's not easy ukutshela umfazi usamthanda ukuthi nizoshada nge out of community of property.
Mina ngiyafisa ukumusiza lo baba bakwethu umuntu uyamudivosa engazi finish and Klaar 2 akamubophe naye amubophele lngane amondlisa yona for 18 years if ungenaye umumeli la mzansi wenzeka islima
@@sbongisenihlakaniphanstill if ewuthenga benga divosile uzowela nasegameni lika mama nje kuncono uma ezowubhala ngomunye umuntu amethembayo bt ke akuthenjwana kulomhlaba
@@sbongisenihlakaniphanIjoooooooo Lomama is a HYENA😮 DANGEROUS 😮Such a good Husband 😮 Guluvaaa Bazaku bona Abanamehlo sathan😏 Siiiiis 👉 GOD BLESS and. keep Baba SAFE 🌻🙏♥️🖐️
Plz thuleleni umfazi Uma bedivorce angatholilutho plz part two wit wumfazi...I wish u are my stepfather coz mina I love him and respect him but he don't love me at all I wish u are my lovely father
If e disputer e court kukhona umthetho ozovuna ubaba just angiwaz bt angezwa kahle if engathola ummeli ubaba,and akafunde uku rekhoda yonke into ubaba ukuze Abe ne evidence
Sanibonaninekhaya kwaThuleleni engikwaziyo ukuthi kulomhlaba Ka Jehova akudlalwa ngomuntu owadalwa nguye umthetho omkhulu odlula yonke imithetho ezweni namacostitution uthi I cote " Thanda umakhelwane wakho njengoba uzithanda" " ungaphingi" etc Ngicela umama axolise kunkulunkulu odale lobaba nakuye ubaba lo uqobo akukho ukuxolelwa kwe zono ngale kwethuna kuthule tu😮😢🎉 ixolela kumele yenzeka khona lapho wone khona ngicela umama azenzele I favour afunde I Ten commandments thoroughly Kuwe babangithi stay humble as you are and trust in the Lord ungamzondi ugamfiseli okubi muxolele time will tell ngoba iNkosi ithanda nazo izoni ukuthi zi confess isono ziguquke and follow Jesus if Nazareth in order that you can understand your purpose God created you for his kingdom please try to dwell on him for things of this world dissappear in a wink of an eye The system will wrongfully favor her as she is awoman but the real judgement comes from the Lord I want to point out according to my vision (all institutions are closed, yes you can physically walk in but it's closed Why because no love and respect etc in them church, Courts work places, hospital, parliament etc God is love and life and all mankind must engrave that in their hearts He takes time to answer but he will someday Baba u dlalwe u Delila, Eva etc balemi😢😢 52:03 hla esiphila kuyo ngibyabonga "God bless you and all Mzansi people"
Thuleleni TV ngiythanda ngoba iza nezindaba eziyiTrue story, and ushintsho luyenzeka, okungahambi kahle kuyalunga, izimpilo zabantu ziyashintsha ..... akudlalwa skeshi la .... Keep it up the Good work bhuti Mdu🎉✊🙏
Siyabonga but MDU 🙏🙏Baba ngicela ukuthi ubolalela u buti Mdu makhethi "hamba uyoyenza i divorce or nibuyelane"i think it makes sense,ngoba inkosi mayinga kukuhumbula , everything wena baba onayo izoba heyenkosikazi wakho, thanks again buti Mdu God bless you 🙏🙏
1.)yekani ukushada in community of property 2.) yekani ukuvuma ingane without a DNA test iphuma esibhedlela 3.) Record every cent you spend on your family and children asizwe both sides, zithini ingane nonkosikazi, ngathi kudlaliwe ngalobaba...🙌
My brother refer the child to the social workers to assess the impact of the toxicity of the other family to his child so that that report can be used to protect the child from visiting the toxic environment and also he should have reported long time ago that his wife has abandoned her marriage as a result of her infidelity the proof is there in the form of DNA results,that information combined will make his case stronger I wish u well mfowethu and Thuleleni for this wonderful episode ❤
The social worker was wrong to refer this matter to social media. This is what they get paid for. I am quite disappointed that they deferred their role and left the guy whereas he went to the right door.
This is very sad and this man raised lot of valid points with regards to our law in South Africa. I am saddened that we as men especially black man are targeted by our laws. There's so much injustice to South African men. This men is hurt.
Waze wahlonipheka lobaba ngeshwa waganwa yinja what a gentleman
Wathola isigangi sokuzalwa
@@siphozulu2808. What can you expect from umfazi wase Mthwalume.? Uzokuthwala ame nje angabi nandaba.
Lobaba akafake divorce angalindi indaba yokukhokhelwa ukondla ingane engasiyo eyakhe. Uzoze avelelwe inkinga. Ngiyambona akafisi divorce but ukumbuyisa kuyingozi. Nokungabuyi futhi enga divosile khona ingozi enkulu. Kulungile ba share ingane but kube official badivosile. Uma kungenjalo, umthetho uzolokho umcindezela. Akathole abeluleki bezomthetho abameli abaqotho.
😂😂@@SifisoShange-cm5tk
Ngibona leyonto nami mfwethu ubukeka elungile lobaba
This Oldman is very wise a straight forward ❤
... What a wise old man, all the best in life old man hence it's not that easy what you're facing!!!
Oh what a wise man with a spirit of wisdom, may God bless you baba.
What a real man
Very responsible dad well done baba
He is responsible but does he deserve this?kunobaba abangenandaba nengane zabo but lokhu okwenzeka kubaba abenziwa nje.impilo inzima
Thuleleni siyacela nisivezele feedback yama client, because akusizi ukushiya singazi ngesphetho.
@@SCELOMANDA good
Please feedback ngendaba yababa Shandu
And laba angibathembi ukut bazomsiza lobaba lobhuti wethuleleni ulungekakhulu and akabe esabuya ezositshela ngesphetho
Yebo
Feed back plz
"A wise woman builds her house, but the foolish one tears it down with her own hands." - Proverbs 14:1
Yes
Kunjaaalo!
💪💪
I was once in a similar situation but I've seen the greatness of God
What a real gentleman this man is, big up to this gentleman, he id a real gentleman.
Lobaba is very brilliant and genuine
Kubuhlungu yoh😢😢
He's a lovely man
@@proudlysa774baba bophise nawe ngoba ukondlise ingane okungeyona eyakho
Ubaba knows his story everything is pure honesty
Kungcono ama date wezigameko ubaba uyawazi,,what a humble Man
This old man is a pure man🎉🎉 amongst men
This old timer is a pure gentleman no doubt
He knows his rights.....but hey it's like he is always complaining and toxic
Kodwa lobaba usengozini lomfazi mhla wathola imali uzomthengela izinkabi.
@@dikolizaskk5847 ukwazelaphi ukuthi u toxic?
No akukho njalo umuntu ongazwani nento ebhedayo lo thats all
True @@KokoNgcobo
Ngaze ngamthanda lobaba ngafisa sengathi ubaba wami❤❤❤.
lobaba uhlakaniphile nam ngyamthanda.
Ukuba umuntu uyakwazi ukuzikhethela umzali ngabe ngikhetha lobaba hhaai lesduphunga engaphiwa sona
@@samkengcobo7092uhlakaniphe uqedile
@@JNdlovuhawu Jehova 😂😂askies ngokuhleka kodwa indlela obeka ngayo ayy😂😂😂
Ncese 😢@@JNdlovu
Kunzima ngempela 😢 💔 ngathy unkulunkulu angaba nawe baba Mbatha kulesimo ohlangane naso🙏
Babu Mbatha ngaze ngabuthanda ubuhlakani bakho .Sengathi konke okukuhluphayo kungaphumelela God be with u .Lomkakho must go for ever ND the. Maintenance must be stopped with immediate effect .
You can tell that this man is an honest man
A man of integrity , he is .
Baba nawe hamba uyombophisa ngoba wondle lengane iminyaka
Ingane ngokomthetho eyakhe ngoba izalwe beshadile, the law says every child born by the mother husband is the father.
@@aurelliansithembisomgwaba6407ayisebenzi nje leyonto igazi ngelikayise ayihambe nonina uyeyisa lomama
@@aurelliansithembisomgwaba6407 false chief
Umbhedoke Indaba yokumbophisa akababulale bobathathu umfaz nezingane zakhe ezimbili bazombulala lomkhulu
@@aurelliansithembisomgwaba6407akekho umuntu okumele ondlele enye indoda ingane awukho umthetho onjalo
Mr Mbatha is a strong man ,no one can stand for this as he did ,i salute him he taught me a strong lesson 💪
Mhlazane umthetho wayeka ukucindezela amadoda neGBV iyophela
Uqinisile lapho Bafo ngivumelana nawe
Thengisa everything Tatam bese uyam Devorsa ma uqeda uthenge umuzi omutsha lomama sisgebengu
Yes akadayise umuzi athenge omunye kwenye indawo aphume ekukhulumeni
@@sbongisenihlakaniphanNiyadlala nina aniwazi umthetho waseMzantsi ovuna abafazi, inkantolo izothi iphi imali adayise ngayo besashadile ngoba sine share kuyo. Kobe sekuphuma icourt order yokuthi akamkhokhele, mengesenayo uyobe esenzelwa igarnish order ibanjwe emholweni. Once washada nge in community of property unyile there's no potsho ongaphuma ngawo, and it's not easy ukutshela umfazi usamthanda ukuthi nizoshada nge out of community of property.
Mina ngiyafisa ukumusiza lo baba bakwethu umuntu uyamudivosa engazi finish and Klaar 2 akamubophe naye amubophele lngane amondlisa yona for 18 years if ungenaye umumeli la mzansi wenzeka islima
@@sbongisenihlakaniphanstill if ewuthenga benga divosile uzowela nasegameni lika mama nje kuncono uma ezowubhala ngomunye umuntu amethembayo bt ke akuthenjwana kulomhlaba
@@sbongisenihlakaniphanIjoooooooo Lomama is a HYENA😮 DANGEROUS 😮Such a good Husband 😮 Guluvaaa Bazaku bona Abanamehlo sathan😏 Siiiiis 👉 GOD BLESS and. keep Baba SAFE 🌻🙏♥️🖐️
Intelligent and humble man
Ngisafuna ukubona umthetho ozo protector amadoda ,,,Sisekakeni
Plz thuleleni umfazi Uma bedivorce angatholilutho plz part two wit wumfazi...I wish u are my stepfather coz mina I love him and respect him but he don't love me at all I wish u are my lovely father
😢😢
😢
True
If e disputer e court kukhona umthetho ozovuna ubaba just angiwaz bt angezwa kahle if engathola ummeli ubaba,and akafunde uku rekhoda yonke into ubaba ukuze Abe ne evidence
Ubaba onomthetho❤❤❤
Change evrything on yr ownership to someone else than apply a divorce. Better to be yr mother
Get yourself a good divorce lawyer baba....The woman will forfeit izinto due to those negative results
Divorce lawyer will not help him, he should have resigned at work without her knowledge take the package and then divorce
Niyazithanda izindaba zabantu ka zi ezenu izindaba zithini@@MrMichackm
That's what i was about to say dear 😢
Uhlakaniphile baba Mbatha i clap my hands👏👏
Ukhulu ubiza umzukulu wakhe ngesfebe saseNewlands kodwa ukhohlwa esaseMthwalume esifundle esiswini sakhe.
God bless and heal you babaMbatha waqondana nesfebe nje somfazi.
Singamadoda we salute you.
Good man, strong and straight forward 👏👏👏 God bless him ❤️
Sanibona kwa thuleleni becela bandla ukuthi kubo bonke abantu bacela usizo nisibuyele imphumela yokuthi balithola yini usizo noma chabo plss
Waze wawubuza umbuzo mfe2🤝🤝
❤❤❤❤
Sanibonaninekhaya kwaThuleleni engikwaziyo ukuthi kulomhlaba Ka Jehova akudlalwa ngomuntu owadalwa nguye
umthetho omkhulu odlula yonke imithetho ezweni namacostitution uthi I cote " Thanda umakhelwane wakho njengoba uzithanda"
" ungaphingi" etc
Ngicela umama axolise kunkulunkulu odale lobaba nakuye ubaba lo uqobo
akukho ukuxolelwa kwe zono ngale kwethuna kuthule tu😮😢🎉
ixolela kumele yenzeka khona lapho wone khona
ngicela umama azenzele I favour afunde I Ten commandments thoroughly
Kuwe babangithi stay humble as you are and trust in the Lord
ungamzondi ugamfiseli okubi muxolele time will tell ngoba iNkosi ithanda nazo izoni ukuthi zi confess isono ziguquke and follow Jesus if Nazareth in order that you can understand your purpose
God created you for his kingdom
please try to dwell on him for things of this world dissappear in a wink of an eye
The system will wrongfully favor her as she is awoman but the real judgement comes from the Lord
I want to point out according to my vision (all institutions are closed, yes you can physically walk in but it's closed Why because no love and respect etc in them church, Courts work places, hospital, parliament etc
God is love and life and all mankind must engrave that in their hearts
He takes time to answer but he will someday Baba
u dlalwe u Delila, Eva etc balemi😢😢 52:03 hla esiphila kuyo
ngibyabonga "God bless you and all Mzansi people"
Kepha ungashiya ikhaya lolunedoda ecotho nemtswtfo wakhona yooh batfwana nabomake babo😢
Thuleleni TV ngiythanda ngoba iza nezindaba eziyiTrue story, and ushintsho luyenzeka, okungahambi kahle kuyalunga, izimpilo zabantu ziyashintsha ..... akudlalwa skeshi la .... Keep it up the Good work bhuti Mdu🎉✊🙏
Siyabonga but MDU 🙏🙏Baba ngicela ukuthi ubolalela u buti Mdu makhethi "hamba uyoyenza i divorce or nibuyelane"i think it makes sense,ngoba inkosi mayinga kukuhumbula , everything wena baba onayo izoba heyenkosikazi wakho, thanks again buti Mdu God bless you 🙏🙏
If they divorce unkosikazi will get 50% yezinto Zika husband
Kunzima ukuba umuntu weslisa bakithi lobaba uthwele kanzima cela nimsize bakithi a divorce angondli nje lomfazi obolile Kanye nomndeni wakhe babgcolile kakhulu
What a wiseman ubab'uMbatha .
Akujwayekil ukuthi muthandana nomuntu uthole ofana nawe munenhliyo enhle uthola usathane kunjalo nje💔
A logical and tactful man mmmm🎉
This man is principled his wisdom 👌
Ngaze ngamthanda loBaba into akayikhulumayo nje iVuthiwe
Nd ubeka kahle kuzwakala yonke into...
Ubaba oqotho umuzwa mayekhuluma nje❤
AI uqotho
Mmmmh Married in Community of Property - doti we contract 😢 mugane or uganwe isgebengu 😢😢
Yi scam sangempela
Tata yiya eHome Affairs uyotshintsha umtshato eyakho ibeyeyakho eyakhe ibeyeyakhe ukuze ubhalise ifamilly yakho for umzi wakho ne
Hambokwehlisa imali le umondla le umondla ngayo iningi kakhulu
The reasons sifa early samadoda ilesi stress saba Fazi.
This old man uyi good example kuthina esisa khula.🎉🎉🎉
What a matured man I like you
What a humble man, ngaze ngamthanda, ulimele lobaba ngaphakathi umbona noma ekhuluma ukuth he’s hurt 😢
Shandu kandaba Ngiyabonga ngendlela okhuluma udaba lwakho ngobuhlakani uMusa kaJesu ubenawe kulendlela oyi hambayo naBakini Bakuvikele
Niyabubona kodw ubuhlungu obugcwele kulolo baba ebusweni bakhe 😢😢😢ayi bantu besifazane akesilungeni nathi kodw ayingeke
😢😢😢😥😪🙌very painful shame
Ayikho I support yomfazi e South Africa (mfazi muntu ohlala naye endlini) Baba ufikha skhulume lokuningi , uhlala nengane yentombhi .
Ubaba uqotho yazi
Cha ibuhlungu siya cela asizwe uMr Mbatha nkosym 😪
Sibonga ukuhlakani bakho baba Mbatha engathi ungasizakala🙏
1.)yekani ukushada in community of property
2.) yekani ukuvuma ingane without a DNA test iphuma esibhedlela
3.) Record every cent you spend on your family and children
asizwe both sides, zithini ingane nonkosikazi, ngathi kudlaliwe ngalobaba...🙌
Faka idivorce baba,noma ungathandi kuyaphoqa
Baba waze wangi zwisa ubuhlung,lo mama kahle ufuna lo muzi ohleli kuwe siskhohlakali so mfazi esi
Very painful story
Wembokodo nzalabantu asiyekeni ukuhlukumeza amadoda lobaba uhlukumezekile 💔
Angabe esabuya ngoba ukubuya kwakhe wena uzohamba emhlabeni
Usenkingeni lobaba
My brother refer the child to the social workers to assess the impact of the toxicity of the other family to his child so that that report can be used to protect the child from visiting the toxic environment and also he should have reported long time ago that his wife has abandoned her marriage as a result of her infidelity the proof is there in the form of DNA results,that information combined will make his case stronger I wish u well mfowethu and Thuleleni for this wonderful episode ❤
Sengathi unkulunkulu engamqinisa amuphe isbindi nje akhulise izingane zakhe kahle❤
Umthetho awukho eMzansi kunzima emhlabeni ubaba akenzelwe ubulungiswa
Ku rough wona umthetho asinawo🤔
Aii awukho okwangampela,siyadwanguza nje...
DNA iw100% nje badlala ngaye loBaba akababophe usile lomama umodla kanjn nje umuntu omenze nje khohlakele lomama 18 wonke 😢
Bahlukumezekile abantu beslisa la ngaphandle😢😢😢
Ngingowesfazane
0
Kakhulu
That's why amadoda ezibulala lezi njakazi .
@@DanielBanga-li3jhwaze wa harsh mngani😂😂😂😂😂😂
Uyindoda NDABEZITHA ♥️
Yooo baba Mbatha,washada isgebengu senkosikazi,ngcono ngizishadele wena
The social worker was wrong to refer this matter to social media. This is what they get paid for. I am quite disappointed that they deferred their role and left the guy whereas he went to the right door.
the law failed here, so how would a mere social worker be above the very same law that has already failed this man..🤔
Angboni ukuth nizogcina nimsizile lobaba😢... It's sad ukuth lendaba is just published ningeke nimsize💔
Angeke bamsize...🤷 kanjani...?
What I'm seeing also😔😔
Lobhuti le show ayimfanele ulungekakhulu
Yaz nam kade ngayibona le oyishoyo bafo ulunge ngokweqile@@sbongisenihlakaniphan
@@sbongisenihlakaniphanNgivumelana nawe bafo lo uphansi kakhulu
Ngcela ukuziganela lobaba bakwethu 😊😊😊😊
Bopha umama akhokhe izindleko zakho ekondlisa ingane okungayona eyakho,bese uyamdivosa ngoba isgebengu somfazi sisakuplanela sizokubulala sisalee nezinto zakho
Uyinja lo mama ngyamzonda ngingamazi, nomthetho wase South Africa uyabacindezela abantu😢akazondli ngani yena engathi angafa nxa
Eii umthetho kuleli awukho nhlobo...
@@zanellesun1534uyajabula wena ohamba uzonda cha unenhtliziyo embi kwa wena
Hmm hhay cha amanye makhosikazi ayofa eshunqa
@GugulethuMlotshwa-1o2rj yeyyy ungaphinda ulisho mntase
This is the type of life we men are in today and our court favours women, we loose our assets and children.
Most women now divorce and demand nothing. Things have changed, as for that woman she doesn’t deserve this man. Uhlulekile ngokungaziphathi kwakhwe
This gentleman is a man to be respected, he is down to earth.
What a wonderful man. I think ubaba needs a lawyer ezomcebisa nge way forward
This is very sad and this man raised lot of valid points with regards to our law in South Africa. I am saddened that we as men especially black man are targeted by our laws. There's so much injustice to South African men. This men is hurt.
Moja love 157 uyolanda amalobola akho.
Liyabuyan ilobolo cz uyalobola liyadliwa if ufuna amalobolo kanjn cz lomunt uhlale naye iminyaka uyigibel ubusuk nemin kzamele ukukhokhele phela loko cz ubumsebenzisa ubengeyin i furniture, ubaba nj okwakhe ukufuna isondlo salengane abeyondla yonke leminyaka ungayzali gqa, okwelobolo akukwaz cz nabo bazafuna ingane yabo injengiba waythatha ngeke usakwaz ukukwenz loko
@@Zinhle-c1cha dadewethu uqinisile impela KODWA uma umfazi engaxoshwanga emzini wazihambela yena worst on this scenario WALANDWA abakubo namalobolo bayaye alandwe ngoba umfazi akaxoshwanga.
@@zakheleketeci4838 akukwazi kodwa cz bawasebenzisile njengoba kade ingane yabo isetshenziswa , usuke uzakha kodwa uthi abawathatheph uyifun kanjn into owazi kahle ukuth ayikho? Mina ngiqal la la indaba yamalobolo abuyayo ilobolo nj alibiyi cz liyadliwa Phela aliyona ivasi yokuhlobisa endlini liyadliwa , okwenziw umakoti abahlangen abamthumang
@Zinhle-c1 kodwa azozalela enye indoda emzini wami no no no my sister akusiproblem kamdala mele zibuye ziphelele 😢
@@PraiseGodDlamini-nn1pk khohlwa nj, kzamele amubuyesele aphelele naye kubo no no usemsebenzisile angithi, akusu problem yabazali, ilobolo liyadliwa alibekwa nise kakhulu nina, angith nawe ubumudla umpendulisa okweqand khokhak nawe
Bangakubulali Baba abafuna amafa thina siyakuthanda you are a real man luv conquers all
Abant besfazane ubona ngokuth bazondane nje bebodwa bengafiselan okuhle so omunye umunt ngeke bamlalele
Ngaze ngakuthsnda lobaba what a gud man
You are not alone ❤❤
Uzoba undlunkulu ngibe umamncane 😂
Ngaze ngamthanda lobaba uhlakaniphile and izinto uzihambisa legally usungambhedela nje umthetho ngelinye ilanga ngoba vele owezikhohlakali akusiwo owabantu abaqotho
Nje iqiniso,uphethwe izikhohlakali,eii ngoba futhi...
Kulukhuni ukwakha umndeni,omama kade bazivuna izingane isibonelo:bancane obaba ababengenankinga yokuthi amantombazane akhe agqoke ibhulukwe kodwa omama ibona ababevuna amantombazane.into engafunwa umama ekhaya ayenzeki kodwa efunwa ubaba iyenzeka.
Seek Kunene Attorneys they will assist you with this matter 🤞
This is the source of GBV. Okubuhlungu siqhamuka sesibiza amadoda ngezinja ngaphandle kokufuna iqiniso.
Umthetho wakulelizwe udoti
The law supports these b*tches
Aii uyabheda ngampela umthetho kuleli,asinawo...
Ei Abafazi bafa bazi😢
Baba engathi engasizakala inkosi umgcine njalo uyaphila lobaba 🙏🙏
Uyama eqinisweni,i so wish esizakale...
Ubaba udinga Legal advice, ingane lena okungeyona eyakhe isabiza yena eHomeaffairs, so uma kungenzeka noma yin unkosikazi nalengane okungeyona eyakhe are entitled to the estate kababa, lendaba kumele ayilungise aqale ngakho ukwehlukanisa nalonkosikazi
Busisiwe baba kwaze kwanzima
Emhlabeni
Kudlaliwe ngawe Mthiya, awuphephile ngempela.
U r a real Gentleman ❤
I feel sorry for the 18 year old 😫
It's very sad indeed ,he's innocent in all of this ,he has a useless mother
I wish ukba kbe kuyazenzelwa abe yistep father sami lobaba,pluz asibaningi kokwethu sbabili nje voo singamantombazane
Eyi kodwa bantu besifazane niyaRisk ngempilo yenu ...losisi akacabangi tjooo
Such wonderful man nkosiyami
Waze wayifuya inyoka endlini Baba,mkhiphe nje emafeni ngoba shuthi usuyicheque eselivuthiwe kuyena uzokubulala nje🤞🤞🤞
good decision baba wam akangasabuya cz uma ngibona mina awukho safe kulomuntu and indlela ayingozi ngayo ngoba umuntu wesifazana ucabanga kancan ugade kungasetshenziswa ingane bese bakukhandela uzungu for amafa becareful baba, zaba ukudlalela kude le nalowomuntu ngoba baphinde baphathe nemithi laba besimame engakwenza uvume yonkinto akangayisho kuwe dlalela kude naye
Tata divorce esisikhohlakali you are in danger😮
Kunzima mthiya yaze nejele lingeza kuwe basengtshela lengane ukuthi ayithi ulale nayo benzela ukudla umuzi uma uboshiwe sebeyingozi angifuni ukungasho 🤞
Ucabanga ngqo Njengami wazalwangayiphi inyanga Kunzima la
Bukhiphe emafen kusale bantfwabakho mucime utokudla konkhe kwakho mukhiphe plz🎉🎉🎉
Amente njani 😂😂😂
Utse ubakhiphile ngani vele Uma atfola liciniso
Ngiyafisa ubaba athole usizo ngicela abanosizo bemsize waze wayiqola lomgodoyi womfazi😢😢😢
Madoda ayahlukumezeka😢😢
Ubaba unobuntu uyindoda ngempela ushoda ngomfazi othembekile makahlukane nalomama angambulala unesibindi njengexoxo amadoda ayabulawa ngabafazi bawo ngenxa yemali impande yesono qina isibindi uShembe uzokunika oqondene nawe ozokuhlonipha akuphande njengomyeni wakhe asibonge Mkhwanazi uhlelo oluhle mana njalo uShembe akubusise ❤❤🎉🎉🙏🙏
Eyi nathi bantu besfazane ayi shame amadoda asbulala kunjena ke ukhohlakala 😮
Ngempela Cc that's very true
Mese sity banesihluku kube kwithina eibasukelayo