EW kdw Mpunga le yesgubhu kdw ke mnewethu washo ukuthi uyaziqhelelanisa mentor eshiwo izinyanga ezikuvakashelayo. Ugogo uyanginqikazisa mina ngoba bonke abantu bathi lento aynabungozi besezibaxaka abantu.futhi ke leligama lekopakopa liyangithusa mina ngoba ngake ngalizwa kwenye inyanga edume ngokuthwalisa manje ay...
Syabonga kakhulu Gogo.!🙏 Cha, kulokhu uvele waba open kakhulu impela, kusho kona ukuth uyazi ukuth ukhuluma ngani.!🙏
Impunga yesintu
SYabonga mpunga yesintu ngokusilethela gogo Nkanyamba
👏👏👏Gogo
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Manje ugogo uyakwazi ukuba neqiniso akutsele uma umuthi wakhe amadlozi alanine engawufuni
Sawubona mfoka mbanjwa
Thokozi
Amasiko abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?
Ey’ uyakhathaza we muntu wabantu. 🥴
EW kdw Mpunga le yesgubhu kdw ke mnewethu washo ukuthi uyaziqhelelanisa mentor eshiwo izinyanga ezikuvakashelayo. Ugogo uyanginqikazisa mina ngoba bonke abantu bathi lento aynabungozi besezibaxaka abantu.futhi ke leligama lekopakopa liyangithusa mina ngoba ngake ngalizwa kwenye inyanga edume ngokuthwalisa manje ay...
Nami angisathembi umuntu bafo. KOPA KOPA ka 2+2 =Mgede and usuka sewuthwele ngeSpoki😂 😂 😂 😂 😂
Cha kuyezwakala... iyasabeka lento yokuphakamisa.
Inkinga ubiza kakhulu hau,what if kufike kungakusebenzeli njengenjwayelo