Ningibona ngazuthi ngiyaqhenya nj kufcbk yizo zona lezi angifune kwamjolo wakafacebook mina wangishela nj ngyakuchitha kunezgebengu la ngaphandle into ethi mjolo nj ngiyinyanya kabi
Ngyamsabela ubhuti kulo cc okulandelayo uzothi udlwengule ingane ngoba lo cc uyisgebengu uzofika emaphoyiseni amlalele kanti ituli lokuzwisa ubhuti ubuhlungu
Siyabonga ngomsebenzi omuhle wosiza umpakathi uNkulunkulu akandisele insuku zokupla
Yeeeey sakhuphuka ..nezingane zobaba isidwedwe sikanoNkoloyi madoda.....😂😂😂😂😂😂eeei ngiyibekile I Prison weNokungcola😊
Usisi kudinge amaphoyisa 😢baningi abantu abazofa lana if losisi ezoyekwa kanjena. Ngaphandle nje kodaba Luka bhuti kodwa usis uyingozi
And ubhuti akaphephilr neze
Lawa ngananga loSisi limenemene ibhitipiti shame uhlele inkulumo yakhe waqeda duuuu
Yoooo locc akalandelelwe coz vele kuyabonakala kuts uyisigebengu
Cha angimvikeli usandile Sibiya ngikhulenaye ngafundanaye akakaze ahlukumeze omunye umuntu nasendaweni uyaziwa akaphuzi akabhemi nosisi isigebengi 🤞
Uya kanjan e bank uyofa signature entweni okunga yona eyakho 😂😂😂😂😂
Waze wasigebengu cc wabantu abaphephile obhuti bethu jehova
Ay lo uyejele 😮thula ubuke
Ningibona ngazuthi ngiyaqhenya nj kufcbk yizo zona lezi angifune kwamjolo wakafacebook mina wangishela nj ngyakuchitha kunezgebengu la ngaphandle into ethi mjolo nj ngiyinyanya kabi
Lo cc uphika kwasani kodwa uyezwakala kuthi aluhlaza nje
Usebaqedile abantu beslisa, Waze wayisgebengu losisi
Yoooooo isgsbengu lesi
Awu usisi uzwakala ngisho ukhuluma ukuthi uhubhuza amanga....wena wathi ufika nje sufaka abantu kupolicy inhloso yakho kwakuyini vele
Niyasebenza kodwa bhuti Mdu no bhuti Proff uNkulunkulu anibusise kwande lana nithatha khona ngobona nisiza omunye ubhuti emgaqweni
Losisi ukhohlakele shame unamanga uyazwakala nje 😢💔
Aybo isgebengu lesi bophani maphoyisa
Ngyamsabela ubhuti kulo cc okulandelayo uzothi udlwengule ingane ngoba lo cc uyisgebengu uzofika emaphoyiseni amlalele kanti ituli lokuzwisa ubhuti ubuhlungu
Ngyasizwa istory salensizwa,Mina ngbona nangu Thozama😊
Mangabe eyinkosazane ethandwayo kubo wayengavuma kanjani ukuthi ashade nendoda ingalibolile inamanga lentombazane uhubhu kabhejane
Hmm waybeka uyezwa🤞
Ngaze ngaphoxeka wayezongixabanisa no bhuti wami umzamo nami ngimazi ethi uwu dokotela khona kwa Facebook hhe kazi iyozala nkomoni😢😮
Uwubani sisi ku Facebook ngifuna ukumbona hhaybo isgebengu
U mfo kwa Mkhwanazi yena uyasebenza impela kodw Abantu Kwesiny isikhath Bak bekhulumel eziny izinto nje
Waze wonakala umuntu wesifazane
Hai bo bogulukudela kuma inbox yethu niyezwa njalo nizoshada kanti haaa💔💔💔💔 zakhalake 💃💃💃😂😂😂
Rosemary number 2
Kodwa abantu besifazane bayngozi manje qaphelani madoda nizolimala
Mmm ngaze ngamzwela lo bhuti 😢
Ndiyabulela kwi ngqubo uzobonele niqubeka nisenza okuhle nimsize ubhiti Louisiana unamanga njeee
35 yrs usekhulise izingaane ezisebenzayo locc isgebengu usaazobaqeda abantu besilisa
Unlimited wena ntombanzana ndini yesingcoli
Ushada kanjani nomuntu umndeni wakhe ungazi. Lomuntu ubezokufaka kumshwarence bese akubulale. Buti puma ubaleke.
Lokhu,isifundo kuthina kumele siqaphele.
Mmmmm face book ngolokhu ngishilo
Mmmmmmmh ai shym waze wayenza into embi ebe ewumuntu wesfazane ewuuuu
Umgulukudu wesfebe lowu mfazi has claimed and has killed many people
She use to be around Germiston
Locc ngeke uyisgebengu nje izinto zakhe ziyashayisa ngeke iqili leli
Ayi waze wayisigebengu ucc yhooo waze wayehlisa ibhokodo yhooo akaboshwe
Ngisamangele yooo lomfazi wisgebengu
Locc uyisigebengu geeeee weeee uze athi ubabuSbiya
Ey isgebengu 😂😂😂😂😂
Akazwan nobhuti bakh into azoyenza sezolanda igebengu njengaye ethi obhuti bakh naye bhuti wavum ukushada ngoba ezwe ukt fundel kuba dokotel plus nursing waku cover ngemali enkulu uyaz kuth zokubulala kuqala ngob efuna kuzohlala nawe wenzel kuth athola ama documents akho ezo claimer kahl sufil
Kodwa locc😂😂😂
Yaleyeka uyopheza ukuba isishimane
Uma ngizwa izwi angazi noma yimi ngibuke nalomfethu ngathi izwi elomuntu osekhulile nje 🤷
Uyazi nami ngisathi ngizosho loko. Ngempela kunjalo futhi.
Yimi lowo yazi...iam like uMama omdala nje lona😮
Lo sisi uwu somdenja😢
Sibonge ku thuleleni yhooh kunzima la ngaphandle
Kant kulindweni singaboshwa isigebengu?
Isigebengu😅😅😅😅😊
Laykhaya nje ku dealwa nama insurance
Una 35 yrs kodwa usekhulise abantwana baze basebenza😢hai wayenangaki.
Ubolilile lomuntu wesifazane akaboshwe🙊🙆
Bafowethu qaphelani maladies aseMpumalamga ngoba nami kunento efuze le eyenzeka komu ye
Uyingozi lo Satan wentombazane 😢
😂😂Ali banzwe isela
Yho Yaz lento ivamisile futhi yenziwa manurse 😢bayaythanda Mali laba ha
kanti zikhiphani ngothando lwafacebook?
Umthetho uwungene bazophela abantu kubi
Iqile lentombazane😢
Part 2
Udlisa iparty yamadoda wensinzwa
Ayi bo lomuntu enikhuluma ngaye isigebengu lesi sisho into eyodwa wagebenga ubhuti wami
Aybo sisi😢
Awuu kdwa locc ka face aBook aii bandla kdwa isifundo kubantu bama social network akobe bayabona imiphumela
Toilet yakudala le yayithukana kakhulu
Shame cc Mina ngiyakwesaba shame ukuthi nje ngeke sikhulume lana
Cha nam cc ngaqale ngamesaba ngimalang ucc othukana kanje ku Facebook kodwa manje angimesabi ngifuna aqhubeke enze lento yakhe ngizombopha
Why abe anonymous ucc if ekhuluma iqiniso
😂😂😂😂😂😂😂
Akeze ezozithathela mina ubhuti bandla
Unazo izmali cz ubhuti naye ugaxela NJ wayesebona ethole umfazi onama business wayebona imali Kahle Kahle yin eyeyivumela umshado engalobole engazi nomndeni ka cc.naye wayesebona amadlelo Kanti uhlangen nesgebengu
Kodwa ivoice ngathi useqinaqinile impela usisi
Usekhulille impela losisi. Ngendlela okuzwakala iphimbo lakhe lichaza ukukhula
Cc wezi manga
Kodwa akaboshwa ngani sesi wezimanga
Umthetho awukho eSouth Africa🤞
Part 2
Part 2