Siyabingelela Mpunga YeSintu isifund o sakho siyezwakala futhi sicacisa konke kukhanye bha, mana njalo ...👌 Okuncane nje engikucelayo yigama le artist nesihloko saleNgoma edlala la ekupheleni kohlelo lwakho...🙏
Mina Mpunga inkinga enginayo ukuthi how do I connect with isithunywa sami. I have no problem dreaming or seeing izinto for other people. Kodwa for mina lutho. Ngiyacela uqhubeke ukhulume ngendaba yesithunywa
Hamba nomuntu noma ingane ikugade wenze lento oyibonile kodwa my advice to you thola umuntu olapha ngamanzi akusize then as you get comfortable usungaziyela wena wedwa. Nami ngingomunye onesithunywa samanzi futhi ngiyasaba amanzi ngoba ngiyakwazi ukujula kwawo
Syabonga Mpunga,kwande💯💯🙏🙏👏👏
Siyabonga mkhulu siyelapheka impela ngakwezemvelaphi yeth uNkulunkulu aze akukhulise
Siyambonga UTHIXO ngokusixhumanisa nanibahlonishwa🙌🏿
Siyabonga Mpunga yesintu ngokusivula amehlo nokusicacisela ngokwemimoya Inkosi iku busise
Nkulunkulu kaShembe, Nkulunkulu wama khehla neZalukazi namaThongo siyabonga Mpunga yesintu silalele siyadoda. Umveligqange akubusise.
Asibonge Mpunga Yesintu siyangithinta lesihloko okhuluma ngaso
Ngiyabonga mpunga yesintu wangelula Mphathi
Siyabonga Mpunga
Amen mkhulu,mina ngcela ukbuza yin eyenza kuvaleke amaphupho,nezibonakaliso kodwa ngatshelwa ukuthi ngnesphiwo
Siyabonga mpunga yesintu
Uyichaze kahle Mpunga siyabonga
Baba Mpunga
Nginenkinga yamaphupho ocansi nenye indoda kube ngathi ngiyi nkonkoni
Ohhhh wandiphilisa Mpunga. Uphile Mpunga mna ndithi Camagu
Ukhuluma nami mpela ngoba sengibuya khona.Yho!ngiyabonga mkhulu.
Mpunga yesintu ukuthola kanjani ukuthi uphethwe hloboluni lwemimoya
Mmhh.. syabonga baba
Amen siyabonga Mkhulu
Siyabonga Khehla , ngaze ngajabula ukuthi izincwadi zeMpunga seziyatholakala eGoli. PHAMBILI NGOLWAZI LWESINTU!!!
Siyabonga usicacisela
Hayi Mpunga sibongele lapho kwi Mpunga Yesintu yona ekuthumayo ukuthi usixwayise ngolwazi ulungaka siyabonga baba
Sawubona Mpunga yesintu ngiyabonga ngokungicacisela kusukela namuhla sengiyazi ukuthi nginamuphi umoya
utholakala kanjan Mpunga yesintu
Syabonga mkhulu waze wayichaza kahle kwacaca bha ngyawavukela mavedio akho ayasivula amehlo
Ngyabingelela mpunga cha.ngyezwa kulesisihloko osithintile minake ngicela ukubuza kwimpunga yesintu ukuthu ngabekuyenzeka yini umuntu ambathwe yidlozi nesthunywa kanye kanye. From mama mthethwa empangeni.
Siyabingelela Mpunga YeSintu isifund
o sakho siyezwakala futhi sicacisa konke kukhanye bha, mana njalo ...👌
Okuncane nje engikucelayo yigama le artist nesihloko saleNgoma edlala la ekupheleni kohlelo lwakho...🙏
Siyabonga Punga ye Sintu ngolwazi
Siyabonga Mpunga yesintu nami sengicaciselekile ukuthi nginesithunywa kusukela ngisamncane ngikhula ngindiza ngiphupha amanzi, ngiphuphe nezimpawu ezikhomba okuzokwenzeka kwenzeke njengoba kunjalo...ekhaya bezwa ngami makukhona isifo esizovela, noma kuzogqekezwa ngiboniswa kuqala.
Impela usivule amehlo nami senginesiqiniseko ukthi ngembethwe umoya wezithunywa. Ukuphuma amanzi ngokwehlukana kwawo kanye nokundiza
Thokoza khehla. Kuzwakele, khula usikhulise mpunga yesintu. Ngithola kanjani noma ngiqaphelani ezongitshengisa umoya ongembethe. Thokoza khehla. 🙏🙏🙏
Ingaba uyahlaziya ocingweni Mpunga
Ngithwasile ngoba ikhehla elasho kimi kuthi angithwase ngikuphethe kokubili
Ngiyabonga kakhulu mkhulu ngendlela ohlaziye ngayo
Syabonga mkhulu cishe ngangena entwasweni ngokuswela ulwazi syabonga asqedi sengyazi nginani syabadinga abantu abafana nawe🙏🙏
Powerful lomfanekiso oqoshiwe
Sawubona mkhulu ngiyaqala ukungena mina nginedlozi nesithunywa ndiyaquma abande bakhulume ndicela nindisize kudala ndihamba andisizakali
Thokozani 👏 ekhaya lempunga yesintu ngyashweleza ngimusha kulilikhaya amen 🙏
Wooow!waze wayibeka kahle Mkhulu,ukhuluma nami wallmawusitsh njalo.
Mpunga yesintu, imimoya iyahlupha ngoba kunabantu bendabuko abangakwazi ukucacisa ukuthi uphethwe yidlozi noma isithunywa nokuthi elikabomama noma kabo baba .izangoma ezinye zilahlekisa abantu ngokungazi ukuthi uphethwe yidlozi lomama noma lendoda , yini eliyifunayo. Njengamanje kunesangoma esingumama sithi kufanele sithathe isithembu sabo baba ababili , kuyini loko nogobela wakhe wamchazela ukuthi isithembu asithathwa ngabomama kodwa ngabobaba.
Lafa elikamjokane kandaba
Baba ngiyabonga ngifunda alot from you. God bless you 🙏
🙏 Wayibeka yacaca Mpunga
Ngiphila ngayo impunga yesintu nemfundiso yahoo mihla namalanga
Ngibingelele baba Mpunga ngiyezwa uchaza ngiwumakhosi ngiyabonga ngokuchaza Kahle kakhulu ngemehluko phakathi kwedlozi nethongo nesithunywa impela bengingaz lokho nginonyaka ngithwasile mina sengiyaz ngokusho kwakho bengididwa ukuthi kubanesikhathi sokufikelwa ibuhlungu emadolweni kusheshe kudlule nezibhobo Lez ezincane embanjeni ikhanda phezulu Zonke lezinto azingigulisi Kuba isikhashana ukuphupha ulwandle ngilubuka ngisentabeni ukuphupha ngigida ngamaculo esonto cha ngiyabonga Mpunga khule njalo baba🙏🙏
Ngithanda ukubonga Mpunga yasintu kakhulu kuningi esengikutholile.ngeke sakudalula okuning ngoba zoth ngith kant bakhona nalapha ontaba kayi khonjwa
Kuthiwa asithandazise umoya yobu prophet kuwe mkhulu 🙏🙏
Amen ngicela ungiphe umhlahlandlela wokuconda umoya okwembethe ngaphandle kokuya emntwini
Enkosi Tata inkcazelo icacile ndinesithunywa
siyaphila impela weBhuti
Camagu Mpunga
Ngicela ubuza ukuthi kuthetha uthini uma ngiphupha ngiphupha ngise mswaneni
Siyabonga kakhulu mkhulu, sifunde lukhulu ngendlela yesintu nangendlela yobizo. Isandla sendlula ikhanda.
Amen. Baba mina nginazozonke lezipawu ozibalile
Siyabonga kakhulu ngolwazi osipha lona Mpunga yesizwe.
Yiyo mkhulu
Makwande!
..ngingomunye wabantu abaphilayo ngomsebenzi wamakhehla akoFuze...khula khokho Mpunga Yesintu🙏
Syabonga ndumandumane mpungaaa ukusivula amehlo impela uma unemimoya kubalulekile ukuynqonda
Siyabulisa Ndunakandaba. KHULUMA MPUNGA
Thokoza Mkhulu .... syabonga ngolwaz ngcela ukubuza uma kuthiwa umuntu wamanz ikuphi ekumele ukulandele ....
Cela umuntu ohambiselana naloyo moya i.e UMthandazi osiza ngamanzi uyamcela ukuthi akusize ufisa ukuya emanzini (Olwandle, Mpophoma or river) depending ukuthi ubonisweni umkhanyisele after ulinde uma uqeda
Mina Mpunga inkinga enginayo ukuthi how do I connect with isithunywa sami. I have no problem dreaming or seeing izinto for other people. Kodwa for mina lutho. Ngiyacela uqhubeke ukhulume ngendaba yesithunywa
Ngiyabingelela...wayebeka lendaba futhy iyacaca kahle.siyabonga🙏🙏
Ngyabingelela ngicela kubuza kuthi makuthiwa wamiselwa ekuzalweni kwakho udinga uyobongwa isimo esikanjani leso
My father use to say we don't need to thwasa we just learn to open idlozi or sthunywa dankie impunga......🖐👍👍
Did he explain how to open idlozi?
Enkosi mtane khehla ngiyaphila ngenfundiso yakho ngifunda kabanzi thokoza khehla
Ukungazi kufana nokungaboni mfethu, lento iyasishlupha kakhulu mnewethu futhi kusekude ukuthi ilungiseke angiboni ilunga futhi ngoba nabo abelaphi bendabuko bashawa ukungazi nokungakwazi ukuhlukanisela umuntu uhlobo lwemimoya esinayo. Uthole sesishayisa kakhulu kumosheke nezimali impilo ime nse umuntu ezama ukulungisa izinto zakhe
Syabonga Mpunga yesintu.
Mpunga!! 🙌
Mpunga yesintu kunzima mina ngakhe flat ngoba ngiselokishi angazi ngoba anginayo indawo yokwakha
Thokoza mkhulu ninjani uyazi nginekinga uma ngihamba kubantu ababonayo bathi ngazalwa ngembethe mpunga yesintu ngisize ngezrnjani ngoba omnye wathi uyangezela kwavese kwabamnyama bhuqe mkhulu ngisize mina ngi thandiwe gumbi
Mine mpunga yesintu ngingasho kutsi nginesthunywa ngphupha amanzi ahlukene imphophoma,siziba ,futhi ngnokuphupha ngdiza phezulu ,kanti futsi into engiyphuphile iyenzeka manje ngfuna ukwazi kutsi ngingaya yini kumuntu ansize ngoba mine ngiyesaba and akufiki kutsi ngiye kumuntu ngenze njani
Hamba nomuntu noma ingane ikugade wenze lento oyibonile kodwa my advice to you thola umuntu olapha ngamanzi akusize then as you get comfortable usungaziyela wena wedwa. Nami ngingomunye onesithunywa samanzi futhi ngiyasaba amanzi ngoba ngiyakwazi ukujula kwawo
Yacacisa kamnandi iMpunga, kwasuka inkungu emehlweni. Asbonge mfwethu, muhle umsebenzi...
Dankie mkhulu, now I know ngizwela ngakuphi siyabonga 🙏
Ngiyabonga ulwazi olungaka esilutholayo
Ngyafisa ukfinyelela eMphelandaba mkhulu. Ngzoyenz appointment.
Ngiyabonga imfundiso Mpunga yesintu 🙏🏼🙏🏼
Mina ngicela uchaze ngendaba step by step yokuthi mawushada wenzanjani uphumakanjani ngenakanjani bikwa kanjani zingaki izimbuzi umakwenzenjani
Mpunga ngisacela ukubuza ukuthi ngithole ukuthi nginemimoya engageziwe manje ngithola kanjani ukuthi imimoya yami ngenjani njengoba ukubalula okwemimoya
Buyayhlonipha imimoya yabantu usezoya phambili kukhona imeko uthole ukuthi imimoya esemntwini enenkani kodwa idinga ukulungiwsa imimoya ekubonakala yeye president kodwa isentwini osweleyo. Iyahlupha lomimoya
IMpungaaaaaa!!!!!!
Camagu mntomdala ndibulele ngetopic ndikuve kakuhle Yaz sometimes ndikhe ndiphuphe ngathi ndihleli ndithandaza futhi ndingumntu ode abantu ontanga bam xabexakekile bazocela ukucetyiswa ndim futhi into yenzeke ngalendlela ndibaxelela ngayo exactly wade omnye wathi bekfanele ndibengumprofeti
Enkosi mpunga yesintu
Manje mina mkhulu ngike ngiphuphe izangoma ezifake ubuhlali obuhlaza zithi thokoza kimi Kwesinye isikhathi ngiphuphe ngisezayoni ngigqoke ijazi elasezayoni elihlaza. Manje keh ngizothi ngimbethwe yimimoya enjani
Ngane yakwethu lokho kuyacaca wena unobungoma(idlozi) phezu kwalokho unesithunywa sase Zayoni. Umhlahlandlela unawo okwakho ukuthi ubuze umlando wakini nakomalume ukuze wazi ukuthi ubani owayeyiSangoma
Siyabonga mnewethu amakhehla akwandisele mkhulu
Mpunga Yesintu mina ngikengaya kumuntu wathi nginemimoya, manje mangihamba nje endleleni ngihlangana nabantu bangitshela ngekhehla elihamba nami bathi kunenhlanhla elifuna ukungipha yona , abanye bathi bangibona ngisiza abantu ngomthandazo .Angabe kufanele ngenzenjani ukulungisa Mkhulu.
Ngiyanibingelela kwiMpunga Yesintu TV. Ngicela ukubuza, uma ulokhu uphupha izinto ekungathi zikhombisa ukuthi unawo eminye yalemimoya yini into yokuqala okumele uyenze. Asaqala ukungihlupha mina lamaphupho, njalo ngihlale ngiphupha into eyodwa manje bengingafuni ukuyiphaphela lento ngoba nenyongo iyasiphatha singabantu.
Siyavuma🤞🤞
Kukona Ongiphuphelile wathi iwele lami elenda lifikile ekhaya kodwa la ebengilele kona likhala ngokuthi ngivalile emnyango,lapho lihamba nodadewethu ephusheni kodwa bathi bazolinda kona kuvaliwe,lapho ekuseni ngadonswa inkaba kanzima kabi kanti naloyo obephupha nakuye yadonseka manje angazi ukuthi lichazani leliliphupho,Kodwa isandla sedlula ikhanda kuwe Mpunga yesintu ulwazi lwako lusivula amehlo s kakhulu ,Syabonga
Ngiyabo.nga..phunga..yesintu
You hit a nail on the head!
Thokoza mkhulu usuke echaza ukuthini umuntu methi uwulilaphi ngani indiki yini indiki???
Lol Mpunga yesintu
Mpunga molo igcwadi zakho zibhalwe ngesizulu kuphela , umbuzo uthi ungamnceda kanjani umntu ongakwazi ufunda isizulu kodwa uyafuna olulwazi?
🙏
KANTI MPUNGA YESITHU EZINYANGENI NGUMSEBENZI WETHONGO NOMA IBHIZIMISI, BENGICELA SEWUSICACISELE NGEKWEMVELAPHI. NGISHO NGOBA ESITHWINI SEKUDULE KWENDULA E CLINIC R10 ENYANENI R500 KUYA PHEZULU .SITHINI SITHU SAKITHI
bayede
MAWUPHUMA IGCEKE WANDISA IZITJA. MPUNGA YESITHU YINI EYENDZIWAYO B4 UTHATHE SIGCIBO. NEKWEKUTHI INTO YOKUCALA MAKWAKHIWA IKHAYA KUMELE KWENDIWENI EGCEKENI ELISHA?
Mkhulu waze wayithinta lento, ngathi ukhuluma nami uqobo. Kuba imalini engayiphatha kuze ngikwazi konke lokhu okuthintile kule video ?? Ukhuluma nami uqobo
UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.
Lol nawe yindlela owaz ngayo leyo musa kuphikisa uMpunga yesintu naye ukhuluma ngendlelaz ngayo
Kushoni lokhu, Mpunga Yesintu ngiphuphe owesimame efake izambatho ezibomnvu ebhice ibhayi eliyingwe elimhlophe bekungathi lo wesifazane ungumthandazi noma uprofethi kulendawo besikuyo besiba ningi ngathi sifuna asiprofethe ngisuke emuva ngiqhelisa abantu ngifuna nami angisize kodwa ubelokhu engiziba nje kuthe esuka wathi kim "wena awunalutho isinyama lesi onaso udinga nje ukugeza ngamanzi olwandle uwachithe la okuhamba khona amanzi ukuze abuyele olwandle" ngibe sengihamba ngidangele nje ngithi awu ilokho nje akusekho nakushoyo okunye ngisize uma ungakwazi ukuchaza lokhu angiyena umuntu wesintu kakhulu
Nami mkhulu nginaleyo nkinga ngidinga usizo manje angiltholi ngicela usizo lwakho umndeni wami unenkinga ngaledlela exakile manje inkinga imali mina ngisethekwini Chatsworth e1104 manje angazi ukuthi ngingafika nganjani kuwena
Impunga
Thokoza mkhulu 👏cha wayibeka khehla bengicela usizo nami mkhulu ngokuhlala ngise Newcastle Amen 👏
Mpunga yesintu kuyakhonakala ukuthi ube nesthunywa kodwa ungazi ukuthi umbethwe yiziphi izalukazi amagama azo?