Qondani Mthethwa-Umlando ka Mgqumeni, Nokusebenza no Mgqumeni part 1
Вставка
- Опубліковано 30 сер 2022
- uQondani Mthethwa echaza ngokuhlangana kwakhe no Mgqumeni iBhova .
PERFECT TV SA
WHATAPP NUMBER: 079-394-6084
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE & COMMENT - Розваги
But mf2 awkwaz uk interview muntu ziningi kabi izinto enizikha phezulu lana nd nawe kbukeka ungawaz kahle u maskandi syadinga kwaz kuthi bazana kanjn no Mgqumeni kanye Nendidane kuye eksebenzen kuye ekxabanen kwabo ihlele kahle bafo into yakho ube nemibuzo ehlabahlosile
Your loyalty to Ibhova is unquestionably 🧡
Check u part time ngo 11:00 lamhlanje
0⁰0qpppqlll
Inqwele YeBhova and Idlamazi was always praise you ,Siyabonga Nyambose ❤️🔥❤️🔥❤️🔥🙏
Kuningi akufihlayo uNyambose kakhulukazi ngenxabano yebhova noDiliza
Thank You so Much mf2 ngokulanda lendoda ebukeka sengathi ikhohlakele emlandweni kaMaskandi, ngbonga kakhulu angazi ngingathini. I can’t wait for Part 2
Kubonga thina bhutii👍👍 siyajabula ukth khona abathakasela umsebenzi wethu
Kanti kungani umlando ungafiki ekuthenini uMuhle owaqhubeka naBafana bamahawukela
Wena No Mgqumeni best combo ngkhumbula le ngoba yakho ethi (niyogcina ngabo oNtambifut laba abathanda ama fashion bekhonze izimoto lena yam bhuti ngeke uyithole ngoba ithanda mina Ai indaba yemoto❤️🔥❤️🔥❤️🔥
Siyabonga I comment sisi
Lala nokuthula mfoka Mashobane hamba gqumo awunacala
Uphilile nezinsizwa umfokaMthethwa nomazingasekho eziningi....uphile nje Nyambose
🙌🙌🙌
Nyambose
Uzphethe kahle umthethwa uymbona.
Le ethi ilamantombazane ayasixabanisa eyoBuhle begubazi(Omantombane) by:Mahawukela
Sgcine singezwanga kut ukuphi uQondani njengamanjer, bafo zifundise Ukbuza umbuzo owodwa then umuntu aphendule, anyway Syabonga ngeInterview🙌🙌
😂😂😂😂ay bengiylindele ke le...
@@mfunekonomvalo6 🤣😂 Abantu abazifundise lomsebenzi
Up
Cut kamfoka mthethwa kuseyiyona le engiyaziyo.
Kodwa ke kuziphatha Kahle yikhona okugcina indoda iziphethe iphila Kahle.
Eiy khona iyabonakala indlela uMgqumeni abeyhamba ibingengangaye .
Uqinisile Nyambose kodwa nawe fudumeza
Mfwethu siyabonga nge content emnandi kodwa cela uzame ukuyeka umuntu oku interview naye ekhulume ungam ngeni kakhulu emlonyeni
Noted
Ngokuzayo anisilandele uSonakali Zondi
Ohk bafo sokwenza njengoba usho
Uzobona bafo sizomlanda
Inteneshe madoda, abanye amadoda asemlandweni lawa okumele sikhohlwe amagalelo akabanawo
Inqinso lelo mfethu makhulu amagalelo akhe kwi Bhova
@@perfecttvsa7051 phoo ubuya nini nayo inteneshe😎
@@nkosizubenathi7374 next week mfeth
Kunjalo Dlakadla
uBaba uMthethwa ❤️
Nguye lo ubabuMthethwa uwenza iNdidane ithi akahlukane negama layo 😂
@@quander1403 🤣🤣🤣 uyena
Siyivuma nathi ingoma siphansi Lee kwantaba zikhala amanzi kwamthwakazi kwelikamatshobane ezim
Siyabonga e 🇿🇼
Ngicela bhuti usilandele noSonakali Zondi
Sokwenza konke okusemandleni kunitholela yena
Can someone explain the idiom eshiwo uMthethwa ''I dewu esiqiwini lidiwa zimpisi'' what does it mean ?
Idube(zebra) . Izebra(prey) izimpisi(predators) izebra liba vulnerable uma liphakat kwezilwane ezizibonela inyama kulo. Shuthi ngokuka Nyambose labaphat bebelokhu behlangana nabo bebezenzela nje
Idube esiqiwini lidliwa izimpisi , Idube inyamazane , isiqiwi yilapho kugcinwa khona izilwanyana ezingozi njenge bhubesi ,izingwe ,ojakalasi nokunye okuyingozi,
Ngakho ke u Mthethwa uchaza ukuthi u mgqumeni weye xhashazwa njena yinoma ubani..ngqi.
Ngicela ukubeka uvo... Bafo ngibona kungangcono uma uyenza ivideo iphelele...
Inkinga bizoba yinde kakhulu bengicabangela amadata ababtu. But ngzoyenza le oyshoyo bafo sibone yenza kanjan siyabonga 🙏🙏
@@perfecttvsa7051 please My brother siyababuka o 2 hours ko MacG... Nalana singakwenza okufanayo...
@@bongansele7782 yazi bafo sike sibuke izigebengu nakhu okwakiti singakubuka even 3hours.
Wena qondani awunaso isisoka wawungakusho ngan lokho ibhova lisaphila ukhombisa ukuthi wawungabumbene Naye. Usholo kuth nowayephil nendidane usazokwenza njengoba wenza ayiii ufuna kabi udumo .okunye ugqugquzela ukuth abaculi bevilaphe ukuqopha .eiiii mina ngbona unonya
Khiphani uPart two kusasa 😂
🤣🤣🤣🤣awuu
😂 Good interview
@@charlesximba6970 siyabonga bafo part 3 soon uyeza
Alright bafwethu part three or u part two?.
@@charlesximba6970 part 2 ukhona bafo ucinge lapho
Mthethwa ubusoka noma angithi ubudoda kuwe dololo, its like u are taking all the credit for zonke izinto ezenziwa uMgqumeni @ the same tarnishing his image ngazo zonke lezinto ozisho ngebhova uthi lalifudumeza ingoma zabantu. If u are so good as u claim to be, ngabe phela ukude kabi nomculo wakho coz uqale ukucula esaphila umgqumeni kodwa ayikho neyodwa ingoma yakho eyaziwayo. Ulivukane elidala. Wena nje awudodile kukhona izinto okungamele uzivele umphakathi....uyabheda nje