u Sbu Buthelezi Ukhozi FM echaza ngokuxoshwa kwakhe emsakazweni.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 28 чер 2022

КОМЕНТАРІ • 207

  • @silindilekhulu1175
    @silindilekhulu1175 2 роки тому +10

    Dear mtanami, sikuthanda ukhonalapho😍👏🙏

    • @zandilebohale5481
      @zandilebohale5481 Місяць тому

      Hhayi kodwa akekho umuntu oyovala iskhundla sakhe Ku Khozi FM .

  • @Mamii1972
    @Mamii1972 2 дні тому

    Uyiquawe ndoda kaNkulunkulu , I'm so proud of u ,okufuneka ukwazi ukuthi uSatan akanandaba nabantu bakhe kodwa ufuna bona laba ababizwa ngabantwana bakaNkulunkulu,nawe ke mfwethu ube yitarget yakhe futhi ngeke aphumule engakuqumbanga phansi ,namanje qina ume isibindi mfwethu uNkulunkulu a nawe kulempi okuyo futhi uzoma nawe uze uyinqobe ,okaJehova akanqotshwa,konke okwenzwka kuwe air silo iphutha kuJehova konke kunesizathu ,lokhu kuyoba ubufakazi ngoJehova

  • @SibusisiweBiyela
    @SibusisiweBiyela 22 дні тому

    Abantu bayakhohlwa asikhohlwa imiseben,I emihle oyenzile emphakathini we are proud of you God bless you

  • @user-nq7kq6tf4u
    @user-nq7kq6tf4u Місяць тому +1

    Sawubona bhuti sbu wow sikhumhula imisebenzi yakho emihle okhozini unkulunkulu nomuntu omusha

  • @xolilemavimbela722
    @xolilemavimbela722 2 роки тому +5

    I have been wondering where this voice had gone to?? I have also been longing to see the face behind such a powerful and soothing voice!! I would also tune in to Ukhozi FM on Sunday mornings just to listen to you bhuti. Siyabonga mnaketfu, Simakadze achubeke njalo akwentele umusa. Ngiliswati mine, from Mpumalanga. Amen

  • @siyabongawiseman9048
    @siyabongawiseman9048 2 роки тому +9

    We love u Shenge....God has big better plans for u❤❤❤

  • @mandlenkosilucky9005
    @mandlenkosilucky9005 Рік тому +9

    Iqiniso ukuthi waqola abantu? If the answer is yes, go to them and pay back their money, ukuze uzogeza igama lakho.

  • @nozaphanuel8322
    @nozaphanuel8322 2 роки тому +3

    I'm tsonga speaking person from giyani limpopo, I followed ukhozi because of you. I remember droves to daveyton just to see you.

  • @nomusabmthimkhulu3515
    @nomusabmthimkhulu3515 2 роки тому +6

    Koda khululeka inkosi iyabona siyakuthanda thina nabanye ngikhumbula izeluleko zakho zendlela eya enkosini Amen

  • @portiaradebe4631
    @portiaradebe4631 2 роки тому +6

    Ya neh my heart it's so broken i can't believe that I will no longer heard that voice on Sundays Babu Buthelezi you've changed my life for better good but if this it's in God's will let it be cause uthixo akamshiyi umuntu

  • @mzamotyindana2758
    @mzamotyindana2758 Рік тому +2

    Man of God Sbu❤

  • @phindie9582
    @phindie9582 2 роки тому +5

    Ndingu Mxhosa only listen to Ukhozi on Sunday’s loved his show my Sunday’s are no longer the same

  • @nomthandazotshabalala6512
    @nomthandazotshabalala6512 2 роки тому +4

    iNkosi ibenawe Shenge laphukhona ngeke ngikhohlwe izeluleko zakho ezakhayo God bless u n ur family all the time ❤❤❤🙋‍♀️

  • @zenzoshabangu6422
    @zenzoshabangu6422 2 роки тому +1

    Bhuti Sbu Buthelezi uthandwa yimi ...your voice ...futhi uzoyiletha IThemba ehlelweni lwakho ...thumbs up Sokolisa Shenge u are a ( Legend) may God open new doors uzwakale futhi bab Shenge

  • @nosiphiwodubazane706
    @nosiphiwodubazane706 2 роки тому +9

    Akukho oku wrong ngo Thembeka
    Kodwa leya show iNdumiso will never be the same without you Shenge💔uSomandla akakuthwale akuphumelelise kukho konke, uqhubeke nokukhula ekumazini uSimade

  • @joshuaborias4781
    @joshuaborias4781 2 роки тому +9

    "UYI-LEGEND SBU BUTHELEZI"

  • @user-or8vz7xk3k
    @user-or8vz7xk3k 27 днів тому

    Uyinqwele kodwa Shenge I'm proud of you Shenge

  • @thokomchnu565
    @thokomchnu565 2 роки тому +2

    Ey NKOSI YAM ububiyisa ithemba kumuntu ongasenalo, izwi lakho lilodwa khona obekubuya, eusize abantu abaningi GOD BLESS you and uqhubeke wenze umsebenzi KANKULUNKULU 🙏

  • @Thulz.
    @Thulz. 2 роки тому +6

    Thank you so much Mr Sbu for everything, started listening to your show as a young high school kid over a decade ago till the end this year. #SenyukelaEntabeni

  • @ronthwala
    @ronthwala 2 роки тому +4

    Uyishiyile induku ebandla Shenge. Kwangathi uMdali angawubusisa umsebenzi wakho. Phambili qhawe!🙏

  • @wendymodipane5541
    @wendymodipane5541 2 роки тому +6

    Vuma fm ayikuthathe . Nakuba uKhozi bengilulalela bengilalela wena. UKhozi lwafa kuhambe oMr Magic sekusele amakhafiliti

    • @NomvuseleloNkomo
      @NomvuseleloNkomo 28 днів тому

      And thina balaleli bandla sisal singazi niks Linda naye uSbu kuthiwa babeqola abantu izimali bebathembisa this and that singazike noma iqiniso yini noma izinto zangaphakathi

  • @sabelontombela1260
    @sabelontombela1260 2 роки тому +3

    Nceku yeNkosi ngaze ngomela izinto phathiswe zona stay blessed

  • @sithembisogumbo3926
    @sithembisogumbo3926 2 роки тому +3

    I'm from Zimbabwe ngithanda njalo nje ngesonto bengithanda ukumamela Wena Ku khozi siyakukhumbula bhut sbu

  • @thabsilebuthelezi5664
    @thabsilebuthelezi5664 2 роки тому +4

    Ngaze ngabuhlungu bhuti wami,bewungivuselela kakhulu kodwa ke God will make a way

  • @JerryNkabinde
    @JerryNkabinde Рік тому

    Sbu siyabonga kakhulu ngawe God bless you in everything ngiyacela konke owukwenzayo noma uyashumayela noma wenzani ngazise plz my name Jeremiah nkabinde mp secunda ngikulalele I ikhathi eziningi ngyamthemba unkulunkulu uzokubuyisela endaweni yakho lapho akumise khona usemile futhi ngiyazi ukuthi my God is always good for you thank you ngyakuthanda man of God Amen

  • @SmangelezandileNgobe
    @SmangelezandileNgobe 6 місяців тому +1

    Man 0f God Sbu❤

  • @thobilekhoza6896
    @thobilekhoza6896 2 роки тому +6

    Alikho elingafiki, konk okwenzek ebumnyameni kugcina kuvelile. Yahamba imali ye-pension yelunga lomndeni. I'm talking 10yrs back..... 🤧

    • @mthandekayotrading-hb8qz
      @mthandekayotrading-hb8qz Рік тому

      Kuse ubusikabakho liyeza ihlobolakho . Ungathokozingam sithasami umangiwile. Ungabesabi ababulala umzimba bengenakuphosa esihogweni noma udabula emanzini amaningi awayukukukhukhula noma udabula emlilweni awuyukukushisa ubengeke sathane akuyeke ngenxa yezinto zikaThixo ezikuwe phonsa zonke izinkingazakho kuye uzakukhathalela noma uSamson esekhishiwe amehlo wacelumfana amisengasensikeni wabulalinqwaba yamaFilist.Hambangalawomandla qhawe elinamandla uThixo usazokubuyisa okudliwe isikhonyane

  • @ntombisibanda7508
    @ntombisibanda7508 2 роки тому +1

    Mina nedumiso angisayilaleli that voice ngathi yayithunywelwe kuDumiso Sunday ekuseni.Awu Jehova abakujikise bhudi Sbu

  • @rosengwenya1865
    @rosengwenya1865 2 роки тому +3

    Hi Sbu good to see you my brother I miss your voice especially on sundays ukuvaleka komunye umnyango kusho ukuvuleka komunye omkhulu

  • @nobuhlemstlomela9383
    @nobuhlemstlomela9383 2 роки тому +4

    Yaze yaphuka inhliziyo yami💔💔....kanti kwenzakalani oKHOZINI FM?
    Ubungivuselela kakhulu emphefumulweni,izinkulumo zakho bezingakha kakhulu...ngikufisela inhlanhla kuhambo olusha ozoluhamba🙏🏽💓

    • @sandileximba5722
      @sandileximba5722 2 роки тому +1

      Siyabonga mfwethu mina seningivusile kaningi ngemali Yama package enu.ngiyabonga futhi ngisanethemba.Shenge

  • @user-qx4li6rw2f
    @user-qx4li6rw2f Рік тому

    Luv u bhuti Sbu no one is perfect kodwa uJehova usemuhle namanje

  • @nellymanana4674
    @nellymanana4674 2 роки тому

    Hi sbu thank u for everything ,God bless u

  • @nomathembanoma1682
    @nomathembanoma1682 2 роки тому +5

    Kulungile shenge konke kusohlelweni lukankulunkulu noma singasastholanga isizathu kodwa kulungile bhut ungasuki endaweni yokwazana nomdali noma zikhona izilingo

  • @hlengiwemchunu6344
    @hlengiwemchunu6344 2 роки тому +1

    Webhuti Sbu khululeka ke loyomsebenzi enawuqala unkulunkulu usefuna wenze wona wodwa,siyabonga ngegalelo lakho okhozini

  • @khayelihlenjilo9248
    @khayelihlenjilo9248 2 роки тому +6

    Very disappointed I trusted this guy ubothembitshe

  • @emelysunduzwayo4343
    @emelysunduzwayo4343 2 роки тому

    Oh . Waze wakhuluma ka mnandi shenge , wasikhuthaza nange zama businesses singo mama siyabonga kakhulu God bless you.

  • @MaphosaNkala
    @MaphosaNkala 2 роки тому +4

    You are my hero ❤ shenge you strengthened me years back when my life had no direction inkosi ayingigcinele wena

    • @busisiwemlaba8111
      @busisiwemlaba8111 2 роки тому

      Waiting foward to see u Shenge in our town Empangeni.🙏

  • @thembiclementine1984
    @thembiclementine1984 2 роки тому +6

    I miss that voice,let's hope God will make a way for you my 👨

  • @khayelihlentunzela7992
    @khayelihlentunzela7992 2 роки тому +4

    Shenge ngikufisela okuhle kodwa mfowethu. Qhubeka nomsebenzi omuhle owenzayo. Please teach our ppl how to do this beautiful business

  • @regainaregaina6203
    @regainaregaina6203 2 роки тому +2

    Amen nceku yenkosi Ģod is good

  • @siphiwemdlalose2717
    @siphiwemdlalose2717 Рік тому +2

    Syakukhumbula kuNdumiso Shenge nonkulunkulu nomuntu omusha ayisoze yabamnandi ngaphandle kwakho.angisayilale lokhu kwaphuma wena.uthixo akuqinise akuphe Amandla uqhubeke nokholo lwakho ceku

  • @ntuthukoduma3651
    @ntuthukoduma3651 2 роки тому +5

    God will make a plan for you

  • @sobongilemkhwanazikhumalo3008
    @sobongilemkhwanazikhumalo3008 2 роки тому +2

    You are my consoles broer

  • @thobilemkhize5022
    @thobilemkhize5022 2 роки тому +2

    All the best Sokalisa,we love you Mnumzane🌹

    • @sandileximba5722
      @sandileximba5722 2 роки тому

      Utholakala kanjani weShenge sengifune itheku lonke angazi isitolo senu sikuphi

  • @phumlapako4071
    @phumlapako4071 3 місяці тому

    Ndimamele u Khozi because of you yhoo

  • @tholakelexaba2541
    @tholakelexaba2541 2 роки тому +1

    Tholakele Xaba. Ngidlulisa ukudumala okukhulu angazi ngingathini ubuwukhulula Moya wami nge Sunday bengingenzi lutho ngoba ngiyaSabatha ngihlale eduze noKhozi ngilalele wena .ubungikhuthaza ngokomoya ubungakha ezikhathini ezizima engike ngadibana nazo uyidlalile indima.kodwa angazi siyophinde sikutholephi.

  • @tshepopeter6197
    @tshepopeter6197 3 місяці тому

    Siyakuthanda buti Sbu uNkulunkulu , usakuthanda namanje , nathi siyakuthanda nanoma kunje uNkulunkulu akumbusise

  • @SiphosenkosiSikhakhane
    @SiphosenkosiSikhakhane 3 місяці тому

    Kubuhlungu kubuhlungu sokalisa ubuwvuselela umphefumulo njalo ngama Sunday's ubuzwa kahle ukt isonto mawphethe uhlelo koda khululeka shenge uNkulunkulu akakuphi okungaphezu kwamandla kyolunga konke ngegama lakhe syakthanda Sbuh Buthelezi😢

  • @welcomewelcome2560
    @welcomewelcome2560 6 місяців тому +1

    Abantu abakweletana nosbu ngikholwa ukuthi bayazi bazomtholaphi umabemfuna. thina abanye asiyeke ukujaja into esingayazi.

  • @nombusonombu5460
    @nombusonombu5460 Рік тому +1

    Amen 🙌🙌🙌

  • @phelelanimichaelzondi591
    @phelelanimichaelzondi591 2 роки тому +2

    Ndlelanhle Shenge sizokukhumbula ku Khozi Fm

  • @ntombirakhombe4039
    @ntombirakhombe4039 2 роки тому

    Hi bhuti Sbu
    I believe that if current door close, better one is ready to open

  • @thembelihlenana4102
    @thembelihlenana4102 2 роки тому +2

    💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭😭😭uthi ujumbo inkosi eyaziyo uNkulunkulu uzokuhlelela okukhulu

  • @dumsanivilakazi3938
    @dumsanivilakazi3938 2 роки тому +8

    Can you specifically explain your dismissal Sir......what was your transgression

    • @xhosakoloni4716
      @xhosakoloni4716 2 роки тому

      Hi uyazithanda indaba. People went to confront him at work.

    • @ntokozovilakazi877
      @ntokozovilakazi877 2 роки тому +7

      he was suspended for scamming listeners, he created an investment group where numerous people invested their money with the hope that the money will accumulate within the period of 6 months as he promised. this guy received millions bro

    • @nkosiyethumofokeng7345
      @nkosiyethumofokeng7345 Рік тому

      Usekhulume izinto eziningi but akafuni ukucacisa ukuthi waxoshelwani

  • @MsawenkosiNgibe-xw5zj
    @MsawenkosiNgibe-xw5zj Рік тому +1

    Molo Sbu mfethu

  • @smashingkidnews1506
    @smashingkidnews1506 3 місяці тому

    Kwenzakaleni hawuuu kodwa

  • @thokozanintinga3560
    @thokozanintinga3560 2 роки тому

    Wow bhuti Sbu siyakukhumbula

  • @nomjeytours8711
    @nomjeytours8711 Рік тому

    Mr to us owning business we know 2020/21 most businesses went down boss but our people don't understand how hard was it to pull through from that

  • @christinasibanda3851
    @christinasibanda3851 2 роки тому

    Ey bhudi sbu eqinisweni ukhozi kakhulu kuhlelo lwendumiso angeke lusafana ngaphandle kwakho bengilumamela njalo ma ngivuka ngisho ngisemsebenzini bengivuseleleka ngawe ey nkosi yami Jehovah muhle uyathembeka ngawe mina nje ngawe iphimbo lakho bhudi sbu

  • @jabumgaga5477
    @jabumgaga5477 2 роки тому +2

    Awu Sbu khuluma phela ayaphela amadata ngiyathanda ukukulalela kodwa hlala odabeni vele uzosibona ngoba siyakuthanda ukuba nawe

  • @petermbona9737
    @petermbona9737 2 роки тому +1

    Baba Shenge vele besohiwo sokuba mfundisi ngicela veze lelo phupho besphiwo sokushumayela nokuhlanganisa wonke muntu mayelana nokukholwa

  • @halalantshangase8183
    @halalantshangase8183 2 роки тому +2

    She nge we miss you so much

  • @sizamoya7355
    @sizamoya7355 Рік тому +1

    Ngihambanawe Sbu

  • @zanelemaphanga5428
    @zanelemaphanga5428 3 місяці тому

    Hi siyakukhumbula babu Shenge thula mntanam

  • @zodwangcobo1155
    @zodwangcobo1155 2 роки тому

    Bengizbuza ukuthi washonaphi. Bengithanda I show yakho mr Buthelezi. Uyakhumbuleka

  • @noluthandojula9634
    @noluthandojula9634 2 роки тому

    Hi Sbu good to see you

  • @NtombenhleSithole-qb5fj
    @NtombenhleSithole-qb5fj 2 місяці тому

    Amen

  • @khosinohashe8355
    @khosinohashe8355 2 роки тому +3

    Indumise wl never ever be the same without you Sokalisa my heart is broken💔, may God open other doors for u all the best mfe2

  • @khethiwegumede5
    @khethiwegumede5 2 роки тому

    Hey bhuti Buh uyakhunjulwa bo from KT MATHONSI ERICHARDS BAY LOVE BHUTI

  • @thandiwemsweli3797
    @thandiwemsweli3797 2 роки тому +1

    awu my hero sekuyiskhathi sokuthi usebenzise lokhu okuphiwe uthixo ikuwe lento syakuthanda yazi bbe

  • @SkhumbuzoKubheka
    @SkhumbuzoKubheka 2 місяці тому

    Shenge mkhaya awuthi thasi

  • @user-ce8hz3id3l
    @user-ce8hz3id3l 7 місяців тому

    Shenge Sokwalisa ngeke sikhohlwe indumiso I miss Ur voice

  • @user-uy6ru9kh2n
    @user-uy6ru9kh2n 4 місяці тому

    Hello Sbu ndodana ngyakuthanda ngamangala usunyamalele okhozini.ngase ngizwa kuthi kuye kwaba nenkinga yezimali.kodwa angichazelekanga kahle.ngezwa igama lakho limenyezwa kwenye iforum engikuyo.😢

  • @londekamkhwanazi1461
    @londekamkhwanazi1461 2 роки тому +4

    Basebenzisa lojesu ukuqola abantu ngoba kade wazifela ubakhuphukelisa entabeni ngamanga ukudla izimali zabantu amakholwa zigebengu imali ayidlali

    • @HebrewIsraelite6737
      @HebrewIsraelite6737 2 роки тому

      This is a time to accept our Lord Yahoshua Christ, I pray and hope you have an awakening

    • @pearsonvodloza3148
      @pearsonvodloza3148 2 роки тому

      🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @londekamkhwanazi1461
      @londekamkhwanazi1461 2 роки тому

      @@HebrewIsraelite6737 jahoshua is the son of Satan

  • @lucymbomvu4383
    @lucymbomvu4383 2 роки тому +1

    siyabulela kuthixo ngawe sbu kimina akekho onjengawe ubusiphethe kahle ngama Sunday noba singayanga enkonzweni ubusikhonzo kahle inkosi ikusikelele

  • @zintlewinniembiko204
    @zintlewinniembiko204 2 роки тому +1

    Uyathandwa nase Randburg Johannesburg we Sbu uThixo ukhona

  • @user-xl2hg4gp8d
    @user-xl2hg4gp8d 3 місяці тому

    unjan bhuti sbu

  • @zandilenkambule3834
    @zandilenkambule3834 2 роки тому +1

    Hello shenge isunday iyabanda nje ngaphandle kwale voice yakho

  • @thulisilemsimang114
    @thulisilemsimang114 2 роки тому +2

    kanjalo nje , sahlukana buti wami ngiku thanda kangaka , kodwa only God knows

  • @ntombiphakathi1120
    @ntombiphakathi1120 2 роки тому +3

    What happened Mr Buthelezi

  • @bongimabaso7077
    @bongimabaso7077 2 роки тому +3

    Awu kodwa kwabuhlungu

  • @nomkhosinojiyeza8407
    @nomkhosinojiyeza8407 Рік тому

    Bhunt Sbu yaz kade ngangizibuz kuth .yn kwenzeken but ngob yaphila asbong Shenge

  • @ludziyachristopher6239
    @ludziyachristopher6239 2 роки тому

    Awuuu kodwa shenge zibuhlungu lezindaba

  • @amariamthimkhulu6113
    @amariamthimkhulu6113 2 роки тому +1

    Bayaxaka abantu ngesikhathi usabakhela imizi uhamba ungena kwiminyango yonke babejabula kodwa uma usuwakha amathuba okuphumelelisa umuntu bathi kushawa edonsayo qhubeka nempumelelo yakho

  • @ningimthembu5833
    @ningimthembu5833 2 роки тому +1

    What I like ngoKhozi they suspend and investigate you, uma bengatholi ububi bayakubuyisela the fact that ifindo ligqashukile kukhona abakutholile ngawe Sbu repent uyeke ukudla izimali zabantu mf2 uma uzidlile ayinuki ingosiwanga nawe uyazi

  • @noluthandoxhaka3148
    @noluthandoxhaka3148 3 місяці тому

    You have to leave ukhozi it's a comfort zone

  • @xoliswamlotshwa2728
    @xoliswamlotshwa2728 2 роки тому +2

    kodwa my role model💔.

    • @thembiclementine1984
      @thembiclementine1984 2 роки тому

      Yooo,my role model too,let's hope he's gonna wake up and 🚶‍♀️ indoda iwa iphinde ivuke,love him so much

  • @user-zq5mr6we7v
    @user-zq5mr6we7v 8 місяців тому

    🙏🙏

  • @vuyolwethubakadela5760
    @vuyolwethubakadela5760 2 роки тому +1

    i business kuyenzeka ingahambi kahle, so abantu kumele babekezele uma bejoyina i business !

  • @user-ks2sg9fu9w
    @user-ks2sg9fu9w Рік тому

    Amen❤❤❤

  • @user-ji1gw5yu8w
    @user-ji1gw5yu8w Рік тому

    Qabukani Ndlovu angeke ngikhohlwe uhlelo lwakho indumiso bengibuyisela lapho ungidlalela Izayoni

  • @tholakelembokazi1092
    @tholakelembokazi1092 Рік тому

    Hi SBU siyakukhumbula o
    Khozini

  • @Moonlight-dg9wq
    @Moonlight-dg9wq Рік тому

    You don't kick a man when his down

  • @lungiletembe3636
    @lungiletembe3636 2 роки тому

    I will no longer border myself listening indumiso okhozini it's borring now and alusekho lolugcobo lukaSbu

  • @sindidladla2002
    @sindidladla2002 2 роки тому +2

    Ibhanoyi???

  • @solwazidlamini4426
    @solwazidlamini4426 2 роки тому

    Siyanihloni kodwa ekugcineni anisihloniphi manixoshwa nibanezaba Hloniphani uKhozi FM ningalwenzi olwasemakini

  • @nonhlanhlamntambo4910
    @nonhlanhlamntambo4910 Рік тому

    Sawbona baba Sbuh 🥺🥺🥺syakukhumbula oKhozin 🥺mina ngcela ungiphe advise kuth how did you start business yakho yokuthengisa inkukhu?mina nje baba ngkhumbula kakhulu uhlelo lwe listen to my story

  • @smphiwexulu273
    @smphiwexulu273 2 роки тому

    Sawubona SBu Buthelezi

  • @mduduzishange9623
    @mduduzishange9623 2 роки тому +1

    Shenge Sokwalisa! Kwaze kwakubi ukuzwa ngesinqumo esithathwe ngawe! Kufana nse nokukaMbokazi noma izimo zingafani kuzwela ngokufana! Kunzima ukubangumlaleli woKhozi! Kwaqala ngoSibiya kwawuNgizwe Mchunu sekunguwe manje? Cha kunzima impela ukwamukela lokhu!

  • @happymyeni9134
    @happymyeni9134 Рік тому

    Buya sbu okhozini akusemndi shem njengoba unhasekho