Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Zyakhala kuleShow🤞🤞😂😂yaz bekmele before ishow iqale usivezele amaHighlights kasisi just ukusikhumbuza nongayibonanga ishow abe neclue
Amadoda aGBvekile langaphandle inkinga ayathula
Uma isiqhubeka lenkulumo sicela enze njalo sekukuningi, siyacela.Syabonga.
Sicela inkulumo yokuqala kamama to refresh our minds
Zikhala impela kkkk sibabaza njalo nje kule show
Ngyakhumbula mina ucc iqebeqebe wayekhuluma bo but mangizwa ubaba sengyabona kuthi ubani onochuku futhi wathi waphoqwa ifamily kuthi ashade lobaba ay
Ngabe ngazitholela Wena Nyambose ubukeka uyiNdoda eqotho.Kodwa thina bantu beSfazane sinokungathembeki ngesinye isikhathi, siyalibulala izwe ngamanga noMndeni kaMakoti ngiyawusola ngokungabi neQiniso kwakumele bazise u Mndeni wakaboMkhwenyane ngeSimo seNdodakazi .Shwele Baba.
Siyaxolisa sonke baba ngempela savuma samlalela usixolele nxese ngempela awuthwele Mina ngiyakubona ungumuntu kaNkulunkulu 😭🙏
14:33 waze wakhohlakala umama yaz uNkulunkulu usazomshaya uzothi uloyiwe🤞🤞🤞syabonga Baba waze wasenzela iqiniso sizozwa side lakho,uyindoda Nyambose🤝🤝
Aw kodwa bhuti Mdu ngicelle inumber yaNyambose bakithi ngikhona akazithathele mina anginabungozi😂😂😂😂😂
😂😂😂😂mthathe unyambose muhle yzi lobaba
Waze wangihlekisa mbhemu😂😂😂
Haaibo makhosikazi, nami owami nje😊
@@CabangileMlungwana asimthatheni sonke babhemu simthobeni amanxeba
Habe we Doris uyalizwa ne gama Doris ufuna ukdlala ngenhlalisuthi 🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣
Kodwa Nyambose wawungahlangani ngani nami hawu izifebe zinenhlahla ncese Baba Nyambose
Ngaze ngamzwela u Nyambose wafulathelwa yiDlozi waqondana no noNdindwa😢yazi loyaMfazi engakushiya eJele
Waze wa fresh umkhwenyana nd u clean....udlala unonkiloyi ezweni
Ungaga ngeNkonyane,uyokukhumbula ngelinye ilanga
Uyambona kodwa
Mangaki amadoda asemajele today serving sentences for crimes they never commited? All because of abantu besifazane abanezinhliziyo ezimbi...😢
Iyeke leyo😢
Baba Mkhwanazi njani ngelinye langa ungaphenduli kabi ungakalizwa side lomuntu oyedwa buka ubize ubaba ohloniphekile kanjani ngephara
Respective man yazi very humble lobaba
Ibuhlungu lendzaba yababe xem.ematsanga ahlantela labete emabhodo.lononkoroyi wemfati.
Khona uqinisile lapho ngifunde isifundo kwaina,😢
Nibathathaphi labafazi abanjena Jehovah
Ngizwelana nawe old man uthathe umuntu ngoba uthi wakha muzi kanti uthatha inja oku worse senamanxeba wokushonela ngumfaz wakho yhoo nkosiyam kunzima 😢
Kuyadlalwa ngobaba babantu abalungile😢😢
Babu Mthethwa yenza amatest nengane kungenzeka siyakho shiya lonondindwa 😢
Waze wanesizotha ubaba unyambose❤
Ngaze ngamthanda uNyambose bakithi❤
Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe
Yaz baba ndlela ohlonipheke ngayo shame phephisa n lowo cc akazazi kuthi funani empilweni akathembekile nondindwa nje😔😔
Abantu bakubo kamakoti babemazi ukuthi uyinkinga, yingakho babemyala kangaka.
Sibonge bhuti Mdu nethimba, engathi ningasithola isixazululu baba uMthwethwa 🙏🙏
Siyabonga Bab' Nyambose ngencazelo.
Baze baba bahle boNyambose 😊
Kodwa Nyambose ngabe kwanokalaphi ngalesibongo sethu wena waseYengweni wahlangana nesigebengu esidala lesi kade sasizwa ngimdala namhlanje ncese Hlangalezwe
Ushembe akukhumbule Baba Nyambose😊😊😊
Ngikhona.baba mina yazi indlela othobeke yona ndiyazithandela mna baba❤
Nyambose wakithi madoda ngizwa nje isisoka iyendlalwa inkulumo kwa Mthethwa😂
Divorce her she’s a hooligan shame unonkroyi nje lo 😢
😊
Such an old man to have stress I support that
LA u Thando alukho unomuntu wakhe am
LA u Thando alukho unomuntu wakhe amthandayo myeke
Muhle umkhulu bo uClean Nyambose baba is❤
Noma ngingasale sengthatha umkhongi ke akunankinga😊
Awu kodwa Nyambose 😢kuqinisiwe mekuthiwa umfazi ohlakaniphile uyawakha umuzi ngezandla zakhe, oyisiwula uyawubhidliza ngezandla zakhe...
Baphelele abaThethwa umakoti waluthinta unakane😂ubuqili bonke buzohlala obala
Waylahla indoda lomfazi
Ekekho owazilyo ukuthi unjan lobaba naye
Woza ngapha baba ngizokuphatha kahle
Uzokukhumbula ngazengamdabukela uzophelela emgaqweni njengethayi lemoto ushiye indoda ezothile nginguye bengizozehlisa uselate kodwa useqome kaningi yooo
Ekaze nibathathaphi abafazi abangahlelekile jesu umuhle baba thola umuntu
Ubaba u Mthethwa, waba nebhadi washada nesigebengu se ntombizana😢
nje and naye wayexakekile mama sheshe wahmba mhlabeni nomntwana omuncane
Unokiloyi ongazazi kut sifunani
@@nellypinky lol hhaha ekanokoloyi thixo shuti vele bevese ehluphile kuyoba kuncane engabi umabuya emedweni ngeke
@@ZandileKhwela awu lo uyabona wayevele ezidlalela ngekhehla mhlampe wayezitshela kut ilamakhlehla anemali..
@@nellypinky LOL ELIBONA LICLEAN
Eish ubaba ohlonipheke kangaka bafwethu 😢
Sengiphuma kumanga kaSisters uvele wathi "akazi aqalephi namanga akhe" esezikhalisa😢 edlala ngoNyambose
Kkkkkkkk uyahlanya lomama thina umuzi siyawufuna in box madala ngizokweda
Ngyabongela uNyambose ngokuzinika ithuba lokuyiphendulela ngoba abanye abantu besilisa bakubona kuyihlazo ukweneka izinkinga zomuzi wakho nami ngomunye wabo,kodwa kuyasiza ngoba ngabe sabamba lomsangano waleya ntombazane.asifundeni ukuzikhulumela bobaba
Hawu wazewabheda lomama idlala ngoNyambose amathanga ahlanzela abangenamabhodwa, Nyambose uyindoda emadodeni, UJehova uyokupha unkosikazi oqotho ukube useGoli nje ngabe mgizithathela wena
We Bhuti Mduh sacela ungi introduce kuyena lomfana okuvakashele bandla ngizikhulisele yena😅😅😅
Losisi ukhohlakele udlala ngoNyambose ngoba elungile akabongi ukuthi wamshada enezingane ezu2 akabongi abanye abantu abafuni ukuganisa umuntu osezele ngaphandle usile lononkroyi baba Nyambose unkulunkulu uzokupha umakoti oryt akukhiphe kulosisi okhohlakele
Aybandla izindaba zabantu
Uphoxa isibongo sakithi nje losisi uyazi yeka indlela enganimuzwela yona ngingakalizwa I side lika nyambose😡
Syàbonga baba iqiniso lakho lomama ukhohlakele ...kyabonakala nje kuthi neszotha Waze wakhohlakala mama
Mina ngibona Ngati UCC unebipolar qobo sekuhlangene nobundindwa uyihlazo shame ucc
Not even bipolar,dementia uqobo
😂😂😂yin koda
Impela Nam Ngisola lokho
Waze wanesizotha Nyambose phephisa baba ngokuthi uyaganwa kanti usukela unombiliyani onomduma khanda myeke ahambe akanangqondo
NYAMBOSE DINGISWAYO PHEPHISA BABAWAMIAKAMDALA NJE LO BABA BAKITHI YAZI UBUNDINDWA JESU😢😢😢BUDLALA NGABANTU
Lobaba nkosiyami ubukeka enobuntu nje futh eylungele nje yukho ke kuthi usekhulile kakhulu kulowacc , kungenzeka kuth locc uzixakwlqe okomhlaba nje and shuth akaze amthande lobaba angaz kanti wayekhonjwe ngesbhamu yin kanti😢
Miss Ngcobo, straight talk doesn't break any friendship
Ngicela ningiqashe thuleleni ngizosebenza mahhala ngibe admin bakithi ngibambe nezingcingo❤
Ukube weyazi ubaba wayeyikhetha inkosazane esikhulile njengo aunty kanje ngabe unokuthula emzini wakhe bakithi sorry baba 🙏
Yabona losisi uyoze afe esha.koda ngendlela usungadlala ngobaba onje yoo ayi isiyiko losisi usazoyikhotha imbenge kashembe namadlozi alobaba
Au kodwa Nyambose phephisa baba sengyakhumbula kancane maseniphatha ekagotshana nenyongo ncese muntu wasemzini ukuthatha isayidi singakakuzwa ncese baba
Waze wadlala ngoNyambose lononkroyi🥺
Hawu bantu ngekhehla lenkosi
😂😂😂😂kodw yin
Bhuti ophethe uhlelo ngiyabonga ubunono nakho bokuphatha uhlelo nami ngiyafisa sixhumane inkosi uma ivuma
Bayasonela nje bantu besfazane muntu sehlulwa yin nje kbekezela ngoba wavuma ukgana bayasonela nje ngeke sabhekwa nje thina bentethelelo manje 😢
Angazi usisi wathi inyongo abathelang yen ngazi kanjanjan😩wathi uthwele wen nyambose mmh kulikhuni
Phephisa. Mkhulu waze wsnesono ucc wabantu ubukeka. Ungubaba oqotho nohloniphekile
Thanx brother V,, exactly highlights, to recall😁
Ngayshiy phakath indaba yamakoti ngob nga ngingamuzwa after sengizwe umthethwa ngbuy koqedela weeee akyen umfazi lowana usephinde wazala waphindelela futh kub uvele undivose ningaz nilokhu nihlangan nomndeni wakheEyy kodwa naye uMthethwa☺️🤐
Yabona sithwele kanzima singamadoda.abantu besifazane khona abangakufanele ukuthi bebe ngabafazi.
@@KhethukuthulaMayisa kuyazwela nakimi ngoba ngikhulisa ingane yomfana esingavuka nayo one day isihlukunyezwa ngumfazi
Sesbonga kuth ubaba uvel waziphakamel sekumel beze bobtail ngob umam ngath ukhulum amampung ngobab nhob esefun ukumshiy
Ngakungcono ubiziwe lomama
Nje kunconu kube ukhona umama naye
Ingani ngiye oweza kuqala, ubaba usezoziphendulela
Mkhwanazi Mfowethu awenzenjengokucela kwabantu muhle umsebenzi wakho kakhulu ngiyibuke kusana 3 comments ekuseni bat ama views abengo Hundreds so please Yenza njengoba abalandeli bakho becela
Umkhongi nobabuMthethwa Bakhuluma into ezwakalayo amaphutha akuye usisi ongumakoti uneconsi ushiye umendo ngokuzulelwa ikhanda lakhe.
I remember the lady very well but my question now here is who is lying???
Udaba lwalosisi lwalungazwakali kanti yingoba wsyeqamba amanga 😮
Futhi wayekhuluma sengathi waphoqwa ukugana lobaba
Uluhlaza cwe udlala ngalobaba 😮
Awuzwe nje amanga wathi inyongo yathelwa kumakotshana kodwa umkhkngi uthi amanga lawo yena watshela umakoti ngenyongo 😢
BABE Nyambose woza empumalanga embombela ngizokuphatha kahle
awuh bakithi yabona kuthi mutu oclean
Kodwa ungihlekise lani wesonto
Yaz udaba lukababa lufana ntse nolwami nami ngathola unonkoroyi ofana naye lomama sengyasola mhlambe intombi èngike ngayishada le
Bizani locc okhohlakele sifunayena
Ay amathanga ahlanzela abangenabhodwa thina siyidinga kangaka imendo
Woza baba sakhe umuzi ngizokphatha kahle ,,,kodwa fiviza lozavolo womfazi
😂
😂😂😂😂😂😂
Woza cc akaganiwe ubaba sokuphatha kahle bo
😢😢😢😢 I feel sorry for this old man shame
Ncesi Nyambose kulesimo lobukane naso,Labanye bafati abati kutsi bafunani emphilweni,badlala ngemadvodza lacotfo
Vele uthwale ngaye ngampela
My Buti ❤🙌 ngisalalela
Baba mkhulule ahambe umakoti akazazi kahle akanaqiniso uzofa yinhliziyo Mkhwanazi sicela prt 2 ohlanganisa the participants 💯🙏
Bafowethu kubi langaphandle yiqiniso eliphelele ukuthi thina Madoda sibukwelwe phansi kakhulu abesifazane bakwenza lokhu abakwenzeyo ngoba bazi ukuthi umthetho ubavuna noma bekhuluma amanga, o social worker kufana nabantu abangekho yikhona ubabu Nyambose noma egceza ko social worker bethi ukhuluma into engekho, sibaningi kulenkinga Madoda sukumani nami ngigijime inkantolo qede unkosikazi abalekele inkantolo kodwa ngiqcithwe kanjalo nje kungabi ndabazalutho.
Kubi bafo cabanga wenze konke okulungile ukhiphe izinkomo... Umuntu wesifazane akugile kanje...
Waze wamuhle baba Nyambose
Waze waqonda a nezimbila zithutha ngyakuzwela😢baba wabantu
Baba Sizwelana nawe ubushade idimoni
Babamthethwa ngicel ukub ngowakho min
Umfaz unjalo engaba nemali edlula eyendoda..usuka adelele nje
Ei yoh ai cannot wait for part3
Phephisa mkhulu.
Kuzofuneka ukuthi uThuleleni enze verification ngezindaba nabantu okwenziwa ngabo iystori.Kuzwakala ingathi usisi ubefuna intuba yokuhamba ngamanga
Aiii aiii kodwa abantu besfazane 🙌🙌🚮
Musani ukusonela wezintombi zentethelelo. Plz
Abantu besifazane sebeyagula usathane ubasebenzisa ngendlela exakile yini kangaka umuntu wesifazane ubenesith7nzi ay nisehlisile isithunzi bo cc
Thuleleni ngicela ungixhume bo namakhehle sengimdala ngifuna engizoguga naye 🎉😂❤
😂😂😂😂😂
Amadosa la Amos 😂
Phephisa baba waqondana nesigebengu sentombazane esingakazi ukuthi sifunani empilweni.Usengamthola baba umuntu usezimisele ngempilo.
Impela sicela u Part 3 🙏
Khehla usushadile yin ngikhona mina ngilana egoli endaweni yase tsakane hayibo weee ngifinga umshado
Mhlawumbe lengane asoyakhe uNyambose
awu madoda nge nhlalisuthi
Ey amanye amadoda adlula ebumzimeni emishadwen yawo ukuthi akunakwa kakhulu makuza kuwona nokuthi awakhulumi njengathi ngezinkinga zawo
Benginakho ukumuzwa ubaba inkinga sengimane ngazwa le mentality embi yokuthi njengoba waseneyngane ezintathu umama wezothathwa ubani.kshuthi naye wamshada ngoba emzwela ingakhoke beythola bela namhlanje.nosisi wafihla umntwana kwahlangana iynkalakatha nje
Mangizwa kahle ubaba Mthethwa wamthatha azi izingane ezimbili eyesithathu uyaze esemulobolile sebahlala ndawonye.
Vele muntu onabantwaba akalotsholwa uyadabukelwa isintu leso
Yathandwa Nyambose
Mxolisa mkhwanazi impela nje
Ngyayizwa kodwa inkululo yalowa mama ukuthi yayingahlangani nhlobo nje
Ngithi ngize lapho nje nami wavele wangena emlonyeni.
Mmmh au waba nebhadi wathatha ulwabishi womuntu wesfazane
Zyakhala kuleShow🤞🤞😂😂yaz bekmele before ishow iqale usivezele amaHighlights kasisi just ukusikhumbuza nongayibonanga ishow abe neclue
Amadoda aGBvekile langaphandle inkinga ayathula
Uma isiqhubeka lenkulumo sicela enze njalo sekukuningi, siyacela.
Syabonga.
Sicela inkulumo yokuqala kamama to refresh our minds
Zikhala impela kkkk sibabaza njalo nje kule show
Ngyakhumbula mina ucc iqebeqebe wayekhuluma bo but mangizwa ubaba sengyabona kuthi ubani onochuku futhi wathi waphoqwa ifamily kuthi ashade lobaba ay
Ngabe ngazitholela Wena Nyambose ubukeka uyiNdoda eqotho.Kodwa thina bantu beSfazane sinokungathembeki ngesinye isikhathi, siyalibulala izwe ngamanga noMndeni kaMakoti ngiyawusola ngokungabi neQiniso kwakumele bazise u Mndeni wakaboMkhwenyane ngeSimo seNdodakazi .Shwele Baba.
Siyaxolisa sonke baba ngempela savuma samlalela usixolele nxese ngempela awuthwele Mina ngiyakubona ungumuntu kaNkulunkulu 😭🙏
14:33 waze wakhohlakala umama yaz uNkulunkulu usazomshaya uzothi uloyiwe🤞🤞🤞syabonga Baba waze wasenzela iqiniso sizozwa side lakho,uyindoda Nyambose🤝🤝
Aw kodwa bhuti Mdu ngicelle inumber yaNyambose bakithi ngikhona akazithathele mina anginabungozi😂😂😂😂😂
😂😂😂😂mthathe unyambose muhle yzi lobaba
Waze wangihlekisa mbhemu😂😂😂
Haaibo makhosikazi, nami owami nje😊
@@CabangileMlungwana asimthatheni sonke babhemu simthobeni amanxeba
Habe we Doris uyalizwa ne gama Doris ufuna ukdlala ngenhlalisuthi 🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣
Kodwa Nyambose wawungahlangani ngani nami hawu izifebe zinenhlahla ncese Baba Nyambose
Ngaze ngamzwela u Nyambose wafulathelwa yiDlozi waqondana no noNdindwa😢yazi loyaMfazi engakushiya eJele
Waze wa fresh umkhwenyana nd u clean....udlala unonkiloyi ezweni
Ungaga ngeNkonyane,uyokukhumbula ngelinye ilanga
Uyambona kodwa
Mangaki amadoda asemajele today serving sentences for crimes they never commited? All because of abantu besifazane abanezinhliziyo ezimbi...😢
Iyeke leyo😢
Baba Mkhwanazi njani ngelinye langa ungaphenduli kabi ungakalizwa side lomuntu oyedwa buka ubize ubaba ohloniphekile kanjani ngephara
Respective man yazi very humble lobaba
Ibuhlungu lendzaba yababe xem.ematsanga ahlantela labete emabhodo.lononkoroyi wemfati.
Khona uqinisile lapho ngifunde isifundo kwaina,😢
Nibathathaphi labafazi abanjena Jehovah
Ngizwelana nawe old man uthathe umuntu ngoba uthi wakha muzi kanti uthatha inja oku worse senamanxeba wokushonela ngumfaz wakho yhoo nkosiyam kunzima 😢
Kuyadlalwa ngobaba babantu abalungile😢😢
Babu Mthethwa yenza amatest nengane kungenzeka siyakho shiya lonondindwa 😢
Waze wanesizotha ubaba unyambose❤
Ngaze ngamthanda uNyambose bakithi❤
Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe
Yaz baba ndlela ohlonipheke ngayo shame phephisa n lowo cc akazazi kuthi funani empilweni akathembekile nondindwa nje😔😔
Abantu bakubo kamakoti babemazi ukuthi uyinkinga, yingakho babemyala kangaka.
Sibonge bhuti Mdu nethimba, engathi ningasithola isixazululu baba uMthwethwa 🙏🙏
Siyabonga Bab' Nyambose ngencazelo.
Baze baba bahle boNyambose 😊
Kodwa Nyambose ngabe kwanokalaphi ngalesibongo sethu wena waseYengweni wahlangana nesigebengu esidala lesi kade sasizwa ngimdala namhlanje ncese Hlangalezwe
Ushembe akukhumbule Baba Nyambose😊😊😊
Ngikhona.baba mina yazi indlela othobeke yona ndiyazithandela mna baba❤
Nyambose wakithi madoda ngizwa nje isisoka iyendlalwa inkulumo kwa Mthethwa😂
Divorce her she’s a hooligan shame unonkroyi nje lo 😢
😊
Such an old man to have stress I support that
LA u Thando alukho unomuntu wakhe am
LA u Thando alukho unomuntu wakhe amthandayo myeke
Muhle umkhulu bo uClean Nyambose baba is❤
Noma ngingasale sengthatha umkhongi ke akunankinga😊
Awu kodwa Nyambose 😢kuqinisiwe mekuthiwa umfazi ohlakaniphile uyawakha umuzi ngezandla zakhe, oyisiwula uyawubhidliza ngezandla zakhe...
Baphelele abaThethwa umakoti waluthinta unakane😂ubuqili bonke buzohlala obala
Waylahla indoda lomfazi
Ekekho owazilyo ukuthi unjan lobaba naye
Woza ngapha baba ngizokuphatha kahle
Uzokukhumbula ngazengamdabukela uzophelela emgaqweni njengethayi lemoto ushiye indoda ezothile nginguye bengizozehlisa uselate kodwa useqome kaningi yooo
Ekaze nibathathaphi abafazi abangahlelekile jesu umuhle baba thola umuntu
Ubaba u Mthethwa, waba nebhadi washada nesigebengu se ntombizana😢
nje and naye wayexakekile mama sheshe wahmba mhlabeni nomntwana omuncane
Unokiloyi ongazazi kut sifunani
@@nellypinky lol hhaha ekanokoloyi thixo shuti vele bevese ehluphile kuyoba kuncane engabi umabuya emedweni ngeke
@@ZandileKhwela awu lo uyabona wayevele ezidlalela ngekhehla mhlampe wayezitshela kut ilamakhlehla anemali..
@@nellypinky LOL ELIBONA LICLEAN
Eish ubaba ohlonipheke kangaka bafwethu 😢
Sengiphuma kumanga kaSisters uvele wathi "akazi aqalephi namanga akhe" esezikhalisa😢 edlala ngoNyambose
Kkkkkkkk uyahlanya lomama thina umuzi siyawufuna in box madala ngizokweda
Ngyabongela uNyambose ngokuzinika ithuba lokuyiphendulela ngoba abanye abantu besilisa bakubona kuyihlazo ukweneka izinkinga zomuzi wakho nami ngomunye wabo,kodwa kuyasiza ngoba ngabe sabamba lomsangano waleya ntombazane.asifundeni ukuzikhulumela bobaba
Hawu wazewabheda lomama idlala ngoNyambose amathanga ahlanzela abangenamabhodwa, Nyambose uyindoda emadodeni, UJehova uyokupha unkosikazi oqotho ukube useGoli nje ngabe mgizithathela wena
We Bhuti Mduh sacela ungi introduce kuyena lomfana okuvakashele bandla ngizikhulisele yena😅😅😅
Losisi ukhohlakele udlala ngoNyambose ngoba elungile akabongi ukuthi wamshada enezingane ezu2 akabongi abanye abantu abafuni ukuganisa umuntu osezele ngaphandle usile lononkroyi baba Nyambose unkulunkulu uzokupha umakoti oryt akukhiphe kulosisi okhohlakele
Aybandla izindaba zabantu
Uphoxa isibongo sakithi nje losisi uyazi yeka indlela enganimuzwela yona ngingakalizwa I side lika nyambose😡
Syàbonga baba iqiniso lakho lomama ukhohlakele ...kyabonakala nje kuthi neszotha Waze wakhohlakala mama
Mina ngibona Ngati UCC unebipolar qobo sekuhlangene nobundindwa uyihlazo shame ucc
Not even bipolar,dementia uqobo
😂😂😂yin koda
Impela Nam Ngisola lokho
Waze wanesizotha Nyambose phephisa baba ngokuthi uyaganwa kanti usukela unombiliyani onomduma khanda myeke ahambe akanangqondo
NYAMBOSE DINGISWAYO PHEPHISA BABAWAMI
AKAMDALA NJE LO BABA BAKITHI YAZI UBUNDINDWA JESU😢😢😢BUDLALA NGABANTU
Lobaba nkosiyami ubukeka enobuntu nje futh eylungele nje yukho ke kuthi usekhulile kakhulu kulowacc , kungenzeka kuth locc uzixakwlqe okomhlaba nje and shuth akaze amthande lobaba angaz kanti wayekhonjwe ngesbhamu yin kanti😢
Miss Ngcobo, straight talk doesn't break any friendship
Ngicela ningiqashe thuleleni ngizosebenza mahhala ngibe admin bakithi ngibambe nezingcingo❤
Ukube weyazi ubaba wayeyikhetha inkosazane esikhulile njengo aunty kanje ngabe unokuthula emzini wakhe bakithi sorry baba 🙏
Yabona losisi uyoze afe esha.koda ngendlela usungadlala ngobaba onje yoo ayi isiyiko losisi usazoyikhotha imbenge kashembe namadlozi alobaba
Au kodwa Nyambose phephisa baba sengyakhumbula kancane maseniphatha ekagotshana nenyongo ncese muntu wasemzini ukuthatha isayidi singakakuzwa ncese baba
Waze wadlala ngoNyambose lononkroyi🥺
Hawu bantu ngekhehla lenkosi
😂😂😂😂kodw yin
Bhuti ophethe uhlelo ngiyabonga ubunono nakho bokuphatha uhlelo nami ngiyafisa sixhumane inkosi uma ivuma
Bayasonela nje bantu besfazane muntu sehlulwa yin nje kbekezela ngoba wavuma ukgana bayasonela nje ngeke sabhekwa nje thina bentethelelo manje 😢
Angazi usisi wathi inyongo abathelang yen ngazi kanjanjan😩wathi uthwele wen nyambose mmh kulikhuni
Phephisa. Mkhulu waze wsnesono ucc wabantu ubukeka. Ungubaba oqotho nohloniphekile
Thanx brother V,, exactly highlights, to recall😁
Ngayshiy phakath indaba yamakoti ngob nga ngingamuzwa after sengizwe umthethwa ngbuy koqedela weeee akyen umfazi lowana usephinde wazala waphindelela futh kub uvele undivose ningaz nilokhu nihlangan nomndeni wakhe
Eyy kodwa naye uMthethwa☺️🤐
Yabona sithwele kanzima singamadoda.abantu besifazane khona abangakufanele ukuthi bebe ngabafazi.
@@KhethukuthulaMayisa kuyazwela nakimi ngoba ngikhulisa ingane yomfana esingavuka nayo one day isihlukunyezwa ngumfazi
Sesbonga kuth ubaba uvel waziphakamel sekumel beze bobtail ngob umam ngath ukhulum amampung ngobab nhob esefun ukumshiy
Ngakungcono ubiziwe lomama
Nje kunconu kube ukhona umama naye
Ingani ngiye oweza kuqala, ubaba usezoziphendulela
Mkhwanazi Mfowethu awenzenjengokucela kwabantu muhle umsebenzi wakho kakhulu ngiyibuke kusana 3 comments ekuseni bat ama views abengo Hundreds so please Yenza njengoba abalandeli bakho becela
Umkhongi nobabuMthethwa Bakhuluma into ezwakalayo amaphutha akuye usisi ongumakoti uneconsi ushiye umendo ngokuzulelwa ikhanda lakhe.
I remember the lady very well but my question now here is who is lying???
Udaba lwalosisi lwalungazwakali kanti yingoba wsyeqamba amanga 😮
Futhi wayekhuluma sengathi waphoqwa ukugana lobaba
Uluhlaza cwe udlala ngalobaba 😮
Awuzwe nje amanga wathi inyongo yathelwa kumakotshana kodwa umkhkngi uthi amanga lawo yena watshela umakoti ngenyongo 😢
BABE Nyambose woza empumalanga embombela ngizokuphatha kahle
awuh bakithi yabona kuthi mutu oclean
Kodwa ungihlekise lani wesonto
Yaz udaba lukababa lufana ntse nolwami nami ngathola unonkoroyi ofana naye lomama sengyasola mhlambe intombi èngike ngayishada le
Bizani locc okhohlakele sifunayena
Ay amathanga ahlanzela abangenabhodwa thina siyidinga kangaka imendo
Woza baba sakhe umuzi ngizokphatha kahle ,,,kodwa fiviza lozavolo womfazi
😂
😂😂😂😂😂😂
Woza cc akaganiwe ubaba sokuphatha kahle bo
😢😢😢😢 I feel sorry for this old man shame
Ncesi Nyambose kulesimo lobukane naso,Labanye bafati abati kutsi bafunani emphilweni,badlala ngemadvodza lacotfo
Vele uthwale ngaye ngampela
My Buti ❤🙌 ngisalalela
Baba mkhulule ahambe umakoti akazazi kahle akanaqiniso uzofa yinhliziyo Mkhwanazi sicela prt 2 ohlanganisa the participants 💯🙏
Bafowethu kubi langaphandle yiqiniso eliphelele ukuthi thina Madoda sibukwelwe phansi kakhulu abesifazane bakwenza lokhu abakwenzeyo ngoba bazi ukuthi umthetho ubavuna noma bekhuluma amanga, o social worker kufana nabantu abangekho yikhona ubabu Nyambose noma egceza ko social worker bethi ukhuluma into engekho, sibaningi kulenkinga Madoda sukumani nami ngigijime inkantolo qede unkosikazi abalekele inkantolo kodwa ngiqcithwe kanjalo nje kungabi ndabazalutho.
Kubi bafo cabanga wenze konke okulungile ukhiphe izinkomo... Umuntu wesifazane akugile kanje...
Waze wamuhle baba Nyambose
Waze waqonda a nezimbila zithutha ngyakuzwela😢baba wabantu
Baba Sizwelana nawe ubushade idimoni
Babamthethwa ngicel ukub ngowakho min
Umfaz unjalo engaba nemali edlula eyendoda..usuka adelele nje
Ei yoh ai cannot wait for part3
Phephisa mkhulu.
Kuzofuneka ukuthi uThuleleni enze verification ngezindaba nabantu okwenziwa ngabo iystori.
Kuzwakala ingathi usisi ubefuna intuba yokuhamba ngamanga