YINI EYAXABANISA IBHOVA NO GCWENSA
Вставка
- Опубліковано 10 лют 2025
- Abaqiniso okuthi yini eyaxabanisa ugcwensa ne bhova le interview yenziwa u Qhosha.
Ilalele uzwe amaqiniso.
Presong by Mabhlukwe (Mabhlukwe Music Production, Umzimkhulu ) 0781794303
Also
Watch Umphako eyo xolisa ku Dr 3 seconds • UMphako imbongi izo Xo...
Watch Ngizwe ekhipha amaqiniso ngo Khuzani • UNGIZWE EKHALA NGESENZ...
Watch Igcokama belino Tikoloshe • Igcokama Belinotikolos...
Ohh kanti kunjalo ... kodwa the best person to go emngcwabe we Bhova yi Ndidane nguye owasebenzisana naye
Awu voice nkosiyami ngathi ukhona bhuti mtshengiseni 2😭😭😭😭😭😭😭
Amaqhawe madoda. Sohlala sinikhumbula. Abalandeli abe bexova izinto abangazazi, yibo kanye nje abaxova uMaskandi.
Mmmmmmh wakhuluma Kodwa Ndimande
Ngikuzwa kahle umntu kulomhlaba ubongwa engasekho uyaz nje
Awu kanti kunjalo syabonga but kumhangcono ukut khona lana ibhova elizikhulumela lona nalo.
Alalekahle amaqhawe
siyabonga mphosiwethambo izinja ziqede zimkhonkothe
Rip legends mtshengseni ne bhova
Umlando wabo uyahlekisa ngempela futhi mina ngphuma le ezidulini e vryheid ngyakuvuma
Ndingu mlandeli omkhulu wendidane kawubheke nje liyadadlaza dadla dadlaza Eastern cap
Eish lamadoda so mina ayangijabulisa noma engasekho emhlabeni sure
Ngingumlandi weBhova
Ndidane ✊✊✊✊✊
😂😂😂 Khuphuka ndimande
Iphethe Umbese
Unamanga londidane wenu ozacile
Rip maqhawe ami
Niyeba bo 🙆♂️ qhoshangokwenzakwakhe phela lona
Wanodweshu nje nkunzi yini?
Sicela iside lebhova.
@Musiq Souldesire....manje uyolithathaphi, ayii nibuye niwusebenzisa kancane umqondo 😏
Cha wayichaza kamnandi gcwensa
Kunengoma Ka gcwensa eyayithi " Ake niqhele ake niphakame kungenu ukhathide" ngicela title yayo please.
Dlala Tshatha ugodo
@@siphosenkosimichaelmtolo5522 uyindoda mfoka Mtolo, kunini ngfuna lengoma akekho oyaziyo lengoma. Ngbonge mfowethu.
😅
yayinini le interview ?
Kwakwi call uqhosha kant uyaRecoder bafo
Awu madoda
Ngichazwa bhuti lo lalele la uyahlonipha mmmh
Awu lo mgqumeni wayengazi lutho ndidane yayiphezulu kakhulu ibhova lenu lalilala erondo lingakhile umuzi walo kwaba yihlazo indoda elala erondo yihlazo leli yayikwazi kuthenga lamateki anethende enkulu engenalutho mgqumeni bhuti mtshengiseni wayecula kakhula wasishiya nesizungu ndidane yashiya umuzi omuhle kabi
Ngicela ukubuza mina bhuti ukuthi ngesikhathi kushona uMgqumeni indidane yayikade isiwakhile yini lowamuzi?? Singakhohlwa phela ukuthi labantu abaphilanga iskhathi esilingene endimeni.
@@lungeloxebisa5198 noma ibingakakhi indidane kodwa mgqumeni wenu wayelala erondweni!! Mfana omcane kangaka wayelibele abafazi nje namateki anethende ezimbi ama colours.
Uyaphambuka,ubona ubhici esweni lomunyumuntu kanti nawe unalo,ngokwazike wayaz Kakhulu awmuzwa uGcwensa ukuthi uchaza ukuthin Lana ngoMgqumeni,Kaz wena wenzakahle kukho konke yin njengoba sewahlulela nje
Ukhulum isende wena
Cha wena shlama uyalikhuluma isende wazini fthi wena ngomaskandi mdidi wenja .... kahl ukhuluma igolo nj mfana