Hmm this channel I'm never leaving it I love these kind of interviews ngoba iningi lama channel bayabheda umuntu eyi legend baqala ukutatazela sebeqamba amanga ngaye sengathi babemthanda siyabonga kakhulu
Cha amampunge nje . Shosholoza by Bhekumuzi n ibhov , ingane zoma ft ibhova. Bhekumuzi ft ibhov imfene nenkawu. Bayayidlula leyongoma yakhe lomtshengisen n he interviews himself .
Some time later I was still working as an important person on a show called morning luve on sabc2....wafika as a guest performer.....wow masixoxa....ngyabona ukuthi akangiboni....ngathanda inhlonipho yakhe......lobaba uhlonipha sengathi ubhema insangu. Indoda le
USothole looks comfortable than usisi oyi host yenzeka kanjani ke le ? Usisi akalona igagu lokukhuluma nembuzo yakhe is just question ugqitshwa usomnandi . La Ngathi u Somnandi uyena iphethe I show usisi uvakashile. Eishh guys 😢
Don't forget to subscribe and press the notification bell. Thank you
Awazi lutho wena sisi ngomaskandi
Sicela uFihliskhwele
Nawe lungisa audio yakho
Lungisani i sound bafwethu.
Syabonga mfoka Langa ngokuth nikhumbule amaqhawe ethu kamaskandi. Ukhule mfwethu. Omfoka Molo bhut loyo Ibhova. Ayi bekuyokhokholezo fut benabalandeli kakhulu. Ay angyeke bakith kufika inyembez. Ngathin nje oMjikijelwa Mageza amahle ngabala ngithi. Hay kulungile makuyintando yakho Somandla. Lalan niphumule ngokuthula maqhawe akith kwaZulu sohlez sinikhumbula ngemisebenz yenu emihle enisenzele yona. Zohamba insizwa kosala izibongo 😭😭😭😭😭😭
Kodwa ibhova noMfokamolo salute
Kwakhothama izinsizwa mhla kulala lezo Nsizwa ... namanje ngsaphusha ngazo, ay zayibeka induku ebandla
Thank you siyabonga ngokuhlonipha our Living Legend proper excellent interview
Ususele wedwa ezinsizwe kodwa benenza kubemnandi ❤❤❤
Your music videos are best 👌 than any other maskandi singer sothole
Best collaboration ever Mfoka nambe 4 ne Ndidane ungayaphi uyephi
Yeyi ibhova nomfokamolo kusms khohlwa asibeke oqhawelami eceleni
@mondlimncube7138 impela yi hit leyo kodwa kule collaboration ka Gcwensa no Somnandi Maningi kakhulu ama hit. Yi big 4 yangempela
Imaph lawoma hit adlula izulu liyaduma ne mfene nenkawu@@thubelihlesamkelo2266
Yogeta,istik'swidi sabantwana😂😂😂kukhala oglamour no yellowbone bathi "hy, somdelicious"
Uphile somnandi uyahlonipha baba sikukhonzile qhawe
Ukhuluma kamnandi usothole engathi engalokhu ekhuluma kamnandi nje
Any interview with this Legend i take my time
King of masgandi ,sikuthanda lako Bulawayo
Hmm this channel I'm never leaving it I love these kind of interviews ngoba iningi lama channel bayabheda umuntu eyi legend baqala ukutatazela sebeqamba amanga ngaye sengathi babemthanda siyabonga kakhulu
Salute nsizwa yangakithi emakhaya, ngithanda ubugagu bakho emculweni nasekukhulumeni
Abekho abayofika kule Big 4 suka madoda
Yhoooo baze bayigaxelisa ingane ayazi ngisho kwalomgxushulo awushoyo iSothole akazi neyodwa ingoma yalamaqhawe akhuluma ngawo futhi nje akazi kwawona lamaqhawe
😂😂Wehla wenyuka guluva eyyy kanti zazikhala sothole
Mfoka langa, nanibancane ku Mgqhumeni no mfoka luthuli. SMS uyi national athem kamaskhandi
Siyabobonga webalandeli bethu kunjena namhlanje kungexayenu 🔥🔥nake nasizwisa umnandi shamm
Syabonga engathy ingakhula podcast yinhle kakhulu syabonga ngosothole ngyakthanda mphathi wohlelo❤❤😂😂
Credit to get a legend, you will grow guys
Isibusiso sasekhaya siyantshontshwa 😊, Siyabonga Sothole.
Mkokamolo uyinkosi yenu nonke noma ningathini, ayiii somnandi ukhuluma kakhulu
Cha amampunge nje . Shosholoza by Bhekumuzi n ibhov , ingane zoma ft ibhova. Bhekumuzi ft ibhov imfene nenkawu.
Bayayidlula leyongoma yakhe lomtshengisen n he interviews himself .
😂😅losis bakithi yi 2K akazazi lezingoma akazi nokuthi mele ethini😂😅 kumnandi ukulalela ubaba u somnandi❤❤❤
Sothole ❤❤❤❤❤❤❤❤🤝
Siyakuzwa baba kodwa ngesiphiwo nonke nobane ngesiphiwo ayii umgqumeni beyinkinga nogcwensa washo wathi ibhova belinesphowo esingenhla
Shono kahle ukuthi ubuthanda ibhova
Lamadoda nje womane abeyenza into yawo
Wonke amaqembuuuu ashiwo ubaba usomnandii ngiwazi kahle wonke 😂😂😂
Umosha iskhath baba Sothole ngokcula. Kmele sgxile emlandwini kakhulu
Hhayi kodwa uyinsizwa kaNina ❤
Insizwa le, engesidlova ke futhi.
Sicela nenze homework before nibize amaciko. USomnandi ube ready ukukhuluma. Nosisi udinga i training ngokushesha
Kodwa bakithi umuntu othuka umuntu onjena ayii abanye abantu o sathane shame phela akekho umuntu ohlonipha nophansi ngalendlela lobaba ngyamthanda with all my heart inhliziyo nokuzihlonipha kwakhe
mamsuthu inumber yakho kodwa mamah❤
Mfaz'omnyama: F the big 3, it's just big ME 😅😅😅
Angisalindanga nokuthi uze usho ntokazi mangfika nje ngvele nga subscriber
Usisi ngabe ungumzulu hau khalantombazane😭😭😭🤦♂️
Lobaba😢😢😢. 2014 i hired him emcimbini owawumkhulu kakhulu...kanti lowomcimbi uzongenwa umoyomubi, Umaspala wasemthatha wavele wakhiya amasango. Lendoda yathi kimi Dlamini...mfwethu thina sesibadala kulomsebenzi sishayeke sonke akekho okweleta omunye. Khululeka. Lapho ngimukweleta u20k.
Some time later I was still working as an important person on a show called morning luve on sabc2....wafika as a guest performer.....wow masixoxa....ngyabona ukuthi akangiboni....ngathanda inhlonipho yakhe......lobaba uhlonipha sengathi ubhema insangu. Indoda le
UYAMBONA NJE UKUTHI UBOREKILE
Bathi umama Shabalala ngeke azale inkosasa wavela uSomnandi uyasabeka,Somdilidili
Igagu olimini lobaba, Sothole 🙏
Njengejuba umfan onjan loyo ai
😂😂😂😂ayfiki nogatsheni kade yafika🤣🤣🤣
😂😂😂igagu uThokozani Langa
Umgqumeni wayenehlula nonke nabadala nani nalaba abakhona manje nabasazozalwa still usazobahlula finish
Uyazhlanyisa wena yimbudane le uyishoyo
Wayebehlula bonke umfokaMolo
Ayibuzwanga kodwa letonto
Umfoka Molo uyena owayebahlula bonke ngengoma nango live
Isbongo sakwabasi sikhona kwelakithi nmz kuze kunanesgodi sabo ekthiwa kukwabasi
Uphile baba ulanga 👏👏
Awu mfoka Molo ❤
Baba sothole ayikabi ubaba uSipho Mhlongo isekela lika mntwana. uVanana. wakwa Minya🙏
Akasilo isekela kodwa naye unguMdidiyeli iSilo sathi uMntwana uVanana ukhethwa ngenxa yokuthi kumele akhuze abaNtwana uma sebephuma endleleni ngoba cishe bengamthatha kancane uMhlongo ngoba engazalwa eNdlunkulu kaZulu
Uyinsizwa mfoka Langa mina ngikwazi kudala usazabalaza uhlala eDK lapha eSoweto ezone 6 usahlala emkhukhwini nkabiyami buka namhlanje usunjani
Akazi nokuthi lidumep lomntwana😂😂😂
Lengane nidlalelani ngayo ngoba ayazi lutho🤣😂
Waze wathamba ucc uSomnandi ecula yedwa uzuyaqeda
"Ngizwa kuthiwa wehla wenyuka Guluva uyoze ubemncan'umlenze"🤣....kodwa uMfo kaMholo nokusa nje
Makhulu kodwa lamagama Sothole *abaculi bamanje sebenikuvilapha nokuzithwala abasafuni uku promoter abasawahambeli nama rank bethengisa umsebenzi wabo* sebalinda ukukhangezwa yilaba bama event abahleli benicimbi.
Le podcast 😢ngyakhala ngayo inhle kakhulu ifuna ni promote kakhulu
Nawe sicela u share kuma Socials akho.
Lomtwana kayexoxa lontangabakhe abamapiyano
Kodwa Bab'sothole yinsizwa yathi 25k copies kwa nyakaza umhlaba . ... Yi yogurt i'stick swidi sabantwana🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Please bring Tornado Ntenteni
Lungisa iSound yakho sisi wami kuza kahle khona
Ngiyafisa ukuhlangana ubuso nobuso nobaba uLanga, kukhona la engibona khona ukuthi angenzi kahle futhi luningi ulwazi engingenala
Asihlele, sisazohambela amanyuvesi naye. Lokhu usilandela.
Somnandi yesabeka Nami ngagana ngayo ngo 2009 kwaceza ,ngangithi mangithi cosu nezintombi sicoshe phansi hhayi basangihlonipha bethi yeyi nangu umakoti wenganekwane oyinurse hhayi ngyayivuma somnandi inganekwane hhayi Yashisa bhe.
Uyambona lomama owayehlekisa ngami namhlanje useyinganekwane. Amahlathi wona no Thulani Manana?🔥🔥🔥
Eish your audio😢 but great interview
Sound yavele yayona
Sound bafowethu ayilungiswe bakwethu😢
Next time nilungise indaba ye sound ayikho ry
USothole looks comfortable than usisi oyi host yenzeka kanjani ke le ? Usisi akalona igagu lokukhuluma nembuzo yakhe is just question ugqitshwa usomnandi . La Ngathi u Somnandi uyena iphethe I show usisi uvakashile.
Eishh guys 😢
uSomnandi akanawo umona
Eish siphila ngokwamazwe ahlukene kodwa ukukhuliswa sakhuliswa ngendlela eyodwa
vele umfana uqala embuzini. ajahe amazinyane ewabamba avalelwe esibayeni angahambi nabonina ngoba ayodliwa zinkozi noma amakhanka
Asuke njalo ayemankonyaneni
aphethe ngolusa inkomo
Isisoka kuwe baba uLanga 🤝
❤
Isoka lokuzalwa
Somnandi uyesabeka
Professor langa
Ubani kodwalo ovumele lengane kuthi uzo inteviwer ingqalabutho kamaskandi ngoba ayaz Noma lidumephi
cha uyilegend babu somnandi fut kade ushaya amahits....kodwa losisi uyabanda qa akaz lutho mm
Lengane kanti ayazi ngisho ingoma eyodwa
INdidane was The God Of Maskandi
Abantu bafocus ezintweni ezi nagative nje, o poor sound ntonton, abasabonanga nobuhle bentombi.. After all great studio sith the legend.
Lotayima Lona umashelwe utime 😂😂😂😂
Kodwa upresenter ukhathele
eish ngiyasithanda isisoka nokuhlonipha kwa bhuti Somnandi ngathi ngambuka usuku lonke
Ama DVD ngisho nanamhlanje sekwaba nayonke le technology kekho oyoba nama DVD asezingeni lakhe
Somnandi uyesabeka unjenge khekhe lezinyosi
Uyabona udilishiyasi uyacikoza ngolimi lakhe
Siyabonga kakhulu
Sisi besicela ulungise indaba ye sound Eix it’s very bad
usis engathi akawazi umaskandih
Enkosi Tata usomnandi undikhumbuza ukhula kwam nam ndikhula ndisolusa inkomo kube kubi ekuseni xa usenga ithole fike lifuna uncanca ngenkani
Unobuntu Sothole uyakwazi ukubuka izinto ngeso lokukhula
Bekufuneka umuntu obesengathi ukukhula khula
Presenter ithi ubaba u Somnandi mudala
uqinisile uSomnandi yayimnandi iCollaboration yakhe neNdidane
oKhozini akababalanga nje uma ebala abantu asebenze nabo
Igagu lokuzalwa leli
😂😂😂😂😂Akawazi umaskandi losisi. Ay lutho nje sdalo. Ungenile wenza ngoba kwenza abanye but akazi nix
Umfoka Molo wayenesisoka naye
Dudlu
Ubaba wesizwe
KwakuyiNkunzi umfokaLuthuli Suka
Ngicela nisibizele ubaba ali mgube ulwaz olukukobaba lukhulu kakhulu
U alie mgube washo wathi ibhova belinesiphiwo esikhulu egabe ngengoma emnandi nephimbo elimnandi no somnandi wayekhona kumbuso wamaciko
Sizomcela nge Podcast elandelayo.
Losisi ngathi akawazi umaskandi kodwa yazi
Qhawe lami
Ayikho yini indlela angenza ngayo uSomnandi ukuthi wonke lama video ezingoma zakhe agcwele la ku - UA-cam angene ngaphansi kwe Channel yakhe khona imali yama views izongena kuye ingayi kubantu abangazi nokuthi kwamthatha malini ukwenza ama DVD? uma ikhona indlela, siyacela nimlekelele nani ekwenzeni lokho.
Mmm kodwa nawe presenter u upsent