Love you sis Siphumelele, you are fighter and worrier of God. Unomoya omuhle ngiyakhumbula ngihlangana nawe eMelmoth eGarage, waxoxa nami ngathi ungazi kudala. Unemfudumalo sisi, ngathi iNkosi ingaqhubeka ikubusise ngakho konke okuhle. Ngiyakuthanda kakhulu!
Siyabonga Dadewethu ngokuba omunye wabesifazane abathwele ugcobo lweZulu ngempilo yakhe, iphimbo lakhe lokuhlalabelela. Thank you for standing for the Gospel in our dispensation.
Yhooo what a beautiful woman of God,I had goosebumps just listening to you Sphumelele,keep on healing us,we are broken and need abantu abafana nawe.God bless you
Eyi impilo yomuntu. Sphumelele I never could have imagines, bheka kodwa u Nkulunkulu emuhle wabanawe sisi bheka ukuthi ukubusisile. Hlala njalo enkosini❤
Yhooo... Sphumele... kodwa Jesu, your words, how I so wish I could see you face to face, what you just delivered said a lot to me as a Woman of God Almighty. More thanvyour singing ngithole okuningi ekukhulumeni kwakho, konke nje... May the good Lord keep U for the perishing mankind iskakhulu abomama abobizwe huNkulukulu ngempela.. Love U Woman❤
Hallelujah cc yim loyo cc uyangiqinisa ungipha mandla kunento ekhuluma Kim but bendifuna abantu ukuba bandithande but today unginikile impendulo yokuba mangigqubeke ekujuleni
When you are in God s hands ,God will move away all that will disturb the work of GOD in your life, God has purpose in This woman trust me ,you are blessed cc, remain blessed
Yooh this is so encouraging thank you sis Sphumelele and mam Zanele. I'm speechless all I can say is that I will make it through. Irrigardless of whatever situation is God did it for sis Sphumelele so I he will do it for me.
Ngingu Pretoria ohlala e Australia… Sengikhale! This interview has made me so emotional. Phephisa dade for the hard times you have been through. Stay strong stay blessed… we love you ❤
Ausi Zanele, Siphumelele touched my heart and made me to relive my pain. When I thought I was the only one who knelt to beg for my marriage but was deserted like dirt. But Modimo o teng straight.
Ey Sisi Sphumelele, ngatsi nje ufundza imphilo yami yooooh bufakazi bakho bungitsintsile, bangikhalisa bangenta yonke nje intfo lengingakhoni kukuchaza. Yaaah I understand you Sisi because my story is exactly your story. Yaaah bazalwane can kill you mawungahlali emthantazweni, they can really be cruel. We thank the God of all comfort my sister, he has comforted you so that you will do the same to wounded women out there. Keep strong woman of God, only the strong soldiers get wounded. You are the chosen one Sisi and it's not easy what we chosen ones go through ❤❤
Love you sis Siphumelele, you are fighter and worrier of God. Unomoya omuhle ngiyakhumbula ngihlangana nawe eMelmoth eGarage, waxoxa nami ngathi ungazi kudala. Unemfudumalo sisi, ngathi iNkosi ingaqhubeka ikubusise ngakho konke okuhle. Ngiyakuthanda kakhulu!
I was so inspired by all her songs crying everytime she sing. THANK YOU WOMAN OF GOD
Siyabonga Dadewethu ngokuba omunye wabesifazane abathwele ugcobo lweZulu ngempilo yakhe, iphimbo lakhe lokuhlalabelela. Thank you for standing for the Gospel in our dispensation.
Mmmmhmm I can feel the presence of God ngaba nama goosebumps siyabonga Nkosi ngalesisiphiwo akwandisele njalo uNkulunkulu Mphrofethi
Women of God Mam Zanele and Prophetess Sphumelele..I so wish to meet you..Busie Mkhize Ulundi
Yhooo what a beautiful woman of God,I had goosebumps just listening to you Sphumelele,keep on healing us,we are broken and need abantu abafana nawe.God bless you
Angaz nokuthi ngingathini ngoSphumelele...😢 Jehova syabonga ..im just speechless..😢
Yhoo Sisi,ngiqala ngqa ngizwa umuntu othende umyeni wakhe ngalendlela, uze uyincenge noba isithi iyakushiya.
Sisi kumele ubenohlelo olufundisa abashadile, nabangakashadi indlela yokuziphatha.
Mina ngithanda nendlela onokholo ngayo, noba sekuthiwa yana e garden,wena wahlala okholweni.
Amen 🙏🙏🙏
The life of a prophetess the road of a prophets is not an easy one! You are not alone mama wam!
Ngiyalicela lolwandle lwekucolela n 4get
Amen and Amen
Awuuu
Ulwandle lokukhohlwa
Haleluya Sthandwa samaZulu Sphumelele
Eyi impilo yomuntu. Sphumelele I never could have imagines, bheka kodwa u Nkulunkulu emuhle wabanawe sisi bheka ukuthi ukubusisile. Hlala njalo enkosini❤
Eish Siphumelele yoh. I need your forgiving strength. Lord help me
Wooow cc Sphumelele ngibonga lo God wakho ngokukuqinisa ngalendlela 😢God bless you more n more 🎉🎉🎉
These two ladies are my favourite! And gifted🔥😄Kealerata lotlhe mane!
Ngiyabonga cc Sphume, unkulunkulu akubusise uzosilapha imphefumulweni, ukuthi singazideli noma, ngabe kubuhlungu kanjani kodwa ungazilahleli nje ezweni,
Yhooo... Sphumele... kodwa Jesu, your words, how I so wish I could see you face to face, what you just delivered said a lot to me as a Woman of God Almighty. More thanvyour singing ngithole okuningi ekukhulumeni kwakho, konke nje... May the good Lord keep U for the perishing mankind iskakhulu abomama abobizwe huNkulukulu ngempela..
Love U Woman❤
Ey Sphumelele ngaske uze nakwesi sam iskhululo uzodlulisa obubufakazi boYesu ohamba nowesfazane sekukubi,yhooo Jesus,thank you mam Nkambule ngosisi
Spumelele you are the strong forgiving women May GOD BLESS YOU.
Awu nkosyam 💔 into ebhlungu kanjena.UThixo yadlulisana ezimweni.Love you cc❤
Hallelujah cc yim loyo cc uyangiqinisa ungipha mandla kunento ekhuluma Kim but bendifuna abantu ukuba bandithande but today unginikile impendulo yokuba mangigqubeke ekujuleni
People can be horrible and mean to others 😢 thank God he protected her and gave her all the strength she needed.
When you are in God s hands ,God will move away all that will disturb the work of GOD in your life, God has purpose in This woman trust me ,you are blessed cc, remain blessed
Ngijulise nkosi othandweni lwakho Yandisa ukukholwa kwami😢....
Mandibulele mambokazi ngalosisi uhleli naye kuyacaca ukuthi okungenzeli kubantu kunkulunkulu kuyenzeka ❤❤❤
She's really anointed and it's the anointing eyenza konke lokhu
ianoiting ya sotla😭
This interview will never get tired. The singing along nje...😭😭😭🙏🙏🙏🙏🙏
Wehla uNkulunkulu wehlela emhlabeni kubantu ,siyabonga moya oyingcwele ngo sesi bethu esibathandayo ,ubagcine njalo
❤❤❤ Ngabusiseka nje endlini yomsakazo kwagcwala umoya ongcwele
Amen mama uSphumelele🙏 siyabonga nenhliziyo onayo,hlala njalo emandleni kaThixo 🙏🌹
You have just confirmed what I was suspecting ukuthi unesipho ngyakthanda Sphumelele ❤❤
That anointing upon this lady Sphumelele , it is so amazing , I m so emotional
❤ muhle UJehova ngezikhathi zonke
Sphumelelo ngiyakwazi ukushinywa umbekezelele umuntu nokuthi abazalwane bakujaje kodwa ubizo Sesi I understand now ukuthi bengiyaphi no Thixo it's painful Sisi❤
Cc angeke ngibenjengawe angifuni ukuqamba amanga xolela Nkosi🙌🙌🙏🙏
Ohhh my goodness heavenly father I pray for my dear sister Sphumelele to have a right husband God fearing one, love you my sister
Love you Sisi Sphumelele be blessed 🙌
O, my Jesus. U Nkulunkulu wohlala emuhle njalo. U Zimu usithanda soke😭😭😭😭🙏🙏🙏
Nooooo!! Phela ingoma kumele igcine ngesikhalanga!🎼💪🕺🎤ngiyavuma ngiyavuma woooo! 😅
Well done Mambokazi,you did well on earth,the only judge is your God
Rest in peace we pray that your spirit should rest peaceful too
Eish uyakholwa shame uSphumelele ngiyakhumbula eUnisa wawumubona ehamba nje ukuthi unguMntwana kaNkulunkulu
I love you mama Sphumelele we miss your voice ku Joyous celebration,May the Almighty God continue to bless you always ❤️
Siyabonga Siphumelele uyawuhtinta umoyawani lengoma ethi ngijulise yandisaukholokwami
Yooh this is so encouraging thank you sis Sphumelele and mam Zanele. I'm speechless all I can say is that I will make it through. Irrigardless of whatever situation is God did it for sis Sphumelele so I he will do it for me.
My God! I'm so blessed I came across this. How I love her!
We thank God for you woman of God you are a blessing may God continue to bless you abundantly,we love you but God loves you more
😢Very sad story but took you to far... I really love it. Phambili cc.
Ey nkosi ngizwe nam😢yazi yanthinta inkulumo kadadewethu I wish ngingahlangana naye 1 day😢😢
Akahambe ayoshona sesi ukwenzile okfaneke ungumkakhe..... Azange wayqhophisa naye lomlisa kanti kuye kuyize neze😭😭😭😭💔
Yooo Sphumelele, ngaze ngakuthanda sisi. UThixo aqhubeke nokukuthwala nawe uqhubeke nokumlalela.
Jesu asibuyele emkhulekweni
Ngingu Pretoria ohlala e Australia… Sengikhale! This interview has made me so emotional. Phephisa dade for the hard times you have been through. Stay strong stay blessed… we love you ❤
Sawubona dade, ngyaxolisa ngendlela 0khule ngayo mhlampe yikhona OK wenzeni ukuthi uphumelele empilweni yakho. Ngithanda ukuthi awuzange uyeke ukumethemba uMdali okunguye ogcine ekubeke lapho okhona njengamanje. Ngiyakuthanda dade wethu omncane inkosi ize ikugcine ube yisibonele kulabo abakulandelayo❤
Ngikuthanda ma uthi: Ngijulise Nkosi Othandweni lakho, yandisa ukukholwa kwam. 😢❤
Haw nkosi yam😭 yaz ngavele ngaba emotional inesphiwo lentokazi
Ooh thank you for the inspiring interview Siphumelele no mam Khambule
Eyi madoda angazi ngikhalelani😢😢😭😭kodwa wena Jehova uyamangalisa😭😢
Wow unesphiwo lo gal...we love u so much ❤
Muhle ujehova zikhathi zonke ngcela ungikhulekise sisiwam 🙏
Ngiyakuthanda sisi Sphumelele ngothando Luka Nkhulunkhulu. Ume njalo wembatse inkhazimulo yakhe
Ausi Zanele, Siphumelele touched my heart and made me to relive my pain. When I thought I was the only one who knelt to beg for my marriage but was deserted like dirt. But Modimo o teng straight.
Sidlula ezintweni ezinzima, kodwa uJesu uyasiqinisa sesi.
Hamba kahle nceku,syabonga ngemisebenzi yakho emihle oyenzileyo🙏🏽🙏🏽🙏🏽,sohlala sikukhumbula😔😔
Nkosyam wayehleka kakhulu babemhlekisa osisi😂😂😂😂😂😂😂 kodwa sis Ntokozo ungihlekiselani
Eyyy kodwa jesu I'm so blessed cc ngathi bawo ngakugcina unjalo
Ngase Nkulunkulu angiphe ulwandle lokhohlwa😢
Ayi sisi uNkulunkulu makakugcine Waze wangikhuthaza empeleni nasemoyeni
Ey Sisi Sphumelele, ngatsi nje ufundza imphilo yami yooooh bufakazi bakho bungitsintsile, bangikhalisa bangenta yonke nje intfo lengingakhoni kukuchaza. Yaaah I understand you Sisi because my story is exactly your story. Yaaah bazalwane can kill you mawungahlali emthantazweni, they can really be cruel. We thank the God of all comfort my sister, he has comforted you so that you will do the same to wounded women out there. Keep strong woman of God, only the strong soldiers get wounded. You are the chosen one Sisi and it's not easy what we chosen ones go through ❤❤
Mqhele wokuziphatha kahle😢 hay Sphumelele wenza kakhulu cc😭😭😭😭😭😭
Hay ngeke, akaqedanga uSphumelel. Ngicela abuye futhi, ikhona lento esilele eyaziwa uMoya Oyingcwele
Nkosiyam...ngisacela umkhuleko sisi sphumelele ukuze izinto zami zivuleke nomyeni wami athole umsebenzi ...
She is calm ❤ may God bless her
Waze wamuhle umuntu wesifazane nkosi Yami engasekho 😭😭😭😭😭kufa awunoni kufa awuncwali uthatha abathandiweyo bethu kufa awufi awudeli kwazekwAbuhlungu sikhala asiqedi🤭🤭
Tshala Tshala nge zinyembezi..... 😢
Wow M so emotional, God is faithful all the time
Thank you mam Z for bringing sis Siphumelele.
You are a blessing mama,keep on serving God,you motivate me
Eyami full time Sphumelele Lena🤲
Siyabonga imvuselell
Ngithanda ukuthi akukho engasolwa ngakho ngok'shabalala ko mshado wakhe. Wenze konke ebefaneke akwenze.
Ayifanele ukuba izinto ziyihambela kahle leyondoda
Wamuhle Simakade Ngcwele! Ngcwele ! Ngcwele!
Waze wangibusisa🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿
God bless you sis Phumelele❤❤
Syabonga cc🎉🎉🎉🎉🎉🎉
I love you sis be still God is in control love your music
Eswatini siyakutsadza sisi❤❤
Sisi sphumelele👏👏😊
Yazi kunomunt othi mekhulum udaba lwakhe kuvele kuvuke usizi enhliziywen yakho ngenxa yes imoto oksona.Sisi Sphumelele u'Nkulunkulu akubusise kukho konke ngek esakphumelelisa coz you've already conquered and succeeded.Libuhlungu imumva lakho but imanje lakho litisbusiso phamb kwaJehova.I love you ❤❤❤❤❤❤
So amazing , this is unbelievable
Awu kodwa Jesu wakhuluma kimi❤
Kodwa Jehovah into intokazi enhle kanje...
Aaaah Cc I love you so much ❤❤
God bless you
Ngiyamthanda uSphumelele,uxolile kulok' adlule kikho.Ukholo lwakhe saved her.
mam siphumelele uthadwa yim ngijulise Nkosi
Why am I crying so much
😂😂uthi "aw nkosi yam babemhlekisa osisi😅
God is great ❤
Luv you cc
Yooh Cc ungokhethiweyo, no doubt. Your strength move mountains.
Hallelujah dade.
Sanibona bocc.siyabonga ukuzwa umlando ka cc,Mina kukhona engikuzwile kwangisiza.
Qina my sister bambelela kuNkulunkulu