This breaks my heart. May I please have his number and bank information. Will send from the United States. I would like to contribute towards his rent. Ngiyabonga. Don’t worry about revenge. God will do that for you. He has every excuse not to be working and yet, he still wants to work. May God hear his cries and bless him a hundred fold 🙏🏾😢
@@bongythwala9840waze wanolunya nje nawe. How can you not see the pain in this man’s eyes? Wena ungajabula mabengakubulala bethi ubhadalela bonke abantu besifazane abangaziphethe kahle? Waphoxa igama lami nesibongo somngani wami nje hawu!
Cha lento iyazisho ukuthi kuffuneka abhekisise emsamo.unezibongo ezimbili Ndlovu and Ndlela. Which is the correct surname. At the age of 50 usengalungisa nje kulunge konke kukhanye bha. Yeka ukuganwa ukhulise izingane zakho bafo. Yizo eseziyokuvala amehlo. Nami ngizophonsa okuncane kwi açc.
This breaks my heart. May I please have his number and bank information. Will send from the United States. I would like to contribute towards his rent. Ngiyabonga.
Don’t worry about revenge. God will do that for you. He has every excuse not to be working and yet, he still wants to work. May God hear his cries and bless him a hundred fold 🙏🏾😢
Thank you so much may God bless you
Banking Details for Mr NB Ndlela
ABSA CHEQUE ACCOUNT
ACC NO 4105629624
Cell 071 279 0365
@@THULELENI_TVI did reach out to him. Thank you. Not sure if he has enough airtime so he can receive the details I sent him. Thanks.
May God bless u
Siyabonga inkosi ikubusise
Cha bakwethu.mna.ngibona kuwubufebe nje kulabosisi.nathi awethu amadoda ayahlala egoli kodwa siyakwazi ukubalinda
Ukube bonke abantu besifazane bafane nawe kunzima mama kuthina madoda
Uqinisile Sisi
Ngicabanga ukuthi konakele emsamo
Qina ndoda u Nkulunkulu unawe angeke akulahla
Thathi ndawo Jesu, sithembe wena 🙏🙏🙏🙏
Ai kunzima emhlabeni nkos yam bhut ngathi ungawuthola umsebenzi ngegama lika jesu amen
Thatha ujesu baba uzokusiza kukho konke ungabona ngathi kuyaphela kanti unkulunkulu uzocala unkulunku aze abe nawe i pray in the name of jesus
usukunya wena abbajesu abajoli or abajolelwa?
😂😂😂😂 Bejola kanje nabaka jesu
Amuthathe amusephi ujesu
Mmm amathanga ahlanzela abangenamabhodwe ubufebe nje
God bless you I wish you all the best of luck
Watching from Israel may god intervene on your situation and give you strength I've already taken your banking details
Lwabuhlungu udaba lwakho mfwe2, ncono ukuwehlise umoya ubhekane nengane zakho yizo ezizokusiza entweni eningi , ngoba ngathi awukaze umthole umuntu onothando mangbheka nje, kodwa nje uNkulunkulu uzoksiza kukho konke🙏
Akakabheke nomsamo, maybe indaba ilapho.Athandaze kakhulu ukuze kuvume abaphansi no Nkulunkulu.
Kahle Kahle emhlabeni sizwisana ubuhlungu owesifazane nowesilisa kuyafana nje
&umuntu we slisa oright uhlangana ne sgebengu sowe sfazane owe owe sfazane oright uhlangana ne sgebengu se ndoda ayy ku nzima 😢😢😢🤞
@@Samkelo-sw4zx
Kunzima bhuti ezweni
@@Samkelo-sw4zxAiy kunzima
Lenkinga zinokubangwa abomndeni besigijimela eynyangeni bethebula amadlozi uzthole uyize into engelutho wish sithwele kulomhlaba
Mina into engiybonayo mf2, akfanele ushawe induku eyodwa, ngibona engathi konakele emsamo lungisa
Yaa. Mf2 isemsamo inkinga ayifuni Jesu lento yokuthi bayakholwa Nonsense
My point exactly!❤
😢😢😢😢kwaze kwa mbhlungu Jehovah siza nako umtwana wakho ekhala
Baboshwa nini abantu besifazane abahlukumeza abantu besilisa😢😢😭😭.....I think labo Cc bahamba ngoba ubaba uhamba iskhath eside ngenxa yoMsebenzi......But noMsamo wakho baba kufanele uwubheke..
Sengathi ubuti angaluthola usizo.
Uzosizakala mf2 bakhona abantu abasanonembeza la ngaphandle.
angibonge kwabangifisela impumelelo ongihlekayo ngimufisela inhlahla
fuseg
Eish abantu abanentliziyo ezintle banelishwa I wish wawufumene mna kuba nam ndinelishwa lamadoda angena nkathalo izifebe
Usaphila nje utata mthathe ngoku😂😂😂
Kuzolunga baba God bless you il pray for u 🙏🙏
Ngaz lo hlekayo uhlekan jesu kwanzim kubant besfazan mabeyi zinja kanjen sham kodwa ngeliny lang nkulunkulu uyobabon jesu inyembez zababa aziweli phansi
Aww shame . Sorry baba may the Lord grand you your heart desires .
Ingaske kungenelele mfihlakalo uqobo lwakhe yin na bawo yizwa imithandazo yakhe tshintshe isimoi
Phephisa mtaka baba kunzima kulomhlaba esiphila kuwo thandaza unkulunkulu khona uzoba nawe mmmm
Nkosiyami sabuhlungu istory sikabhuti ujehova uzokusiza😭😭💔💔💔
Mf2 ngcela Lomuntu abheke umsamu
I know this guy , he is driving the trucks in durban for gun trucks in Jacob's
Is painful brother but God is with you
Askies its so emotional kuzolunga bhuti ukhona u somnini uzokulwela
Akubuyiswe ilobolo lalobhuti shame💔💔💔
Kunzima kakhulu kodwa nathi sifazane siyazenza izinto siyabahlukumeza abantu besilisa asiyekeni ukudlala ngengane zabantu asibeni nonembeza bakithi 💔💔
Ngyibuhlungu kakhulu yoo abantu abadlala ngabantu kanje yazi nje angazi kuthi ngyngathini okubhlungu nathi sinazo Ingane sothanda ngazo na?
Ngenelela bhuti Mdu konakele
Ncese Mpongo awuuu hay.
Nkosiyami yabuhlungu inhliziyo yam hhawu kunabantu abandlala ngamadoda 😭😭😭
Ai thathmina
Yoooh wakhala kwabuhlungu umntu omdala
Aibo malume wami Ndukuzempi kwaze kwabuhlungu engikzwayo😢
Hhey khona abantu besifazane abanganeliseki nalaba ababachithisa imizi yabo ngeke babagcine bazobalahla unkulunkulu uzokusiza bhuti izinyembezi zakho zizokuphendulela
Qina mntakababa uNkulunkulu ukhona.yaze yabuhlungu into
Ubefebe qha if u love someone u wait for them..sorry mfe2 konk3 kolunga 1 day god is with u
ngiyabonga nkosazane
Baba landa inkomo zakho ngobavele sowahamba uMama
LUNZIMA UDABA LALENSIZWA,AKABHEKE NOMSAMO NGOBA NAZO IDALWA ZIYAKUDAYISA UMAH UNGAZINAKILE.
Mmm kwaz kwabuhlung nkos yam ...abanye abant besifazan banenhliziy ezimbi😢
Zaze zabusiseka ingan zakho baba
UJehova akangenelele bakithi ngomuntu olunge kangaka.Abantu besimame baphelelwe unembeza bekwazi ukuzala
Cabanga badlala ngemadvodza tsine syawafuna lana...
Yeah mf2 ndlovu yabuhlungu indaba yakho katsheni ujehova usekuzwile ukukhala kwakho kosulwa maduze nje ngibonga isibindi sakho msotho sokungazithatheli umthetho ngesandla😭😭💔💔🙏🙏
Kunzima kakhulu kodwa indoda ayingakhali ayiqinisele kuzodlula uNkulunkulu uyazi ukubekeleni in future 😢😢
Bhuti cela uye esontweni eGNf eDurban Station ngase Game City kuyakhulekwa phaya uzinikele kuNkulunkulu izotshintsha impilo yakho
Manj umkhuleko zomkhiphel rant
Phephisa wena wako Malume 😢😢
Kuzolunga bhuti wam eyi amathanga ahlanzela abangenamabhodwe
MMMH Kusuke kulukhuni uma ubona indoda ikhala
Ematsanga ahlantela labangenamabhodo yaz
Awuuuu Nkosi Jesu, bhuti vesane uyekuJesu nje ngako konke, may God be with you bhuti mmm💔💔
Ewu Kwaze Kwanzima phephisa Gatsheni mfoweth Kuzolunga uyozamela bona Kodw bona baKubonga Kanje, phephisa mfoweth 😢😢😢
Nani phela ku le tv show thengani amanzi nama tissue😢😢😢
Ncesi bhuti
Jesu ngenelela msindisi wethu
Hhowu kanti ningabangakithi nonke .....
😂 ubelobola labantu bakhe uHulumeni 😂
God bless
Kodwa kungeneni kubantu Besifazane
Baphenduke izilwane kumanje
Abashe laba kunini besibulala besishaya fusek
Akushiwo loko uzele njalo 😢
@@bongythwala9840waze wanolunya nje nawe. How can you not see the pain in this man’s eyes? Wena ungajabula mabengakubulala bethi ubhadalela bonke abantu besifazane abangaziphethe kahle?
Waphoxa igama lami nesibongo somngani wami nje hawu!
Ngifisa uthole umsebenz oncono wondingane khohlwa abafaz
Mhhh kwabhlungu... Kant lawama blocks enzani izindlu maybheda fut... Ngat uyaphuza nje ubaba... Kzolunga bakit😢
Did u perhaps happen to skip the part where he said "kwasha yonkinto kwaphuma yena"?
24:33 Eish leya part yavele yang'bulala inhliziyo😔
Waze wahlupheka ..mtakababa.....usuwuzamile umuzi ....Aaay akulungi....nedlozi libonile...lakuyekelela nalo.....eeeei😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭.....
Awuu nkosiyami unebhadi Lo bhuti my God be with him
Owangakithi ubhuti kwanxamalala eNtolwane...akusiyena owakhe lomuntu wesfazane akamxoshe,akabheke nomsamo kuzolunga uThixo uzomsiza
Ey bhuti wami ubunebhadi losathane
Ey waze walunga ubaba imishado emingaka kodwa urhulumeni wethu unesandla la😢😢
Ingathi angaphumelela ubaba kubuhlungu shym 😢😢😢😢
angibonge kunina eningifisela okuhle inkosi inibusise
Ingoduso eyakushisa kumele ngabe wayibophisa emaphoyiseni wavula icala. Mayelana nesandla esingasebenzi kumele ucele udokotela ka hulumeni akwenzele inceadi yokubhalisela isicelo sokuhola imali yokukhubazeka ukuze ukwazi ukuziphilisa. Kodwa ungashayela kanjani amatruck or taxi ngesandla esisodwa.
Phindela ekhaya uyozama ukuzisebenza usalinde umholo. Fuya izinkukhu ukwazi ukudl. Khohlwa ukugnà it not for you
Ngaze Ngabuzwa ubuhlungu nkosiyam 😢😢
Zolokhe ngishilo abantu besfazane ngyabasaba mina😢
Kodwa Nam fana nawe zoloko ndishilo mntu weslisa nowesfazane kuleskhathi zizitha zangempela andikazange ndayibona into enje
Inkinga amadoda amabi eSouth africa ahlukumeza abantu besifazane nakhoke umuntu wesifazane ufebile ushisa indoda manje.
La ekushayeleni igqondo esebenzayo
There's no need to mention that he is driving a gun truk
Bantu beslisa abazibiza ngamazulu, fundani uma nisenamandla okusebezan nigcine ngokulobola kdw niqale nilungisele iksasa lenu sibala lapho uku save imali wakhe umuzi uthenge imoto wenze ama investment azokusisa muphelelwa amandla ukwaz ukphila. Inkinga yenu bantu abamnyama nithatha isiko or culture niyibeke phambili kanti no umhlaba lo cabanga future yakho first niyebeke celen culture. Right now khona othi bheka umsamu, mina ngithi inkinga ayikho emsamu bt inkinga ibe kuwe imali uyichithe ngokulokhu ulobola waya waya. Sengigcina ngithi ubaba ngyamzwela umuntu akalahlwa ngyafisa abanamandla bemsize
Kodwa kanti lobufebe obungaka obani ebafazini kangaka.unweba umdidi eyingoduso manje sekufanele kufe abantu.Ngamdabukela lomlisa bakithi.Hayi ahlukumezeka amadoda bakwethu ngobufebe nje bodwa.Asiboshwe lesdwedwe 😢😢😢😢😢
kodwa lendiya limikise ku CCMA
Pepa babakhe
Mmmm Jehova sinesono Bantu besifazane😭
😢😢😢😢 Nkulunkulu wam hawukela Jehovah
Ey kunzima namadoda ahlukumezekile, kanti kwenzenjani?? Yoooh kunzima
Isono nkosiyami
Hey, uzwa kuthiwa umuntu ubulale umuntu wesifazane yilezinto. Anibonke nifune isizathu ukuthi yini ebange umuntu wabulala isithandwa sakhe. Amadoda ahlukumezekile la ngaphandle.
Kwabhlungu bhuti Wabantu... Yhooo
Mmmm kubuhlungu ngempela
Cha lento iyazisho ukuthi kuffuneka abhekisise emsamo.unezibongo ezimbili Ndlovu and Ndlela. Which is the correct surname. At the age of 50 usengalungisa nje kulunge konke kukhanye bha. Yeka ukuganwa ukhulise izingane zakho bafo. Yizo eseziyokuvala amehlo. Nami ngizophonsa okuncane kwi açc.
Exactly
Bafo ngicela ungihlangànise lobafo ngizifunela indoda...Ngimbona njengomuntu olungile
bese uyamgila la futhi shlama
Ingathi ungasi siza nkala bhunti yoo nkubu hlungi💔😭
😢Kwaze kwanzima nkosi isono esngaka😢
Yaze yabuhlungu Inhliziyo yam ngalobaba
Ingakho ezibuhlungu zingapheli nje basazofa abantu besifazane crc🤞
Ngibona ungathi kuphele uthando kubantu besilisa nakubantu besifazane
Kutheni ungalandanga amalobolo akho kulabafazi izithukuthuku zakho zingadliwa kanje mfethu
Okungenzeka ukuthi kunobuloyi ukuthi ungakwazi ukuvusikhaya
Awu bakith ngaze ngadabuka ei😢
Kwaze kwanzima kuzolunga ungalali ithemba
Kuzolunga baba konke kuneskhath sakho
Baba Ayanda Msweli sicela ungenelele kubi
Yabuhlungu indaba yakho bhuti sengathi ungaluthola usizo