Yooo sizwelana nani bozakwethu u corrupt lohulumeni kuyo yonke iminyango. You deserve conception for all the best work you have done for the our country. Big up to work well done🎉
@@Nkululekobhengu-xr3er we cant blame Ramaphosa cz ngo 2001 beqala labantu ukuvolontiya, Ramaphosa were not in the presidential. Nina bantu abamnyama ave nithanda uku blame abantu aba wrng eynkingeni nivikela laba enibathandayo. Zuma and Thabo Mbheki yin abayenza ksayibo kwesokuba umongameli. Kwakumele ngabe atleast bawushaya umthetho othi reservist ayiqashwe ngokphelele if siqede unyaka ivolontiya. That failed even Mandela. So musa nje ksukela Ramaphosa. Nina bantu abamnyama ningamaxoki kabi animi eqinisweni that why namanje nifike ni blame ANC kube yini futhi enivotela ANC menemene ndini
These guys need to be given back pay first of all. From the time they started till now. Bese bekhokhelwa umholo wabo kwi level yabo currently going forward
I government Uma ikwazi ukunikeza abantu ama R350 kusobala ukuthi ingakwazi ukuholela ama Reservist almost every month, Noma benganikwa at least half of the salary ye full member and baphinde babhekelelwe uma bengene ama overtime😎
Exactly I first born Yami yabhala yaze yadlulelwa isikhathi I second born yabhala Kanye ngathi angaphinde a apply ngiqale kuye ukubona ukuthi Kanti kubhalwa nge pencil ngasho ngathi ayikho babhalela abanye abantu
Akekho ozokphendula lapho. Rzn engekho ozokthendula ingoba thina bantu abamnyama siyakuncamela ukuhlushwa ilohulumeni kunokuncoma okuhle amabhunu ayekwenza, cz iqiniso lithi amabhunu were way better than this nonsense and useless black government
Kunjlo nje. oBheki Cele bazebaphuma emandleni beydlela mali bekhonkotha kphela. Labantu abasadingi ukuyiswa ko collage sekfunela banikwe uniform basayine perment contract or if gov fail that, akathathe iyngane zabo ayfale msebenzin full time without writting any test. Lets gov take their children to training and givr them job.
Ngikhumbula inkulumo ka Advocate Ike Khumalo wathi i ANC izonda abantu abamnyama aphi amanga akhe During apartheid regime all volunteers and the reserves staff they were earning and the whole world doing the same our government is joke really
Saps usile cos i remember I ndisePitoli kwinasic training ebebathatha abantu abadala abakhulu kwi no need for BMI bebizwa ukuthi ngama laterals and babesenza nje academic training cos badala.
Uhulumeni kusuka ngo 1994 washintsha indlela yokusebenza kwamaphoyisa wasebenza ngendlela esiza yenna kuphela. Ngalimala ngi on duty in 1999 mltiple gunshot wounds but was not compensated. Been in Pretoria even in 2022 to remind them but all in vain.
Ngaze ngakhala nami😭😭sorryn
Yingakho nje mufika emaphoyiseni uzokwenza affidavit bethi zenzele wena
Kuthi manginye
Yooo sizwelana nani bozakwethu u corrupt lohulumeni kuyo yonke iminyango.
You deserve conception for all the best work you have done for the our country.
Big up to work well done🎉
MDU kanti uhulumeni akabopheki yini mayedlala ngabantu abadala kangaka abamnyama bakithi hayi ngaze ngathuka
u hulumeni u ramaphosa lo esngamvotelanga koda usphethe , n i natal yuwumbhedo nje sdlala igoli , n asphaki impi
@@Nkululekobhengu-xr3er we cant blame Ramaphosa cz ngo 2001 beqala labantu ukuvolontiya, Ramaphosa were not in the presidential. Nina bantu abamnyama ave nithanda uku blame abantu aba wrng eynkingeni nivikela laba enibathandayo. Zuma and Thabo Mbheki yin abayenza ksayibo kwesokuba umongameli. Kwakumele ngabe atleast bawushaya umthetho othi reservist ayiqashwe ngokphelele if siqede unyaka ivolontiya. That failed even Mandela. So musa nje ksukela Ramaphosa. Nina bantu abamnyama ningamaxoki kabi animi eqinisweni that why namanje nifike ni blame ANC kube yini futhi enivotela ANC menemene ndini
So very true it's happening all provinces.
Kodwa izimbongolo ziphinde ziyivotele le ANC EBOLILE!!!😮NDINCAMILE TUTUTU
These guys need to be given back pay first of all. From the time they started till now. Bese bekhokhelwa umholo wabo kwi level yabo currently going forward
Kudlaliwe ngabantu besifazane uphathiswa isbhamu uqgokiswe full uniform kodwa iminyaka emingaka awuholi ne MPILO yakho usengozini nathi basebenzi siyachomelana khona la kwaze kwabuhlungu 💔💔💔💔sengathi ekumele bangenelele bangenza ubulungiswa
Baqasha iyingane zabo izikhulu zakhona. Incolile SA
Phuhlu
Mina ngithi bigup nina enilethe loludaba lana, into endala lena kudlalwa ngabantu, ngiyamangala ukuthi kusenabantu abangama Reservist. 😭😭😭🙆♀️🙆♀️
Bawenza wonkumsebenzi kodwa abaholi
Yoh kunzima
I government Uma ikwazi ukunikeza abantu ama R350 kusobala ukuthi ingakwazi ukuholela ama Reservist almost every month, Noma benganikwa at least half of the salary ye full member and baphinde babhekelelwe uma bengene ama overtime😎
Ey sasithi siyawukhipha uANC nakhoke sebenza ubuqhophololo mnxa umonakalo mukhulu kakhulu nomubani wenza into ayithandayo
Haybo 16 years ungaholi kodwa abana nembeza u ANC 😩🙆
Hayi South african government abusing our people ANC yenu😢
Abacindezeli babantu abamnyama uhulumeni we ANC. Odoti lezinto! Yizwa nje ihlazo elingaka🤷🚮🚮
Please send the pipes to government and pay the people from where they are starting to work not werking for the mahala
Our government is a joke struuu SAPS yohhhh corruption deep inside yerrrrr bheki cele and ramsphosa joke leaders here in SA Struuu
😢😢Nanti ihlazo zo! Awuu!, kanti esiphoyiseni kunuka phuuu!, ngicela ondunankulu bama-province bahambe phambili no-President wezwe bayithathele phezulu, ngokushesha futhi, mmm!😮, nanti ihlazo ahhawu!
Esekhala nje umama it’s break my heart 💔💔💔😭😭😭abanye bayashona kusale izintandane mide leminyaka kubuhlungu
Konakele emzansi iminyaka emngaka basenzela mahhala abanalutho konakele straight forward kuthiwa bagugile babengawashwa ngani bengakagugi😢😢😢😢😢😢kuyezwela ubuqophololo emaphoyiseni ngibaleka ngazozombili💃💃💃💃💃💃💃😭
Ibuhlungu indaba yalabomama, bayaguga manje abaholi futhi abampesheni. Before kuqashwe amaphoyisa amasha, akuqalwe ngalawa.
Isono
😢😢😢😢😢hayibo yinto enjani le akaze ngiyizwe into enje waze wadlala uhulumeni we ANC ngabantu yhooooooo nanti hlazo 🇬🇧 😮😮😮😮😮
SORRY bo sesi le bo abuti ,gaselena le noshi le babantsi,GOD BLESS YOU AMAN ❤❤
Shame masethi bahole bathenge uphiwe mawuphiwa 💔💔 2001 is so long
Ehhene maphoyiseni udoti 😢😢 nale test yakhon ebhalwa ngomsizi ngisho usayina usayina ngomsizi .... Mina kade kwasa ngyibhala oLundi kodwa lutho 😢 laba baya rubber befake zihlobo zabo
😮😮😮 Haybo iPencil.. Government wonke thixooo.. Iyooo
Exactly I first born Yami yabhala yaze yadlulelwa isikhathi I second born yabhala Kanye ngathi angaphinde a apply ngiqale kuye ukubona ukuthi Kanti kubhalwa nge pencil ngasho ngathi ayikho babhalela abanye abantu
seconded
Yho ndiyayazi lentlungu u brother wam wancama wayeka ngenxa yoku gahlawulwa ukhohlakele umntu omnyama bhetele abamhlophhe kunathi kubuhlungu
Syabonga ukt nisukumile nazimela big up
Mawungifundisa ukudubula maqede unganginiki umsebenzi ungangiholeli uthi angenzeni ngalolwazi onginika lona? engizama ukukusho ukuthi uhulumeni uyimbangela yobugebengu ngoba awukwazi uku trainer umuntu ukudubula maqede ungamholeli loyomuntu usuke umthuma ukuthi akayokwenza ubugebengu
So sibasola kanjan uma bethatha itjotjo???
SA POLICE minister is treating reservist like DOGS 🐶🐕.
THIS IS MORE WORSE UKDLULA NE SLAVERY
South Africa amasimba sisekakeni 😮😮😮
Ngiyakuzwela bhuti u MDU izofa Nino bhuti umsweli ngokusiza abantu baka Jehovah kodwa uzonihllenga yena asigcinele nina nakuba mina ungaze ungisize lookho kusiza abanye kuyabongeka God bless ❤🙏
Ndunankulu ngenelela nampa abantu bathi abaholi amaphoyisa lapho ethekwini
Ngisacela ukubuza ngesikhsthi samabhunu ibiyenzakala lenyo moma iqale.kuhulumeni womuntu.omnyama
Akekho ozokphendula lapho. Rzn engekho ozokthendula ingoba thina bantu abamnyama siyakuncamela ukuhlushwa ilohulumeni kunokuncoma okuhle amabhunu ayekwenza, cz iqiniso lithi amabhunu were way better than this nonsense and useless black government
This very true what they saying.ngiyaza
It's a shame ma Africa, I hate our system they play with people feelings. Nxa
Kodwa uhulumeni wezwe lethu nguye osigcindezele ngaphezu kwamabhunu waze wawusathane uhulumeni wezwe lethu iphi lenkululeko esihlezi sitshelwa ngayo kubuhlungu Bakithi 😢
Kunjlo nje. oBheki Cele bazebaphuma emandleni beydlela mali bekhonkotha kphela. Labantu abasadingi ukuyiswa ko collage sekfunela banikwe uniform basayine perment contract or if gov fail that, akathathe iyngane zabo ayfale msebenzin full time without writting any test. Lets gov take their children to training and givr them job.
Kwaze kwanzima ngabazali Beth kumele basukume ngoba sabaqalile vele kuzolunga isona isikhathi lesi vuka South Africa vuka angekhe aniqhume usuku siteleke isikhathele kuncono kufiwe manj 😢
😮😮 Haybo una53 but still reserve.. Mhhh kubi
Kudlalwa ngabantu eSouth Africa , iphi inkululeko uma kunje ngenelela Jehova baphila ngani labantu nemindeni yabo isimo sempilo sinje
Mdu sibaningi esasala emaphoyiseni bangifonela engangihamba nabo Eshowe ngiphase konke kodwa angisawudingi kodwa ngiyafakaza kwezeka nakimi ngididwa.igama lika BMI ngoba kuqashwa izingane ezilingana nabo nezingaphezulu iqiniso alikho bandla
I think people must read rules en regulations for dis organisation. Recruitment policy for reservists is clear
Bantu bakithi ngiyanicele niyeke indaba yezinkinga zo minister nizifake ko hulumeni pls kungu sebenz ka minister lokh😢😢😢😢
BUZA MINA NGIYAKWAZ UKUHLUKUNYEZWA YILE ANC EMSEBENZINI...ngaze ngasizwa uNxamalala esekhona naye kuleyo Anc. Nxamalala noba bekwi Anc kodwa ubenozwelo ngomuntu wakubo LEYO ICACILE NJE BHA!!!😮
Ngiyafisa ukuthi lento iphele ngokuthi kube khona indlela ephoqa u Hulumeni ukuthi abonelele labantu adlale ngabo isikhathi eside kangaka, 🤞🤞
Yoo ngiyayibonga south africa danke
Awu jesu kwaze kwanzi.a yeyi niyabekezela ngabe kade ngashiya phansi koda kshuty bandla ninothando lomsebenz wenu nethemba lokuty niyoqasheka ewu kwanzima engaty ningasizakala engaty bengni absorber nkos yam
Ngikhumbula inkulumo ka Advocate Ike Khumalo wathi i ANC izonda abantu abamnyama aphi amanga akhe During apartheid regime all volunteers and the reserves staff they were earning and the whole world doing the same our government is joke really
Gaazi bayabuka naa logoverment ,amabunu wencono kakhulu ,angiwathandi amabunu kodwa haai ANC niyizinja
😢haw kwaze kwabuhlungu yazi ufelubala ngyacela bhuti Mdu ngeenelela bafa omabethu nkosi kunzima
Awu kwaze kwaba nzima emhlabeni kaJehova 😭😭😭😭
Manje bayanivumela nihole uR350 ne grant yezingane?
ANC yenu is feeling us
Its abour time ama reservist get paid , bayasebenza labantu kakkhulu ema police station and banesineke
Saps usile cos i remember I ndisePitoli kwinasic training ebebathatha abantu abadala abakhulu kwi no need for BMI bebizwa ukuthi ngama laterals and babesenza nje academic training cos badala.
Kwaze kwabuhlungu bomama bami😢😢 ngicela nizame Kuma private security company azonikhokhela kuncono ngale experience yenu. Please bafethu
Yhoo icorrupt South Africa, I'm shocked😞
South Africa guys icindezela omunye umuntu omnyama ngoba kwenziwa imali ngokuhlupheka komunye umuntu bakhona obaceba ngempilo zabantu
Usisi wami WA mitha eVenda while she was working as a reservist at a police station for 9 years wamitiswa amapolisa😊😮
Amangaki amaphoyisa
😂😂😂Waze wangihlekisa weMukwevho
Hey kunzima, labantu sebebadala kumele engabe Kade bathathwa. Nami langisebenza khona kuqashwa abanye ngibe ngafunda ngagogoda.
Cha hukumeni uyadlala ngabantu imbokodo phoo😮
Uhulumeni kusuka ngo 1994 washintsha indlela yokusebenza kwamaphoyisa wasebenza ngendlela esiza yenna kuphela.
Ngalimala ngi on duty in 1999 mltiple gunshot wounds but was not compensated. Been in Pretoria even in 2022 to remind them but all in vain.
🎉lingabophi thathani itshontsho lithule umsindo
Hau gezizandla namhlanje Kati iqiniso ukuthi ubowuhalela umsebenzi womunye umuntu ngoba awazi ukuthi ubhekene nabuphi ubunzima la Akhona😥🙆kwabuhlungu yazi sengathi lunga lunga loludaba lwabo
Angikaze ngiyizwe into enje ayi uhulumeni ka ANC udlalile ngabantu iSouth Africa ibolile ubugebengu buyibupele laba bantu bazicabangela bona
Mshumayeli 8vers 9 - liqinisile ibhaybheli uma lity lapho umuntu eye wabusa omunye umuntu kuba wukulimala kwalowo obuswayo .lendaba yokubusa ngempela eka Nkulunkulu hhayi abantu ngokwabo .
Nami kwangenza ngo 2010 or 2011 (asazi kahle unyaka) emasosheni nga Apply ngabizwa emnambithi for interview ngayenza ngaphasa ngenza medical check ngayiphasa sase sithenjiswa ukuthi sizoya kwi Training ngojanuary. Bazosifonela kwaphela kanjalo angiphanga ngabuye ngabizwa kuwowoke ama signature engangiwasayinile for yonke process yakhona.
Kwenziwan lapha eSouth Africa kant ?😢
Ayi ungasasho sisi nkosiyami ngcono singezwa khulumani
Nobhuti uMdu Awuu kwaze kwabuhlungu ayiboo Awuu sekuzolunga ngane zakwethu kwaze kwanzima ayibo isono esingaka
Kodwa umntu omnyama uyingxaki kwaze kwanzima
Mmmh uhulumeni wethu yikho kwesinye isikhathi ungalutholi usizo emaphoyiseni
Kwanzima-jesu
Kwazekwabuhlungu ngenelela babawethu osezulwini🙏🙏🙏
Ngihlulekile ukuyiqeda I show ngoba inzima le! I hope Thuleleni get the help that is needed 💔💔💔
Kwaze kwamzima South Africa
Hawu jesu kanti kunjani e SA😢
Guys..... education is the key to success. These ladies kaloku abanaskolo so yingxaki ke leyo and abanokwaz nokufunda shame eCollege
Sengiyayibona into eyenza amanye amaphoyisa ebunye enze imisebenzi yokungcola😢...... abo Rosemary etc
Uhulumeni udlalile ngabantu.
Omunye umfana owayenze konke ngabhala amaphepha ayaRecruiting office ngeSonto elalandela bamhambisa yedwa ngemoto encane, ngangseyishopsteward khona
Nami bangenze njalo 2007 sengikwenze konke sengilinde I medical test bathing izinto zami abasaziboni(Showe police station)
Njengoba iyngane ezama 2k zihlale ziqashwa ubuthaphuthaphu
Very painful 😭😭😭
😭😭😭kusindwa nongathwele makunjena kunzima lekelelani thuleleni plz
Kodwake ngempela sebedinga ukuqashwa ngaphandle kwemibandela sebebadala esiphoyiseni
Hayi cha kudlaliwe ngabantu emhlabeni 💔😭🤞
Ingakho ngingalifuni iphoyisa mina
Akhona nje amareservists asanda kuqashwa kuleminyakana edlule
Kwaze kwakubi bandla
Hayi akunzoma ngaze ngabuhlungu😢
Kulenqwaba engaka abayithathayo every yr sebehlulwa nje ukuba shuteka alikho iqiniso emhlabeni
Jesus this is too much😢
Very painful,ngisho impatho ayikahle kwabanye Reservists Co-ordinator uma engakufuni ukukhipha kwi system uzithole usuphumile ngaphandle kokukwazisa.
Phinde futhi ufakwe amacala(misconducts)ongawazi
Akunzima emzansi😢😢😢😢
Nazenahlukumezeka bodadewe2 nabafowe2 nceseni, mhh kubuhlungu lentoyama reserves
Cha kwaze kwabhlungu nkosyami kumele ankhokhele uhulumeni yonke leminyaka eniysebenzile
Mmmmmmmmmm 🤨 kwakuhlunguh 😮😮😮😮😮😮 uhulumeni wase S.A
Mmh sisono yaz abantu bazinikela kanje emsebenzini bangaholi?
Kwaze kwab'hlungu emzansi😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
ANC lee niyoz nith bhut😮🙏 aww nafake
Itjoooo this is very sad shem.😢
Ekazi basala kanjani laba? This one can be handled by unions
Hlalani phansi bodadewethu akusizi😢