Inkulumo Ka Sbu Buthelezi emkhulekweni eNquthu | Rise up soldier |

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 вер 2024
  • uMkhuleko Ka Sbu Buthelezi hosted in eNquthu KZN South Africa

КОМЕНТАРІ • 131

  • @jabubuthelezi7847
    @jabubuthelezi7847 Рік тому +7

    The lord is your strength, this just a season izondlula , our Heavenly Father doesn’t sleep nor slumber mntakababa 🙏🙏

  • @nomthandazotshabalala6512
    @nomthandazotshabalala6512 Рік тому +5

    Powerful msg bhuti Sbu may the protection of God b upon u all the time ❤❤❤

  • @OneLove_OneMzansi_Mzansi
    @OneLove_OneMzansi_Mzansi Рік тому +5

    Ryt now people need money not faith bhut Sbu. Njenhamanje ukhuluma phez kwe faith onayo ngo nkolunkulu ukuthi he will do miracles instead of telling us your plans of paying people

  • @sninigwayi-bv5wm
    @sninigwayi-bv5wm Рік тому +5

    Bhudi Sbu indumiso ibiwuphilisa umoya wami siyakuthanda inkosi ikubusise

  • @sbusisomaphumulo6044
    @sbusisomaphumulo6044 Рік тому +10

    Wavumela abantu bakhwele phezu kwamakhanda ethu, sangena emanzini,nasemlilweni kodwa wasiphumisela ekubuseni hlala kuJesu nceku yeNkosi siyamazi ehamba nomuntu wakhe uThixo uneskhathi sakhe🙏

  • @sthobedladla9807
    @sthobedladla9807 Рік тому +6

    Amen Sbu ,uJobe uthe eZwini laNkulunkulu akushiwongo ukuthi siyokwamukela okuhle njalo, kuzodlula .uThixo akawadli amandla omuntu.🙌🙏

  • @ntombifuthimahlangu736
    @ntombifuthimahlangu736 Рік тому +1

    Akukho owakwenza Bhut kubazalwane indaba isandla siphezu kwakho🙌You are highly favoured by GOD

  • @user-sd2du3hl6d
    @user-sd2du3hl6d Рік тому +1

    Dlamini siyabonga mfowethu. Qina ukhuphuke uye phezulu bhuti Sbu. God love you

  • @sakhilezondi4631
    @sakhilezondi4631 Рік тому +1

    Bhuti wami kanginanzondo ngawe kepha ngangazi ukuthi kusasa ngizoba yini ngenxa yethemba ebenginal nge company kodwa mangizwa u Baba ujilo ebeka iphutha kith kangazi usho ukuthin mina ngahlanganis imali ngokusabenza engadini kangifudil futhi anginalutho ngophinde ngiyithol kanjni lemal😭😭👏nkosi yamukel ukukhal kwabalusiz

    • @samukelomadide797
      @samukelomadide797 Рік тому

      Phephisa Ndodayamadoda🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽💔💔💔💔💔.

  • @ndlovukazi5977
    @ndlovukazi5977 Рік тому +2

    Aah Nkosi #nalokhukuzodlula# Shenge we love you so much

  • @nathimtshali4342
    @nathimtshali4342 Рік тому +3

    Noma ungayncoma Bhubesi, abantu bayoxola if imal yabo isibuye kubo yonke🙌🙌

  • @bhekimchunu9349
    @bhekimchunu9349 Рік тому +6

    Feigned humility but i-arrogance iphuma ngamadlebe...Me, myself and I are the order of the day here.

    • @cynthianhlapo6431
      @cynthianhlapo6431 Рік тому

      akuna pride la ! sithanda ukuzwa umlando ka Sbu ! yeka indelelo nomona...some if us we enjoy to hear he's journey and he comes from as a person.... uyasa ke wena monase !

  • @mthokotalent4317
    @mthokotalent4317 Рік тому

    Amazwi aloBhuti a Powerful kakhulu, Ngyamkhumbula ngimlalela on radio ngiseyngane ngakhulua i am 20 yrs old tdy...kade ngamgcina bengixakeka kuth washonaphi.

  • @mongezicyprian6009
    @mongezicyprian6009 Рік тому

    So powerful Baba Shenge siyakweseka and lokhu okhuluma ngakho siyakwazi kungamaqhinga nje ka sathane but forward we go with Jesus🙌🙌🙏

  • @africanvibes4797
    @africanvibes4797 Рік тому +1

    Sicela asiphe update, since sisalindile imali zethu August uphelile manje.

  • @HadassahNtuli
    @HadassahNtuli Рік тому

    Ay lo untshontshiwe,unjengemamba?uNkulnkulu mumbi!angakubulala akuklinye! Bese abazalwane beshaya izandla uNkulunkulu uyayitubuza inhliziyo ipride ayiveli enkosini

  • @mufundomatshana
    @mufundomatshana Рік тому +1

    Ey Dlamini bafwethu siyabonga. Sibonga nje kakhulu. Udumo kweliphezulu.

  • @nelisiwekhanyile437
    @nelisiwekhanyile437 Рік тому +2

    Sekulungile mshanami sinawe emkhulekweni ongakithina uzokwenza izimangaliso

  • @thobisilesibisi3449
    @thobisilesibisi3449 Рік тому +4

    Igolide lindluliswa emlilweni ukuze libonakale ukuthi liyilo ngempela yini. Usazosebenza UNkulunkulu kakhulu ngawe. Stay blessed

  • @brendamazibuko8456
    @brendamazibuko8456 Рік тому

    Powerful message Shenge uNkulunkulu akamlahli owakhe ungena naye ezimweni.

  • @user-hg2gl8yw6j
    @user-hg2gl8yw6j Рік тому +2

    Uyagula Wena awxolisi uyabheda uzicabangela wedwa ngizobiza iskebhe sikphinde

  • @user-oh1qm5si8y
    @user-oh1qm5si8y Рік тому +2

    God allowed all the challenges, the mistakes that occurred in your life, but one thing I know he was and is making you to be a greater vessel than before. Press on my brother your Father is by your side, look up to Jesus all your answers are with Him. We luv you

  • @nonhlekhwela4967
    @nonhlekhwela4967 Рік тому

    Yah singasho konke ngo Buthelezi kodwa he has always taught me ukuthi God is God, and "God has the power to show you who is God" soze sakhohlwa izimfundiso zakho baba, noma kunje...

  • @user-bb9jy4dz5y
    @user-bb9jy4dz5y Рік тому +2

    Kanti bagethu unjani lobhuti yazi Mina I was feeling very sad ngendlela avela eyiyo Kade eshaywa yazi wawungathi ipara ongalazi I even wrote an encouraging comment kodwa today ngibona omunye umuntu who is telling us nge glory yakhe yangaphambili we would have wished to see u sbu o Hubble maybe noxolisayo kubantu that are affected but sobona another side of him that we never knew hayi nkosiyami kwanzima

    • @sihlengcobo5506
      @sihlengcobo5506 Рік тому

      🤣🤣🤣🤣Akakaze ashawe kwakwamanga ukt ushayiwe

  • @user-lt9lo7fl5g
    @user-lt9lo7fl5g Рік тому +1

    Sbu i wish to meet you bra solder on God is faithful

  • @joelmlaba512
    @joelmlaba512 Рік тому +9

    Buthelezi khokha imali zabantu, uNkulunkulu lona othi ukhukuma ngaye akalona iqola, wena yenza indlela yokukhokha izimali zabantu. You are not a victim, you are a culprit, musa ukuphoxa igama labazalwane.

  • @NobuhleHadebe-oc5mz
    @NobuhleHadebe-oc5mz Рік тому +6

    Imali yabantu Sbusiso ibuya nini,

  • @ernest9605
    @ernest9605 Рік тому

    Noma kunzima kangakanani uJesu, njengendoda kaNkulunkulu okwathi sekuphele konke okuyigugu empilweni yayo yama ekumazini"Kepha ngiyamazi uMhlengi wami"

  • @Nokuthula634
    @Nokuthula634 Рік тому

    Uqamba masu ngathi kuthi masixoshwa emhlabeni singabi nokwaliwa eZulwini, may God bless you babu Shenge

  • @nokuthulasibiya8687
    @nokuthulasibiya8687 Рік тому

    Amen shenge kuyasho ukuthi uyamaz omkhonzayo ungabanaki othanda izindaba zabantu bexakwa ngezabo ongenasono aphose itshe akekho owaliphonsa kuzodlula bhuti

  • @nomfundongobese7076
    @nomfundongobese7076 Рік тому

    Syabonga bhuti mina kimi wabuyisa ithemba seliphelile ngendumiso nje qha.ngcela uNkulunkulu akuphakamise akuse phezulu akuphe amandla hlala ungasuki kuye. ❤❤

  • @xolanikhomo8643
    @xolanikhomo8643 Рік тому +2

    uNkulunkulu wakho uyamazi Shenge, kuyangijabulisa kakhulu lokho. Ngoba isikhathi esiningi uma izinceku zibhekene nesimo esinzima ziyamkhokhohlwa uNkulunkulu. Mfowethu qhubeka njalo umkhonze yena uNkulunkulu weqiniso. Nguye lo owakhipha uDaniyeli emphandwini wezingonyama futhi nguye lo owakhipha amadoda amathathu esithandweni somlilo. Nawe Shenge uNkulunkulu abe nawe mfowethu. Izwi lakho liyafakaza lona ngokwalo ukuthi awusona isigebengu. Mangisho ukuthi mina nawe Shenge asazani kodwa ngikwazi ngoNkulunkulu omkhonzayo futhi nomshumayelayo. Nguye nami loNkulunkulu engimkhonzayo futhi nengimdingayo

  • @SmilingBirdwingButterfly-yo5ki
    @SmilingBirdwingButterfly-yo5ki 6 місяців тому

    Powerful speech❤❤

  • @sbongilesbo6248
    @sbongilesbo6248 Рік тому

    God is with you and lam praying for you. God is ❤that you have.

  • @winekaxabela5702
    @winekaxabela5702 Рік тому

    Akamlahli ongowakhe uJesu, this shall pass, may God intervene kukho konke,
    Sikubonile ushintsha izimpilo zabantu, God will not b silent about u

  • @calalinifakude3422
    @calalinifakude3422 Рік тому +1

    Ngcono ukuba Awu fika ha rNquthu ngabe ibhanoyi alibavhithanga abantu

  • @nathincube7445
    @nathincube7445 Рік тому +1

    Khuluma umsunu, buyisa izimali zabantu....

    • @user-ng6zw4iz6m
      @user-ng6zw4iz6m Рік тому

      Yoh Yoh ungumbulalike wena ingabe bangaki abantu obabulele uzwakala ngenhlamba uphi umfazi nezingane zakho nawkhuluma kanje

  • @menzikhat695
    @menzikhat695 Рік тому +3

    Wasebenzisa uNkulunkulu nokuthembeka ukwenza izindlela zakhe zobumnyama eqola abantu bring back the money mfokaShenge

  • @ntombixaba6384
    @ntombixaba6384 Рік тому

    UNKULUNKULU UYAKUVIVINYA UFUNA UKUBONA UKHOLO LWAKHO YIMA NJALO BHUTI SBU SIYAKUTHANDA THINA MFOWETHU ❤

  • @ntombelangiphile8508
    @ntombelangiphile8508 Рік тому

    Ngaze ngabthand ubustrong bakho Shenge 🙏🙏

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 2 місяці тому

    Kuyasho ukuthi bhuti Cbu umbethe Moya kankulunkulu laba bakukhuluma kabi ,abazi ukuthi bayakuphakamisa more

  • @MandlaZulu-dd3sr
    @MandlaZulu-dd3sr Рік тому

    Iqolanje leli, izenzo zalo azitshengisi ukumkhathalela omunye umuntu

  • @nokwazimthimkulu7608
    @nokwazimthimkulu7608 Рік тому

    Sokalisa may the Lord I serve protect and bless you abundantly

  • @user-bb1sw8bj9f
    @user-bb1sw8bj9f Рік тому

    Hi bhuti cbu well done God will be with you all the way

  • @magubanederrick1
    @magubanederrick1 Рік тому +1

    Uqaphele mtakababa, ukuthi ungabalwa nabantu itafula eliyodekwa phambi kwakhe ngalesosikhathi useqembini lezitha, ngixwayisa wena oklolodayo ngesimo salendoda. Ungalihleki inqe uma lihlubuke intamo (ngikutshela nge language ozosheshe uyizwe, ngoba ivesi lizoba kude nawe)

  • @345gmailThabie
    @345gmailThabie Рік тому +2

    Bengike ngasho ngathi u Shenge akasiso isigebengu.

  • @thinamhlongo9048
    @thinamhlongo9048 Рік тому +1

    Ngiyabonga isibindi sokuba ungathathi impiloyakho ngesimo obenaso impilo izoqhubeka inkosi ikubusise

  • @user-en4xy7rf4f
    @user-en4xy7rf4f Рік тому +1

    Wena,ungoweCebo likaNkulunkulu,,,,,,,,

  • @siphesihlendlovu6692
    @siphesihlendlovu6692 Рік тому +1

    Akenimenikahle ngamabhayibheli lobhuti akashonje ukuthi uzoyikhokhakanjanimaliyabantu nokuthi uzoyikhokhanini akenisiyeke ngokusindiswa ,umengayikhokhi ngisbekiliskebhe kuzogugibhulukwe

  • @sammypuritymthembu6391
    @sammypuritymthembu6391 Рік тому

    Amazwi ahlakaniphile endodana ka Nkulunkulu

  • @LwandleMedia
    @LwandleMedia Рік тому +2

    Iyodwa into engiyifundile ngoNkulunkulu uma esezoziveza kwimpilo yomuntu, uyayidonsa I-attention yabantu.
    Ethi uDavide udeka itafula phambi kwezitha zami.
    Mina “Qhawe-elinamandla” ngikubona usungaphesheya usho into amazwi athi kwangilungela ukuba ngihlushwe,ukuze umazi, umbone esebenza ngempilo yakho.

  • @lindilendzimande224
    @lindilendzimande224 Рік тому +2

    Bangakusho konke ngawe bhuti sbu kodwa asoze basuselendoda ohamba nayo enemanje ngenkulumo zabo abakhulumayo bayenza isondele kakhulu kuwe

  • @nathincube7445
    @nathincube7445 Рік тому +1

    Nawe uzothinteka ngokukhalisa omama babanye abantu, owakho ubaluleke ukundlula omama babanye?

  • @ncumisacenga9452
    @ncumisacenga9452 Рік тому

    Awuu kodwa bhuti wam istringo. Syambulela uThixo ngawe uyasibusisa. Konke kuzodlula bhut

  • @calalinifakude3422
    @calalinifakude3422 Рік тому +1

    Ibhanoyi selindizile buyisela imali yabantu Shenge

  • @user-xt6wv4en8e
    @user-xt6wv4en8e 11 місяців тому

    Sibonga uNkulunkulu ngakho konke

  • @philisiwemadondo2796
    @philisiwemadondo2796 Рік тому

    Sibonga uNkulunkulu ngakho konke❤❤❤

  • @SobhoLeMfino_2008
    @SobhoLeMfino_2008 Рік тому +5

    Hhay ngoba ngingasi understand'isimo...but the Subject of the Matter is "iMali yaBantu edliwe,iyafunakala...and bayayikhalela abanikazi bayo..." Case Closed...🔐

    • @mayoctaviashezi4645
      @mayoctaviashezi4645 Рік тому +2

      Ukube nginayo ngabe ngiyabakhokhela. Ave kubuhlungu ukuzama impumelelo nabantu abangakuthembi.

  • @user-ge1tx1wr3x
    @user-ge1tx1wr3x Рік тому +2

    Powerful 😢😢

  • @mongezisiwela6899
    @mongezisiwela6899 Рік тому +5

    Sound not good brother, but siyabonga🙏🏾

  • @user-ix7lt8wz2b
    @user-ix7lt8wz2b Рік тому +1

    Uthixo uyakuthanda sbu hlala emkhulekweni ngikhumbula ufike lapha eRIVERSIDE NMZ WASISHI SIBONA LAPHO SIYAKHONA

  • @nonhlanhlazwane9722
    @nonhlanhlazwane9722 Рік тому +1

    No one is praying for the victims iqiniso alikho e south Africa

  • @Thulz.
    @Thulz. Рік тому +3

    Wayidlelani pho imali zabantu uze ushaywe zikebhe ayi.

    • @phumzilepatiencenene3025
      @phumzilepatiencenene3025 Рік тому

      and isikebhe asikusukeli siqale siseshe kuqala lonkeiqiniso before bekutalabhe mx uyabora lomuntu 🙄🤔

  • @sbongilesbo6248
    @sbongilesbo6248 Рік тому +1

    Ukulingwa koMkristu kuyikumqinisa emoyeni

  • @philapaul2389
    @philapaul2389 Рік тому +1

    Akabuyise imali yabantu

  • @calalinifakude3422
    @calalinifakude3422 Рік тому +1

    Past is past buyisela imali yabantu sizokuzwa kwangcono

    • @user-ng6zw4iz6m
      @user-ng6zw4iz6m Рік тому

      Celani fakude: usathane uyakusebenzisa guqa right now ucele ku Jehova akhiphe inhliziyo eqinile akuphe entsha ngoba usalahlekile udunga umthandazo I pray for you right now amen

  • @nokuthulaagrineth652
    @nokuthulaagrineth652 Рік тому +1

    Bhuti wami konke kuyandlula ayikho imvula enetha ingabe isandlula bhuti wami njengamanje sesikhalishwa inhlungu bt kuThixo konke sekundlulile sesikhaliswa ukuba manzi bt imvula seyindlulile

  • @tandokazimaku1282
    @tandokazimaku1282 Рік тому +1

    Ndayeka umamela 9 to 12 the day uyshiya. Ongenasono makathathe itye aphose.

  • @asandanonkwelo3059
    @asandanonkwelo3059 Рік тому +1

    Powerful😢

  • @sibusisontombela2280
    @sibusisontombela2280 Рік тому +3

    awubuyele ekhaya ufike ushise impepho emsamo ekhaya ubone ukuthi akuzukubona shitsho yini uyokhala uzethulise imizi ayifani nsizwa yakithi sengilulande udabalwakho.

  • @ayandakosani5193
    @ayandakosani5193 Рік тому

    Siyabonga Baba🙏🙏🙏

  • @mpumeeunice8805
    @mpumeeunice8805 Рік тому

    Kuzolunga Shenge naloku kuzodlula..&Im sure Khozi Fm soze laphakama ngaphandle kwakho

  • @SobhoLeMfino_2008
    @SobhoLeMfino_2008 Рік тому +4

    Mina ngifisa ukwazi wukuthi: Yini evimba ukuba iNceku iWithdraw'i iMali yaBantu from his Bank Account,ibabuyisele nje,one time...cos bayifaka kwi Account yayo🤷...It's not like akayibonanga,or 8t does not exist...for sure ikhona...and,angikholwa wukuthi wayidla YONKE...Wayengabe eyidla Kudla kuni bakithi🤷.Yini Inkinga yangak'eZweni???...Akakhokhel abantu,sidlulele kwezinye Bafwethu...Ziningi izinto esbhekene nazo la eMzansi... Hayibo!🙆🙆🙆

  • @makhosonkesiyabonga8433
    @makhosonkesiyabonga8433 Рік тому

    Ume njalo Shenge ,unkulunkulu lokhu akuphe khona kungokwekhethelo

  • @promisevilakazi1339
    @promisevilakazi1339 Рік тому +2

    Volume ayikho

  • @simphiwemajola7530
    @simphiwemajola7530 Рік тому

    Ey ndoda qina mnumzane....izivivinyo

  • @susanmthunzi1730
    @susanmthunzi1730 2 місяці тому

    Bhuti wami unkunkulu unawe njalo

  • @amandasikhakhane833
    @amandasikhakhane833 Рік тому

    Powerful ❤❤❤❤

  • @ntombimanzini7010
    @ntombimanzini7010 Рік тому +2

    Volume iphansi kakhulu

  • @brendamazibuko8456
    @brendamazibuko8456 Рік тому +1

    Ungumqobi!

  • @mthomzalamalibongwe2547
    @mthomzalamalibongwe2547 Рік тому +3

    Audacity engaka yokuzenza ivictim

  • @senzekilemanqele8673
    @senzekilemanqele8673 Рік тому

    Awu mfwethu!

  • @sihlengcobo5506
    @sihlengcobo5506 Рік тому

    Kuzophunywa kanjani kubantu abakweletwayo manje bengakhokhelwe???

  • @nomndayisbut-man4216
    @nomndayisbut-man4216 Рік тому +1

    Pride pride pride pride....... 25min video but angikwazangaka usho ngisho owodwa sorry....

  • @mayoctaviashezi4645
    @mayoctaviashezi4645 Рік тому

    Niyashesha ukukhohlwa bantu bakithi
    USbu wehlelwa ifu elimnyama kwafika covid kwangasebenzeka. Akakho ongashayekanga ngenxa yale pandemic

  • @apheleledlamini5047
    @apheleledlamini5047 Рік тому

    Volume please cha angizwa iPhone yami usgedlemba bakithi please

  • @beingwiththobeka
    @beingwiththobeka Рік тому

    ❤❤❤❤❤🙌🏽🙌🏽🙌🏽

  • @user-ej6ii8jn4x
    @user-ej6ii8jn4x Рік тому +1

    Umlayezo unocobo lukaNkulunklu linamandla

    • @zandilemakhathini7855
      @zandilemakhathini7855 Рік тому

      UNkulunkulu mayefuna ukukububusisa uqhelisa abantu bakushiye wedwa , ilaphoke esuke esekudinga.

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 Рік тому

      ​@@zandilemakhathini7855 imali yabantu ikhokhwa nini

  • @bbypatokamahlobo4370
    @bbypatokamahlobo4370 Рік тому

    Thixo akukuqinise bhuti nomndeni wakho

  • @msawenkosimakhanya1458
    @msawenkosimakhanya1458 Рік тому

    Mfwethu buka Psalms 118:3

  • @zodwabahlebuthelezi
    @zodwabahlebuthelezi Рік тому

    qina Shenge sinawe yonke indawo

  • @buyisanilanga5590
    @buyisanilanga5590 Рік тому

    Usazobaqola futhi

  • @user-wx6vw1kr3g
    @user-wx6vw1kr3g Рік тому

    Volume

  • @busi53
    @busi53 Рік тому

    Dlamini, I thank God umamelile uNkulunkulu ekhuluma..God used you as a vessel futhi wazi ukuthi nama rewards azofika kuwe esekwe yizinkulumo, ungakunaki ukhumbule isikhathi ilandelela u fake ama Poster ...Mamela u Shenge usebenze nabantu basezingeni eliohezulu kodwa wakhetha wena.. khula no Nkulunkulu.
    Bhuti Sbu, kulungile Shenge kuyasikhuthaza ukuthi kukho konke usalimele unjalo kodwa uyakwazi ukuma..akulula ukuma ukhulume okuhle kokunyr kuyezwakala ukuthi ulimele kodwa ngizwa amandla akho aba restored, uzosukuma Shenge 7 X you shall fall kodwa uzovuka..vuka Shenge akukapheli.

    • @ZaneleZondo-ud9jc
      @ZaneleZondo-ud9jc Рік тому

      Bhuti Sbu zifanise natshani mabuficwa zikhukhula abukaze bulwisane nesqhotho Moya,nemvula enzima ,namatshe kodwa bulala phansi after 2weeks buvuke kancane ubone lakunomhosha khona ukuthi cha imvula ibinkulu utshani bulala phansi kwenz sengath abuzwa buhlungu Kanti buthatha Amandla bivuka sebubusha nawe baba ungabe usabheka emuva uthi Nkosi kulungile nNkulunkulu wayesibekile lesikhathi ukuth uyothi ufukula abantu masengenzeki ngendlela bekubuke kabi kuzondlula kungcono Wena usndlulile esikeni esinzima omunue siyothi masimfica afise ukuyibulala adle idakamizwa,adube ikhaya awedwa nkulunkul uyabuka akamyekeleli ongowakhe syayaz imisebenza yakho emihle Amandla akho asolimini baba akekho omsulwa ophila ezweni lasemhlabeni

  • @user-bb9jy4dz5y
    @user-bb9jy4dz5y Рік тому +1

    Arrogance please

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Рік тому

    Sound is too bad

  • @nonkululekomathenjwa8539
    @nonkululekomathenjwa8539 Рік тому +2

    Ngath abantu abakweleta yena😅😂

    • @mthembisenimbatha-2124
      @mthembisenimbatha-2124 Рік тому +1

      AKAKHOKHELA ABANTU KUQALA QHA.BESE AZENZE MUHLE PHAMBI KWABAZALWANE.MINA EMHLABENI JIKELELE ANGETHEMBI MUNTU

    • @joelmlaba512
      @joelmlaba512 Рік тому +1

      Uyaqhosha ngobuqhawe bakhe kodwa abantu bayakhala ngezimali zabo.

    • @NobuhleHadebe-oc5mz
      @NobuhleHadebe-oc5mz Рік тому

      Uphakeme Lona yaz

    • @mthembisenimbatha-2124
      @mthembisenimbatha-2124 Рік тому

      @@NobuhleHadebe-oc5mz AKAZEHLISE NGOBA UYE OQOLE ABANTU.USEQOLA NEMIQONDO YAMANTU MANJE

  • @user-hg2gl8yw6j
    @user-hg2gl8yw6j Рік тому +1

    Uyagula Wena awxolisi uyabheda uzicabangela wedwa ngizobiza iskebhe sikphinde

  • @LwandleMedia
    @LwandleMedia Рік тому +3

    Iyodwa into engiyifundile ngoNkulunkulu uma esezoziveza kwimpilo yomuntu, uyayidonsa I-attention yabantu.
    Ethi uDavide udeka itafula phambi kwezitha zami.
    Mina “Qhawe-elinamandla” ngikubona usungaphesheya usho into amazwi athi kwangilungela ukuba ngihlushwe,ukuze umazi, umbone esebenza ngempilo yakho.

  • @ayandakosani5193
    @ayandakosani5193 Рік тому

    Siyabonga Baba🙏🙏🙏