UKHUZANI UHAMBE WAZE WAFIKA KUBO KWENGANE EYAYIKHALELA INGOMA YAKHE ENTSHA.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 гру 2022
  • #khuzanimpungose
  • Розваги

КОМЕНТАРІ • 408

  • @sizwethusi2218
    @sizwethusi2218 Рік тому +50

    Okwenzile abaningi bengakuthatha kancane kanti kukhulu🙌 long live kingKhuba❤️

    • @khulekanishabangu
      @khulekanishabangu Рік тому

      Eish bafwethu unkulunkulu usiphile lensizwa yakwa mbungose ,,unwelolude khuba mfowethu siyohlale sikuthanda ' Ronaldo kamaskandi❤️🤝

  • @andilemshedisibuthelezi4706
    @andilemshedisibuthelezi4706 Рік тому +18

    Ay koda mfanwami kyabonakqla ukhulele emakhaya wakhukiswa ngokwazi abanye abantu yazi yayinhle lento engiybonayo inhliziyo yakho iyanqaba ekwenze waba ilento oyiyonq namhlanje sengbonile 🙌🏻🙌🏻🙌🏻🙌🏻❤️🤞🏻

  • @Luyanda-sz2qv
    @Luyanda-sz2qv 3 місяці тому +2

    Ncoo nkosyam syabonga Khuzani😢❤but ngingumlandel kaMthanden kodwa syabonga well done ❤❤🎉

  • @ntethelelonzuza6557
    @ntethelelonzuza6557 Рік тому +25

    Lengani inesiphiwo ukuthi ingaletha umuntu omkhulu kangaka khona ekubikayo lengane, nawe ke Khuba ke wavele ke wenza kahle yongena nge marathon ezulwini ♡♡♡

  • @buyilebuyilenxumalo1385
    @buyilebuyilenxumalo1385 Рік тому +4

    I'm not your supporter mr mpungose but on this stage I would like to say may God bless you and keep good things 🙏

  • @mondisircelimpilo894
    @mondisircelimpilo894 Рік тому +7

    Aw uynsizwa mfoka Mpungose ukhule njalo khehla,yazi ngazthola senghleka ngedwa njr......syabonga Khuba

  • @nonhlelanga4606
    @nonhlelanga4606 Рік тому +11

    Danko big brother khuzani 💙 unkulunkulu akwadisele insuku zakho zokuphila emnhlabeni ngenhliziyo yakho enhle yoku siza abantu

  • @desiremandladd9009
    @desiremandladd9009 Рік тому +40

    khuba ngafikelwa zinyembezi ..this is touching my GOD protect you always

  • @anathiramba7390
    @anathiramba7390 Рік тому +12

    You did something that out president is failing to do 🙌🏽😭keep up doing the good work 🙏🏽🔥😍love you❤️

  • @vistom5784
    @vistom5784 Рік тому +4

    Angisiyena umlandeli wakho Khuba kodwa le oyenzile inqophamlando usuke esihlalweni wehle uzekubantu ndoda hhai ngena la ngyakvuma🤝

    • @mhlenginzimande24
      @mhlenginzimande24 Рік тому

      Khuzani nsizwa yakithi mina angiyena mlandeli wakho kodwa lento yobuntu unayo mina ngizithanda zonke zama skandi yinhle into oyenzela bantu.

  • @banelemadide2167
    @banelemadide2167 Рік тому +8

    Indlamlenze inkosi yomaskandi 💙💙🔥uyindoda emadodeni khuba qhubeke njalo

  • @mzothulemsezane2703
    @mzothulemsezane2703 Рік тому +6

    Khuba 💙usukwenze konke okuhle emhlabeni,uNkulunkulu akubusise 💙💙💙💙💫🙌

  • @bonganivussymkhize1105
    @bonganivussymkhize1105 Рік тому +26

    The King of Maskandi himself and the President of blue nation uNkulunkulu akubusise lapho othathe khona kuze kwande 💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙

  • @qondani30
    @qondani30 Рік тому +4

    😭😭😭😭 muhleee umsebnz wakho Khuba👏🏻👏🏻👏🏻 saze sangthinta isenzo sakho🥺🥺🤦🏾‍♂️ abant abanjengawe unkulunkulu ekuphe amandla akugcine udlondlobale kakhulu.. ophathiswe kona emazulwini kuyisbusiso nasemhlabeni♥️♥️♥️

  • @mthobisimadondo6829
    @mthobisimadondo6829 Рік тому +4

    Isandla sendlula ikhanda mfoka mpongose okwenzile kulengane kuyobusiswa emaZulwini🤝🤝🤝🤝✊✊

  • @sibusisomngomezulu9287
    @sibusisomngomezulu9287 Рік тому +27

    Khuzani you the king, God bless you

    • @mcsiemtetua1037
      @mcsiemtetua1037 Рік тому

      U chief wakho phela

    • @siphenathimadumelwana3432
      @siphenathimadumelwana3432 Рік тому +1

      Eyi ndodakuthi lento uyenzayo ikhombisa Ubuntu bambalwa abantu abakwaziyo ukwenza lento uyenzayo qhuba mfoka mpungose Kwande aphu thatha khona

    • @nokuthulanala4735
      @nokuthulanala4735 Рік тому

      Phambili khuba 🙏🙏🙏💖

  • @sizakelevictoria4116
    @sizakelevictoria4116 Рік тому +3

    Jehova qhawe akugcine nje aqhubeke nokukuphakamisa kodwa wena uhlezi uphansi zikhathi zonke.Syabonga qhawe.udume umhlaba wonke kodwa uzithobile .💙💙💙

  • @BuhleNxumalo-lm4mz
    @BuhleNxumalo-lm4mz 3 місяці тому +1

    Syabonga mpungose kwande lapho othathe khona uyindoda yangempela❤❤❤❤❤

  • @siyabongasibongisenintshin2483

    Ngyakuvuma Mina mfokampungose ngiyindodana kaMadoda Ntshingila( Dokzin), ayi unenhliziyo enhle mfokababa unkulunkulu akwandisele konke nje kulunge ngendlela ofisa ngayo,
    Awsesiyo inkosi njeh kumaskandi kepha usungunkulunkulu wabo uqobo

  • @brandennick5376
    @brandennick5376 Рік тому +4

    Mfo kaKhuba ngisho nase Limpopo siyakuthanda King of Maskandi

  • @ntokozotk6981
    @ntokozotk6981 Рік тому +1

    Khuhle okwenzile Khuba, qhubeka njalo mfokaMpungose imisebenzi iyazikhulumela.

  • @user-rd5lr1jj6t
    @user-rd5lr1jj6t 6 місяців тому +1

    Khuzani is the king ❤waze wasiphatha kahle isizwe 😊God bless you

  • @happyncube4367
    @happyncube4367 Рік тому +11

    So touching indeed,sibusisiwe isandla esiphayo kune samukelayo

  • @andilecheetah2194
    @andilecheetah2194 Рік тому +5

    Inhliziyo yakho yinhle mfokaKhuba wangcela waqinisa kwiNdidane🔥👌

  • @siemoyo285
    @siemoyo285 Рік тому +3

    Ngase ngiba emotional ke nkosiyami 💙💙💙💙💙
    Khuba may you be forever blessed with

  • @LuhleloXulu-xh5de
    @LuhleloXulu-xh5de 10 місяців тому +2

    Okwenzekayo uNkulunkulu uyakubona mfoka Mpungose❤️👏👏 akwande Gawozi

  • @sphelelengema8311
    @sphelelengema8311 Рік тому +2

    Sbonga ukuzehlisa kwakho ndlamlenze nokubazi abantu abakulandelayo👏👏👏💙💙💙

  • @MACZAIDKNONBABA
    @MACZAIDKNONBABA Рік тому +1

    Ei Khuba uNkulunkulu akuthwalle njalo👌🏽🙌🏼🙌🏼🙌🏼

  • @lindokuhletembe349
    @lindokuhletembe349 Рік тому +1

    ayyy akukhulumeki loku kufana nokuth wenzele izinkumbi zabantu injabulo khuba nokufundisa nje okuthile syafunda ke nathi ngendlela kuth kwenziwa njan empilweni

  • @phumezaladyp1452
    @phumezaladyp1452 Рік тому +3

    Sibonga lo Mama owakhulisa u Khuzani, Inhlonipho siyibona kuwe mfo ka Mpongose

  • @YangaNkumanda
    @YangaNkumanda 6 місяців тому +1

    Ndavele ndahlelwa zinyembezi😢uyinkosi ngempela khuba💙💙

  • @thokogobidolo7868
    @thokogobidolo7868 Рік тому +4

    Siyabonga khuba ngokwenzele ingane ukhombisile ukuthi unobuntu uyazwelana ngabantu akekho ongakwazi ukuzenza lezinto ozenzela abantu inkosi ikubusise mfo kaMpungose izwe elakho up khuba

  • @thembagodfrey6443
    @thembagodfrey6443 Рік тому +1

    Kuyisibusiso Njalo We Mfoka Khuba Ukthandwa ❤Zingane😇Eskhulu Kabi Futhi, I Nkosy Ikubusise Amen🙏🙇🙌

  • @ulendamalimas1491
    @ulendamalimas1491 Рік тому +4

    Am from Venda you're a man zwa vhukuma ndi a zwilivhuwisa hezwo ndaaa

  • @nonkululekobhengu2540
    @nonkululekobhengu2540 Рік тому +3

    Ngamane nga emotional kodwa Khuba May God continue to pour his blessing to you

  • @zusiphezusiphe4075
    @zusiphezusiphe4075 Рік тому +5

    Ungichaza nje ngalokhu uKhuzani mina inhliziyo yakhe yinhle🤞🤞

  • @goodneessithembisomabaso4010
    @goodneessithembisomabaso4010 Рік тому +1

    Khuzami ngyakubongela Mfethu uNkuluNkulu ukuphile ukumazi omunyuMuntu awuthanga ngoba usuncono empilweni wasukhohlwabanyaBantu 👏👏👏👏

  • @nkosinathiwellingtonkhuzwa6237

    Ngiyayiqala ke into enje. Sengathi uNkulunkulu angakubeka, uqhubeke usijabulise ngomculo omnandi nano musa wakho omuhle kangaka 💙💙

  • @giftsiphongwabi9724
    @giftsiphongwabi9724 Рік тому +4

    So emotional, iNkosi ikubusise mfoka Mpungose. Anginawo amaningi

  • @NonhlanhlaMbhele-c5b
    @NonhlanhlaMbhele-c5b 3 дні тому

    Awu ukhule ndoda okwenzile akwandele Bani siyawubongisa umdeni mina ngiyazithanda ingoma zakho Kona le ethi ijele ❤

  • @ntombenhlecebie7849
    @ntombenhlecebie7849 Рік тому +3

    More life more blessing ...malume
    Imisebenzi yakho mihle 🙏❤

  • @nosmilohmbense6264
    @nosmilohmbense6264 Рік тому +4

    muhle umsebenzi wakho nokuphila nabantu uyakwazi❤❤❤

  • @vuyokazinodangala746
    @vuyokazinodangala746 Рік тому +2

    Wena nomeva mhlabauo kodwa dlule my king⛱️

  • @kwazikhwakhendimande9040
    @kwazikhwakhendimande9040 Рік тому +6

    Kwavele kwafika umphakathi🤣🤣🤣

  • @charlesmamba6876
    @charlesmamba6876 Рік тому +4

    This is grea King💙💙💙Welcome

  • @user-pb1gk7lu7w
    @user-pb1gk7lu7w Рік тому

    Syabonga Khuzani uJehova akubusise uqhubeke njalo ukhuselwe ngisho kwabakufisela okubi khula ndondana kwande lapho uthathe khona qhubeka njalo ngokwazi abalandeli bakho

  • @sizwemlambo7455
    @sizwemlambo7455 Рік тому +5

    Khubaaaa 🤟

  • @nkosiedlamini2798
    @nkosiedlamini2798 Рік тому +3

    Cha ubuqhawe ke lobu, dankie Khuzani mfwe2

  • @ruthsibanda1221
    @ruthsibanda1221 Рік тому

    Nkosiyami❤️❤️❤️🙌🙌Khuzani inkosi ayikubusise yezwa. Kwehla inyembezi k'mina ezenjabulo

  • @fikiledlamini7221
    @fikiledlamini7221 Рік тому +4

    Truly luv this 💖 💓, may God continue to bless you abundantly.

  • @zamamajola6080
    @zamamajola6080 Рік тому +2

    Khuzani siyabonga kukhulu yinhle lento oyenzile🥰🥰🥰

  • @user-xk2cv3jn3d
    @user-xk2cv3jn3d 6 місяців тому

    Im not maskandi man but i feel emotional ...this is the real man ,most of the celebrities cant do that

  • @ambrosndlovu972
    @ambrosndlovu972 Рік тому +3

    Angiyena umlandeli wakho okuhle kuyachonywa ashilaaaaa demed

  • @bongibuthelezi8451
    @bongibuthelezi8451 Рік тому

    Inkosi yandise lapho uthathe khona. Kobe nabanye osaziwayo basika iphethini kuwe. Awukhethi ukuthi Ubani... Onani Lo obekhalela ingoma yami❤❤❤❤🎉🎉

  • @Bangela_nathi
    @Bangela_nathi Рік тому +1

    Siyabonga Khuba, kuhle lokhu okwenzile kubonisa ukuphila

  • @nokwandantuli7488
    @nokwandantuli7488 Рік тому +2

    Ngeke uhlale ungabusiseki mfoka khuba unkulunkulu akwandisele🥰

  • @mduduzinkosi405
    @mduduzinkosi405 Рік тому

    Umunt'ophil'nabantu Dankie Ndlamlenze okwenze kulomndeni ngathy ungakwenza nakweminye imindeni babaliwe abantu abenza njengawe Khuba God Bless You Kwande lapho othathe khona💙💙💙💙💙

  • @mondlijiyane6189
    @mondlijiyane6189 Рік тому +1

    Woow siyabonga Khuba loku okwenzayo kuhle kakhulu mfwethu umsebenzi wakho mkhulu kakhulu inkosi isigcinele wena siyawbongela nomdeni womntwana #umqhelenethawula

  • @sfisobrightnkosi9291
    @sfisobrightnkosi9291 Рік тому +3

    Wavedane wangkhalisa bafo, uthando lwakho bmfwethu luyingqayizvele.awukhethi ngomncane ngomdala🎸🎸🎸💝🥰🥰

  • @lindanibaqedemlondo2042
    @lindanibaqedemlondo2042 Рік тому +4

    Khuzani Mfanakithi Ukuzehlisa Kwakho Ngaso Sonke Isikhathi Yikhona Okuyokwenza Ukuthi Igama Lakho Lihlale Liphezulu. Ababaningi Abaculi Abenza Lento Oyenzayo mf2 Engathi uNkulunkulu Engakugcina Mf2. Ume Njalo. ✊

  • @Aypeesibenimedia4114
    @Aypeesibenimedia4114 Рік тому +4

    Well done Nkosi yomaskandi

  • @siceloterrencekanyile8151
    @siceloterrencekanyile8151 Рік тому

    Awu!!! Ngafikelwa umunyu mfowethu Khuba. UJehova akubusise uphumelele kukho konke okwenzayo nokufisayo🙌🙌🙌🤝

  • @NomvuisoLukozi-ck2wx
    @NomvuisoLukozi-ck2wx Рік тому

    Kade ngasho uba Indlamlenze sisi Aram nje senkosi ngisho nje angazi okutheni NGO maskand Kodwa Hai uyahlonipha Loko ezehlisa nje ubhuti wabantu Eastern Cape ikhala ngawe unguvala ungashintshi lokho ubazi abantu❤️🤝

  • @thandytk5547
    @thandytk5547 Рік тому +1

    Wow!! siyabonga nkosi yomskandi ubukhosi bukufanele big up✊

  • @randyradebe6821
    @randyradebe6821 Рік тому

    Nabangakafuni ukuvuma bayoze bavume Khuba🙌🙌🙌

  • @hlekimsomi9981
    @hlekimsomi9981 Рік тому

    Wow Khuzani 👌 ngiyayitjanda indlela owenza ngayo izinto,Inkosi ikungcine njalo nje.

  • @makhosimwelase5885
    @makhosimwelase5885 Рік тому

    Ngoloku ngasho akekho oyofana noKhuzani unenhlonipho unothando nabantu uyohlezi ehamba phambili akukhulise uJehova mtanami unobuntu 🙌🙌

  • @ozemungulube9011
    @ozemungulube9011 Рік тому

    Yaze yayinhle inhliziyo yakho mfoka Khuba ... please keep it up may God bless u

  • @darlingtonmntambo
    @darlingtonmntambo Рік тому +2

    Kodwa Khuba mfana izinga okulona kalisakuvumel ube ulokhe usilwa izimpi zomaskandi ndoda shiyaphans lokho muhle umsebenz wakho neqhaza olibambile kumaskandi ngabafana bakho bayek ukushaya abafana bakaNtunsula wena njr keep up good work siyakuthanda iSizwe sonke ✊✊ngiyayibonga into eyenziwa wuwena kwande Lana othathe khona

    • @mxolisikhenana666
      @mxolisikhenana666 Рік тому

      kuhle mfethu okwenzile kulengane nakulomuzi khuba sibonge

    • @yamkelamabhengu5842
      @yamkelamabhengu5842 Рік тому

      Isandla esiphayo sibusisekile kwande Khuba mhle umsebenzi wakho uhlale usenza kanjalo

  • @slindilezwane6567
    @slindilezwane6567 Рік тому

    Wow yazi kwavele kwafika izinyembezi ngesenzo sakho mfokaKhuba inkosi ikwandisele akwandile lokhu sikuqala ngawe ndoda🙌🙌may God bless you

  • @thobile1143
    @thobile1143 Рік тому

    Siyabonga khuba🤝 God bless you

  • @user-mz4zk6hf5j
    @user-mz4zk6hf5j 6 місяців тому

    God bless you bhuti khuzani ❤from eSwatini

  • @bongwecebisile4024
    @bongwecebisile4024 Рік тому

    Yim umlandeli kakhuzan ngilapha enkandla Cha nam ngidlulisa ukubonga izinto ozenzayo emphakathini 👍👍👍😁

  • @zamajobesithole2429
    @zamajobesithole2429 Рік тому

    U NKULUNKULU akugcine mntane Nkosi
    Makwaaande🙏🙏🙏

  • @innocentmpotulompotulo
    @innocentmpotulompotulo Рік тому

    Aww mfoka Mpungose Waze wane ntliziyo entle ♥️♥️💯

  • @zandilezikhali8835
    @zandilezikhali8835 Рік тому +1

    God blessed yu Khuba to recognize this little soul
    I'm happy for umah wengane nomndeni wonke. Inhle intoyenzile

  • @sibongisenimngoma507
    @sibongisenimngoma507 Рік тому

    Khuzani Mfo ka Mpongosi siyabonga thina siyi South Africa 🇿🇦 mna ndise Lusikisiki unabo tata abalandeli apha nase Mampondweni aaa Mpongose ukhule mfowethu

  • @boxermtshali6638
    @boxermtshali6638 Рік тому +2

    Aiy khuzani ngiphelelwa amagama elento oyenze lana ♥️ ❤️ 💖

  • @sonnyboynojija7130
    @sonnyboynojija7130 Рік тому +3

    Khula khuzani mnfana kampungose bazothi ububathengile ngoba umona

    • @yalezwasharon5831
      @yalezwasharon5831 Рік тому

      Uqinisile ngeke bamncome bonke,omonashe bazoyigxeka lento enhle kangaka❤️♥️✊✊Up my King

  • @thokozilecele6665
    @thokozilecele6665 Рік тому

    Yayinhle into oyenzile Khuzani mdali akugcine akubisise bhuti 🤗

  • @sqinsekoenzy3578
    @sqinsekoenzy3578 Рік тому

    Nami nguSenzy wakwa Mlungwana ngyakhal khuzaningith nje cela ufik ekhaya😭😭ubusisekile ucc omncane nkosyam 💓syambongela kwande ndoda yamadoda bakith 😍uqhubek njalo ube nothando labantu🙏

  • @aphelelemtolo7608
    @aphelelemtolo7608 Рік тому

    Ncwaaa khuzani is sweet syayibongelingani🥰❤️❤️

  • @mantulodlamini691
    @mantulodlamini691 Рік тому +11

    Wow God bless you King Khuba🔥🔥🔥🔥♥️🙏

  • @mthokozisisakhile5563
    @mthokozisisakhile5563 Рік тому +2

    Yingakho ubukhosi bomaskandi bukufanele💙💙💙

  • @user-dr1bq4eu9d
    @user-dr1bq4eu9d 10 місяців тому

    Hau mgowth kodwa uhlukile hai ngeke 🙏🙏🙌🙌🙌

  • @mayibongwembambo8422
    @mayibongwembambo8422 Рік тому

    Wow Kwaze kwakuhle.siyabonga Nkosi

  • @zanelemillicentmasina
    @zanelemillicentmasina Рік тому

    Ngaze ngakhala thanks for appreciation nangeku tehlisa kwakho udume kangaka god shower more blessing to you my brother

  • @hlengiwethango6657
    @hlengiwethango6657 Рік тому +1

    Nkulunkulu akubusise Khuba 🙌🙌🤍🤍 💙💙💙

  • @lindoncube1085
    @lindoncube1085 Рік тому +2

    Ngiyakuvuma Khuba uyinsizwa impela.yingakho udumo lwakho lungasoze lushabalale

  • @chicconkosi394
    @chicconkosi394 Рік тому

    winner always share your absolutely a good role model syabonga bhuti.

  • @MciniseliMatsebula-kk4de
    @MciniseliMatsebula-kk4de 3 місяці тому

    All the best Mpongose the 🔵

  • @Voola_Vala
    @Voola_Vala Рік тому +1

    Masibonge kuwe Nkosi, siphinde sibongele nengane. Kwande apho uthathe khona🙌🏾

  • @sibusisomorgen1432
    @sibusisomorgen1432 Рік тому

    Ncoo😍❤️ kwande lawuthathe khona khuba!!🙌

  • @samimthiyane8152
    @samimthiyane8152 Рік тому +1

    Iphi leyo video ngisafuna ukuyobona.
    God bless u Khuba

  • @lindenisithole5585
    @lindenisithole5585 Рік тому

    Syabonga yazeyayinhlè into oyenzele ikona sikuthanda God bless you

  • @bongumsangcobo6708
    @bongumsangcobo6708 Рік тому +2

    😄😂😄kukhona othi "uzoshaya u live mayeqeda mhlampe uyabhimba nje"😂😂😂eyyy
    Winkinga khuba big up💪✊✊

  • @sbahlembongwe4638
    @sbahlembongwe4638 Рік тому

    Thank you very much Khuzani 😊 to respect children. 👌🧞‍♀️

  • @brandtestandtaste9717
    @brandtestandtaste9717 Рік тому +10

    Ufundile uyahlonipha unenhliziyo enhle unothando nomusa uyanakekela usebenza kanzima uhleleke kakhulu uKhuzane bonus voice yakhe mecula usina ungakwa uze usine kodwa 🤣🤣🤣syabonga Khuba umenjalo ephalamende wena uyangena cos winkosi yawowonke amaciko abekho abake benza nje emlandweni

  • @nkanyisosithole3460
    @nkanyisosithole3460 Рік тому +2

    Wow kwaze kwakuhle okwenziwa uKhuba

  • @nkanyisonyandeni2985
    @nkanyisonyandeni2985 Рік тому +2

    Yayinhle into Bafwethu Lena Uma uyibuka zigcin sezehla nje... Izinyembezi zenjabulo.... UyiNkosi yabaculi khuzani.... Abaningi sengathi bengafunda kuwe