Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 307

  • @tico_17media2
    @tico_17media2 Рік тому +51

    Cha lobaba ubukeka ewuthanda umndeni kaMfowabo ...I so wish they get assisted
    kulendaba

  • @londythulemchunu
    @londythulemchunu Рік тому +24

    Umngani uyazi ngalo baba.akuyiwe kubaba ugodo.lomngani ubesejahe iskhundla.

    • @sibongisenihadebe787
      @sibongisenihadebe787 Рік тому

      Estcourt approved babu Godo

    • @buhlemhlongo7481
      @buhlemhlongo7481 Рік тому +2

      Kwabuhlungu Nkosi ihambele kini boMbomvu sibonga nokunakekela umdeni kamfowenu iNkosi ikubusise

    • @dumisanipnhlabathinhlabathi
      @dumisanipnhlabathinhlabathi Рік тому +1

      Asingamlibali Ukakhe Ngobabanyo Mama banenhliziyo ezimbi bebengathi Baba awuhlangene uthuyaphikelela ngenngane zamfowenu kuthiwe usuyamfuna masbsanibani asimbonge noma🤞

  • @manelisjersiaaquarius2730
    @manelisjersiaaquarius2730 Рік тому +35

    Nina bakoMbomvu yiso isikhathi sokubopha ibhande umzuzwana inkosi iyalalela bese iyaphendula .🙏🙏🙏

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 Рік тому +1

      True ngane yakwethu ❤

    • @sethabilenxele8580
      @sethabilenxele8580 Рік тому +1

      Esikhathini esiningi kunomusho je owodwa obhalwa abomthetho
      All leads followed up case closed.
      Sekufanele udlanze ngedela ngoba usuke ungeke usababuza ngalawo ma leads.. umuntu emsebenzini wakhe. Sengathi abaseMabomvini bebengasizakaa kukho konke besalandela imigudu ezobasiza noNongalo enabo.

  • @sanelesandile9985
    @sanelesandile9985 Рік тому +9

    Msweli...ukube labantu abasiphethe ePhalamende bafananawe ngabe uNkulunkulu usibudisilemanjr kukhona abantu abangalungile nami nginenkinga..ukube nginawo amandla okukubiza msweli ngabe..ngiyakubiza manjr angazi uphuma ubeke ngaphi ngiyambemba nami ngingasizakala kunzima empilweni😥🙏

  • @Amor-zone
    @Amor-zone Рік тому +19

    *Ey yaze yabuhlungu lendaba. Baba wena ogade umndeni ka mfowenu, uNkulunkulu akubusise abasebaningi abantu abafana nawe. Qhubeka njalo nomsebenzi omuhle owenzayo. Sengathi usizo lungavela masishane* 🙏🙏🙏

  • @siyabongagoqo3992
    @siyabongagoqo3992 Рік тому +8

    Jehova maye ngenelela moyongcwele syakhuleka Nyazilwezulu nangumsocongi endaweni .😭😭😭

  • @mandlaskhosana3932
    @mandlaskhosana3932 Рік тому +25

    Maku tholakale umkhulu UGodo mhlaumbe angasiza

  • @phatiswangamlana5706
    @phatiswangamlana5706 Рік тому +4

    Umsebenzi wakho tatuMsweli umkhulu , usual inyembezi , be blessed tata

  • @khethiwendlovu7514
    @khethiwendlovu7514 Рік тому +15

    Amaphoyisa awenzanga umsebenzi wawo kwakumele bathathe amafinger prints neDNA kuSminoff,umngani lowamthatha ekhaya unendaba okumele ayixoxe unalo ulwazi ngokunyamalala kukaMbovu,sinethemba uma sekungenelele wena babuMsweli lizovela iqiniso 🙏mndeni wakoNgcukumane duduzekani uThixo unani siyezwelana nani🦁

  • @mbongelenishadrack3133
    @mbongelenishadrack3133 Рік тому +13

    Nongalo ngicela nenze imizamo yokuthi lobaba okhulumanaye avikeleke akasaphephile, nginalento yokuthi bangamlimaza lezigilamkhuba zihlangene namaphoyisa kungani kuthuleke kuze kube namuhla kukhona okushayamazi nakuye umseshi 🤔

    • @AndiswaNqobile
      @AndiswaNqobile Місяць тому

      Ngenelela nkosi njenge themba lethu lokugcina, kubobonke othixo akekho onjengawe

  • @umahlalelacomedy4942
    @umahlalelacomedy4942 Рік тому +7

    Let look out of the box, This man worked for 27 years, his bosses bangaba nesandla kulento cos ubezoygqilaza inkampani😭😭😭😭😭😭😭this is so sad

    • @ayandad5712
      @ayandad5712 Рік тому +6

      The organization has people who retire with more years than him. Definitely not the company. Abangani should be questioned

    • @tholakelekhumalo5579
      @tholakelekhumalo5579 15 днів тому

      UMngeni Water is a big company.

  • @sandisoblesser2345
    @sandisoblesser2345 Рік тому +9

    UMNGANI AKAFAKWE ISHUBHU KANYE NENDUKU UZOLICHAZA IQINISO

  • @user-tq8wu3nh4n
    @user-tq8wu3nh4n 4 місяці тому +2

    Ibuhlungu ezinganeni lento bengazi me ngcwaba lakhe❤😢

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnline Рік тому +43

    Lwaze lwabuhlungu udaba.
    Ngicabanga ukuthi abelaphi bendabuko abashaya umhlahlo bangasiza kakhulu,
    sixuse ukuthi bavele ngaphambili ukuze behlahle/beveze ukuthi ubaba;
    1. Usaphila/usephangalele?
    2. Ukuphi uma esaphila/esephangalele?
    3. nokuthi ngabe isandla somuntu owaziwayo/ongaziwa esithintekayo ekulahlekeni kwakhe ubaba.
    Siwufisela induduzo, nesisombululo esisheshayo umndeni nabobonke abathintekayo.
    INkosi ithel'umusa.

    • @agnesnkosi1424
      @agnesnkosi1424 Рік тому +2

      Ngiyabonga baba umsweli ukuma usize labantu baka nkulunkulu,bahlukumezekile.basize baba msweli ujehova uzokupha amandla,nobuhlakani bokuthi basizakale.ngithi unkulunkulu makabaphe amandla,.mabaduduzeke unkulunkuluabaabaphe amandla baba umsweli.

    • @jabulanimdluli4777
      @jabulanimdluli4777 Рік тому +3

      Kunuka santungwana

    • @josephinamokoena6865
      @josephinamokoena6865 Рік тому

      Hhayike labo abomangase bazokhuluma izinto eziningi bathathe imali bayokondla izingane zabo Shame

    • @mandlakhemkhize8415
      @mandlakhemkhize8415 Рік тому +4

      The friends know

    • @lindiwendlela6594
      @lindiwendlela6594 Рік тому

      Hayi kwaze kwabuhlungu impilo imile, Abake Bathathe ne jacket yakhe baye kwaba anga, Mhlampe ukhona ongashaya khona, Kunzima.

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Рік тому +1

    Hmmmm baba Msweli engathi ungasizala umndeni siyabonga baba omkhulu my god be with you family

  • @thembiannah945
    @thembiannah945 4 місяці тому

    May God protect u baba Msweli.keep up the good work❤🙏

  • @ayandashadows7851
    @ayandashadows7851 Рік тому +13

    Tholani inyanga ekthiwa uGwabini kwamhlaba uyalingana ebhambanane ngase ndumo Clinic. Uyenake okwazi ukuthola abantu abalahlekile, izinto ezitshontshiwe, amathuna angasatholakali ukuth kwakungcwatshwe bani la.

  • @NelyKhumalo
    @NelyKhumalo 2 місяці тому +1

    😢😢kunzima south Africa koda syathemba kuzolunga awduduzeke umndenib

  • @user-lu1jj8el5f
    @user-lu1jj8el5f 4 місяці тому

    Kwaze kwabuhlungu we Ngubani kodwa Ndoda Yamadoda Msweli 🙌🙌

  • @LindiweNcube-hf6of
    @LindiweNcube-hf6of 9 місяців тому +1

    God bless you baba msweli ngo msebenzi owenzayo

  • @nkunzemnyama
    @nkunzemnyama Рік тому +8

    Lomuntu ubulawe abaphathi base msebenzini. Bayakwenza lokho and it's common e Gauteng ngoba basuke sebebona ukuthi iningi imali abazokukhokhela yona

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 Рік тому +5

    Ey kwaze kwanzima athini amakhansela ngoba lomndeni ufanelwe ukuholelwa uhulumeni until ufanalayzwe ngokunyamalala kwakhe cause he was a breadwinner at home

  • @LucusLucus-bi6sp
    @LucusLucus-bi6sp Рік тому +15

    Kubuhlungu lokhu,abaye kunyazilwezulu 🙏🤞

  • @NonhlanhlaCatala
    @NonhlanhlaCatala 6 місяців тому +1

    Siyabonga baba Msweki ngosizo lwakho kwaze kwabuhlungu

  • @nkosinathirichard4857
    @nkosinathirichard4857 Рік тому +9

    Ay kodwa ngokulilandela kwam lodaba lomuntu ubulawele lesikhundla futhi kungenzeka ukuba umngani unolwazi 🤔🤔🤔

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 Рік тому +6

    Ubulawe abantu abaziyo, bebe planile ukumbulala. Base bamphosa
    Kude.

  • @OnetHombile-mc6wz
    @OnetHombile-mc6wz Рік тому +2

    Siyacela dr godo sizababa🙏🙏

  • @user-wk4kj4ii8f
    @user-wk4kj4ii8f 9 місяців тому

    Awuuuuu Jehova ngenelela nkosiyam 😢😭😭😭 kulomndeni

  • @simokanyile5332
    @simokanyile5332 Рік тому +4

    Bebelahla umkhondo ngokuyishiya la imoto

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 Рік тому +4

    Lendaba kabhuti wakwaNgubane iyadida nj....kuningi kungaba isemsebenzini bona fut labangani bakhe ....ngoba eyamanzi ayakhi mqondo mangizwa kuchaza ubaba no no no indaba inomsebenzi ai ngamanzi ngyala lapho...ubaba uyawuthanda umndeni wakhe nkosyam sengat uNkulunkulu angamlekelela bathole isiphetho okuyiso ngalendaba...nawe baba ongaziwa ukut washonap or kwenzakalani ngawe....ilwa ilwa Mbovu ulekelele umndeni wakho😢😢😢😢😢😢😢kwabuhlungu Jesu

  • @SibusisoDladla
    @SibusisoDladla Рік тому +4

    Molo baba abayobika kushembe

  • @vistom5784
    @vistom5784 Рік тому +9

    Manje uBaba lona omile abanye befolile ithini into akasashawa namahloni nje aguqe njengabanye awu nangu esehlala phansi syabonga unembeza wamshaya😀ey lwaze lwabuhlungu udaba kodwa umngani unesandla la nothi ngasho🤞

    • @nkonkihkhonkolo1319
      @nkonkihkhonkolo1319 Рік тому +2

      Udinga induku Lo ne under eskotshi

    • @vistom5784
      @vistom5784 Рік тому

      @@nkonkihkhonkolo1319 hawu yaz nje🤞🤣🤣

    • @thembekamankwali346
      @thembekamankwali346 Рік тому

      Nam bengisaz buza lokho ukuthi wama abanye bezothile

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 4 місяці тому

      Ngibone lonto nami ngiqala ukubuka. Buka abanye obaba baguqe zisuka nje.

  • @mzokhonamaphiashinga3609
    @mzokhonamaphiashinga3609 Рік тому +1

    Babu Msweli wena wi Nazareth ngyacabanga ukuthi uyazi ukuthi ushembe uthixo usizi lwalabantu seludinga Ushembe

  • @user-lz9oj8qu9d
    @user-lz9oj8qu9d Рік тому +2

    😭😭😭😭 salusubuya nkosi .amaphoyisa anomthelela ebugebegwini obuhleliwe hlambe ayakhokhelwa nawo

  • @Nkunankuna2
    @Nkunankuna2 Рік тому +6

    Amaphoyisa ayibulele icrime scene ,kumele ayophendula kwired carpet

  • @LisaLadiesfirst-qt2pj
    @LisaLadiesfirst-qt2pj Рік тому +70

    The first thing the police was supposed to do was to take the bottle of Smirnnof for dna

    • @promisejuqu7592
      @promisejuqu7592 Рік тому +14

      Saps ne i am convinced that they also know something

    • @thulanimbelembele8678
      @thulanimbelembele8678 Рік тому +8

      Incompetence!

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela Рік тому +3

      @@promisejuqu7592 ngiyakuvumela dadewethu

    • @sizwemzobe6666
      @sizwemzobe6666 Рік тому +6

      Finger prints n iyazichaza lento ulandelwan umngani ujike bayamshiya emotwen ujike uyanyamalala futy mxm eish

    • @user-tc1cq2cy2e
      @user-tc1cq2cy2e Рік тому +2

      Iqiniso mft leli olishilo ama police anganga. Kakhulu

  • @zandilemakhathini7855
    @zandilemakhathini7855 Рік тому +5

    Kwaze kwanzima okungenani kutholakale ithambo bakithi kwanzima 💔💔💔

  • @raymundandlovu2979
    @raymundandlovu2979 5 місяців тому +1

    Kodwa kwenzekani in south africa, are we facing the the full wrath of Jehovah God,honestly the killings of another human being

  • @mamkitimloyi2486
    @mamkitimloyi2486 Рік тому +5

    Sahlupheka ilezididi zamaphoyisa mhlampeni bamthwebula nje.

  • @konkehwanqa6260
    @konkehwanqa6260 Рік тому +3

    Manje awekho yini ama camera lapho since kuyi private dam..
    Imoto yona leyo Polo ayinayo i tracker engabhekwa ukuthi yake yaya kuphi nakuphi ngelelolanga or lobobusuku?

  • @clkubheka4006
    @clkubheka4006 Рік тому +2

    UJehova akangenelele. Okungenani bandla balibone ithambo labo. Eyi kwaze kwabuhlungu okunivelele. 💔💔💔

  • @nontyatyambodana6278
    @nontyatyambodana6278 Рік тому

    So painful 💔 family. May God provides u with solution from stake holders

  • @phakemengubane6144
    @phakemengubane6144 2 місяці тому

    Yey kwabuhlungu kumina Mabovu. Indlela engiwuthanda ngayo umnden wami kubuhlungu enhlizweni. Phephisan bo Ngcukumane ningalilahli ithemba😢😢😢😢

  • @LuciaKhoza-oh7ub
    @LuciaKhoza-oh7ub 3 місяці тому

    Kodwa bab Msweli uthunywe uNkulunkulu wena. Siyambonga uNkulunkulu ngawe

  • @gugugumbi7413
    @gugugumbi7413 10 місяців тому

    Ngwenya ume njalo 💙💙💙💙💙

  • @NelyKhumalo
    @NelyKhumalo 2 місяці тому

    🙏🙏aw syabonga babomncane kuhle okwenza kumndeni kamfowenu kuhle kakhl sale sungena ngenelela talk it over qhubeka la egcine khona ubafo sale suba ubaba kulezingane ungenelele nangapha kumama phela phecelezi umfazi ka mfwenu uyangenwa

  • @zanelem3622
    @zanelem3622 Рік тому +3

    Emindenini yasemabomvini sithi ujehova Abe nani njalo niqhubeke okubambana ningaphelelani inhliziyo sibonge naku babomkulu angapheli inhliziyo nomama wakwakhe sibonga ukubambisana mangcukumane 🙏🙏

  • @njabulosikhakhanenjabulosi3929

    Aybo ngyabazi abasekhaya kogogo ozala ubaba

  • @gugulethupurity9322
    @gugulethupurity9322 Рік тому +2

    😢😢😢😢😢kwaze kwanzima abaye ethempelini LONYAZI lwezulu kwamashu bayonikela khona ,,uzoziveza uma esaphila noma esedlulile.

  • @samkemngadi5908
    @samkemngadi5908 9 місяців тому +2

    Am looking for part2😢

  • @Queen-qf2bn
    @Queen-qf2bn Рік тому +2

    Ababuze abanikazi be private dam ngoba kwakekwenzeka abelungu bengafuni abantu kobo ptivate land private dam. Ababuze bona.

  • @samanthamasinga5736
    @samanthamasinga5736 Рік тому +16

    1. The friend could have possibly gotten the job promotion . They go fetch him and then go to two different dams ( the first mhlampe babona ukuthi ngeke kube lula) so they go to the second one, since kuwuntu osekhulile and drinks he would have been tired already and says they want to stay behind or they convince him to . He then leaves the R2000 so it’s seems like “robbery” which he can get back since it’s the only thing they took. They see the car is gone, don’t call the missing friend or maybe they do and can’t reach him , don’t call the police straight away because there’s no way he can take a car that does not belong to him , leaving his friends and child behind kwindawo that I’ll presume remote and not many people frequent. Lento nje was all planned out

    • @samanthamasinga5736
      @samanthamasinga5736 Рік тому +1

      Amaphoyisa need to do a thorough investigation, abantu abok’qala to question is everyone who was at the dam. Nokuthi you’d stop paying for your tracker 2/3 months before your friend goes missing with your car ? Yet yona it is found , in a good condition futhi ? No man our police sometimes 💔

    • @sindymbau5255
      @sindymbau5255 Рік тому +2

      Inside job a friend betrayed him

    • @user-tg4ym4oq3k
      @user-tg4ym4oq3k Рік тому

      Kukhulunywa isiZulu nje lapha?

    • @user-tg4ym4oq3k
      @user-tg4ym4oq3k Рік тому +1

      Asinamaphoyisa sdalo la eMzansi izidwedwe lezi.

    • @hlelokuhlendabenhle3630
      @hlelokuhlendabenhle3630 11 місяців тому +1

      Akukho okufihlakele okungeke kwaMbuleka,Okwamanje kungathuleka bekhale benze konke"But khona Lolo Suku" Dudu emdenini nezihlobo...kodwa umgani ngishaya makhala ngaye😢😢😢😢

  • @user-ke5us7gq8o
    @user-ke5us7gq8o 9 місяців тому

    Libuhlungu lelidaba 😢😢😢uma ufuhla umuntu osengasekho kufakwa ixoxo emngodini😢😢😢😢

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 Рік тому +2

    Yaze yabuhlungu into ngaze ngawudabukela umndeni kakhulukazi izingane

  • @user-vy6oo5qh6x
    @user-vy6oo5qh6x Місяць тому

    Babu msweli ngyacela ubayise Ku nyazi lwezulu uzoba siza unkulunkulu wethu owacelwa abazali Bethu ukuthi ezoletha ukuphila

  • @user-ut7zh1tf2o
    @user-ut7zh1tf2o Рік тому +1

    UNkulunkulu aze akwandisele njalo Nongalo,uwukphila kwe-South Africa

  • @christinanxumalo6811
    @christinanxumalo6811 3 місяці тому

    Hawu imali emsouthern‼️

  • @fikzomsomi355
    @fikzomsomi355 Рік тому +2

    Mndeni ake nite e Buhleni niyocela uShembe umhlahla ndlela

  • @user-fw2jj4ub3o
    @user-fw2jj4ub3o Рік тому +1

    Ngenelela Baba wethu osezulwini ngoba uyazi ukuthi kwenzakalani kubuhlungu 😭

  • @user-yu3nz7oj7m
    @user-yu3nz7oj7m Рік тому

    Msweli syabonga msebenzi wakho utholakalap baba

  • @phindilemthethwa9162
    @phindilemthethwa9162 6 місяців тому +3

    Akenigxile ku loka R2000 uyalaziqiniso

  • @tholakelebhengu4342
    @tholakelebhengu4342 Рік тому +3

    Lokuduka kwalobaba kuzwakala njengento ebihleliwe,engathi bangaluthola usizo sbonge nobhuti wakhe ngokuqhebeka akhathalele mndeni kamfowabo Nkosi imuphe amandla angadikibali

    • @senzelongema4022
      @senzelongema4022 Рік тому +2

      Nami ngibona sengathi yilaba abafikile bamsusa kwakhe ezihlalele bathi akayodoba nabo. Ngibona sengathi bayihlelile yonke lento. Akubuzwe bona.💔

  • @thulimaduna-ww8gy
    @thulimaduna-ww8gy Рік тому +1

    Yaze yabuhlungu INTO ya LIHLE Muntu olungile ay Nkosi yenza musa mndeni wazi ukuth kwenzakalani .... 😭😭😭

    • @ntokozomncube9059
      @ntokozomncube9059 3 місяці тому

      Kula wayelunge engenanxa namuntu ezihlekela. Mina mangifuna imoto wayethi mshana hamba kumaka Mini angeke uhlupheke umalume enemoto. Unesono umbulali

  • @sthembileshusha-df9rz
    @sthembileshusha-df9rz Рік тому +2

    Sicela iskebhe singenelele bakith umngane uzolihlanza iqiniso

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 6 місяців тому +1

    Kubukeka kunodaba lwasesemsebenzini la kubangwa amandla okuphatha.

    • @ntokozomncube9059
      @ntokozomncube9059 3 місяці тому

      Vele babengamufuni ngoba wayethandwa yizikhulu uLihle wayesho ukuthi abamufuni abasebenzi

  • @mhloniphenizulu5407
    @mhloniphenizulu5407 Рік тому

    Hawu kwaze kwanzima asethembe nizosizakala

  • @NoziphoChili
    @NoziphoChili 8 місяців тому

    Ngathi ningasitholA isisombululo yaz it painful 😭💔

  • @eugie5238
    @eugie5238 7 місяців тому +1

    Awu kodwa Moy'Ongcwele 😢

  • @mhlengisolution7960
    @mhlengisolution7960 15 днів тому

    Pop akubizwe yona ifake lenja ishubhu ungan zolkhipha iqiniso

  • @sbusisomahlase1380
    @sbusisomahlase1380 Рік тому +2

    Kodwa if bengaphahla Yellow white ublue no Red Candle 🕯 ukuthi kwenzakalan

  • @mongezloui1875
    @mongezloui1875 Рік тому +1

    The Tracker map can tell the route of the car for two days where was the car

  • @thandekilemcane2497
    @thandekilemcane2497 3 місяці тому

    Ngicela usizo lwakho Ayanda Msweli igama lami Thandekile Doris Ncane ngifuna kubuye izinkomo zamalobolo

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq 9 місяців тому

    Ngiyafisa ningiphe amanumber ka baba uMsweli

  • @xoliendlovu8363
    @xoliendlovu8363 Рік тому +2

    😢kunzima, sicela abalaphi bendabuko balekelele aveze iziphiwo zabo zeqiniso

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Рік тому

    Kuyagetshengwa kulendawo ukhona umkhuba.

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 Рік тому

    Ei Kodwa le smirnof bakwethu ei 😢😢

  • @jabulanimdluli4777
    @jabulanimdluli4777 Рік тому +1

    Why mnikazi we motor angashekhanga I tracker ebe azikahle ukuthi umuntu obesemotweni ubephuzile?

  • @xolanimichaelmadondo1228
    @xolanimichaelmadondo1228 Рік тому +2

    Akasondeke uBaba uMthembu (uGodo olulala amankankane) ezikwenza adumengakho

  • @sithembisondlovu-rb5nm
    @sithembisondlovu-rb5nm 2 місяці тому

    Eish yanzimake bengicela ahanjiswe kuProf Godo pls

  • @user-bq3gl3wg2x
    @user-bq3gl3wg2x 7 місяців тому

    The best advice the Company could have employed the wife for piece job to earn a living

  • @LungileKhumalo-nt7lc
    @LungileKhumalo-nt7lc Рік тому

    Kwalahleka umfowethu 2019 asikaze simthole amaphoyisa awasisizanga safuna saze sakhathala kuze kube yimanje asikaze simthole kubuhlungu akudluli

  • @sibongisenimbele4981
    @sibongisenimbele4981 4 місяці тому

    Nami nje ngisola umngani wakhe, wamfunela izinkabi ukuthi zimbulale, ngoba afuna iskhundla. Mina ngithi ngabe funisela abantwini abesintu, bese benza okufanele bakwenze.

  • @lizzymalizzyjohny7141
    @lizzymalizzyjohny7141 Рік тому +1

    Pls ask ubaba Godo or others to help.
    Its pity our SAPS r lazy nd useless.
    I have seen in similar cases abroad(overseas) they ask mediums to help. Here is SA we have mediums nd traditional healers/sangomas to help. This is so sad.

  • @LisaLadiesfirst-qt2pj
    @LisaLadiesfirst-qt2pj Рік тому

    This is so painful

  • @thobilemkhize1069
    @thobilemkhize1069 Рік тому

    Mmmmm💔,inkulibdaba ikumngani

  • @InkinselaYaseMgungundlovu
    @InkinselaYaseMgungundlovu Рік тому +2

    Amaphoyisa abe nobudedengu kakhulu kulento

  • @user-lk5bl6iq9j
    @user-lk5bl6iq9j Рік тому

    Kwaze kwanzima bkt akalekele bo 😮

  • @skylar6687
    @skylar6687 Рік тому +1

    Ecishe umnini we private dam lo owadubula lomuntu. Amaphoyisa must investigate ibhunu le plazi. U ngani really akanayo reason to kill him

  • @samkentuli7609
    @samkentuli7609 Рік тому +1

    Phone records zabangani should be checked..

  • @ReginahMarike-ku7mb
    @ReginahMarike-ku7mb 3 місяці тому

    Amaphoyisa amanje awasawenzi umsebenzi wabo njengamaphoyisa angaphambilini.manje sekusebenza imali yetjotjo.Qinani bakihti unkulunkulu yena uzoniphendulela .I wish it could be soon.😅

  • @sontogumede989
    @sontogumede989 Рік тому +4

    Ingane ithini?

    • @ngubanelethiwe3471
      @ngubanelethiwe3471 Рік тому

      Ingane isho the same story "ubaba wahlala emotweni thina sonke sehlela edamini, masibuya ubaba nemoto amukho"

    • @sontogumede989
      @sontogumede989 Рік тому

      @@ngubanelethiwe3471 pho ngabe kwenzakalani kulobaba?ei kunzima ngoba uzothi uyasola kanti usuyona

  • @ntokozomncube9059
    @ntokozomncube9059 3 місяці тому

    Umalume wami uLihle kubuhlungu kodwa ngisasho ukuthi wathathwa wayosetshenzwa akazange angene emanzini. Akazibulalanga kodwa igazi lakoNgubane lizokhuluma kulo owambulala

  • @ndumisosicoto4512
    @ndumisosicoto4512 Рік тому +2

    Kufihlwa izimpahla zakhe ihlahla lisuselwa kwindawo ebegcine ngokuhamba kuyo

    • @user-ed9mc4es7w
      @user-ed9mc4es7w 4 місяці тому

      Baclaim kanjn zmal zakhe without death certificate

  • @zimasilebenjamin1458
    @zimasilebenjamin1458 Рік тому +3

    Uba ngaba usekhona ujakhethi Mele bathathe yona bahambe nayo baye muntwini ohlahlubayo 😢

  • @brendahlatshwayo8159
    @brendahlatshwayo8159 6 місяців тому

    Ngicabanga ukuthi umngani wahamba wamcinga ubusuku bonke nje ehambe ngemoto yakhe.mhlampe bamshaya ngenxa yokudinwa nje abashiye mfuleni🤞

  • @patronelladimba8031
    @patronelladimba8031 Рік тому

    Ubaba babemthathela ukuzohlala emotweni ekbeni wayezihlalele egcekeni kwakhe,lomngani uyasolisa kakhulu okungenani kutholakale ithambo lakhe mebambulala umntanomuntu.

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. 7 місяців тому

    KwazeKwabuhlung ewu ngoba futh imbil baKith Kunzima la emnyango 😢😢😢

  • @NelyKhumalo
    @NelyKhumalo 2 місяці тому

    Ay lomngani uyalaz udaba kuyacaca nje kusobala nd naye mngani uhlez la ehlezkhona uyaZ nje ukuthi nguye

  • @carolngubane9036
    @carolngubane9036 Рік тому

    Kukhona ongasiza adlulisele lodaba kumphathi wama phoyisa KZN, abone ukuthi banjani abantwana bakhe

  • @NkosieSibisi
    @NkosieSibisi 3 місяці тому

    Uma ngabe bekukuthi bebehamba beyozwa kwababonayo bebefika batholeni bebetshelwa ukuthini sifuna ukwazi njengesizwe