IZIMPANDE ZAMANZI NENTABA NEZOMOYA - PART 1

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 жов 2024
  • Kunezimpande zamanzi, intaba kanye nezomoya ekuhamba isikhathi zidingakale kumuntu onezithunywa ngesizathu esithize.

КОМЕНТАРІ • 69

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 2 роки тому +21

    Ahh this is beautiful Mpunga. You always bring the best experts on your show 👏👏👏

  • @shakurmashaba7672
    @shakurmashaba7672 2 роки тому +8

    Greetings elders thank you so much please bring back Mazibuko we need further clarifications on this structure of the spiritual world makwande

  • @gugulethumyeza8415
    @gugulethumyeza8415 2 роки тому +7

    Ngiyabonga kakhulu Impinga you are always so helpful , uga peli umoya umsebenzi wakho muhle🙏

  • @adelaidese2128
    @adelaidese2128 2 роки тому +1

    Wow 😲 Mpunga what guidence.I m matching after u bigup!!!

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому +1

    Makwande Mpunga 🙏 Cha, ngfundile namhlanje. Ngyalthanda lelo Khehla/Salukazi leso onaso lapho uMazibuko, inkunzimalanga leyo! 👍🏾

  • @snenhlanhlandlovu2130
    @snenhlanhlandlovu2130 2 роки тому +2

    Siyabonga Mpunga yesintu uyasikhanyisela ngolwazi olujulile

  • @nicholinmboane2201
    @nicholinmboane2201 2 роки тому +2

    Siyakhuleka Mkhulu
    Siyabonga kakhulu with this topic kuningi engikufundile nga lesihloko sicela Isigaba sesibili🙏

  • @charlottesimelane5363
    @charlottesimelane5363 2 роки тому +1

    Sanibona Bo Mkhulu, Mpunga Yesintu no Mkhulu Mazibuko, eix nithinte into e so interesting for mina, ngitshelwe ngo Mndawu, iwukuthi kufanele ngiphakamiselwe, sibonge Mpunga Yesintu ngokusi vula amehlo, Akwande 👏🙏

  • @Styl846
    @Styl846 2 роки тому +4

    Namhlanje imibuzo yami iyaphenduleka🙏🏾🙏🏾siyabonga akabuye ubaba.

  • @nomthandazonkosi5903
    @nomthandazonkosi5903 2 роки тому +4

    Mwelase,Phuthini impumga yesintu isilethela powerful and pure people

  • @phumzilezamaswazi9540
    @phumzilezamaswazi9540 2 роки тому +2

    Siyabonga Mpunga yesintu KAZI nizofika nini ngempela la egoli mina ngiyanidinga ngempela ngoba ngiyabona ukuthi impilo ikhona la ekhaya Mpunga 🙏🙏🙏

  • @nzwakelekadube5207
    @nzwakelekadube5207 2 роки тому +2

    Thokozani makhehla🙏 nidle amaningi esakeni🙏
    ..siyacela komkhulu beyithinte kakhulu nale abayishiyile eyokuFemba..

  • @khanyisanisibiya688
    @khanyisanisibiya688 2 роки тому +2

    Siyabonga Mpunga yensintu noMazibuko cha lensizwa iyalalela impela iyabonakala, alwande!

  • @mdasylvia5422
    @mdasylvia5422 2 роки тому +2

    Ameni siyabonga kakhulu
    Kodwa nifika nini eGoli nizosiza
    Saze sahlupheka ukuswela ulwazi
    UJehova anivikele anibusise asigqcinele
    Imiphefumulo yenu size siluthole sonke usizo kinina

  • @madondo_mwelase
    @madondo_mwelase 2 роки тому +3

    Ngaze ngabusiseka ngendlela enihambisana ngayo bhut omdala, ngiyohlala khona la nje kanje. Iningi imfundiso engiytholile mina kuleTV yethu sonke, qhubeka njalo mfwethu ulekelele isizwe sakithi 🙏🏽

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 2 роки тому +3

    Mfoka Mazibuko ufana noMshumayeli uNcube esinaye ebandleni lasebuhleni boNyazi🙌khulani bantwana beNkosi

    • @mogalekganya
      @mogalekganya Рік тому +1

      Bayefana impela noGamo😆😆😆

  • @ntombenhlemdladla342
    @ntombenhlemdladla342 2 роки тому +2

    Ngyabonga Mpunga yesintu.. Nobaba... I so wish ningangisiza sengiphelile... Inhlupeko nokungasizakali... Ngicela usizo... Kunzima 🙇‍♀️

  • @allenmkhize1105
    @allenmkhize1105 2 роки тому +1

    Asbonge ukujula kwesihloko. Sacela iKhela Mazibuko aphenduze azochaza kabanzi. Ngathanda uma ningasichazela njalo kabanzi
    Ngemimoya YoMnguni, Undiki, Abelozi
    Ngamabhayi no buhlalu nangokwehlukana kwawo ukuthi ameleni. Ngiyathokoza namhla niyishaye eskhonkosini ngiyaphenduleka kulokho kade ngidinga ulwazi ngakho. Angidlulise ukubonga

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 2 роки тому +3

    Siyabonga makhehla👏🙏 ngiyafisa nami ukufika lapho ephelandaba inkinga ngihlala kude, kodwa nizo fika nini egoli impunga

  • @thabilemanyathi8486
    @thabilemanyathi8486 2 роки тому +3

    Kodwa Mpunga umdalawezinsuku akasigcinele wena ucream wodwa phela since I have following Khehla kukhona umehluko empilweni yami sengikwazi ukuxhumana nabadala bakhulume kimi yize ngingakazilandeleli kahle izinto but ngyafisa ukufika kuwe mkhulu

  • @MsJessmine
    @MsJessmine 2 роки тому +3

    Syabonga mpunga, ake ngilalele ulwazi olunzulu

  • @doubleD1
    @doubleD1 2 роки тому +2

    Hayi siyabonga chah ziningi indaba lana very interesting 🤔.

  • @cynthiamashaba7874
    @cynthiamashaba7874 2 роки тому +3

    Wow sibonga Kakhulu this is wealth of information, Makwande

  • @cynthiamashaba7874
    @cynthiamashaba7874 2 роки тому +4

    Sthokoze siyacela bandla Isiqephu 2 , the foundation you just laid makes us to need more PLEASE SIYACELA

  • @anelemngxozana9544
    @anelemngxozana9544 Рік тому

    Amen Mkhulu Mazibuko kuyenzeka uphuphe impande kodwa uthole ukuthi izangoma aziyazi n uma kukhona oyaziyo athi ayitholakali la fanele uye ngaphandle uma uyifuna. Kusuke kuyimpande enjani leyo

  • @nokwandamaqhubela3171
    @nokwandamaqhubela3171 2 роки тому +2

    Aybo naze nachaza kahle. Sengilinde part 2

  • @lizwingwane9091
    @lizwingwane9091 2 роки тому +2

    Eyyyy ingase ndingadibana noMazibuko...

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Рік тому +1

    Siyabonga makhehla ngolwazi ohluhle kangaka

  • @robsonbambo5232
    @robsonbambo5232 2 роки тому +1

    Siyabonga bantu bomoya nikhuluma ngami ngqo.

  • @zinhledlamini4587
    @zinhledlamini4587 2 роки тому +2

    Kade ngiyilangazalela siyabonga Makhehla

  • @nokwandamaqhubela3171
    @nokwandamaqhubela3171 2 роки тому +2

    Aybo sengiyibuka okwesibili.impungaaa

  • @NomzwandileCwele-o5j
    @NomzwandileCwele-o5j 9 місяців тому

    Amen mkhulu ngengcaciso ephilileyo esakhayo

  • @tumelomoloi9637
    @tumelomoloi9637 2 роки тому +2

    I wish every guest invited could write a book, ayikho into egcina ulwazi njenge bhuku

  • @ditiloshupinyaneng9362
    @ditiloshupinyaneng9362 2 роки тому +2

    Ubetha khona Punga…🙏🏿…sizibongele…

  • @christinamahlangu8418
    @christinamahlangu8418 Рік тому

    Mkhulu ngibawa usondeze ulwazi emphumalanga. Naselimpompo siyabawa. Mazibuko

  • @phumzilemkhonta9606
    @phumzilemkhonta9606 Рік тому +2

    Sicela phinde abuye baba Mazibuko.

  • @nozis8444
    @nozis8444 2 роки тому +1

    Yaze yajula lendaba. Sibonge 🙏🏽

  • @NalediMasibi
    @NalediMasibi 3 місяці тому

    AMENI MKHULU MAZIBUKO ISANUSI SEZULU.😇😇😇

  • @fanelwaduma9600
    @fanelwaduma9600 2 роки тому +1

    Siyabonga kakhulu ucacisa kahle uMkhulu

  • @Duduzile-ym4lu
    @Duduzile-ym4lu Рік тому +1

    Amen

  • @sisekelosbongakonke8659
    @sisekelosbongakonke8659 2 роки тому +4

    Please come back again sir to elobrate more this is more educative

  • @mthokozisimdlalose6573
    @mthokozisimdlalose6573 2 роки тому +1

    Siyathokoza.

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 2 роки тому +2

    Asibonge makhehla ngolwazi

  • @nhlanhladj
    @nhlanhladj 2 роки тому +2

    🙏🏿🙏🏿👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿

  • @bambenizuma3846
    @bambenizuma3846 2 роки тому +1

    Ngicela impande yomdawu zamagobongo ,thokoza gogo ngyaxolisa ukuthi ngaphupha umalume wakhuluma isikhathi eside but ngezwa ephatha indaba yembuzi empunga so kuthiwa umndawu

  • @Vuvu329
    @Vuvu329 4 місяці тому

    Amen makhehla🙏

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 роки тому +2

    Siyabulela mpunga yesintu

  • @nosihlemellisachonco1316
    @nosihlemellisachonco1316 2 роки тому +3

    ❤🙏

  • @nondumisonomzi8054
    @nondumisonomzi8054 2 роки тому +2

    Ndiyabulela umntu ufunda ade ayofa

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 6 місяців тому

    Mbize Azokhipha combo yentaba. Isizathu kuthwa izithunywa zihlambulukile kodwa manithinta intaba kunempi ndifuna mpunga niyihlinze straight. Ndicela nibebayi3

  • @siphiwenonhlanhla847
    @siphiwenonhlanhla847 Рік тому +1

    Sibonge ulwaz esilutholayo

  • @pinkymvana4858
    @pinkymvana4858 2 роки тому +2

    🙏🙏

  • @phumzilemkhonta9606
    @phumzilemkhonta9606 Рік тому +1

    Nibeka yona banta badala.

  • @PhilaniBNgwenya
    @PhilaniBNgwenya 8 місяців тому

    Siyabonga bomkhulu

  • @christopherxaba6245
    @christopherxaba6245 7 місяців тому

    Uyashaya Mazibuko..

  • @cavinbrian8388
    @cavinbrian8388 2 роки тому +2

    Asibonge

  • @sikhumbuzodlamini6290
    @sikhumbuzodlamini6290 2 роки тому +2

    Ngiyacela Baba uze ungakhathali

  • @CynthiaMemela-ut8dn
    @CynthiaMemela-ut8dn Рік тому

    Mpunga yesiintu ngicela ungibuzele kubaba uMlaba ukuthi Uma uphupha kuthiwa thatha isihlahla sasebank usihlanganise nomuthi omhlophe ugeze ngaso izinhlanhla zakho zizobuya Yisiphi lesosihlahla ngicela incazelo

  • @christinamahlangu8418
    @christinamahlangu8418 Рік тому

    Mkhulu Loki ngikulalela sengiyaphupha njegoba. Kunjalo

  • @lindumsasabathakhumalo9722
    @lindumsasabathakhumalo9722 2 роки тому +1

    Sanibona ngicela ukubuza kuyakwazeka yini ukuhlola ukuthi umuntu okumele akwelekele ukuthi ukuliphi ilizwe?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 роки тому +1

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 роки тому +1

      Ay uyabona kodwa Bhayibheli Mngomezulu ey! Uyazi nje

  • @hiltonmalanga3615
    @hiltonmalanga3615 Рік тому +1

    Kanjani mlekeli ngoba umazibuko uthi ukufemba yinto engekho???
    Ngicela nenze ivedio naye ngokufemba

  • @evelynmaketa9237
    @evelynmaketa9237 2 роки тому +1

    😎 🖐 ☝ 🖖 👏

  • @nyamekonkohla5012
    @nyamekonkohla5012 Рік тому

    Ikhona ingxaki xa umntu wolunye uhlanga encedwa ngabantu bezinye iintlanga abe yena engaphumi kuhlanga lamaZulu?

  • @khumbunyembe4811
    @khumbunyembe4811 Рік тому

    Siza Mkhulu