idlamanzi 🙆🏿‍♂️004

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 вер 2021

КОМЕНТАРІ • 109

  • @sizwewisemanmhlanga5270
    @sizwewisemanmhlanga5270 5 місяців тому +16

    2024, namanje sisakulalela mfoka Maqhawe ngeke siyeke ukukholelwa kuwe ❤

  • @amandamthembu81
    @amandamthembu81 Рік тому +21

    Uyohleze uphila ezinhlizweni zethu
    Mashobane🙌🙌🙌

  • @FloydNcube
    @FloydNcube 2 місяці тому +7

    kodwa intando ka Nkulunkulu ayamukeleki😢😢😢

  • @cebilezungu8492
    @cebilezungu8492 Рік тому +14

    Kodwa bakwethu 😢😢 avuka amanxeba bakithi. Sasimthanda lomuntu ❤❤

  • @ErnestChiya
    @ErnestChiya 2 місяці тому +5

    Waaaaaaaah as abalandeli bomculo kaMaskand salahlekelwa kakhulu koda ke akusenani igalelo lakhe nemisebenzi yakhe ayisishiyanga yona, kukhulu asishiya nakho esiyohlezi zimukhumbula ngakho umfoka Khumalo!
    Phumula ngoxolo Bhova langempela...........

  • @innocent3849
    @innocent3849 2 місяці тому +5

    😢😢 Hayi kodwa lengoma ethi thando luhle on the back ground 😢😢😢😢😢😮❤❤❤❤

  • @0987654321sifiso
    @0987654321sifiso 11 місяців тому +32

    Can you imagine that he was only 23 at this time

  • @khuthalamdingi-qc3zn
    @khuthalamdingi-qc3zn Рік тому +9

    Oooh madoda ❤️🕊️ibhova lika dika-dika rip qhawe uyohlez uphila entliziywen zethu

  • @sithembileshandu7572
    @sithembileshandu7572 Рік тому +8

    Umhlaba uyokhandwa kabusha kubuye Wena uzogqiba Lo mgodi owawushiya umbile

  • @ily2yy
    @ily2yy 2 роки тому +21

    I love this❤ kunzima ukuthola ama Interview aMgqumeni. Thank u

    • @duma5184
      @duma5184  2 роки тому +2

      Ngiyabonga kakhulu Luyanda

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 11 місяців тому +7

    yayizithoba lendoda kubuye kusho phela ukut inobunsizwa phumule qhawe

  • @ZusipheNyukwana
    @ZusipheNyukwana 2 місяці тому +3

    The only one, UMGQUMENI, IDLAMANZI, IBHOVA ❤❤❤ CONTINUE REST IN PIECE MY KING 👑 IGCOKAMA❤❤🙏🙏🎸🎤💿🎶

  • @njengakuweluvuno3521
    @njengakuweluvuno3521 2 роки тому +12

    Ingoma zakho bhova aziphuph futh azideleki kuvele kubesengath ukhiphe izolo

  • @sifisokhumalo2348
    @sifisokhumalo2348 2 роки тому +13

    Mqali weyinkinga ...
    Wonke umuntu ufisa ukuba idlamanzi...
    Mina ngibonga leli elithi umuntu abamthandi bonke abantu

    • @duma5184
      @duma5184  2 роки тому

      Dankie lapho qhawe lakithi

  • @gptactical6658
    @gptactical6658 10 місяців тому +2

    Namanje qhawe usahleli phezulu nguwe nje u number1❤ wedwa .

  • @user-wm9qk4lh3f
    @user-wm9qk4lh3f 4 місяці тому +5

    Whooooo kodwa mhlaba 2009 ngyaksaba Bhova

  • @mondlisiqiniseko7213
    @mondlisiqiniseko7213 2 роки тому +13

    Lala uphumule maShobane mfoka maqhawe🙌

    • @duma5184
      @duma5184  2 роки тому

      Umhlaba ufihle lukhulu 🤝

  • @njabuloalbert1745
    @njabuloalbert1745 Рік тому +3

    Kumaskandi Nkulunkulu wayesibusisile ngalomuntu,wazoba umhlahlandlela kulomculo mzilikaz kamashobane nasezulwini koyihlo mkhulu uhlale kwesobukhosi kwakumnandi kusekhona wena aw ngeke skhohlwe❤

  • @vikashongwe7895
    @vikashongwe7895 Рік тому +4

    Mhlaba kawunoni,,isitsha esihle kasidleli,,siyohlala sikukhumbula qhawe👌

  • @bukhulubenkosi2297
    @bukhulubenkosi2297 2 роки тому +11

    Ngangimthanda kakhulu lomuntu umhlaba wonke jikelele

  • @khethiwebulawayo4214
    @khethiwebulawayo4214 2 роки тому +8

    Siyabonga mfwethu 🙏🙏ngavele ngamkhumbula kakhulu 🔥🔥💖💖💖

    • @duma5184
      @duma5184  2 роки тому +4

      Phephisa munt wasemzini eiii sekuyikho nje ukth sizithobe amanxeba ngawo amanoni ahlabahlosile asishiya nawo

  • @uvelabehlekeyoutubechannel3560
    @uvelabehlekeyoutubechannel3560 7 місяців тому +3

    Iqhawe lami languna phakade leli🔥🔥🔥Rip qhawe

  • @Thulz.
    @Thulz. 9 місяців тому +6

    He wished to have one of his offsprings succeeding him in terms of his music career, which is a dream that hasn't come to fruition 14 years later.

    • @Malwandemtshikanegmail.C-yp9lk
      @Malwandemtshikanegmail.C-yp9lk 6 місяців тому

      No sir you're not correct please listen to Maskandi he's dream became the whole maskandi Genre, khuzani, mthandeni, umdumazi, mjikijelwa, DSD, abafana bakamgqumeni, Jaiva zimnike... The list Goes on and on and on....

  • @lindolanga2349
    @lindolanga2349 Рік тому +4

    Ibebani😂😂😂💔 Hhho hhe

  • @sqinisekoandreus6130
    @sqinisekoandreus6130 2 роки тому +9

    Ngiyabonga I interview kudala ngayilangazelela

    • @duma5184
      @duma5184  2 роки тому +1

      Syathokoza kakhulu ngane yakwethu

  • @mduduzicharlessbiya5655
    @mduduzicharlessbiya5655 Місяць тому

    Wathi ngiyafisa ukut mangidlula emhlabeni kubekhona ezovala iskhala Sam kodw namanje akekho osivalayo leso skhat it's very sad ulale kahle Mzilikazi

  • @thulanintokozo1020
    @thulanintokozo1020 6 місяців тому +2

    🤴king

  • @khulekanindlovu8414
    @khulekanindlovu8414 2 роки тому +6

    AY MADODA NGIYEHLEZI NGIKUKHUMBULA NJALO MNGANI WAMI FUTHI NGIYOHLEZI NGIWULALELA

  • @nkanyisomkhize262
    @nkanyisomkhize262 6 місяців тому +1

    Mfoka maqhawe ayashiyana❤🙌🏽

  • @user-bp1vw4zu8t
    @user-bp1vw4zu8t 4 місяці тому +3

    2024 ewuuu

  • @bongumenzimmelimagubane2693
    @bongumenzimmelimagubane2693 Рік тому +3

    Ey ukufa😭😭😭😭ngivel ngicabange abami abazali bangishiya ngisemncane... Mgqumeni sengath umoya wakho ungakuthola ukuphumula Mashobane😭

  • @innocent3849
    @innocent3849 2 місяці тому +2

    Siyawathanda lamazwi njalo ayaphilisa 😢 download plz

  • @bonginhlanhlajali1885
    @bonginhlanhlajali1885 День тому

    i wish ukube isaphila lendodA

  • @mhleliinnocentsibiya3491
    @mhleliinnocentsibiya3491 3 місяці тому +2

    Hawu IDlamanzi💔😢

  • @mhlengenishabalala7953
    @mhlengenishabalala7953 11 місяців тому +2

    Usebenzile mashobane akekho oyogqiba lomgodi owumbile mf2 uyoba khona inguna phakade lala uphumule mbulazi

  • @mqondisisenzo8638
    @mqondisisenzo8638 Рік тому +2

    akekho oyofana naye

  • @yiminkunzintemnand9814
    @yiminkunzintemnand9814 2 роки тому +3

    Ay wagubha umgodi ongagqibeki lomfo iqhawelamilaphakade leli ngyanonga ngale interview

  • @khanyisanimkhize4690
    @khanyisanimkhize4690 Місяць тому

    Ngiyakhala izinyembezi bafethu njengoba ngibona u Kwakhe Khumalo ingane ka maMseleku. Eyyy madoda😭😭😭😭

    • @duma5184
      @duma5184  Місяць тому

      Ukhalelani?

    • @khanyisanimkhize4690
      @khanyisanimkhize4690 Місяць тому +1

      @@duma5184 le nsizwa ngiyayikhumbula mfowethu. Eyy izingoma zayo zangakha mina ngingena baba. Yaba ubaba kimi

    • @duma5184
      @duma5184  Місяць тому

      @@khanyisanimkhize4690 ngicela ukukuthuma kwi album yeDlamanzi ethi Phaphamani, udlale ingoma ethi Ningakhali. Wathi Ningakhali kepha Sithandaze. Phila njalo Mumbo omhlophe♥️🙌🏿

  • @sithembisomvelo9469
    @sithembisomvelo9469 18 днів тому

    Mfoka MaQhawe🙏

  • @handsoffjacobzuma2930
    @handsoffjacobzuma2930 10 місяців тому +1

    You still my king Mgqumeni mf2.....uqhubeke ulale kahle mfowami

  • @samkelomaphumulo3203
    @samkelomaphumulo3203 Рік тому +2

    lol ay lo baba😂🔥

  • @mxolisingubane57
    @mxolisingubane57 2 роки тому +3

    Inkos yamaskand,RIP gqumo

  • @sandilesah5109
    @sandilesah5109 Рік тому +3

    Inkuzi madoda kodwa ngiyakuzonda kufa

  • @mlungisimthembu2485
    @mlungisimthembu2485 2 роки тому +3

    Even now Mashobane akekho ovala iskhala sakho?

  • @ntombiziyamfisa8132
    @ntombiziyamfisa8132 9 місяців тому +1

    Ntombiziyamfisa ushuni wentaba isangoma somaskandi ibhova Yi bhova

  • @bongumenzimmelimagubane2693
    @bongumenzimmelimagubane2693 Рік тому +2

    I album yedlamanzi iyona eyayinestayela esimnandi kakhulu namanje ngisanewo amalbum alo

    • @duma5184
      @duma5184  Рік тому +1

      Eiiii kyashiyaaana mtaka nkomose mina ngangithanda Abakwethu hhei🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️🙆🏿‍♂️namanje mangidlala ethi Amadolo phansi vele ngikhumbule ngsengumfanyana

  • @wandilensibandze3445
    @wandilensibandze3445 3 місяці тому +1

    Injulabucopho eno 23 years

  • @SyabongaBhebhe-tn8en
    @SyabongaBhebhe-tn8en 8 місяців тому +3

    Elikadikadika

  • @gxmanqelexolani5484
    @gxmanqelexolani5484 Рік тому +2

    ewu madoda isikhumbuzo salensizwa

  • @likhwancube5984
    @likhwancube5984 6 місяців тому +1

    Yayiyinsizwa lendoda

  • @Thwalinja-ZN
    @Thwalinja-ZN 10 місяців тому +1

    Hamba Dlamanzi likaMaqhawayashiyana mntwana kaMntungwa

  • @sidetechsidetech3086
    @sidetechsidetech3086 9 місяців тому +1

    Akasoze wabakhona umculi ozokwazi ukwenza ukwenza amaqembu angaphezu kwayayishuminanye eyedwe futhi awaqophe wonke nyakamunye aphumewonke abemnandi wonke...ziyohambinsizwa kuyosalibongo , sesilibele ngabaculi abafana no Micheal Jackson, kodwa wena nanamuhla lokhu igama lakho nomculo wakho usaphayiza enkundleni...

  • @mthembenidlamini2416
    @mthembenidlamini2416 11 місяців тому +1

    King of Maskandi

  • @mthokozikhali9557
    @mthokozikhali9557 2 роки тому +3

    uyobusiswa emazulwini mntakaNgenzeni

    • @duma5184
      @duma5184  2 роки тому

      Impela bhuti heeii

  • @thabisablose9451
    @thabisablose9451 2 роки тому +2

    Indlamanzi madoda🌍💙

  • @philaningcobovictor5366
    @philaningcobovictor5366 Рік тому +1

    Kwakuyinsizwa le bafw2, lala uphumule mfoka maqhawe ayashiyana

  • @SthabisoSthembiso
    @SthabisoSthembiso Місяць тому

    ❤❤❤❤

  • @sifisontuli3479
    @sifisontuli3479 Рік тому +1

    Yey Bhova 😭😭😭😭

  • @nomalizoMdudi
    @nomalizoMdudi Рік тому +2

    Kodwa mhlaba😢😢

    • @duma5184
      @duma5184  Рік тому

      Okomhlaba kuyosala lapha.

  • @lindokuhletwala5494
    @lindokuhletwala5494 10 місяців тому +1

    isifiso sikaBhova🥲

  • @njabulomthethwa3014
    @njabulomthethwa3014 Рік тому +2

    You can not believe ukut ngangina6 ngiqala ukulalela lensizwa

    • @duma5184
      @duma5184  Рік тому

      Nngikhumbula ngina 11 mekungena iculo lamaGeza inyoni yami.... Hhei ngangiyeka ngisho ukushaya izinyoni ehlathini lakwambhonono ngigijime ngiye ekhaya likaBaba ngiyolalela 😭😭😭😭ei laba Bantu babewakhetha amagama Uma becula

  • @SaneleNgubane-qb1ks
    @SaneleNgubane-qb1ks 3 місяці тому +1

    Lalineminyaka emngaki ibhova lana?

  • @LuccyMasuku-nc2mk
    @LuccyMasuku-nc2mk 4 місяці тому +2

    😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @Thwalinja-ZN
    @Thwalinja-ZN 10 місяців тому +1

    Bathi yiBhova likaDikadika

  • @cassimlapson3904
    @cassimlapson3904 Рік тому +1

    👌👌👌🙏🙏🙏🙏❤

  • @NvumileNjobe-jc2gi
    @NvumileNjobe-jc2gi 5 місяців тому +1

    Kuba bayavuswa abantu 😢

  • @user-pt2dt7ds1k
    @user-pt2dt7ds1k 8 місяців тому

    ❤❤❤❤❤❤❤

  • @bonginkosidlomo545
    @bonginkosidlomo545 2 роки тому +3

    Wasenza kufa ngokusithathela iqhawe langempela

  • @cyabongamahlase6129
    @cyabongamahlase6129 2 роки тому +2

    💔💔

  • @MfokaZinqaObala
    @MfokaZinqaObala Рік тому

    04:35 😂😂😂

  • @thembinkosimhlongo9832
    @thembinkosimhlongo9832 2 роки тому +1

    🤔🤔

  • @phiwamchunu3796
    @phiwamchunu3796 2 роки тому +2

    Plz bafethu ngicela namanye

    • @duma5184
      @duma5184  2 роки тому +1

      Imaphi amanye ongawathokozela?

    • @phiwamchunu3796
      @phiwamchunu3796 2 роки тому

      @@duma5184 if ngithola i interver ye juke box bhut

  • @sbongisenihlakaniphan6566
    @sbongisenihlakaniphan6566 7 місяців тому +1

    Siku 2023 November 11 sikulalele

  • @Sheleni676
    @Sheleni676 11 місяців тому

    Up

  • @georgekhumalo9172
    @georgekhumalo9172 2 роки тому +2

    Download

  • @bongimpilobuthelezi84
    @bongimpilobuthelezi84 Рік тому

    Danko mft ngomlando weqhawe

  • @Malwandemtshikanegmail.C-yp9lk
    @Malwandemtshikanegmail.C-yp9lk 6 місяців тому

    You must go back to 2000s listen to Maskandi before uMgqumeni then you'll have a clear view

    • @duma5184
      @duma5184  6 місяців тому +1

      Ngiyakuzwa, view of what exactly?

  • @mzamongubane5203
    @mzamongubane5203 Рік тому +1

    Wayeqinisile uQondani Mthethwa intenesha ukuthi yayinamahloni kakhulu
    kakhulu le yakoMashobane ikhuluma ibhekise amehlo