Omunye ngu mkhulu Mlaba ndacela hlolelwa ndamkhokhela same time wangizulisela loyababa iveki lonke but ngithi mangifona ngenye number ayibambe but once azwe ukuthi yimina athi uBusy, I had a bad experience naloya mkhulu, wathi ma selengihlolela ngabe sengidinekile nje nguye
Thokoza ngonyama. I don't know if am doing thing to ask if u could do a live video where we can ask questions since December is the round the corner and family's will be together. To celebrate Christmas. But they don't know if inhlambuluko needs to be done before they do anything?
Syabonga mkhulu ngyakuzwa kahle mina
Yazi Mpunga bengicabanga ukuthi angenzi zona ngoba umoya wokuhayiza anginawo waze wangelapha 🙏🏾. Impungaaaaa🙏🏾
Siyabonga Mkhulu, ukhuluma kahle impela. Inkosi ikubusise njalo njalo🙌🙌🙌
Amen baba ngicela ukubuza uma ungasakhoni kuthandaza nhlobo yini inkinga ngokhulu ukuzithoba .
Kungenzeka ukuthi isthunywa sakho sisuke sesidikibele
Amen mpungah cel kubuz mkhulu uma ukhuleka bese ufikelw usizi nezinyembez suke kwenzenjan mkhulu
Wase ujula kangaka namuhla Mpunga Yesintu. Kodwa konke loko okushoyo kuyiqiniso, ngempela lento uyiphiwe futhi isisiza sinke. Siyabonga.
Baba 😂😂😂 sorry to laugh kodwa siyabonga for telling the truth.
😂the imitation,nhe?
Uyihlabe khona MfokaMbanjwa, bazokubiza ngawowonke amagama, kodwa lento oyshoyo iyiyo uthanda ungathandi salute kuleyondawo 👌🙏
Amen mkhulu ngicela ukuxhumana nawe ngb nenombolo yakho yocingo iyavela ngyacela
Siyabonga kunjalo mkhulu mina ngiyazamula kakhulu angihayizi ukuzamula nje uma ngithandaza ngiyabonga ngiseSikhawini
Syabonga kakhulu Mpunga,,,bengizitshela kuthi angikwazi ukuthandaza😅ngibona ngath laba abahayizayo sebewompetha 😊.mina ngihlushwa ukushwaqa kwezinwele,,ngyabonga ungiphendulile kuty kusuke kwenzenjn,bengingazi👏👏👏
Wanemba Mnewethu Mpungaaa usuvele wayhlaba eskhonkosini impela lezimpunga ezikwembethe zijulile nami impela ngezwa kanjalo kuthiwa yashonjalo iNguqunguqu uMhlaba uyaphenduka mina nje ngithi Mpungaaaaaaaaaaaaaaaaaaaas
Syabonga ucacise kahle
Thokoza mkhulu siyabonga ukuveza ulwazi olunzulu kangaka🙏🙏🙏
Seyabonga kakhulu ngemfanekiso yakho. Especially ngalezigebengu ezethwele. Thanks ukusefundisa ukuthi ethonga eleze khulumelayo kuthi lefunani haye esangoma noma umlaphi. NeThonga lethu lethokoza ngawe. Amen
Mpunga yesintu siyabonga kakhulu ngolwazi osipha lona lubalulekile
Syabonga Mkhulu bengitshela ukuth nginenkinga ngizengibone mengikhuleka nabanye abantu ngithi shuth anginawo umoya ngoba ayikho into ekhuphukayo koda ngiba nezibonakaliso mangingedwa ngizwa izithunzi emvakwami ngize ngithuke
uMkhulu Mlaba kwi-channel yakhe lastweek uthe kusuke kuyidlozi nesithinwa zilwa, zingaqumiswanga kahle. Kumele zisebenzisane zobabili.
Siyabong Mkhwenyana wethu esimthandayo - 🤗🤗🤗
Yebo kusuke kukhona okusadinga kulungiswe
@@impungayesintutv 👏👏👏
Amen.mkhulu.nami.ngicela.ukuzokubona.ngoba.inkinga..engiphethe.leyo
😀😀😀😀 heee glory!!!!!!aaah futi bakwethu,thina abanye sithandaza njalo...kutsho ukuthi kune nkinga...
Akunankinga ukthandaza njalo
Wayihlana eskhonkosini mpunga yesintu
Into engizibuza yona ,kakhulukazi kubomama ukuthi yini bahayiza ,bakhale ,baphakamisi izandla ungazi ukuthi sekwenze njani.
Ngivumelana nawe mpunga 🙏
Banemimoya edinga ukulungiswa
Wangipilisa Mpunga siyabonga
Kuyazwakala baba 🙏🙏
Thanks bhuti im watching this channel from Cape town ndifumana into enkulu ebendngayazi
Siyabonga ngemfundo osiphe yona Mkhulu
Mmmmmm, Mpunga yesintu bengixakeka ukuthi kwenzekani kumina ngaloluhambo ngisagula kanti ngiyabonga kakhulu .
Iyalungiswa ngampela into efana naleyo kunemimoya ephazamisa isthunywa edinga ukuqondiswa
Kona ngikuzwa kahle impela Mpunga. Siphiwa int eyodwa , awukwazi ukphiwa konke👍🏾
Mpunga 🙏 hey wajula Baba ngento ekhona mina bengizitshela ukuthi umkhuleko wam awufiki enkosini 🙏
🤣 😂 kuthwa glory kikik siyabonga ulwazi. Siyakuzwa kahle mkhulu.
Ngiphenie
Lengoba mntwana bethonga
😂😂😂😂hhoyihhoyi waze wangihlekisa Mpunga yesintu
Sawubona,mpunga yesintu kuyiqiniso elimsulwa lokho okushoyo sbonge Baba danki
Amen Mpunga 🙏 🙏 ❤
Impungaaaaaaah😂😂😂❤❤❤❤
Wasiza baba umuntu onumoya akayenzi yonke lendaba yokumemeza ingakho kuthiwa umoya oyingcwele
Empunga yesintu ❤❤siyabonga
Sacela kubuza kuthi kudalwa yini uma nalanda abantu abadala nabafaka ekhaya kodwa aniphuphi lutho kuthi after 3months izinto bese ziyenzeka kodwa asiphuphi gogo mkhulu lutho nje kodwa impilo ushitjo
Okunye kudalwa yini bantu abadala bavele basebenzise omncane ekhaya ngoba lento ugcine yenza ubhuti wami anginyanya
Mmmm kungenzeka ukuthi yini eninenkinga ekudinga niyilungise ukuze kuvuleke amaphupho
Yaz leyonto yokuthi abantu abadala bekhulume nomuntu omncane ngiyafisa ukwazi idalwa yini ngampela coz mina bese ngivedane ngithule ngingasho lutho ngibalekela ukuzondeka.
@@chief9462 Iyenzeka kakhulu leyo,iThongo liyazikhethela umuntu elizokhuluma kuye ekhaya.liyazi Lona ukuthi yini lesuke liyibhekile kuye futhi phela liyazi ukuthi kwasekuzalweni yini elikuphathise yona.imvama vele uzozondeka kodwa akuyushintsha.
Syabonga ukwelekelela kwakho Mkhulu ofuna ukuphila uzophila🙏
Injalo Mpunga
Impunga yesintu🙏🙏
Yimi lowo nkosiyami ovele kushwaqa izinwele, no kungathi khona abantu a base mvakwami, ngivaleke izindlebe bese kuduma imishini sengathi kuse femini kudume imishini emadlebeni ami😭😭😭😭kanti yini leyo mkhulu?
Mina ngithandaza kahle kodwa ngigcina ngingazi noma ngiphinda phinda into eyodwa emkhulekweni, kuyala nje ngikhuleke
Thokoza mkhulu 🤣🤣ay uqinisile baba
Impungaaaah 👏👌
amen
Asithi nje IMPUNGA!
"Hyeeh! Hyiiiiiih! Yhooooo!" 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
🤣🤣🤣🤣🤣
Kuphelele Mkhulu
Ngyabingelela kwiMpunga ngcela ukubuza Uma uphupha uMswani eduzana nomfula kuchaza ukuthi nokuphupha ugeza emfuleni noma endishini
10:38 Cela ukubuza,uma uthandaza,ubeke imkomishi enamanzi,bese ulayida isinti zometshisi ezintathu,zihlangane ngamakhanda.lngabe kuchazani
😅😅😅kuphakam imimoya
Mkhulu Mpunga! Mkhulu wamaqiniso!!
Cha mkhulu mpunga ngiyezwa impela, Korea angqondi kahle
Mina mkhulu umangabe ngikhuleka angikwazi ukumemeza mina umangabe ngikhuleka ngikhuleka kancane ngizizwa ngedwa noma engizwa osecelen kwami kodwa akangizwa ukuthi ngithini angikwazi nje ukumemeza angazi noma kunenkinga yini
Manje ipipi uyalibhema yini mpunga
Groly😂😂😂😂😂
Awuna peace yaz🤣🤣🤣😂😂😂😂 Grolly
🤣🤣🤣🤣
Ushaye khona
Thokoza khehla Ngicel kubuza kusho kuthin Uma umunt othandana naye ekuphuphe ukubo uhlez nabant bakubo asebashon bethi lomunt akasasebenz kahle namathwasa ahambel kude naye bath wehlisile
Uqinisile mpungayesintu
Ameni
Yebo khulu tell them, abantu there have serious problem.
Ezi edit(we)" 😄❗
Baba siyaboga iqiniso
Bafuneka endumben ngempel
Ayngeke ndoda ngath ugejile ke manje ubuseza nayo
😂😂😂😂😂iyeeeegggggggg
Asibonge Mpunga Yesintu...mina kukhona okwenzekayo Kimi umangizoThandaza ngithi ngiguqa nje ngiphathwa umoya ngiyazamula kakhulu futhi umasengiqedile ngikhuleke kuthi mangithi amen umoya ungiphathe futhi...manje iyangitinta lendaba oyivezayo🙏 angikaze ngathinda igobongo noma yini nje...umangiyoSabatha akwenzeki ngithandaza kahle umoya ungafiki ngalendlela???Why🤷🤷🤷
Mpunga yesintu??????
"haaai ey he e"😂😂😂😂😂😂
Ingabe namaJericko anenkinga yemimoya yini nabo ngoba bakhuleka kanjalo cishe bonke!
Ngivumelana nokushoyo
Uqinisile mkhulu...
Mpunga yesintu ukhuluma iciniso lento umoya oncolile ofana momdliwa nezilwane Nami yangiyenza kungathi nginoya wokuporofitha
🤣🤣🤣 Ihlaya in it Sinenkinga mpunga nalobaba oke umlethe la ubaba uMazibuko akanaso isineke somuntu loyababa noma ucela ukukhuluma naye akutshele ukuthi ubomphonela ngomhlako 10 December loyababa uzphakamisile 2much unesdina nje @ all umuntu onjengaloya Baba
Omunye ngu mkhulu Mlaba ndacela hlolelwa ndamkhokhela same time wangizulisela loyababa iveki lonke but ngithi mangifona ngenye number ayibambe but once azwe ukuthi yimina athi uBusy, I had a bad experience naloya mkhulu, wathi ma selengihlolela ngabe sengidinekile nje nguye
@@portiaroye4410 ncese ay baziphakamisile badla bona baphezuku kakhulu
@@sbusisomahlase1380 eish kulungile ngoba sihloniphe iMpunga and siyayithanda
@@portiaroye4410 kunjalo Sisi angazi bazikhangiselan Uma bengafun ukusisiza
Mmmm kwaze kwakubi lokhu engikuzwayo, Ngyaxolisa kakhulu. Uma ningabatholi nidinga usizo anongithinta nami. Awu! Kwangiphatha kabi lokhu
Waw that true
THOKOZA MKULU
Amen 🙇🏿♂️🙇🏿♂️🙇🏿♂️🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾
Enkosi mpunga yesintu
Mpunga yesintu mina nginephupho la selibuye kwaze kwakabili ngyacela Mkhulu moybona lecoment ungsize.
Ngiphupha izinkomo zikegadini zidla umbila futhi umbila wakhona usuke usumdala impela. Angazi kusho ukthini lokhu.
Kubiyiwe ekhaya, ingadi iseduze?
@@impungayesintutvYebo Mpunga kubiyiwe ekhaya igadi iseduze ingaphakathi nje ekhaya ngoba kunelinye icala legadi elingezansi kwesbaya eliba nombila okuhle kakhulu obamude kuleli lesibili enye ibikuwo Kanye Lo ongezansi kwesbaya.
Mina uma sekufika lomoya wokuthandaza, ngizamula kakhulu then I feel Hai I'm o longer alone. Does it mean ngineNgulo
NAMI nginjalo mangibuza impunga dololo ukuphendula🤦🙅🤷🤷....
Eish your comment 🤣🤣🤣🤣🤣
Ngibonge Mpunga yazi ngangithi njengoba ngingamemezi mangithandaza ngikhulume izilimi ngihayize ngangithi khona into eWrong ngoba ngumuntu oneSthunywa, kodwa mangithandaza ushwaqa izinwele ngisindelwe emahlombeni kuphela ngangithi shuthi kumele ngiyokhuphula iSthunywa ngoba ngicabanga ukuthi njengoba kushwaqa izinwele ngisindelwe emahlombeni akwanele🤦
Thokoza ngonyama. I don't know if am doing thing to ask if u could do a live video where we can ask questions since December is the round the corner and family's will be together. To celebrate Christmas. But they don't know if inhlambuluko needs to be done before they do anything?
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko? Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.
Wenziwa yini ulandele ama channel abantu abafundisa isintu ungahambisani naso khona inkinga ekhona la kuwena ucasha ngothi lomshanelo
@@mlungisimosiea Ikuphi inkinga uma uNkulunkulu ekhuluma nabantu abadalwe nguye ngoba efuna balazi iqiniso elivela kuye elisebhayibhelini? John 8:32,17:17,1thimoty 2:3-4,we mosiea.
@@vusimngomezulu2500 inkinga lana syakhana syafundisana ngesintu kodwa wena uveza ukugxeka kwakho sakubuza uqonde ukuthi thina si wrong wena wazi oku ryte.ngithi minake awuyi ngani kwi channel yabantu abayilenkolo yakho niyofundisana khona nabayfunayo lenkolo yakho ngoba lana uwena wedwa ohlale uvela ugxeka thina syakhana lana syafundisana siyabuzana syacebisana.
@@vusimngomezulu2500 noma mhlawmbe awnaso isqiniseko ngokholo lwakho kubukeka engathi uyakholwa kodwa uno but ngoba naku uhlale uvela ngapha ngalembuzo yakho unembeza wakho kukhona okutshela kona
@@mlungisimosiea Kodwa awuphenduli imibuzo yami mosiea, uthini UNkulunkulu umdali ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko? and yini nje e wrong kulokhu okushiwo nguNkulunkulu ebhayibhelini?
Impunga
Uma uphethwe amehlo kuchazani