Sya Mhlongo UKhozi fm Efunda bukhoma iMotivation ka Evangelist Thembinkosi Ngcobo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 20 тра 2020
  • Siya Mhlongo efunda enye yezindaba ezakhayo zika EVangelist Thembinkosi Ngcobo Ohlelweni INdumiso

КОМЕНТАРІ • 58

  • @user-lu7gq6zg4n
    @user-lu7gq6zg4n 4 місяці тому +1

    Syabonga kakhulu Sya zonke iznkulumo zakho zenza umuntu angayeki kukulalela izinkulumo zakho sinesigqi ziyakha .uNkulunkulu akukhulise njalo mfana wami isizwe sikubhekile phambili qhawe elisakhula.Amen

  • @PaulleteRejoice-lv6op
    @PaulleteRejoice-lv6op 10 днів тому

    Siyabonga ukhuluma nami uqobo lwami God bless you my son.

  • @user-tu6wq7ob7b
    @user-tu6wq7ob7b 3 місяці тому

    Amen Siyabonga slandela igama waze wasikhulisa❤

  • @user-pc7mg2ts7v
    @user-pc7mg2ts7v 2 місяці тому

    Sbonga bhuti ukuvuselela ithemba inkosi ikubusise Amen

  • @luckymbatha2679
    @luckymbatha2679 2 роки тому +2

    Ya Sya lena mina ngifinyelela kuyo manje ,kulokhu okushoyo mina ngith akekho owazalelwa ukuhlupheka sonke sikhona ngenhloso and kukhona okuzokuphunyuka ezandlen zethu koda lokho kusho ukuth kuyolanda okuning.Amen

  • @MxolisiDoyisa
    @MxolisiDoyisa 2 місяці тому +1

    Bhuti from 2016 ngikwazi kulibo lokuqola wawu ngena ngo 4am ekusen .nga'ngivuka ekusen ngilalele wena .nga'ngenza u matric everyday nga'ngivuka ngifunde ngibe ngilalele I redio 🙌🙌

    • @EdithHadebe-fp1jh
      @EdithHadebe-fp1jh 20 днів тому

      Nami ngamazi lapho kulibo lokuqala,ngafunda kuye ubukhulu begama likaJesu,hheyi liyasebenza leli gama

  • @LeonardMungwe
    @LeonardMungwe 3 місяці тому

    Awu ndodana wasinika ithemba lokuhlala kuNkulunkulu simethembe. Siyabonga akukhulise uNkulunkulu

  • @ConstanceKhumalo-bz9es
    @ConstanceKhumalo-bz9es 4 місяці тому

    Yebo Siya kunjalo konke okudliwe isikhonyana kuzobuya kuphindiwe Amen khehla

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @LwandileMampevu
    @LwandileMampevu 4 місяці тому

    Amen ❤❤Bhuti Siya God bless you

  • @xoliswa2934
    @xoliswa2934 Місяць тому

    Tthank you Sya,for the motivation.

  • @MxolisiDoyisa
    @MxolisiDoyisa 3 місяці тому

    Powerful inamandla kakhul 🙏🙏💪

  • @nokulungazondi3358
    @nokulungazondi3358 4 місяці тому

    Ngiyabonga ngane yami amazwi amnandi abuyisa ithemba ❤

  • @thulinkwanyane5793
    @thulinkwanyane5793 4 місяці тому

    Power Njomane. Inamandla.

  • @EdithHadebe-fp1jh
    @EdithHadebe-fp1jh 20 днів тому

    Eyi Siya,ubusiseke njalo ndodana

  • @sibongilemsimango-pz5yw
    @sibongilemsimango-pz5yw 4 місяці тому

    Siyabonga kakhulu bhuti Siyabonga labuya ithemba as long ngiphila okuhle kuyeza nakimjna.Amen

  • @IrvinNgcobo
    @IrvinNgcobo 4 місяці тому

    God bless you 🙏🙏

  • @lindiwekhanyile7166
    @lindiwekhanyile7166 4 місяці тому

    Labuya ithemba Lami. Amen 🎉

  • @nelani1650
    @nelani1650 3 місяці тому

    Ngiyabonga jehova umakusekhona abantu okhuluma ngabo kuze kubuye ithemba nakumina besengicabanga ukuthi akusophinde kulunge lutho lakumina ❤❤❤

  • @christabelnyathi1797
    @christabelnyathi1797 3 роки тому +2

    Feeling motivated thank you bhuti Siya🙏

  • @lungilenzimande7821
    @lungilenzimande7821 3 роки тому +2

    😭😭😭😭😭😭asiyiyeke ithemba lilahleke kuze liyolanda izinto zethu ngiwadinga lamazwi engathi ngiwaphindile ithemba lilahlekile ebengibathanda bangushiyile

  • @mfanafuthimthembu9036
    @mfanafuthimthembu9036 4 роки тому +3

    Ey Siya mfowethu, uhlale ungibusisa nge-motivation yakho. I'm your big fan even nokusakaza ungisakazela kamnandi

  • @thembiclementine1984
    @thembiclementine1984 2 роки тому

    Sya mfana wami iphimbo lakho ,ungashintshi baba be polite as you are God bless

  • @ivyzuma4423
    @ivyzuma4423 3 роки тому +1

    Wow Siya ngingomunye obewadinga lamazwi syabonga uthixo akbusise

  • @user-kd6ks1qz2d
    @user-kd6ks1qz2d 5 місяців тому

    S'ya Njomane up🎉🎉🎉

  • @senzekilemanqele8673
    @senzekilemanqele8673 4 місяці тому

    UyiSthandwasami wena Sya kodwa awazi

  • @thokozilengcobo5600
    @thokozilengcobo5600 2 роки тому

    Mm yangithinta kakhulu bhuti Sya mm syabonga ngamazwi anesiqi wasakha mtaka Mhlongo

  • @NombusoMkungo
    @NombusoMkungo 4 місяці тому

    Amen

  • @ncengimthembu2799
    @ncengimthembu2799 2 роки тому

    Ayi Bhebhe ngizwa kahle futhi ngizowagcina lawomazwi.

  • @thulisilelytnette499
    @thulisilelytnette499 4 роки тому +2

    Amen🙏🙏🙏💝

  • @admiredube6450
    @admiredube6450 4 роки тому

    Sya mfwethu uyindoda makhulu amzwi akho akubeke ujehova syabusiseka njalo ngomunye umuntu okulalelayo njalo

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 2 роки тому

    Power🙏

  • @sphamandlabayasha5056
    @sphamandlabayasha5056 2 роки тому

    🙌🙌🙏

  • @cynthiaphumzilemnguni6426
    @cynthiaphumzilemnguni6426 3 роки тому

    🙏🙏

  • @MulamuliGwala
    @MulamuliGwala 10 місяців тому

    Uyabusisa Mfokanjomane ngohlelo lwakho

  • @djmzidoegqomslave2837
    @djmzidoegqomslave2837 2 роки тому

    deep n sad story

  • @viviangxati2802
    @viviangxati2802 2 роки тому

    Amen 🙏🙏🙏💔💔💔

  • @siyamhlongo3185
    @siyamhlongo3185 4 роки тому

    Me Ngcobo. May I humbly ask that you remove this. You have uploaded it without my consent, nor the SABC’s consent. It is not your intellectual property.

    • @mfanafuthimthembu9036
      @mfanafuthimthembu9036 3 роки тому

      Eish, kuyadumaza ukuzwa ukuthi isiqephu samazwi akhuthazayo, okungadeleki ukuwalalela ngenxa yendlela athulwa kahle ngakhona, afakwe ngaphandle kwesivumelwano sikaNjomane. Siyabonga Njomane amazwi amnandi kangaka noma siwathole ngaphandle kolwazi lwakho kodwa thina sincinda izandla (ngokomoya) uma silalela lelophimbo sithi "ncinci kamjoli, nalo lelo phimbo sizodla sincinde izandla".🙏👏👏👏

    • @velaniclive1787
      @velaniclive1787 3 роки тому +1

      Aw waphakam boo mfo ka mhlongo ay

    • @ayandabanks2872
      @ayandabanks2872 2 роки тому +1

      @@mfanafuthimthembu9036 cha mina ngibona ukuthi indaba inesihloko esehlisa isithunzi sikaNjomane. Ingakho kuthiwa lensizwa mayisisuse. Phela uMapholoba uthi lenganekwane ngeyakhe ngamanye amazwi.

    • @thembinkosingcobo4447
      @thembinkosingcobo4447  2 роки тому

      Yebo mtakababa ingeyami yona vele

    • @SouthAfricaTrending
      @SouthAfricaTrending 2 роки тому

      wena siya awulona ikholwa mina ngiyakwehlulela ngoba sengikubonile ukuthi ungumuntu onjani wena sya ungumzenzisi , uyimpisi embethe isikhumba semvu , usebenzise umsebenzi womuntu without giving creditto the writer uyasuka lapho usufuna ukudla amandla akhe ufuna ukuthatha umsebenzi womuntu uwenze umsebenzi wakho , okunye ke vele ngike ngabhekana nawe i know ukuthi ungumzenzisi kanjani

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G

  • @user-il9xl6qb8v
    @user-il9xl6qb8v 4 місяці тому

    Awu thanx Sya I'm the one who lose ithemba ngyabonga ukuvusaw.May G