We are too quick to judge this woman she's hurting. She needs support for herself and her kid .let's support them and not blaming her. .that dog must rot in jail
Ladies iyekeni lento yoku themba amadoda ngengane zenu 😢I'm so angry at u nje cc why would u leave u daughter with a stranger indoda engayizali kwayona ingane wawungayi ngani nayo espan or okuncono uvele ungayilandi nje at all ingane, ingane sezinukubezwa obaba bazo how much more umuntu ongayizali I blame u cc for all this 😢Ayiboshwe leyonja yonakele nje 😢😢this is painful story
Sisi I know bengewena I cause kodwa it your negligence that caused your child to be in this pain,esingazi iyophela Nini ngoba iyislonda sa forever nomesekhulile uyobe esalikhumbula loluyasuku and kubhlungu angakusho nje nakubo bonke osisi abaneyngane abasajola,never trust your boyfriend or your husband with your child,ungaluthwa uthando abanye bayekela izingane zishaywe amadoda Azo kubo kuthi ingane ibiwrong umuntu kashaye eyakhe ingane hay eyakho.mbokodo Ake nivikele izingane zenu uthando nomsebenzi siswele vele asnamali siphethwe uhulumeni ongenazwelo kodwa siqale ngehappiness yengane kqala before anything else.im hurting seriously I wish no Bishop Makamu angayizwa lendaba angenelele.😭🙏
My child..I’m not coming hard on you..uma ni walker uyibonile ingane ukuthi ihamba kabuhlungu but still naya e Ackermans,be kufanele ubone lapho,red flags..your boyfriend insisted ukuthi hai hamba emsebenzini yena uzosala nengane,seriously awusacabani..hai nana ngeke You can’t trust your boyfriend with your baby girl please 🙆🏾♀️😭 And bhuti uMkhwanazi ama results a positive there’s no way athi negative,bathenge abaseshi ukuthi basho kanjalo.,please phenyisisani
Yintoni ebangela umntu athembe boyfriend ngengane yakhe ingane awuyishiyi neboyfriend vukani bazali
Good question
We are too quick to judge this woman she's hurting. She needs support for herself and her kid .let's support them and not blaming her. .that dog must rot in jail
Mina I just wanna thank you mom for being a mother U didn't hesitate to take a step ❤
ANC vote ANC ingakho lifa izwe udlwengula ingane ena 8 yrs uthole i bail kuhle e South Africa.
Weeeeeer🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️yekani ukuthemba ama boyfriend ezinganeni zenu
Kwaz kwabhlungu bakith okwenzek enganeni. Thnx to u mommy ngokusukumela udaba lomtanakho.
Kwaze kwabuhlungu ukuba cc wawaz wawungeke umshiye umntwana noma umlande kini umshiye naleliphara lakho
Thank you for being a mother God is with you in this situation and God may heal you and your daughter.
Umsolwa kuyacaca wagwaza 😢ngeke ingane imsukele futh yayikade igadwe uyena buka ngb nomseshi did not update u'll ngokuth waphuma Umsolwa nge bail how come umuntu adedelwe enecala, kdw kubant ababoshelwa amacala abangawenzile besezothi laba abanamacala bayaphunyuka 😮South Africa's justice is just crab nje
Ibolile South Africa 😭😭😭
Iphara, laliloku,liphuma lingena nengane, indaba isobala, akabanjwe lo phara
Wangayibulali ngani inja ehlukumeza ingane yakho,ngaze ngabuhlungu,lo sisi ingane yakhe akayithandi ungangeqiwa nangumsindo indoda ihambe ibuye ibuye awenzi nix
Ladies iyekeni lento yoku themba amadoda ngengane zenu 😢I'm so angry at u nje cc why would u leave u daughter with a stranger indoda engayizali kwayona ingane wawungayi ngani nayo espan or okuncono uvele ungayilandi nje at all ingane, ingane sezinukubezwa obaba bazo how much more umuntu ongayizali I blame u cc for all this
😢Ayiboshwe leyonja yonakele nje 😢😢this is painful story
Eii sekunzim akusethenjwa noyedwa nkosi nomalume no baba kuth ke elokufa alitsheni
Haweeee cha isihluku esenziwa amaphoyisa Nkosi yam
Ungaphelelwa ngamandla sowuzamile ukufuna ubulungiswa for your child
Ezinye izinti zifuna umuthi🤞😭
Hey cc nawe ubuthatha amachance ama boyfriend awasifuni futhi angenza noma yin ukuthi asilimaze yooo phephisa ngane yakwethu
Kwaze kwabuhlungu ngengane
Sisi I know bengewena I cause kodwa it your negligence that caused your child to be in this pain,esingazi iyophela Nini ngoba iyislonda sa forever nomesekhulile uyobe esalikhumbula loluyasuku and kubhlungu angakusho nje nakubo bonke osisi abaneyngane abasajola,never trust your boyfriend or your husband with your child,ungaluthwa uthando abanye bayekela izingane zishaywe amadoda Azo kubo kuthi ingane ibiwrong umuntu kashaye eyakhe ingane hay eyakho.mbokodo Ake nivikele izingane zenu uthando nomsebenzi siswele vele asnamali siphethwe uhulumeni ongenazwelo kodwa siqale ngehappiness yengane kqala before anything else.im hurting seriously I wish no Bishop Makamu angayizwa lendaba angenelele.😭🙏
Mthetho awukho South Africa
Hayii,futhi 😢
Lokho nje kmele sikwaz hlale ezinqondweni zethu kuty asinabo abavikeli Bethu ezweni sakhile munt kazivikile yena ngendlela yakhe.
My child..I’m not coming hard on you..uma ni walker uyibonile ingane ukuthi ihamba kabuhlungu but still naya e Ackermans,be kufanele ubone lapho,red flags..your boyfriend insisted ukuthi hai hamba emsebenzini yena uzosala nengane,seriously awusacabani..hai nana ngeke
You can’t trust your boyfriend with your baby girl please 🙆🏾♀️😭
And bhuti uMkhwanazi ama results a positive there’s no way athi negative,bathenge abaseshi ukuthi basho kanjalo.,please phenyisisani
Asiyekeni ukwethemba amasoka ethu singomama.kodwa madoda ningenwe yini ngempela ngempela?into emoshayo ilomthetho wasemajele ukuthi usuku nobusuku balubala kabili umuntu me egwetshiwe ,awukho umthetho kulelizwe,kuyadlalwa ngabantu,ama loya ,amapoyisa,amanesi kuyefana ubugebengu ababenzayo buyethusa
Ezinye izinto zibuhlungu bantu besilisa uphi unembeza wenu niyayidlisa i-team mani niphoxa nabanye abantu besilisa abangayenzi lento embi
Most wanted inkakusiza chech them on tube
Bantu besifazane yekelani kuthemba ama boyfriend wenu ngezingane zenu ngath kunzima ngisho kuthemba baba wayo eyizala 😢
True!
Mhambise ku most wanted kuMoja love
Mr mkhwanzi kunanjani ukuthi kube neacc lapho singazama ukufaka khona okuncane ukuze nizokwazi ukusizakala noma ingeke ikhave bonkers kodwa abanya bangasizakala ngemphel uhulumemi wethu awake afundiseke ngezinto zesuntu mhlaphe akanalwazi nazo ngiyabonga
Zophephela phi Ngan zethu😭😭😭
She’s too calm shame Mina nje Waye ngeke akubone ukuphuma kwelanga .
Amadoda asaphenduka izinja nje mayewonke ngoba alala amithise ngisho izingane zawo zegazi shem kubi mina nje ngingayibilisa shem ukuthi nganingingabona ngoko
Yabona kodwa maphoyosa aholela ukufaka I uniform nje kukhela 80% wawo.
Cha,cc Udayise ingani, esokeni ,ikhathi samanje 🙆🏿
😢😢😢engabe zizoshonaphi izingane zethu kwathina sozvikela kanjani makunje😢😢
Uma kuyiqiniso phephisa Sisi wam MaNcala, kodwa indlela ochaza ngayo ayihlangani 😢😮😢😮😢
Ncese cc kodwa kube kwakuyim lelithuba nje enibe nalobafter edlwengule ingane ngangzolsebenzisa kwakngamane kboshwe mina😮😮😮
Cc ungazethembi lezinto even ubabawayo oyozalayo uyambona nje umuntu ukuth lo engasala yin nengane noma Cha sorry cc but be careful
Kodwa amanye amadoda akhohlakele lokhu okunyanyisayiso kuzomele kubuye isigwebo sentambo kumuntu wesilisa owenza lomsangano
We cc yenza i plane ungamane uboshelwe ukuthi ulwelwa ingane yakho
Ibuhlungu lento kodw u sisi kumele ayisukumeLe .. uphole sisiwami😢
😢😢😢😢😢 ngino 5 years u girl qngithembi muntu
Ukube kuyangam ngabe uyabulawa umuntu odlwengulayo 🤞
Okunye ke hlobiphani izingane zenu iyaphi indoda uvakashelwe ingane yakho yekani kuzilulaza ezinganen bo cc
Nxn ibuphi nje ubumnandi obusenganeni😢😢noma usuke ulaya nje😢😢
Ingane yadlwengulwa uyelo ,abasebenzi abasenza kulemkhakha babagcindezeli bagqokiswa amasokisi bebabehola indaba ikumshushisi zikhohlakali lezizinto ingakho abantu bezithathela umthetho ngeside labo bese bekhonkotha Mahala wuwuwu obhova nx
Bantu besifazane! Yekani ukudakwa uthando nivaleke imiqondo.Novuka nini ngempela?
Yabona bafwethu the damage is already done akesizifundise ukuthi ezimeni ezikanjena sehlise advice enokugxeka like ungamthembi boyfriend ngengane vele ngeke kusahlehla but asizame ukuqhamuka nezixazululo ezizosiza kwi current situation
Lubuhlungu udaba kodwa lana kwakhokhwa futhi hhayi imali enkulu ukuthi kubukeka kunomuntu osemagunyenyeni olidilayivayo loludaba kwasekuthathwa advantage yokuthi abamangali abaqondi ukuthi kwenzakalani ngokomthetho kwelokuthi akusuye angivumi ngephuzi lokuthi wayeyibukisa amamuvi ingane kukhona futhi into ayidraga ngayo,sengathi engasizakala usisi noma ngingathembi kahle nje ngokwemiphumela iyona ujuqu
Ngiyabonga ngixolise ngokuba mude 🙏🙏🙏
Syabonga cc ukti uyisukumele ingane yakho ungagqibeli boyfriend ykho nawe thuleleni ulusizo olukhulu syabonga unwele olude bhutu Mdu
Nxese my sister kodwa waba budedengu ngokushiya ingane yentombazane ne boyfriend angathembi ngisho umalume bhuti kodwa ke sifunda ngawo amaphutha🎉🎉😮😢😢😮😮
Ewu elokufa alitsheli😭 kubuhlungu ngempela ukube wawazi ngabe wenza okuthize ngesikhathi ubona igxamalaza futhi ibukeka ngathi iyagodola ingane 💔💔💔💔
Mmmmmm ngaze ngabuhlungu 😢
😭😭😭Yhoooh thixo umntana una 8yrs
Kanti wona lamaphoyisa aboshwaphi madoda labaseshi abakhokhelwayo bese bethalalisa amacala imgulukudu iphume itamase
Kwakubi madoda anisifuni singabantu besifazane okubi seningenela nabantwana be2
Ukuba njengoba ngizele iyingane zamantombazane ama boy filende wonina ukuba bacabangan uma bebona iyingane zami zigeza
Webafazi kahle kahle nizwa mekuthiwani?ihlala kunjani ingane nesoka lakho ngoba kunzima ngisho kobaba bazo,kobanini ingane zihlukunyezwa amasoka enu.Ake nivuke emaqandeni maan into ephambili ukuvula imilenze aniyinaki indaba yezingane.Awuzwe nje nempendulo yomseshi ukubanda kwayo.Yhooooooo kunzima e SA ife ngayo yonke indlela
Angith nithi inqola ihamba namasondo ei kwaze kwanzima
Kdwa bakithi abantu sebaba izilwane nj uyidlwengula kanjani ingane yami kdwa ngibe ngilala nawe nsuku zonke
Sorry dadewethu,wawuthu ujola nomuntu kanti yinja!!
Kanti obani obaba balezingane esizizalayo mangabe namadoda enzenje😢
Ngyaqhubeka futhi ngole ngishilo izigebengu lamaphoyisa ayakhokhelwa yonke nje into eyiphoyisa udoti wodwa
Kwaze kwabuhlungu ke lokhu
Ayibulawe leyonja yomdlwenguli🗡️🗡️
kubuhlungu ukuthi abantu bomthetho kube yibo abahluleka ukukusiza umuntu osekingeni
Eish kwabuhlungu sorry cc..yoh yikho lapho engingafundela khona ubuthakathi ebantwaneni cha ngeke
Askis cc, kunzima ukumthemba umuntu wesilisa
Ingane yona unjani? Anisho lutho ngayo ukuthi icopha ka unjani nalobuhlungu.
🙏🙏🙏🙏🙏🙏.
Kodwa ninesibindi bantu besidazane kwanina umshiya kanjani umuntu weslisa nengane kodwa isono esingaka 😢😮
askies cc sengathi bungenza ubulunguswa ekugcineni 'waqondana nenja 😢😠😡😤sengathi ingafa idliwe zinja ezinjengayo nx! 😢
Iyaphi indoda uvakashelwe ingane yakho ay nkosyam ngengane😢😢😢
Ngempela iyaphi I boyfriend uvakashelwe umtana I weekend eyodwa nje bebezobonana after isihambile ingane😢😢😢
Abazihloniphi laba Bathanda kakhulu amadoda okudlula izingane zabo bazehlisa isthunzi ezinganen
ngabe kukhunywa okunye ukuba ingane yami leyo ngeke ngidlale umgodoyi mina ngamuvuthela ngevolovolo emakhaleni kabuhlungu
If beku yimina dadewethu ngabe yimi lothole I bheyil ka R5000 sengiyibulele inja ,ngangizomufakela ushev ngalo lolosuku udokotela ashongalo ukuthi ingane Yami idlwenguliwe
Mina ubhuti wami n wa phuma ,kwangenzeki lutho
SeyikhonA yini i update kalosisi??
Uyabona lo mina ngangomthakatha straight
Awasa thenjwa amadonda ay 😭😭😭😭
Funa umuthi umloye afe please
Kwanzima emhlabeni inkantolo ayenze umsebenzi wayo
Sad
Unyanisile Tata ungaThembi umntu ngomntwana wakho
😢😢😢😢😢
💔💔💔💔💔😭😭😭😭
Ibuhlungu lento bakithi asizibhekeni izingane mina ngisanda kuthola ukuthi eyam ingane yomfana yanukubezwa umuntu wesifazane embiza ngogogo, yayina 6yrs Uma esho manje usena 23 yrs... ukhula nalenginga esaba ukukhuluma ngoba ugogo ungumndeni😢manje lento isihlukumeza mina.
Nomseshi kumele areportwe bakhona abamphethe naye uyisiboshwa
Thina bantu besifazana sibulawa ukuthemba abantu esithandana nabo
U careless nawe sisi ubuyisaph ingane waz kahle ukth izwe lonakele kanjena
Cc bhalela kuMoja love most wanted uzobotshwa lowo mfana
Ngyawesaba madoda anezaga
😂???????
Kodwa nje wenze kahle wayisikumela ingane yakho aboshwe lodoti
Yaze yaynja lendoda
Yaze yayimbamumbamu bo ne mic yakho bhuti
Uhlanganaphi nemic
Neyami ingani ya rape wubaba ozala ubabawakhe ubaba washela ingani ukuthi ingasho amadoda Ai
Uyisaphi ingane endodeni vakho uphinde uyishiye nayo lento isizwisa ubuhlungu yekela ingane kugogo wayo
ibuhlungu lento ngoba wayiganga ngomunywe ingane ngeke sibekhona i sperm sakhe ubhuti enganeni
Njengoba ethi wafaka umunwe indida le 😢