Ama Nigeria Angiqala Ngemuva Ngiyitshitshi Aze Angimithisa. ANGIYAZI EKABANI INGANE.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 2 жов 2024
  • #ukuthwala #news #duet #love #stories
  • Розваги

КОМЕНТАРІ • 1,5 тис.

  • @PatienceSithole-fs6lx
    @PatienceSithole-fs6lx 2 місяці тому +10

    My sister Jesus loves you, Just give your life to Christ. Nanoma izono zibovu okwegazi uJesu uyakuzihlanza futhi oza kuye akamlahleli ngaphandle ❤❤❤

  • @sbekezelospndlovana7599
    @sbekezelospndlovana7599 2 місяці тому +11

    I really feel sorry for you sis ey inhlupheko vele iyafakana ezilingweni. Uzobaryt nd ungabanaki abakujajayo only God has the right to judge coz akukho namunye ongenasono

  • @TheHuny85
    @TheHuny85 3 місяці тому +11

    Ave niwathanda amangongongo .Azonimithisaa anishiye .Bathi South African girls are easy .Yaz nina nisijwayeza namazaizai .Ngyaysaba indlala.Awuguli nje kodwa ?Izifo ziningi la ngaphandle .Please name that kid Degree .Angikzweli nhlobo ngoba akekho owakufosa .

    • @DumaXulu-f6c
      @DumaXulu-f6c 3 місяці тому +1

      Yabonake wena sibgahlala nawe sixoxe indaba

    • @TheHuny85
      @TheHuny85 3 місяці тому

      @@DumaXulu-f6c Ubaba uzama ukwamukela indoda yam yomlungu i Nigeria kushukuthi uzowa bhu phansi ngyaktshela.Angiwafuni kabi .

    • @DumaXulu-f6c
      @DumaXulu-f6c 3 місяці тому

      @@TheHuny85 qhubeka nomlungu wakho asibazeli lutho olubi futhi banothando nawe ungamjoleli plz

    • @TheHuny85
      @TheHuny85 3 місяці тому

      @@DumaXulu-f6c ngyabonga mkhaya

    • @Smojero
      @Smojero 2 місяці тому

      @@TheHuny85 cabanga njengoba kuthiwa baphatha imithondokazi nje cabanga losisi uvulwe iwona both holes... Next thing kuzothiwa kumele kube nestepfather sala eMzansi esizomlobola

  • @BonginkosiMkhatshwa-qw7xm
    @BonginkosiMkhatshwa-qw7xm 2 місяці тому +6

    Mina ngisebenza e university students residence. Ngihlale ngizibuka lezizingane singena ziphuma ngezimoto ezinkulu. Zidlala labantu abathwele bezilalisa nezilwane zabo. Zona ngaleso sikhathi zizibona zingo clever. Uqeda ukufunda zingatholi imisebenzi izinhlanhla dazo sezihambe nezilwane

  • @mlungisizondi2937
    @mlungisizondi2937 3 місяці тому +331

    People must learn one thing, THERE'S NO SUCH THING AS FRIENDS! Your friends are your enemies. Even the one you call " best friend " is not and never be your friend.

  • @brotherjimmyofficial
    @brotherjimmyofficial 2 місяці тому +16

    The love of money is the root of evil ....

    • @Notty0507
      @Notty0507 2 місяці тому

      😂😂😂😂😂

  • @chosenjay5004
    @chosenjay5004 2 місяці тому +16

    I just wish abantwana abaphuma kwifamily esipoor bayeke lonto yofuna unceda endlini kodwa basebancinci. Time will come after they are done with their studies. Please guys these kids needs to understand that its not their responsibility to take care of the family 😢😢😢😢

    • @zinhlemkhonza5334
      @zinhlemkhonza5334 2 місяці тому

      The problem is these families think for the now not long term

  • @jewelmkhwanazi1213
    @jewelmkhwanazi1213 Місяць тому +9

    Uyisidididi ubuntombi bakho bathathwa ama nigeria amabili emuva naphambili

  • @zithasne
    @zithasne 3 місяці тому +9

    Ngibonga ukuba isthithithi yonke lento ngyayiqala ngina 28 nje angikaze ngye clubin

  • @Fx_rebirth
    @Fx_rebirth 2 місяці тому +30

    Please next time try to modify the guest voice coz some people are able to recognize people with voice

  • @Thembelihlempumelelo
    @Thembelihlempumelelo 3 місяці тому +9

    Asijajani la but ama comment wenu😢 nani nizele yekani ukujaja umtwana amaphutha sonke siyawenza but iziphetho azifani ningazenzi ke msulwa🙄

    • @Nunuhkheswa509
      @Nunuhkheswa509 3 місяці тому +1

      Inamandla ke le darly❤@Thembelihlempumelelo

    • @elizabethnkosi715
      @elizabethnkosi715 3 місяці тому

      Ubona sisi isikhali sakho sukulwana lento face labo devil hlala kuJehova ne sikoke ngibonga ukuthi usafunda kuzondlula nana u can be come a better person again don't give up zixholele wena first .

  • @delsilepriority9174
    @delsilepriority9174 Місяць тому +17

    This poor child needs help from sober and matured people stop judging her or else stop commenting non-sense 🙄🚮

  • @jeffreysiya7866
    @jeffreysiya7866 2 місяці тому +5

    Ayi, kunzima , kodwa ukungabinabo abangani akulona icala and akubulali.
    Hlukanani nobungani obubhedayo, anikwazi ukuthi NO niyajaha ukubanobomi obu ryt

  • @pumzasamente9462
    @pumzasamente9462 3 місяці тому +4

    Thanks for your story abafuna ufunda abafunde,unkulunkulu akulaphe

  • @jewelmkhwanazi1213
    @jewelmkhwanazi1213 Місяць тому +11

    Uyalunga nihlale nitshelwa ngama nigeria anizwa

  • @superngubane
    @superngubane 2 місяці тому +4

    Voice kasisi.
    Eyoku Presenter

  • @MRNSELESIRCNNSELE
    @MRNSELESIRCNNSELE 3 місяці тому +12

    Bantu besifazane asazoniqeda ama Nigeria 🇳🇬 ngoba nithanda imali

    • @PromiseMsimango-j7n
      @PromiseMsimango-j7n 3 місяці тому +3

      Angiwasabi kanje nkulunkulu wami😢

    • @MRNSELESIRCNNSELE
      @MRNSELESIRCNNSELE 3 місяці тому +2

      @@PromiseMsimango-j7n wenza kahle uwasabe ama Nigeria coz asimoshele osisi bethu ngenxa yokuthathek nokuba disparate .mina nje into ethi Nigeria nginyanya kabi

    • @norahmolefe3583
      @norahmolefe3583 3 місяці тому

      @@MRNSELESIRCNNSELE Abusive to mankind Nigerians are not above God the creator of Heavens and earth. God loves us all, their day is coming soon for God saw all of their shameful, inhumane deeds 😭😭😭

    • @Smojero
      @Smojero 2 місяці тому +1

      @@MRNSELESIRCNNSELE ay abezwa laba... Emvakwaloko khona umjita wala emzansi ekuzothiwa alabe istep father salengane yomuntu owavulwa ilabantu both holes..aybo..

  • @noluvodepa7379
    @noluvodepa7379 2 місяці тому +6

    Kwakufanele ubaleke first time ubona ukuba bayadayisa abangani bakho wazi nje kamhlophe eyakho turn iyeza. Ngekhe badayise for ukupha wena imali, and kwakumele awuphindanga wahamba emva kokuba bekulale ngemuva i chance yobaleka ubunayo bt zange uyisebenzise

    • @loyisom354
      @loyisom354 2 місяці тому

      Ewe bamshashayile oopeto bamdragga watyiwa umdidi kwabuywa nemali eninzi kwathengeka nempahla yhooo that's a clear 🚩red flag, basithwaliswa ubinzima singabazali bayasihlebisa ekhlaleni kubengathi umntu akakhuliswanga ngembeko. Baninzi abantwa abangenabazali kwasapho nje abanye bakhulele kwiindawo zogcina abantwana kodwa bayakwazi unyamezela kunzima kunjalo, naba ngok estratwen begqitha gqitha ngeemoto ezbasiweyo kodwa bebehamba iskolo ngeempahla ezigqabukileyo. Indlala is one of the greatest motivation to success but you need to be dedicated, mentally strong and patient.

  • @goodmanshabangu2854
    @goodmanshabangu2854 3 місяці тому +7

    Bathwele ngawe futhi . Udinga a serious nyanga to cleanse this evil spirit inside .

  • @lwandisobase
    @lwandisobase 2 місяці тому +8

    for the fact ba useskolen kusho ukuth abazali bakho bebengahlulwa uwena....mina I'm doing my final year e varsity and ngihlala no gogo angikaze ngenze kwanto ngenxa yokuth ekhaya akho mali so nje

    • @maneli3769
      @maneli3769 2 місяці тому

      Straight nje.

    • @TholaPaliso
      @TholaPaliso 2 місяці тому

      Oh keep it that way dear ukuthi uphuma kwi khaya elingamail does mean thengisa ngomzimba
      Uthixo ahambe nawe

  • @mzothulemsezane2703
    @mzothulemsezane2703 3 місяці тому +7

    I hate poverty and rich people still continue to take advantage of young vulnerable girls.

    • @SandileNzama-n8b
      @SandileNzama-n8b 3 місяці тому

      @@mzothulemsezane2703 ngiyathanda ukuvumelana nawe kodwa ngificwa imibuzo futhi, if it was about poverty oky wangena kulento, njengoba esethi useyekile uzophila ngani ke manje le entsha ngoba Phela ukuhluhela okumfake kulento njengoba eseyekile akasahlupheki?
      If esahlupheka usezophila ngani ke manje , le asezophila ngayo manje ibikuphi b4? Guys if wahamba wayofuna itogho or azame ukufunda NGO Unisa of akuvumi ashintshe umkhakha ngabe akakhali, why sicavangr so short bese singena ezinkingeni sikhale kudume iZwe lonke after noticing all red flags but she kept groving with them, kwesinye isikhathi siyabafaka abazali eaihhogweni ngoba if bengafika bangemukile kuzoba sengathi banonya Kanti badinwe ukwedelelwa kwabo bokweqiwa kweziyalo zabo

    • @petrusmakhanda9844
      @petrusmakhanda9844 3 місяці тому +1

      @@mzothulemsezane2703 I do agree with you in most cases but on other cases this young girls are the Ones who run after the rich men chasing expensive life's that they can't afford then when things turns sour they will make excuses of poverty & we will shift the blame to men , sometimes we as parents we need to be fair & reprimand our children so that they will learn to to take responsibility for their actions & learn from their mistakes & became better person in future but as long as we are not fair to tell our children if they are wrong instead protect them then we are also as bad as those rich men who took advantage of them.

    • @GivenMhlongo-p8z
      @GivenMhlongo-p8z 2 місяці тому

      @@mzothulemsezane2703
      Mawulula uyawela kalula

  • @mawandebera2653
    @mawandebera2653 Місяць тому +11

    I can see some people's, but you know what. If you've never been in varsity you won't understand and relate. Bafet kunzima eVarsity, khumbula laphana you meet different people from different homes and naturally, amantombazane they are facing various challenges laphana as uSis echaza and abakwaz ukubekezela isimo. So it's completely easy to get yourself in wrong practice... Ipressure ese varsity worse kubantu besifazane angeke uyi understand if you've never set your feet there!!! Askies nkosazana 😢

    • @brucebhekithembamalima8245
      @brucebhekithembamalima8245 16 днів тому

      If you love things, you will be exposed to that life! But if you flow with the same behaviour you showed your parents at home which is respect for yourself. Then you will never be exposed to this kind of life. Most victims share the same story, it has to do with new friends and forgetting about your vision and mission to be at school and stay focus on studies.

  • @mbuyisenimalambule5094
    @mbuyisenimalambule5094 2 місяці тому +6

    nice video quality, audio, best quality and top class

  • @khumbulanifaku380
    @khumbulanifaku380 2 місяці тому +7

    Usisi kahle kahle uzimoshe yena ngokuthanda izinto

  • @thabisovictorkganyego507
    @thabisovictorkganyego507 2 місяці тому +10

    This has been happening for so long, you'd think they'd have caught on, but nope...! Play stupid games, win stupid prizes!

  • @shandukandaba1499
    @shandukandaba1499 3 місяці тому +3

    I hope you heal sisi wami. Ukuthanda izinto akubuyiseli iskhathi esiningi. Ngicela nje wenze izinqumo ezi right k'sukela manje ikakhulukazi for ingane le esendleleni. Ufunde nasemaphutheni akho. Aze abe nawe uThixo.

  • @MjoliQubulashe
    @MjoliQubulashe 3 місяці тому +6

    It seems like a Varsity is not a safe space. Ngathi usathana useduze kakhulu neyingane ezifunda e Varsity. But not all is lost mtanami you can still realize your dreams. I'm happy to hear you say awusayiphili le mpilo.
    You need to pray and ask God to give you strength to face life head on.

  • @MlungiseniMdlalose
    @MlungiseniMdlalose 3 місяці тому +6

    Inkinga mantombazane ela e South Africa 🇿🇦 nithanda imali kakhulu niyalayeka anisifuni thina nithi asininiki imali ibambe ngakho

    • @sbusisombatha-bd1to
      @sbusisombatha-bd1to 3 місяці тому

      Good bafo abafuni ukusipha intomnand thina bala emzansi bathanda lamakhanda amakhulu

  • @sibusisolindokuhle9231
    @sibusisolindokuhle9231 3 місяці тому +10

    Usis ukube uyaskhipha isisu simple

    • @NkosibonileNgwane
      @NkosibonileNgwane 3 місяці тому +2

      Udakiwe wena umoyawalengane Uma usunhlupha uzomsiza? Senadlula ngokubulala nina

  • @nelephetshula6772
    @nelephetshula6772 2 місяці тому +4

    Mntase you still have value. You’re still beautiful. You’re a young woman who made a mistake like many others, but kept your values. I support your decision not to abort. The way you are handling this situation shows that you’re a good girl who finds herself in a bad situation.
    Emakhaya TV. Kindly Share email address for further communication regarding help to this wonderful young lady and the baby. Thank you

  • @nelsiwedlamini9586
    @nelsiwedlamini9586 Місяць тому +5

    Ncesi my dear sister, kute longenasono, ukhona uNkulunkulu we second chance. Ucolela akhohlwe masitendlala phambi kwakhe

  • @Olivers-sv9ps
    @Olivers-sv9ps 2 місяці тому +6

    Mina ngyazwelana nawe mtanami njengobaba onomtwama wentombazane futhi ngyakuncoma ngesibindi onaso sengathi ungaqina ume isibindi onmunye ngabe kade ayeka neskole

  • @VuyokaziDlelapantsi
    @VuyokaziDlelapantsi 2 місяці тому +4

    Akulala ngemuva kodwa waphinda wabuya again 😢

  • @aronrangarira5988
    @aronrangarira5988 2 місяці тому +13

    It’s sad how this world turned 😢everyone thought money is everything noo..let’s pray for protection from almighty lord we will be saved 🙏🏾

    • @NonhlanhlaDlamini-c4f
      @NonhlanhlaDlamini-c4f 2 місяці тому

      Ubu virgin bakho bahamba kanjalo nje nabantu bakulala ungezwa kabuhlungu bangena ndaba benza noma kanjani

  • @NtombiSibiya-rv4vm
    @NtombiSibiya-rv4vm 3 місяці тому +6

    You where not suppose to go for the second tym it seems you where enjoying

  • @lungelomduduzitembe5423
    @lungelomduduzitembe5423 2 місяці тому +7

    😂😂😂😂😂😂😂😂😂Nina nisazophela ipipi lamakwerekwere

  • @BongiwePretty-t6k
    @BongiwePretty-t6k 2 місяці тому +10

    Niyajaja okwenu nikufihlile

  • @lululusher
    @lululusher 2 місяці тому +5

    Kanti nawe wawuthanda ngoba akekho umntu okwenzisa into ngenkani kwakumele kwa the first day ulaliwe ngabe saphindubuyele ubufunaa ayikho into ekhalisayo lana

  • @SiceloLehana
    @SiceloLehana 3 місяці тому +4

    Sorry my sister yayingezonjongo zakho wohlulwa ngusathana kubuhlungu nakithi khawumsi nkulunkulu phephisa nkosazana kuzodlula umdali uzokukhathalela

  • @vee.za1
    @vee.za1 2 місяці тому +8

    Why didn't u stop she liked it nonsense 😤

  • @emilysimelane6376
    @emilysimelane6376 3 місяці тому +4

    Guys on a serious note, asibakhipheni labantu ezweni lethu. They manipulate our girls and destroy them. Izinyembezi ziyaphuphuzela emehlweni ami . The girl is traumatized she needs counselling

    • @Smojero
      @Smojero 2 місяці тому

      @@emilysimelane6376 ay kodwa nazo these girls go to them willingly because of money.... Athanda izinto amantombazane aseMzansi

  • @bongumusakhoza5582
    @bongumusakhoza5582 2 місяці тому +12

    Ngimnyanya Kabi umuntu olala namakwerekwere

    • @thandiwemabaso9463
      @thandiwemabaso9463 2 місяці тому +2

      Ngeke ufike kimi ngendlela engiwazonda ngakhona

    • @bongumusakhoza5582
      @bongumusakhoza5582 2 місяці тому

      @@thandiwemabaso9463 siyefana

    • @nduduzogwala3123
      @nduduzogwala3123 2 місяці тому

      Ufana nam sbali omunye ngamalela kona ukt useke waliqoma

    • @sindisiwemdleko
      @sindisiwemdleko 2 місяці тому +4

      Thina sfazane simoshile izwe ngesnene nje asisinika kwasani aayi mina ngiyabajaja nje

    • @thandiwemabaso9463
      @thandiwemabaso9463 2 місяці тому

      @@sindisiwemdleko ei ngaphandle kwesami dadewethu lokhu ngazitshela ngimncani kwazekaba ngyashada kaze nje ngibe ibhayisikili eligitshelwa inoma ubani

  • @mondliafrikakahadebehadebe1006
    @mondliafrikakahadebehadebe1006 3 місяці тому +4

    Ayikho lento yalezingane ubufebe nje kuphela, sonke siqhamuka emzini entule but asithengisanga ngemizimba safunda sabuya sayosiza emakhaya

  • @SolomonNkosi-nx3ww
    @SolomonNkosi-nx3ww 2 місяці тому +5

    THEY STOLE YOUR STAR MY BABE YOU NEED TO PRAY TO GET IT BACK -FASTING AND PRAYING WILL HELP YOU

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 3 місяці тому +9

    Bhuti thank you for giving her time to speak, you are a good listener and awuphazamisani...

  • @BhozaNyoka
    @BhozaNyoka 2 місяці тому +3

    😢😢😢😢😢uxolo sisi ezizinja zama Nigeria bakukhupha ubuntombi 😢😢

  • @mndenikhoza7484
    @mndenikhoza7484 3 місяці тому +7

    Makusemnandi bathi Nigerian Men are more attractive 😂😂 base kubheda nicifizela thina🤷‍♂️ .

  • @SmallmagumaneMagumane
    @SmallmagumaneMagumane Місяць тому +9

    Benza kahle bamubhebha ndawozonke bathatheka kakhulu 😂😂

  • @lindasithembiso849
    @lindasithembiso849 3 місяці тому +5

    Ukuthi nje inkinga nithanda izinto nje

  • @SthembisoDlamini-r7e
    @SthembisoDlamini-r7e 2 місяці тому +4

    Bakulaya angithi uthanda izinto 😂😂😂😂😂😂awuyi ukuyofunda uyophuza utshwala 😂😂😂and akekho owakukhomba ngesibhamu wawuzivumela😂

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq 2 місяці тому +7

    Ngiyabuzonda utshwala angazi ukuthi babuthandani utshwala. Utshwala bubulala impilo yakho ayikho nje into enhle ngotshwala. Utshwala buyayona ingqondo kulahleka nesthunzi,musani ukuthi uma ninezinkinga nizilahlele otshwaleni ngoba uthi uqeda izinkimga usuke uzandisa kakhulu

  • @zanelentombela3700
    @zanelentombela3700 2 місяці тому +8

    Ngiyawanyanya amaNagirians ngenhliziyo yami yonke

  • @thumekathooomza6667
    @thumekathooomza6667 3 місяці тому +4

    Wisbhayizane wabhayiziswa itheku....? Egoli iyokwenze njan? Mekuthiwa uyakhona emanĝaka ama SA

  • @bryanmntambo467
    @bryanmntambo467 3 місяці тому +2

    Eish cc wami ngikhala nawe kodwa empilweni ayikho into eza kalula, okugcono thandaza ucele uNkulunkulu akuthethelele. Isombululo sizoba khona😢

  • @mandisamashabane3552
    @mandisamashabane3552 3 місяці тому +4

    Ama Nigerian akathandi muntu boo, kwabo ukubulala ad singabalekeli somo sasekhaya xem, utjwala abusiyo imphilo

  • @lwamonpty2769
    @lwamonpty2769 3 місяці тому +3

    Odadewethu abalaleli kade bekhuzwa ngalabantu phecelezi Nigerians niyasiphoxa yho 😢

  • @sibusisosizwe3535
    @sibusisosizwe3535 3 місяці тому +7

    Mina angiyidabukeli lengane azizwa lezingane wayenalo ithuba lokushiya udoti wempilo

    • @PatilicousGumede
      @PatilicousGumede 3 місяці тому +1

      Kuloku lokqala beth bazomudla emdidi kwakmele anqabe n angaphinde ashlanganise nalezfebe azomdayisa

    • @Smojero
      @Smojero 2 місяці тому

      @@PatilicousGumede exactly

  • @LuyandaBhenya
    @LuyandaBhenya 3 місяці тому +4

    Ezinja zifuna uhanjiswa apha kwelilizwe

  • @SandileNzama-n8b
    @SandileNzama-n8b 3 місяці тому +3

    Ayi sisi wazidayisa wena a day kulalwe abangani bakho by one guy bakusindisa kwakufanele ubaleke ngempela, wabuyela manje yini esizoyisho ngoba ama red flAgs wawabona wawaziba
    Yemukela nje akukho ukwenza ngokunye

  • @sithembisoauthor3884
    @sithembisoauthor3884 6 днів тому +2

    Wonke umuntu onenkinga ubeka inhlupheko njengehhawu lokucasha mabeqeda ukwenza izinto zobumyama

  • @sdunhlafamilytrust890
    @sdunhlafamilytrust890 3 місяці тому +4

    Gayton McKenzie ........ "ABAHAMBE" 👿

  • @SiphoMosea-df5hz
    @SiphoMosea-df5hz 3 місяці тому +4

    Ubutshitshi baqedwa ama Nigeria kanjalo nje.
    Anyway bafowethu nodadewethu izono zyathethelelwa noma zinjani. Ngakusho lamazwi Nkosujesu ngena enhliziyweni yami ungenze umntwana wakho ngyakholwa ukuthi wafa wavuka ngenxa yami ngithethelele zonke izono zami amen
    Romans 10:9-10 john 1:12

  • @CctvkznSecurity
    @CctvkznSecurity 3 місяці тому +5

    Ayikho indoda ezokondla umuntu ekade ishintshana ngaye nomunye edliwa emumva nangaphambili cos Noma ehleli nomngani uyosho lengane yakhandwa nami ngikhona Sophie uhlonopheke Sisi kulama Nigeria futhi azokphika abaleke ingane igama layo u Okechukwu Igbo Abdul.

    • @AsipheTsita
      @AsipheTsita 3 місяці тому +1

      Usuyinike negama ingane 😅

    • @Smojero
      @Smojero 2 місяці тому

      @@CctvkznSecurity umaka Okechukwu mfwethu uphazanyiswe ukukhulelwa ngoba ubesaqhubeka eyakhona eyolalwa

  • @SiceloMkhwanazi-dm6kb
    @SiceloMkhwanazi-dm6kb 2 місяці тому +3

    Umphumela wokuba yithatha kodwa usucasha ngosizi,ziningi izingane eziphuma kwandlwana but zingakhohlwa ezikuyele eskoleni

  • @khosimanzi229
    @khosimanzi229 3 місяці тому +7

    Yaze yamnandi I voice ngathi eyomsakazi

  • @cynthiajula7078
    @cynthiajula7078 Місяць тому +6

    Tjoooo i wish u stopped the day your friends did 3some with umzulu.. Sorry mbhemu.
    But akeniyeke kucasha ngenhlupheko yase khaya.. No one to blame but yourself

  • @Bonisiwe-sq8bh
    @Bonisiwe-sq8bh 2 місяці тому +6

    Bakwethu asingahluleli kakhulu ngoba sizele sinezingane nathi ingane yenza noma yini uma engekho umzali uma ungazusiza ngalutho vele uthule lana kudingeka abantu abazele abanenseka zangempela ngicela nimsize ngayoyonke indlela uma ikhona uJehova abenawe mntanami

  • @busisiweradebe499
    @busisiweradebe499 3 місяці тому +6

    Qedela iskole please 🙏 kuzoku siza qedela iskole❤

  • @mlondigwala4720
    @mlondigwala4720 3 місяці тому +15

    same story different characters....I mean!!!! kunini kukhulunywa into eyodwa...I hope you heal and move on.

    • @mahamba_4535
      @mahamba_4535 2 місяці тому +1

      okubuhlungu ukuth akekho ofuna ukufunda ephutheni lomunye

  • @njabulodadjsa
    @njabulodadjsa 2 місяці тому +4

    Bafethu isethekwini la akudlalwa ,nisuka emafarm nizobhayiza daaa azoniqeda amazai zai

  • @Nosiphozondi1324
    @Nosiphozondi1324 2 місяці тому +5

    Qhubeka ufunde cc, ingane izokhula, nasekhaya bazokuxolela, ngelinye ilanga uyoqwashisa ezinye izingane ngobungozi babangane, bese ubafundisa ukuzinakekela, uNkulunkulu akuthwale akunike ukuhlakanipha, isimo odlule kuso masisindise abanye, makungabi yize leze🙏🙏

  • @ezwenibhebhe5766
    @ezwenibhebhe5766 3 місяці тому +3

    Mina ngibonga ukuthi ngkhule ngyisithutha ngoba ungahlakanipha kakhulu yikinga leyo ungabulali ingane yakho

  • @mziwandilesamson3609
    @mziwandilesamson3609 2 місяці тому +6

    Angikudabukeli nje mina sisi ngoba wawngaphoqwa, wavuna owakutshala kubuhlungu ngoba sithi mesithi sifuna ukunithatha namatshitshi nizitshene neyise futhi

  • @nzuzodlamini1235
    @nzuzodlamini1235 2 місяці тому +4

    Kuseza nokunye bakithi, kusengavela nokuthi wathola ne HIV, uyoba nenhlanhla uma engayitholanga.

  • @NontetheleloKhanyile
    @NontetheleloKhanyile Місяць тому +7

    These are the results okuthanda izinto😢

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 2 місяці тому +5

    Ayikho into edabukisayo umuntu ehamba ezneka ethekwini kuthanda izinto ngafuni ukwamukela isimo sakho

  • @emilysimelane6376
    @emilysimelane6376 3 місяці тому +11

    Please expose the guys ,we want to see them and get them arrested if possible

    • @Boazthusani
      @Boazthusani 3 місяці тому +3

      Arrested for what are you hearing at yourself nothing is for free in this world what she was looking for at clubbing while she know her situation of being a virgin

    • @PromiseMoropa
      @PromiseMoropa 3 місяці тому

      Exactly!!!​@@Boazthusani

    • @PromiseMoropa
      @PromiseMoropa 3 місяці тому

      Arrest them for what exactly?!?

    • @emilysimelane6376
      @emilysimelane6376 3 місяці тому

      @@Boazthusani for rape that kid was intoxicated probably with drugs though she has agreed on consuming alcohol and taking the money the next day. I should think she has a case

    • @sibusisiwedube6800
      @sibusisiwedube6800 2 місяці тому +1

      Yaze yabuhlungu indaba Kalu sisi asibonge ukhethe ukugcina ingane that was a brave decision

  • @mbuyieslanter8172
    @mbuyieslanter8172 2 місяці тому +6

    I'm happy for you mina sis wam coz you enjoyed money and sex... That was your Agreement in Varsity 😢... Kwakho a ngakwenzan you love money 💵 too much and Savanna

  • @ZaneleNomusa
    @ZaneleNomusa 2 місяці тому +4

    Cha Gal kwakumele ñje nge 1 day usubonile abangani benzani uvele ungasaphinde uhambe nabo .manje nawe shuthy impilo yabangani wayijabulela .ngalokho sorry ukuthy nawe waba weak Waze waluza ubuwena Askis Nigeria pho Jesu 🙆

  • @mateabagsmusic9290
    @mateabagsmusic9290 3 місяці тому +2

    Uyalunga sisi khona nizoyeka ubuthatha good ibambe ngakho

  • @Tvt582
    @Tvt582 2 місяці тому +4

    Mantombazane hlukanani notshwala plz

  • @LwaziMbokane
    @LwaziMbokane 2 місяці тому +1

    Phephisa Sisis Kuhle ubone kuse early ungakabi Yi phara.. noma usundlule ezintlungwini bungazibonanga ukuza kwazo kwaba isifundo Sona esingekho mnandi.. uqinise eskolweni kuzondlula uzokhona kushintsha impilo yakho neyakini.. people may fail but never fail ur self vuka uzinthintithe ushone khona.. hard times can create a strong person. N easy time create a weak one.. May God lift akundlulise aku khusele use ube ilokhu ofuna ukuba yikho

  • @thamsanqandlovu4369
    @thamsanqandlovu4369 2 місяці тому +7

    Bakuhlaba kancane ngoba niyabheda eslungwini nizenza ama slayqueen

  • @ThabisoMajola-jk4hr
    @ThabisoMajola-jk4hr 2 місяці тому +4

    Ngibona kuthi UCC waqhubeka nokuhamba nabangani Laba abamdayisa ngoba ebona bemkhulumela kuthi angathintwa ngoba usayi virgin akulalwe bona wabathemba kuthi bamgadile bamsiza ngemali kuthi Abe ryt naye Kanti bayamdoba...

  • @Shangase9shuku
    @Shangase9shuku 3 місяці тому +4

    Manifika emadolobheni senibona amadoda niyasangana nigijimise ubumnandi nilaliswe nezinyoka 🚮

  • @mondlimazibuko8352
    @mondlimazibuko8352 2 місяці тому +2

    yey amanga bakithi 😅😅 kuma comments sebeze baya motivator ngalamanga

  • @N_K-007
    @N_K-007 2 місяці тому +4

    Mistakes happen don't judge yourself you won't heal, mistakes are what makes us evolve in life, nothing will change from now you might have planned but there's only one decider
    This is just the start of your life uzophola kuzodlula forgive yourself babe uzoba right

  • @kegomoditswelenkwe1578
    @kegomoditswelenkwe1578 3 місяці тому +4

    😢😢😢😢 those are our African brothers. Terrible people

  • @Basilmnwabe
    @Basilmnwabe 3 місяці тому +5

    People this gives me pain and I jst wanna cry because these children think they know everything think and what they where doing before know it hanting her

  • @simonbuyani4305
    @simonbuyani4305 2 місяці тому +5

    yilento yokusibukela phansi masinishela lana etown ngoba nijahe lama drug dealer yenu

  • @faliyafalexmuonekera244
    @faliyafalexmuonekera244 2 місяці тому +5

    This is a lesson to everyone watching this video. It is a breaking story.
    Nobody who smiles at you is really a friend. They sold her, money was made because they brought a fresh girl. Her friends know exactly what they were doing.
    Poverty is bad, it got her in mess. Her future is destroyed.
    Based on what I heard, she was drugged or her drink got spiked.
    Because they knew she was not going allow that happen to her without her consent. Definitely, these bastards raped her. Drugs were used and violated an innocent, poor child.
    There's no way you sleep with anyone unaware.
    It's good to know who the father of the child, but let's forget to involve police and put these guys behind bars.
    They had sex with her, without her approval.
    Every man, let's stand and fight for our sisters, mother, and every woman in general.
    We want justice.
    May God restore her. Love from Zimbabwean ❤️😭😭😭😭

    • @fearlessviper
      @fearlessviper 2 місяці тому

      I won't fight for any woman. They wanted equality, look what it has done to them. Nabazifaka, abazikhiphe bona

  • @libertymthethwa5649
    @libertymthethwa5649 2 місяці тому +4

    Mina nje ngithi babhodlozeni maNigeria

  • @businzama6939
    @businzama6939 2 місяці тому +3

    Angithi nihlezi nithi niphila i soft life

  • @ThamsanqaNhlengethwa
    @ThamsanqaNhlengethwa 2 місяці тому +3

    Uyalayeka usesikolweni ubhizi uhamba nabantu abangenalo ikusasa😢😢

  • @nombalimbewana1647
    @nombalimbewana1647 3 місяці тому +4

    Cc waphindelani nawe subonile kuthi kwenziwani lapha ayi cc nawe wazenza nje

  • @MartinahMccivame
    @MartinahMccivame 2 місяці тому +7

    Why is it that she is caring but her hands are not moving how is she not wiping her tears…. Y’all will do anything for content

  • @NinoMbikwana
    @NinoMbikwana 2 місяці тому +6

    Sorry girl we learnt by mistakes,akuqali ngawe ukwenza iphutha,kuzodlula one day uphinde ube ryt,usathane uye wangena wazama uku destroya impilo yakho ,thanks GOD uyaphila,you ve got a second chance 🤗❤️

  • @MpenduloLeonNtuli
    @MpenduloLeonNtuli 3 місяці тому +5

    Mina i work here eThekwini izinto esizibonayo ebusuku ingane ezihlala kuma Student Accommodation most of them they slept with this guys so that they can look nice and beautiful ,if uyofunda please focus ekufundeni niyeke ukuthanda izinto funda ukwamukela cause manje lento isiyi business most of this girls they sell other girls to this guys especially new student are in big trouble abanye benza prostitution and abanye benza human trafficking

    • @gxobinjasambemntungwa9694
      @gxobinjasambemntungwa9694 2 місяці тому

      Konakala mhla kuthiwa banamalungelo nangapha egoli kuyefana UJ,TUT nawo wonke ama varsity angisayiphathi eyase Braamfontein zidayisa ididi lezinja ekuthiwa ama student

  • @Shangase9shuku
    @Shangase9shuku 3 місяці тому +5

    Uyalayeka 🙌 nabanye ksamele benziwe njalo anizwa kabi nina

  • @MxolisiMvakali
    @MxolisiMvakali Місяць тому +3

    Kodwa nawe Sisi sebakubhebhile kuChocolate box,usuvumelani okwesibili kwakufanela uyeke lapho😢Buka manje ubhekene nomthwalo Kube nesimo sakini singekho kahle😢Yiba strong my sister uzoba right...imali impande yesono,thatha Lama savings wenze iSecurity 🤞atleast uzokhulisa ingane yakho