Uhambo NoPhindi P - @UKhozi FM Indumiso noSbu Buthelezi

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024
  • Uhambo noPhindi Phewa kumsakazo wakho woKhozi FM oluhamba phambili.
    Please Subscribe to my channel for more Videos to come.

КОМЕНТАРІ • 17

  • @MzwemveloSimphiwe
    @MzwemveloSimphiwe 7 днів тому

    Hi nikhuluma no sbani Ngcobo nginekinga ngfisa ukusizakala nge I'd kodwa okwamanj ngisaboshiwe icala angilazi ezinye zezikinga ngisazo cela ukusizakala ngayo cela ningidlalele ingoma kamama umdangazela ethi weludlawu lwezulu oza ungikhulule❤ozithobayo uSbani Ngcobo

  • @mfanafuthimthembu9036
    @mfanafuthimthembu9036 3 роки тому +1

    Aw kodwa Phindy P😭😭😭, uhambo olubuhlungu kanje. Siyambonga kodwa uNkulunkulu ngawe ngokuthi izilonda sezipholile futhi manje usuphumelele... Siyabonga sisi

  • @hildathokozileshezi6117
    @hildathokozileshezi6117 2 роки тому

    Muhle ithixo ntombi uphathisiwe sengathi ungabaleka nomtwana angambulali uherod amen

  • @nomfunekodlungane3397
    @nomfunekodlungane3397 3 місяці тому

    Be blessed Phindi P ❤

    • @MzwemveloSimphiwe
      @MzwemveloSimphiwe 7 днів тому

      Sawubona Phila ngi philile mina k ulibo lokuqala cela u ngidlalele ingoma kamama umdangazela ethi weludlawu lwezulu oza ungikhulule ingikhumbuza uma wam owadlula emhlaben ngisemncane kakhulu okwezinye zezikinga ezivimbe ukuthi ngithole iID ngiyenkantolo nge yi 23rd kuyo lenyanga cela isaphothi yenu niwukhozi ozithobayo uSbani Ngcobo ❤❤

  • @biancasithole4363
    @biancasithole4363 3 роки тому

    Heee kodwa Sbu..uhlez neqhawe lethu #Ulibolokuqala @We love Phindy P❤

  • @mfanafuthimthembu9036
    @mfanafuthimthembu9036 3 роки тому +2

    Bhut'uSbu sicela usiphe uhambo lukaMandla Mdletshe, Nongcebo, Sgqemeza, nosis'Thokozani Ndlovu...ngiyacela bandla😄😄

  • @thokozileshiba1009
    @thokozileshiba1009 2 роки тому

    Phindi P you just a blessing 🙏

  • @senembongwa6215
    @senembongwa6215 2 роки тому

    My fav♥️

  • @FikelephiTeresa-tz8ui
    @FikelephiTeresa-tz8ui Рік тому

    ❤❤❤

  • @sophiemkhonza2862
    @sophiemkhonza2862 2 роки тому

    Amen u Nkulunkulu ukhona, angeke sililahle ithemba, u Nkulunkulu mkhulu soze asilahle , nasiphi isimo u Nkulunkulu uyazi

  • @syabongamfano2982
    @syabongamfano2982 3 роки тому

    Amen

  • @samkelonjabulo3151
    @samkelonjabulo3151 4 роки тому

    Sawbona bhutie Uhambo Lukatshatha alukaveli ngiyaludinga ukuluzwa bhutie uSbu

  • @sthembisongcobo7447
    @sthembisongcobo7447 4 роки тому

    Mmmmmmmm! Wht a emotionally especially ngasekgcineni. Thixo ukhlengile Sis qhubeka nje ubambelele kuye

  • @tholakelekunene8515
    @tholakelekunene8515 2 роки тому

    UNkulunkulu unamacebo ngabantu bakhe. Ungaze uzibuze uthi "kanti Mina ngenzani emhlabeni." Kanti kunobizo lwakho olukulindile uJehova akubekele Kona. Uthi unemicabangi emihle ngathi.

  • @velaniclive1787
    @velaniclive1787 3 роки тому

    Ey kwaze kwanzima bakithi ngiyafisa inkosi ingisize ngphumelel njengoba sengifisa nje kuthatha muntu engizophila naye,siphilisane kube ncono impilo iye phambili