NGATHI NGIYAGANWA NGAVELE NGALANDA IDUNGAMUZI UQOBO LWALO

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 10 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 488

  • @PhiwayinkosiKhanyile
    @PhiwayinkosiKhanyile 21 день тому +150

    Endabeni yama Policy nokuthi ukhaviwe ngizocela angithinte uMgabhi, ngisebenza khona kwi Financial Industry ngizomsiza uBhuti with processes to follow ukuze akuthola lokho nokuthi avale ama-Insurers ukuthi engavumi makukhona umuntu ofuna kumkhava. Uma ekhona osemkhavile already kube ukuthi ngeke akhokhelwe uma kwenzeka eshona. I can also assist with lezinto zama Wills ngimnike a financial advice. ANGIDINGE MALI lokhu ngikwenzela ukusiza uBhuti ngoba nasekuqaleni ngasilalela iStory sakhe.

    • @HlengiweMasindane
      @HlengiweMasindane 21 день тому +6

      Msize ngampela uyaludinga usizo lobhuti nami ngayizwa indaba yakhe nasekqaleni msize bandla

    • @ThuleSibiya-ig3gr
      @ThuleSibiya-ig3gr 21 день тому +6

      Sacela bakithi umsize lubuhlungu undaba lakhe shm

    • @makhosimazubane1701
      @makhosimazubane1701 21 день тому +5

      Kunzima ake umfune uze umthole ngoba usaphithene lobhut uzame ayikho phela lento

    • @vistom5784
      @vistom5784 21 день тому +3

      Awu syabonga mfe2 uNkulunkulu akwenzenjalo mfe2👏👏👏👏

    • @ntombenhlembele
      @ntombenhlembele 21 день тому +7

      Kodwa uMgabhi wake waba nebhadi eyinsizwa engaka cha amathanga ahlanzela abanganabhodwe

  • @SimisoButhelezi-yd5rk
    @SimisoButhelezi-yd5rk 19 днів тому +27

    Ngicela uma I Nkantolo siqedile ungekho Happy ungithinte.ngi crc silidlulisele phambili.ngokusiza imahhala service yami kuwe.amadoda nawo analo lungelo eSouth Africa 🙏

  • @KayaMene-xx5ed
    @KayaMene-xx5ed 21 день тому +16

    soze bakwenze lutho bafo uNkulunkulu ikhona uzobashabalalisa ngokwakhe bonke nalo family yakhe uthembe u Jehovah Amen.

  • @ntombikhumalo2209
    @ntombikhumalo2209 19 годин тому +1

    Babu Mgabhi ngingowosifazane oyidingayo indoda eqhotho njengawe neno thando nekwazi ukunakekela umuntu wesufazane ❤ngiyazithandela wena❤

    • @zamajutahmdlangathi3792
      @zamajutahmdlangathi3792 2 години тому

      Lapho ubaba uMgabhi akashiyi ngisho inumber😂 ngane ngalbuka udaba lwakhe kuST Media

  • @ThobileShazi
    @ThobileShazi 21 день тому +9

    Awwwuh Jesu awsemuhle Bhuti wabantu ,xola my dear uNkulunkulu uzokusula zonke lezonyembezi uyomthola umuntu okufanele, ngoba umuhle futhi uyintsizwa ❤️

  • @proudlysa774
    @proudlysa774 21 день тому +35

    Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe 😢😢

  • @busisiwemattaka
    @busisiwemattaka 20 днів тому +8

    Ngalibona lodaba ekucaleni , lomfaz ubengezanga ngokuhle nje vele , sikufisela impumelelo Bhuti kuko konke obhekene nako, musuzizwa upholile ngikhona mina la ejozi ❤

  • @Louise-id4pg
    @Louise-id4pg 21 день тому +7

    Ya baba usenkingeni lenkulu my brother siyathemba uzosizakala kuthuleleni

  • @nomaguguzwide6032
    @nomaguguzwide6032 21 день тому +10

    Ey nkosyam maningi amadungamizi emzini yamadoda kazi sganelani uma sizochitha imizi yabantu😢

  • @mfanisenihlatshwayo8623
    @mfanisenihlatshwayo8623 7 днів тому +1

    Take 🖐️ baba uMgabhi uyabekezela yabona le isingaphezu kwakho.Awuganwanga walahlwa yidlozi. Kodwake asethembele kuNkulunkulu uzokulamulela.

  • @NompumeleloFuze
    @NompumeleloFuze 11 днів тому +1

    Baba god. Is there all the time... I pray heavenly father to protect you in Jesus name . Njomane

  • @SangeMbunquka
    @SangeMbunquka 21 день тому +4

    Lo bhuti is very brilliant.Ndiyamthanda uyakwazi ukuchaza

  • @LindiweLuciaMchunu
    @LindiweLuciaMchunu 21 день тому +4

    Cha ngikwazi khl loludaba ...babuMgabhi ngcela kuzthathela Wena .kuyacaca le ngek isalungiseka loMfazi uphezu kwezinqondo nj aw yaze yanesbindi intombazan ❤sengthi ungagcina usitholile isixazuulo💪

    • @NqabisaYedwa-qr1bp
      @NqabisaYedwa-qr1bp 20 днів тому +1

      Ungazibulali Buti tu ndirhalela kufe lomfazi abafane besifa abafazi uRhulumente makangenelele usengxakini loButi ngulomfazi ne familly yakhe hayi ndibuhlungu uba ubungu brother wam ngesendimbulele lo sisi senokwenzeka ubaxakile kwakubo losisi

  • @BuhleNhleko
    @BuhleNhleko 21 день тому +5

    Ufike ndaweni ezokusiza bhuti Thuleleni we proud of you 😢

  • @mapulankomo1494
    @mapulankomo1494 21 день тому +9

    Nge gama lika jesu u r protected 😢

  • @TkShabalala-f4g
    @TkShabalala-f4g 17 годин тому

    UNkulunkulu akubusise Mr Mkhwanazi ukhule nsizwa uyindoda ngempela Mdu

  • @BabalwaMbewana
    @BabalwaMbewana 19 днів тому +4

    Mfazi ohlala nendoda nengane zakhe but ezendoda zingekho ngabomthemba 😢

  • @zanonoza4918
    @zanonoza4918 13 днів тому +4

    I'm very proud of the work Thuleleni is doing 👏👏👏👏👏.
    𝗦𝗶𝘆𝗮𝗳𝘂𝗻𝗱𝗮 𝗻𝗷𝗮𝗹𝗼 .
    A story goes like this ........................ Umfama edlula ngendlela wafica inyoka idliwa ngamakhaza . Wayithatha wayinika imfudumalo . Yathi lapho isifudumele , yaluma umfama . Wabuza umfama , "Kodwa yini ukungilimaza?"
    Yaphendula inyoka yathi , "Biting people is in my nature".
    Onendlebe uzwile .
    Ngiyema lapho .

  • @NoraShangase
    @NoraShangase 21 день тому +6

    UNkulunkulu akvikele mbtanam sizokukhulekela God is still in control

  • @wpp1586
    @wpp1586 21 день тому +4

    She will regret it baba, muyeke ahambe. Be brave baba, we are praying for you.❤

  • @NandiphaBam
    @NandiphaBam 21 день тому +5

    Lo baba uthobekile banqabile Obaba abanje ,may God continue to keep his heart the way it is

    • @ngangezwekhumalo5398
      @ngangezwekhumalo5398 18 днів тому

      Sifela lokho ukulunga....walunga nje umama udlala ngawe 😢😢😢.kubuhlungu

  • @BusisiweSibiya-n8p
    @BusisiweSibiya-n8p 12 днів тому +4

    Yhooo Lo guy makangithinte aphume kulezinkinga naluthando my crush baleka uze ePretoria ❤

    • @PortiaMoyo-o4f
      @PortiaMoyo-o4f 9 днів тому

      Islima somfazi sadlala ngothando

    • @DollyDiwu
      @DollyDiwu 7 днів тому

      @Busisiwe😂😂😂 solwa mina nawe ke ngoba ngiyamfuna la eJozi😂😂

    • @christinanxumalo6811
      @christinanxumalo6811 7 днів тому

      @@BusisiweSibiya-n8p yini ngisole uhlangene nomsolwa🤔. Uthi uMgabhi abaleke ashiye ikhaya selivele lifakwe ewilini😩?
      Mmmmm👉

    • @dorcramps6779d
      @dorcramps6779d 23 години тому

      Derz always 2 sides to a story heii lona banna basele hle

  • @Nqobie1
    @Nqobie1 12 днів тому +3

    Some ladies are so lucky. Why would you mistreat a man like this?

  • @PatrickMDlamini
    @PatrickMDlamini 11 днів тому +2

    Uyindoda Mgabhi. UThixo nedlozi lizobanawe bhuti futhi uzonqoba..

  • @Fikie-p2m
    @Fikie-p2m 21 день тому +5

    Saze saludinga uthando kunabantu abadlala ngalo kannje

  • @vistom5784
    @vistom5784 21 день тому +10

    35:28 bewungaganiwe bewufuye inyoka endlini,mina bafwethu bengzothi umuntu akathathe type yakhe noma ngabe ayikho yinhle ngalendlela abona ngayo kodwa akayithathe ngoba le yokuya ngobuhle namahips nezinqe ayisebenzi🤞🤞🤞

  • @NtombiZulu-rh3fu
    @NtombiZulu-rh3fu 21 день тому +6

    Ngakutshela nasekuqalen ngathi hamba uyophalaza idliso la
    Inqwaba ama Divorce ahlale enzeka Abe success fully. Enjani le enezinkinga ezinje.
    Awuphaphame ndoda unake izingane zakho

    • @makhosimazubane1701
      @makhosimazubane1701 21 день тому +3

      Uthi walobola ngo 400 000 🤭 weee petu wasetshenzwa str8 lobhut ucc uyawugaya akadlali ungalobola muntu onezingane eziw2 ngalemali engaka 🙄

    • @sistermalinga3213
      @sistermalinga3213 21 день тому +2

      Akayophalaza ngempela

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 21 день тому +15

    Sebuya kwesibili lo bhuti 🙈🙈🙈inkinga ayi solveki 😳 watching from Chicago 🎉🎉🎉

  • @minenhlenkosi-gs3pq
    @minenhlenkosi-gs3pq 21 день тому +21

    Kanti lo mama akalandwa ngani azokhuluma naye isono phela lesi yini vele inkinga yalo mama sengifisa nokumbona😢

  • @fikilendlovu220
    @fikilendlovu220 21 день тому +3

    Yazi makthiwa amathanga ahlanzela abangenamabhodwe suke kushiwo into enje 🥺

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 21 день тому +14

    Abanye abantu abana dankie🤔👋
    Kunzima ukuba yindoda

  • @thandazah
    @thandazah 21 день тому +8

    Kanti lobhuti usahlaleleni nalo Sisi😌😔

    • @mpendulohmpenduloh6021
      @mpendulohmpenduloh6021 21 день тому

      Abasathandani inkinga usisi ufuna izinto okungezona ezakhe okungezakubo kandoda

    • @NomandlaNyosi
      @NomandlaNyosi 11 днів тому +2

      Mina ngithi omha bengane ezisthupha zange abone nomnye angamgana wayothatha umuntu onengane zeny ndoda eymbili😮angijaji njalo kodwa ngithi anoybheka neKarma

  • @AgnesDineo
    @AgnesDineo 20 днів тому +3

    Auuu Buti Mdu I feel so sad about my brother he's so down earth bathong we are praying for you ❤❤❤❤

  • @thembelihlentshingila3896
    @thembelihlentshingila3896 15 днів тому +1

    Hai nkunzima bakwethu 😢lakulahla elakini mhlazane ubona lomuntu wesifazane ukuthi angakwakhela umuzi kababawakho,uphile butiwami uJehova akuvikele azihambele yena lomfazi akuyocela kushembe akucelele koyihlomkhulu bachithe lelidimoni lomfazi

  • @SinokujabulaHlongwane
    @SinokujabulaHlongwane 12 днів тому

    Bhuti wam nginxusa unkulunkulu akugcine for ingane zakho
    Akuphe namandla okuphinde uqhubeke ngempilo ❤
    Elokugcina ngithi amandla endoda awapheli akuqali ngawe akgcini ngawe njalo
    Okuhle kodwa fwethu❤

  • @bhekabakubombele6781
    @bhekabakubombele6781 21 день тому +17

    Uyindoda Mgabhi,mina bengeke ngisibekezelele isimo esikanje ngabe sekukhona oseyidlozi

    • @tabisamlata
      @tabisamlata 18 днів тому

      😅😂😂konyanya mna ndingumfazi, lobhuti wahlukumezeka kwakwi story sokuqala😢💔

  • @zamambhele242
    @zamambhele242 10 днів тому +1

    U trying ur best bhuti , okusalayo umuntu uyovuna akutshalile

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 21 день тому +5

    Uqinisile mfoh Uma umama engekho ekhaya umuzi uyabanda ngempela mfoh

  • @ZAINECELE
    @ZAINECELE День тому

    Syabonga Thuleleni uqhubeke njalo naloludaba syafisa ukubona isiphetho salo, kwaze kwadlalwa ngendoda,sengifisa nokumbona lomfazi😢

  • @thandekadladla1843
    @thandekadladla1843 21 день тому +5

    Sibhlungu istory salobhuti ngeke umthetho awngenelele

  • @OneForyou-o3z
    @OneForyou-o3z 21 день тому +6

    Kunzima emhlabeni ...abafazi bafumane amadoda aqotho badlale ngawo...woza la baba ngikunike uthando😂

  • @CebileHlophe-d1z
    @CebileHlophe-d1z 21 день тому +1

    ❤❤❤ yoh ntanga yami nkosyam oh yah mara Mgabhi omuhle

  • @Mamdlovu2
    @Mamdlovu2 18 днів тому +2

    Amathanga impela impela ahlazela izilima

  • @nomthembamsibi6833
    @nomthembamsibi6833 21 день тому +3

    Nakhon kwakudivozelwan kusathandanwa babehlola umhlolo nje nabo yibo kuphithene kubi ngoba ngath yilendodak esihlukumezeka.Wahlangan nomalugaju womuntu wesifazane.Siyoze sisishade isilungu sokushada kuhlukaniswe amafa ukuba bashada lowomshado ngabe akukho konke loku

  • @dagreatgonerural6487
    @dagreatgonerural6487 6 днів тому +1

    IThulelen kphel inhlangano elwela amadoda😢yabon indoda masith "angaz ngenzenjan nom ngthath intambo ngiylengise" suke sekukubi yikhoke umthetho uvikela Abasfezane nezitaban kphela

  • @phindilemzozoyana8683
    @phindilemzozoyana8683 14 днів тому +2

    Decent ubaba... ey konje sengiganile, yhoooo ay..... Aphile ubhuti aqale impilo entsha kuzalunga

  • @slindilemchunu
    @slindilemchunu 17 днів тому +1

    Ngyakhala ngalelidimoni elangena kumfaz walobhut. Amathanga ngempela ahlanzela abangenamabhodwe🙆🙆🙆

  • @lesegotsoanyane1794
    @lesegotsoanyane1794 21 день тому +4

    Kuzolunga bafo angeke likuyenzelutho lelodikaz uwumuntu kankulunkulu

  • @sibongileGoodness-z4q
    @sibongileGoodness-z4q 18 днів тому +1

    Kwaze kwabuhlungu bhuti wami thina syahlupheka sifuna madoda wena kudlalwa ngawe inkosi yomusa maybe nawe uthole justice ❤

  • @SandisileCynthiaMathe
    @SandisileCynthiaMathe 19 днів тому +1

    Matsanga ahlantela labangena mabhodwe babu mgabhi jehova utokuvikela akuphe umuntfu lotokunika litsandvo lelikufanele😢

  • @ThembiThumbela
    @ThembiThumbela 21 день тому +3

    Askies babu Mgabhi wabaneshwa kwangath Nkulunkulu engakhumbula lowomfazi kuqala coz awuphephile emzini kababa wakho kubuhlungu😢😢

  • @Mahle-o3j
    @Mahle-o3j 21 день тому +5

    Yaz ungazithathela mina anginabungozi webhuti vele nganginesifiso sokuganwa kamhlongo ngazala khona

    • @nomthembamsibi6833
      @nomthembamsibi6833 21 день тому +4

      Hybo 😂😂kodwa ungihlekiselan lobhuti uhlukumezekil kakhulu akakabi esimweni sokuba ebudlelwaneni usadinga azithole ukuth ungubani ahambe ama psychologist ngoba if engakwenz uyokhiph isibhongo kumuntu wesifazan ozolandela empilwen yakhe

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 21 день тому

      Ngazile ukuthi ngoba ukhuluma kanjena nawe usephukile.

    • @Mahle-o3j
      @Mahle-o3j 21 день тому

      @bongythwala9840 angiphukile nakancane 17 years back nginengane

    • @nomthembamsibi6833
      @nomthembamsibi6833 21 день тому

      😂😂😂kodwa ungihlekiselan booo usho ukuth naye wephukile

  • @NomathembaMzolo
    @NomathembaMzolo 17 днів тому +1

    Yoo kanti banjan abanye abantu bashadelani namadoda bengawathandi ngoba bayawalimaza angeke aphinde athembe muntu wesifazane

  • @ThobileShazi
    @ThobileShazi 21 день тому

    Lutho phumakulomfazi uyaphila ngekhanda l lomfazi mina kudala ngilandela lendaba yenu, kodwa nje into enginothisayo lomfazi nomndeni wakhe bakufuna ufule ,qina Bhuti ,Hhalala ngoThuleleni,❤️

  • @NoluthandoThando-i3v
    @NoluthandoThando-i3v 21 день тому +9

    Shamase lo Baba ufanele Mina ngeke awungixhumanise naye sithi ukuxoxa eceleni 😂😂

  • @ThulisileMakhubela
    @ThulisileMakhubela 21 день тому +38

    How did this woman get so lucky? She plays with love as though it's a game.. Don't despair my gentle brother, real love is waiting for you.. I'm waiting for you to come get me❤😅

    • @NonhlanhlaNhlah-o5b
      @NonhlanhlaNhlah-o5b 21 день тому +2

      😂😂😂

    • @mashobane6177
      @mashobane6177 21 день тому +3

      Lobhuti akayena ungcwele ngcwele naye. Unenqwaba yobaby mama akade ebazalisa ebashiya nje ngokusa.

    • @BongiPhungula-m5j
      @BongiPhungula-m5j 21 день тому +1

      Simlindile sonke Nonhlanhla sizomphatha kahle😅😅😅😅

    • @Ngwenya1432
      @Ngwenya1432 21 день тому +3

      @@mashobane6177nawe you have your own agenda against him. Labomama baby okhuluma ngabo bonke balotsholwa. Even nengane lezozinemizi yazoezayakhelwa hulobaba wazo. And ziyamthanda.

    • @mashobane6177
      @mashobane6177 21 день тому +1

      @Ngwenya1432 I don't have an agenda against him , what I m saying is that he is not perfect as he represents himself, Kule video. buka u episode 1 khona uzozwa . Mangabe o baby mama balotsholwa pho bahlaleleni emakubo.

  • @sibongilemtlodi465
    @sibongilemtlodi465 14 днів тому +1

    Yooo kodwa indoda enhle nehumble kangaka madoda .amathanga ahlanzelwa abangenamabhodo.kube be gsemusha bengzoyifuna ngiyithole.inkosi izokusiza baba kuzodlula loku.

  • @dagreatgonerural6487
    @dagreatgonerural6487 6 днів тому

    Eyyy yakhala indoda bafethu 😢😢😢aiboooo lapho indoda isamthanda imamarh. Kanti kwenzakalan ngabantu besfazane😢 kubuhlung bafethu kdwa

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 21 день тому +2

    Mina engingakubika bengicela Thuleleni with Ayanda Msweli nihlangabe nilekeleke isizwe konakele 😢😢😢umunwe ukhomba nin ukuthi kukhona eningakwenza ngesizwe. Siyaphaphatha phuthumani nasi isizwe sikamaphunga nomageba siphela sibe sibona ukuthi nungasisiza 😢

  • @vistom5784
    @vistom5784 21 день тому +5

    4:12 waze wakhuluphala Mgabhi ubukeka ungcono kakhulu kunakuqala bhutwam

    • @thulilemag
      @thulilemag 17 днів тому +1

      Ngempela yazi ubukeka engcono

  • @nobonisazimase-ic2rd
    @nobonisazimase-ic2rd 21 день тому

    Nkulunkulu kaShembe ngenelela nabu ubuhlungu ngibuzwa siacela neZidalwa zikuhlenge uphephe Bhuti wam🙏🙏😢😢

  • @NtombintombiPoni
    @NtombintombiPoni 17 днів тому +1

    Amakhosikaz ashadileyo ayadlala ngamadoda.wabo zizfebe

  • @BhekimpiloGasela
    @BhekimpiloGasela 21 день тому +4

    Muhle umsebenzi wakho Mkwananzi Mdu

  • @NonkululekoMkhize-p5v
    @NonkululekoMkhize-p5v День тому

    Waze wakhumuluma amagama akhayo lobhuti,uJehova usazokunika owakho umfazi

  • @WinnieNdlela
    @WinnieNdlela 21 день тому +3

    Sacela uzithathele mina nkosyami 🤭🤭🤭sizoba happy

  • @GabrielsmangeleMaphumulo-cu1mk
    @GabrielsmangeleMaphumulo-cu1mk 21 день тому

    Ngiyazwelana nawe bhuti amathanga ahlanzela abangenamabhodwe unkulunkulu uzongenelela Kodwa by the look of things usisi unomoya wokundida Kodwa phola mntakababa mancane amadoda akwazi ukhuluma bekezela injabulo iyaphela ngicela ubekezele sikhona asikathathwa 😊 Kodwa bhekelela nangendlela yesintu Uma kwakukhona owayenza izinto ngokungathembeki emndenini kuyenzeka kuphume komunye ebantwaneni mhlawumbe nawe ubhekene nesimo esingaba kanjalo ngithanda isibindi Sakho sizokukhulekela akukho sikhali esilolelwe wena esiyakuphumelela

  • @IsiphileMatya
    @IsiphileMatya 3 дні тому

    Thuleleni khondixhumanise please nalobhuti❤️🥰

  • @MbongiMbuthuma
    @MbongiMbuthuma 21 день тому +2

    Bhuti unkulunkulu ngathi angakuvikela ngiyalukhumbula loludaba nawe Shamase siyabonga bhuti

  • @PatrickMpanza
    @PatrickMpanza 21 день тому +1

    Uyasaz isizulu mgabhi ngyakuvuma mhlampe nedlozi likuvikela ngakho lokhu kulithanda kwakho bhuti ✊

  • @sinethembasinenhlahla1996
    @sinethembasinenhlahla1996 21 день тому +1

    Uyindoda Mgabhi😊God is bebind you 🙏🏽

  • @maureenlinky3050
    @maureenlinky3050 21 день тому +4

    Ubaba akeze la ngzomphatha kahle ahlukane nayoyoooonke le drama 😊

  • @NoziphoMbulwana-fj4bd
    @NoziphoMbulwana-fj4bd 18 днів тому

    Mhhh ngabuhlungu uNkulunkulu uyaphila uzokusiza siyakukhulekela😢😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @patrickmanana9935
    @patrickmanana9935 21 день тому

    Uphile mfoka Mgabhi sesbonga nakho ukuthi awumqumanga lolwabishi, uphile bhuti🤝

  • @HlengiweMasindane
    @HlengiweMasindane 21 день тому +5

    Ngilukhumbula kahle udaba lukabhuti Mgabhi ey angazi mina noma inhliziyo enhle le noma ukhenikhiwe angazi ngampela kodwa nje inqondo yakhe iyakwazi ukcabanga🤞usisi usetshenziswa usathane stru

  • @kholisilesithole2928
    @kholisilesithole2928 19 днів тому

    Baba sibonga isibindi sakho khehla ukhule nje!!❤

  • @NoziphoMthembu-r8p
    @NoziphoMthembu-r8p 21 день тому +2

    Umama akakwaz okumfanele ubaba wakwakhe uyikho konke okudingwa umuntu wesifazane ozimisele ngokwakha umuzi ofudumele.

  • @sizamlotshwa4854
    @sizamlotshwa4854 19 днів тому

    May God continue to protect u Mr Mgabhi 🙏🙏

  • @tabisamlata
    @tabisamlata 18 днів тому +1

    Lomfazi lidemon nje lomntu yhiiin ubhuti omhle kanje,his a gentleman omnye ngewenza into embi ngaye😢💔

  • @CebisileThwala-l4z
    @CebisileThwala-l4z 21 день тому +5

    Ngaze ngayifisa indoda enje itholakalaphi vele wee ayi😂😂

  • @thobilemakhanya3131
    @thobilemakhanya3131 20 днів тому

    Unkulunkulu ukhona akalali akozeli, kukho konke Qinina bhuti uthembele enkosini cause uyabathwala abakhe uyaba hola endleleni🙏
    Amahubo 23🙏

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni 21 день тому +3

    Kunezinto ezingasafundiswa these days. For example: Khona lento that i noticed. Noma ngingakagani but as umuntu wesifazane ngiyakhula ngibuka umama. Yey! Umuntu wesifazane if efudumele umuzi wakhe uyakwazi ukushisa and if engekho right uvele ubande. It doesnt matter noma umuzi owubukhazikhazi noma Cha! Ungena nje e gatin. The energy you feel represents so much about the woman in that home. But ive learnt that a woman needs to have a certain warmth bobufazane nje in us women. Hope as the next generation, we are able to keep imizi esizoyakha ibe warm. Isihluku nje is unlike us. I hope Men are able to protect Ubufazane nje! Protect that softness too. Not all women are this evil bakhwethu and it's wrong.

  • @faithmanzini9987
    @faithmanzini9987 21 день тому +1

    Halala Thuleleni👋👋👋👋👋👋🙏🙏

  • @buyiengcobo9
    @buyiengcobo9 19 днів тому +1

    Ya,bhuti Mdu yenzeni into ezosiza amadoda, sinabo nathi obhuti okungabuhlungu ma behlukumezeka.Zama mfowethu sizoneseka bakithi.

  • @SmangeleDlamini-x1p
    @SmangeleDlamini-x1p 21 день тому

    Bhuti mukhiphe emafen akho ngiko lokutokubulalisa faka bantfwabakho phuma kulomtsakatsi🎉🎉🎉

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 21 день тому +1

    Ulunge kakhulu Makhedama. Lomfazi akakwazi ukubala izibusiso. Izinsizwa zaseLangeni azibhedelwa nje abafazi!!!

  • @nontobekomkhize6011
    @nontobekomkhize6011 21 день тому +1

    Inkinga yama doda arherhwa beauty outside not inside nokuthanda izingane ezincane ezisathanda izinto...ai kabi baba angikaze ngimbone umkakho kodwa nge ndlela udaba wawuli chaza ngalo ngazakhela character yami.ngifisa konke ukubeke Jehova ulungise impilo yakho nge ndlela.

  • @MichaelMvelase-r8t
    @MichaelMvelase-r8t 12 днів тому

    Unkulunkulu akusize baba lobuhlungu obuzwayo kangaka buzonjika mgabi uphole ngi ngu mvelase ngi yabuzwa ibuhlungu mgabi

  • @MargieNdlela
    @MargieNdlela 21 день тому +4

    Siyabonga

  • @ThembekaNqunqa
    @ThembekaNqunqa 21 день тому +1

    Woza lana kimi❤

  • @Ntombi-iy2ho
    @Ntombi-iy2ho 10 днів тому

    Ncese mfanawam tyoooh waqondana lesgebengu somfazi ongazazi kthi ufunani mpilweni,bhasobha sngakubulalisi ngadoda akhe lonondindwa, bika.kumdaili wezinto Zonke zokuphendulela akehlulwa Lutho nothixo simkhonzayo ukhuleke nawe Beka ithemba lakho kuye ngikfisela Nhlanhla mfanawam 🤟🙄🙄

  • @AndileMM608
    @AndileMM608 10 днів тому

    Indoda le, uzwa okwimini. Ngyathemba uNkukunkulu uyongbusisa ngendoda eqotho kanje

  • @PrincessThembelihleMahlaba
    @PrincessThembelihleMahlaba 21 день тому +1

    Akulunge bakithi nkosiyami 😢😢😢😢😢😢

  • @NomkhosiMchunu
    @NomkhosiMchunu 21 день тому +1

    Bhuti ngibonga isineke sakho kwaNtuli banjalo nami abakaze. Basho lutho ngangilobolile uphile

  • @sbongileChilwane
    @sbongileChilwane 21 день тому

    Devine protection my crush... watching from Lempopo

  • @PhillipMadonsela-c9v
    @PhillipMadonsela-c9v 21 день тому

    Aibo kant umfazi wakho iphila eyiphi impilo yena kodw bhuti wam uthixo ukhona uzokuvikela kuko konke nkosiyam 💔💔😭😭😭😭🙏

  • @LindiweNyawose-fz5qk
    @LindiweNyawose-fz5qk 21 день тому +2

    Ngicela ungpha inamba yakho Baba hope ngzokusiza

  • @ThembekaNqunqa
    @ThembekaNqunqa 21 день тому

    Ngisacela ungìthathe ngizokuhlonipha ❤

  • @PatrickMDlamini
    @PatrickMDlamini 11 днів тому

    Hey abanye abafazi..bayajabhisa..futhi nje abazazi bafunani😢😢😢

  • @danielmkhabela5284
    @danielmkhabela5284 21 день тому +2

    Ngiyasesaba isidliso owakudlisa Sona Umama xem babe mgabhi hhay Lomama ukhulumisa isihlahla sikhulume😢

  • @PhumzileNgxongo
    @PhumzileNgxongo 19 днів тому

    Cela lobaba engthathe waze wamuhle ❤️❤️❤️🌹

    • @ningimkhize2459
      @ningimkhize2459 17 днів тому

      😂wazendlala Phumzile kodwa ungihlekiselani bathi engakhali ifela ebhelekweni sisi