Foot Toets kusho ukuthi uyithatha injalo nezinkinga zayo. Kwaze kwanzima kodwa ngiyazi mase ufakwa incindezi uvele ufake i signature and phela that agreement is binding sizocela nimsize bakithi Team Thuleleni😢😢😢
This is a lesson to ladies , around you there are friends ,colleagues, relatives don't be pushed through a sale by someone yala lemali yakho until you are ready and feel confident. Always know a mechanic that you can call or ask a relative who knows a mechanic when you need a need.
Kungenzeka ukuthi usisi uthenge iginsi, angaboshwa uma ebanjwa amaphoyisa. Imoto vele idayiswa voetstoot. Lento yokufuna ama short cuts ibaqadile abantu. Nalabo abathenga izindlu bayashaywa!
My piece of advise to u Sis,take the car as is.Try to fix the car, maybe the damage is not that big on the engine,id is too big ,go get a good second hand engine from reputable place. Put it in this car,the car will drive like it has never have had problems.The law in south africa is not that effective.You must take this as lesson and continue with life.I know it is easier said than done.
MAWUFUNA A SECOND HAND CAR IYA KA WE BUY CARS THEY ARE VERY HONEST, BAYAKUNIKA NE HISTORY YE MOTO , NEZINKINGA ZAYO...MINA BOUGHT VW MORE THAN A YEAR YEAR A GO BUT KUZE KUBE YIMANJE AYIKAZE IHLUPHE NAKANYE , LOKHU ABABEKUBHALILE PHANSI IKONA ENGAKUFICA LIKE PAINTING ISSUE AND THE BODY...YEKELANI UKUTHENGA KUBANTU NAMA INDIANS KAKHULU AYINGOZI, OR FACEBOOK
I think lelo gama obulisho i "Voetstoots". Lokho kusho ukuthi imoto uyi thatha injengoba injalo. Common conditions nakuma Auctions. Tjo sorry, bamu shayile u mama. Abe maningi ama red flags la.
Bukhona ubudedengu obenziwe u Nkosi futhi bukhulu..how can transfare mali engaka kwi acc yomuntu,kanti why moto soyiziselwa ungasayi Garage? Nkosi waxhamazela lana even seat iyakuhlaba but ukhiphe R100k
Kubuhlungu abakwenze ku Sesi.lezigebengu zikhula onke amalanga.kuhle uzilandele wena ucobo kwa Hyundai noma kukuliphi I garage.ngiyathemba uzoluthola usizo.
It sound like yimoto eyayintshontshiwe le umnikaz wayo wacima I engine kwi app.. Or kwi insurance company yakhe.. Thats y yayidropa I speed yaze yacima emgwaqen
I have to be honest - it's not looking good for this beautiful lady because of what she signed. As cruel as is she may have to let it go because if this were to go to court she will lose the case because of the conditions that were stated in the document that she signed.
SISI WAM ASKIS NGIZWELANA NAWE BUT AKUPHELILE NGAWE LABA BAZOTHOLAKALA UTHOLE IMALI YAKHO XHUMANA NE X REPO UYEKE INDABA YEMOTO UMUNTU OWAKUTHENGISA ILI X BOY FRIEND KA MNGAN WAKHO AKUTHOLWE YENA AKHOKHE IMALI FINISH
X REPO WILL HELP THIS LADY SAME DAY 😭😭
It can't because she was robbed, where is the car and it was careless not going to the dealership
I don't think so because uythenge estradin not to dealership
@@philisiwenkosi8080but as long ene proof ye transaction anganceda
Not true, akangisizanga mina ngiqolwe yi break down😢. Akunjengoba sibuka kwenzeka ku TV
Siyabonga bhuti Shamase qhubeka nomsebenzi omuhle nami amehlo avulekile kulendaba kaSisi siyabonga kakhulu ingathi ningamtholela usizo
Izonyembezi ezingaka Nkosi yamaKhosi,oh my God lm crying a lot
Kwadlala isalamusi Lana awudlali umuthi umuthi 😢kodwa usis Nkos yam amagarage emaningi kanjena wawungahamba nje ukhetha imoto oyithandayo ngezinto ze online bakwethu phephisa😢
Babygirl amandla endoda awapheli le bekuyindlela yokuthi uqine ukhakhayi zoythola enye imoto kungekudala work hard ukhohlwe abaku jajayo nabo sebeke baskenywa but wont tell lento ayna clever mancane amathuba okuthi ibuye imali nayo leyomoto noma ingabuya zobuye ikfake eynkingeni guy luck my baby
Foot Toets kusho ukuthi uyithatha injalo nezinkinga zayo. Kwaze kwanzima kodwa ngiyazi mase ufakwa incindezi uvele ufake i signature and phela that agreement is binding sizocela nimsize bakithi Team Thuleleni😢😢😢
Hayibo lo cc waze waqoleka kalula usayina kanjani into ongayifundanga😮😮uqolwe zisuka asihlakaniphe bafazi.
This is a lesson to ladies , around you there are friends ,colleagues, relatives don't be pushed through a sale by someone yala lemali yakho until you are ready and feel confident.
Always know a mechanic that you can call or ask a relative who knows a mechanic when you need a need.
X repo will help her sametime🙏🙏
Karma never forgets a name or address 😊
Siyabonga thuleleni nisilethelwe unkulunkulu hayi niyawadlula ngisho amapoliticians ngendlela enincesa ngayo abantu kodwa nabo abantu abaqaphele mabenza izinto akulungile namhlanje abantu abafuni ukufunda abafuni ukusebenza babhizi baqola abanye abantu
Ncese sis ungaphinde uthembe muntu ngemali yakho,sengathi ungathola usizo.
inkinga nje iba kwi sound nibuye ningazwakali kwakona kodwa muhle umsebenzi wenu.
Angazi noma ukuthi ngowasegoli.sijwayele.into.ezisheshayo.njengempilo.yala.mphathi.wohlelo.amacala ungathi kusekuningi okufanele.ukufunde losisi uxoliwe udinga..usizo imibuzo yakho eminingi.ayinasidingo ayihlangene nesigameko ukuthi I temperatio pressure ibithini.i.speed.besingakanani angazi ukuthi sesajwayela.ngapha.o.xrepo.into.ezenzeka manje kwenzeke😏😂🤣🤣👍
Hi to whom it may concern
Please try to help the poor girl or transfer the case to x ripo please
😭💔Askies cc, sengathi ungasizakala bakithi
uma umuntu edinga imoto,there is l lot of dealershiph in durban (UMgeni Road,Ect),we buy car
Wamuhle naloKazi ❤️❤️❤️❤️
Dadewethu sesibonga uNkulunkulu namathonga akho awavumanga washayisa loyamhlola wemoto. Cabanga ushayisa imoto ka7 million. Ngabe usejele Siyambonga uNkulunkulu ngempela nokuthi azange bakugebenge ngokocansi. Iqulu elingaka emotweni! Ngiyethemba ukhumbulile ukubika emsamo uma uyothenga imoto. Kufundwa ngamafutha. Uzophinde uvuke uzithathe. Uzophinde uwusebenze futhi omunye uR100k or more. Fokhasa entweni enhle eyenzekile. Hambothenga egarage uphume nayo isine insurance. Uma istakhile ufonela I insurance hhayi izigebengu zamaqola.
Lento eyenzeke kulo sisi ngiyayazi ibuhlungu and uma uthenga imoto yokuqala usuke ujabule awuzinaki izinto eziningi amaphutha lawa ajwayelekile angimsoli ,namadoda ayagileka kanjena
Plz we need feedback
Kungenzeka ukuthi usisi uthenge iginsi, angaboshwa uma ebanjwa amaphoyisa. Imoto vele idayiswa voetstoot. Lento yokufuna ama short cuts ibaqadile abantu. Nalabo abathenga izindlu bayashaywa!
You are still young sis wam zophinde uyithole enye imali uthenge imoto eryt
Makasizakale ucc nkosiyama
My piece of advise to u Sis,take the car as is.Try to fix the car, maybe the damage is not that big on the engine,id is too big ,go get a good second hand engine from reputable place. Put it in this car,the car will drive like it has never have had problems.The law in south africa is not that effective.You must take this as lesson and continue with life.I know it is easier said than done.
kudlaliwe ngabantu besmame .
Umsindo kwakuy bearing knock,ishaye engine, Koda manje angythandi lento yakho Uma ubuzwa awaz yonke into,police station owaya kuyo, awuyaz uyenzelan int'ongayaz
Awnabon abafwenu cc nom indoda yomzulu, badlal ngawe laba bobabili nolowomngan kwaX leyo
Izigebengu💔😭😭zidla amandlethu
Laba abathi X-repo, bake bayibona episode yayo bese KZN?
Yes yanke yafika la kzn
😂😂😂😂😂safa ngu Xrepo bakithi yiii abayeke uMdue enze span sakhe
Isalamuzi bayalisebenzisa lababantu abascamer abantu, sis waba nebhadi nje
😢ungaphum nemoto enhle kabi egarage 😢
MAWUFUNA A SECOND HAND CAR IYA KA WE BUY CARS THEY ARE VERY HONEST, BAYAKUNIKA NE HISTORY YE MOTO , NEZINKINGA ZAYO...MINA BOUGHT VW MORE THAN A YEAR YEAR A GO BUT KUZE KUBE YIMANJE AYIKAZE IHLUPHE NAKANYE , LOKHU ABABEKUBHALILE PHANSI IKONA ENGAKUFICA LIKE PAINTING ISSUE AND THE BODY...YEKELANI UKUTHENGA KUBANTU NAMA INDIANS KAKHULU AYINGOZI, OR FACEBOOK
Nkosi yami iinformation iningi kanje???? Hhayi ma'am sesiyakwazi nathi ukugibela izimoto.
X repo my sister
Is the agreement form the real one. Whose the previous owner of the vehicle
Siyabonga Thulelen
Can you try fix the sound next time, iphantsi iAudio, sidinga iVolume please.
Losisi akayazi yin i X Repo iyona ebizomsiza
Ngaze ngalithanda iphimbo likaCc ake asukume ame ngimbone❤❤❤❤❤
Phephisa cc kodwa hhawu usabuyaph ungazi ngobugebeng uze transfer mali aybo cc ayi
I think lelo gama obulisho i "Voetstoots". Lokho kusho ukuthi imoto uyi thatha injengoba injalo. Common conditions nakuma Auctions. Tjo sorry, bamu shayile u mama. Abe maningi ama red flags la.
Wakusayinela usisi loko engayifundanga into ayisayinayo
Yho yabuhlungu into 😮
Kwakumele aye e garage u cc coz Naye uyabona akazi lutho nje uvuma konke .engathi engabuthola ubulungiswa
Ngicela ningiphe inumber uthuleleni tv ngyacela ngidinga usizo pls
Usayina kanjani ungafundanga ukuthi usayinani hayi nawe waze wayisdomu
Bukhona ubudedengu obenziwe u Nkosi futhi bukhulu..how can transfare mali engaka kwi acc yomuntu,kanti why moto soyiziselwa ungasayi Garage? Nkosi waxhamazela lana even seat iyakuhlaba but ukhiphe R100k
Impela usisi wayesejahile kakhulu imonto kanti useyaphazama
Bamshaya ngesalamuz
Mmmh Thixo!
Mdu ngikuthulela isiqoko mhkwanazi nami nginenkinga enjalo umfana wami naye uthenge imoto kwelinye lamagaraji imoto ihambe amalanga amabili yase iyafa uma ebafonela bati bazoyilungisa bathing akafune umakhenikha azoyilungisa wathi yena ngicela niyilande bathula base bathi ngoba wasayina angeke bakwazi ukuyikhanda ngobaseyikuye pls ngicela usiszo bandla
Shame bakithi kabuhlungu yazi indaba ka cc . Bamba inkuzi 😢
Ncese sisi
Sengathi cc ungaluthola isizo😢😢
Zaziningi izint ezazi off ngalendab yaleMoto kdw usisi wanganaka ngob enziwa injabulo
Nomyeni wakhe kwakumele ambonise yaz😢
😢😢 eyy imali engaka nkosi
And conditions are horrible
Sawubona Baba. Ngicela usizo kunomtwana kaMamncane wami. Umamcane wahamba esanda ku beletha akaziwa ukuthi ukweliphi. UBaba wayithatha wayohlala nayo Swaziland behlala noGogo wayo khona.besimane sifonelana sibuzane impilo,uBaba wengane naye wahamba wayaegoli kusho ugogo,... Waze wadlula emhlabeni ugogo owayehlala nengane abazali bayo bengaziwa ukuthi bakhuphi.ingane bese ihamba ihlala emzini yabantu yaze yathola nokunukubezeka ngoba bese ingasaphilile kahle ekhanda(inesifo sokuwa) manje ikinga akanayo I ID, nestigiketi imbala akanaso uMama wakhe akaze amenzele ebuncanene bakhe. Bengincela ningisize kulokho bandla yimina osehlala nayo ingane manj angikwazi kuysiza ngalutho ngisho nokuyfaka ku-insurance ngoba akanayo ID.
Mmhuuuu nkocyami ubugebengu ezweni
Ayi nawe why uhambe wedwa uyokwenza into eyirisk kanje?yonke into nje nawe u ok imali engaka uyitrasfere kumuntu?
Pepa nawakhe ❤❤❤❤
Idinga i X Repo le
Ngeke ilunge it was robbery and she was careless she doesn't know those people only a friend who is an exgirlfriend
Oh nkoc syafunda ngamaphutha
Bakithi sorry cc nkosiyami 😢😢
akaye ku X-po u cc wona uya khona same time kolanda imoto
Ngikufisela inhlahla sesi ngatsi kungahambakahle
Kwaze kwanzima ngathi bantu besifazane.
Badlalile ngawe sisi wam. Its a scam sisi wam. Expose them name them.
Ama red flags ebekhona kodwa u sis wawaziba 😢abantu abafunde isifundo
Yhoo the agreement 😳
Ezihleni kodwa cc lawe izigebengu zingaka 😢😢😢😢
Next time ozama kuhamba nobhut wakho khona ezobheka yonkinto ngoba uwumfana hlampe babe dlala ngawe uyntombazane 😢😢
Kubuhlungu abakwenze ku Sesi.lezigebengu zikhula onke amalanga.kuhle uzilandele wena ucobo kwa Hyundai noma kukuliphi I garage.ngiyathemba uzoluthola usizo.
It sound like yimoto eyayintshontshiwe le umnikaz wayo wacima I engine kwi app.. Or kwi insurance company yakhe.. Thats y yayidropa I speed yaze yacima emgwaqen
lento engibonayo nami
nalo bhuti owafika ebasiza nje ngiyasola kwakwi set up nje leyo unolwazi ngemoto
Kudlaliwe ngale ngane yabantu
Askies ntombo ibuhlungu lendaba yakho ngathi ungalithola usizo
Kodwa nana usayina njani ungafundanga hayi ntomboo uyithenga njani imoto phansi kwesihlahla iyooo kuninimkukhulunywa ngobugebengu bakithi
Anibhayizi nani hayi ngeke 😂
The quiet ladies bayinkinga at times niqileka easy too much empilweni, sometimes be gangsterlike
Aw Sisi nawe ngathi wawuvuma koke nje ayngeke
Cc nothing goes for ever but unkulunkulu uzokuphendulela akukho qola lazikhotha emhlane
Lbhayibheli litsi tsemba simakadze ngayo yonkhe inhlitiyo yakho.umuntfu. Hhay
Day light robbery
,lie after lie!!! Lezinto azikhathali kuqamba manga. A long story of lies, has no conscience!!!
Ngcela ningisze ngenamba yak thuleleni tv please
+27 677893082
This is X repo case
Exactly
Asimhlonipheni uMdu simdedele enze umsebenzi wakhe ngiyamtjemba uzosiza.
Imonto awuhambi wedwa or nabantu ongabazi Uma yoyithenga kunobungozi obukhulu lokho
Ey nawe sis usayina kanjan ungafundanga
Bayivala kwi tracker bhutu MDu
Abantu abafunde kuhlakanipha lento nje isobala . uthatha moto ongazi noma yebiwe or yabulala or inkingani awuyile nasepolice station kuze bayibheke
Ai kodwa nawe wiiiii babo uvelaphi ungazi ngobugebengu
140km/h ngemoto ekhalayo. yho hai!
I have to be honest - it's not looking good for this beautiful lady because of what she signed. As cruel as is she may have to let it go because if this were to go to court she will lose the case because of the conditions that were stated in the document that she signed.
Aaaibo Thixo...
Sounds yenu
Lungisani sound iphantsi
Midrand Hyundai? Awu, kwesami madoda!
Just imagine umogal sajabulela imoto entsha💔
Ay nawe kepha sisi.
Askies babe
U X repo angamsiza😭😭😭
SISI WAM ASKIS NGIZWELANA NAWE BUT AKUPHELILE NGAWE LABA BAZOTHOLAKALA UTHOLE IMALI YAKHO XHUMANA NE X REPO UYEKE INDABA YEMOTO UMUNTU OWAKUTHENGISA ILI X BOY FRIEND KA MNGAN WAKHO AKUTHOLWE YENA AKHOKHE IMALI FINISH
Ubuqola hhai bo!
100k gone just like that gainful 😒😒
Kuyashesha kuyikhindi