Ukujula kwemimoya nezimpande zokuyelapha

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 24 жов 2022
  • Ubungoma kwakuyinto yabesifazane ayi amadoda

КОМЕНТАРІ • 56

  • @mfeneziyavova4319
    @mfeneziyavova4319 Рік тому +10

    I am so fortunate to have Mkhulu Mazibuko as my Spiritual Father. Since I met him izinto zami ziyakhanya manje. Ngiyabonga baba, keep on the good work, and also ngibonga neMpunga yeSintu TV ngokusilethela abantu abalusizo nabaneqiniso kuthina. First and foremost uMkhulu uMazibuko uyawuthanda umsebenzi wakhe kwaye uyawuhlonipha kakhulu. Phambili ngeMpunga yeSintu TV phambili !!!

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Рік тому +9

    This was beautiful to watch. Mkhulu Mazibuko is in too deep. Welcome back mzukulu ka- Mdumo🤜🤛

  • @allanncube8186
    @allanncube8186 Рік тому +3

    Syabonga imfundiso bafowethu ..u gyz make t easy to understand our journey...Kube umyekile wakhuluma ngamakhehla amnyama

  • @godwillrabodiba
    @godwillrabodiba Рік тому

    I am impressed by this conversations.

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 Рік тому +2

    Very interested and important topic 🙏💫💛Siyabonga ngolwazi 🙏💫💛

  • @syabongaK555
    @syabongaK555 Рік тому +2

    syabonga kakhul ngolwazi enihlale nisethulela lona kule Chanel mpunga Kanye nozakwenu nginescelo kodwa angaz noma syohambisanani nabanye ababukeli bengfisa mina kuth maniqopha imifanekiso ningasibheki kakhul isikhath Kanye ne data isizathu sami sometimes mase nibuya no part 2 kuyenzeka inkulumo yasekqaleni ingasaxhumane kahle neyasekqaleni min ngike ngfise sengathi ingelulelwa eside isikhath leyemimoya ngoba inebanga elide ngyabonga mpunga ngixolise mawukuth khona langingabekanga khona kahle 🤝

  • @lwadledle316
    @lwadledle316 Рік тому

    Hayi mzukulu kaMdumo,Angeles hayi.Wayilamula eyemimoya yezizwe,be ingixakile.Woza part 2

  • @thabodlamini6076
    @thabodlamini6076 Рік тому

    Mmm syabonga mkhulu kwande up mpunga yesintu

  • @lilianchonco5285
    @lilianchonco5285 Рік тому

    Amazing..I'm speechless.. mpunga keep on umsebenzi wakho Muhle kakhulu mhlonishwa

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 Рік тому +2

    Manje mina nginokushisa ikhandlela elimhlophe abafiki abantu abadala kumina kanti Kumele ngiyenze njani ngoba ngiyathandaza ngiphinde ngibabize nabo abantu abadala kodwa abafiki kimi

  • @mlungiselelidyantyi8153
    @mlungiselelidyantyi8153 Рік тому +1

    Siyabonga ezinye ziyandichaphazela kakhulu.

  • @buhletshabalala6329
    @buhletshabalala6329 Рік тому +2

    Hey Mkhulu ngiphuphe umlungu ethi kangvuke ngimvubele umdoko wamabele ...nangempela ngavuka ngawpheka mekuhamba usuku umnyeni wam engimuphakele wona lomdoko Kanti nguye obejuqwa isisu cishe wafa waphiliswa ilamabele ebengiwaphupha ...namanje ngisamangele

  • @Amusementvidyoz
    @Amusementvidyoz Рік тому +2

    Mpunga syabonga ngawo wonke amaguess akho, syawajabuleka wonke.Sicela niphinde noMkhulu Mazibuko kuke kube yihour nje, kuningi angakufundisa manje ngathi iskhathi eniba naso asanele konke akakshoyo kuphoqe ukuthi akukhe phezulu.Sicela ngesihle I hora lonke nje, ngyazithokozela futhi ngifunda lukhulu olujulile enkulumweni yenu-Amen!

    • @mgabhazikhwela7120
      @mgabhazikhwela7120 Рік тому +1

      Nidle amaningi esakeni syabonga izeluleko ezinhle inkosi inibusise bahlonishwa.

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Рік тому

    Mhhh,sengike ngaphupha amaChina ngindiza nawo emoyeni,sengike ngamphupha umlungu egxeka ukuthi ngidle igobongo...

  • @sphamandlatrevor2495
    @sphamandlatrevor2495 Рік тому

    Ujule kakhulu ngemimoya umnewenu uhlala ngakithi Mexicana ngyakwazi ka H iseduze inkinga Mina impunga evelanjalo emaphuphweni ami angsazi ngenzenjani

  • @bheshu1
    @bheshu1 Рік тому

    Akaphinde abuye uMazibuko ajule ngemimoya

  • @prettymbhele3677
    @prettymbhele3677 Рік тому

    Molweni ekhaya lempunga yehlathi ngithanda ukuphakamisa kwinkulumo yemimoya yamakhehla ngento edikizayo ukuthi kuyini ngijabule ngoba sengiyabona kungani bengasafuni simbathe nobaba ngenxa yokuthi asihlanganisiwe Camagu

  • @nomthandazonxele159
    @nomthandazonxele159 Рік тому

    Syabonga mpunga ngezingxox zakho usifundisa izinto ebalulekile empilweni. I always get excited when your guest is mkhulu Mazibuko uThixo anisikelele aphinde aniphe amandla ningayiyek imisebenz emihle eniyenzayo🙏

  • @vuyomsomi3697
    @vuyomsomi3697 Рік тому +2

    Ave ngifuna ukuhlangana nobaba Mazibuko angisize kwinkinga engibhekene nazo. Kodwa Cape Town isempelazwe. Mina angizazi kuthi impilo yam iphethwe kuloMa noma kulo baba

    • @pha_nomzamo
      @pha_nomzamo Рік тому +1

      He has clients naseGoli, xhumana naye mhlawumbe angafika nesixazululo sokuthi ningamisa kanjani

  • @noxolowulana4758
    @noxolowulana4758 Рік тому

    Amen, naze nayicaza into engigulisayo injengoba, engathi ingilozi enengamele ingakhula njalo nje, niyasilapha verbally.

  • @mpanzanoah70
    @mpanzanoah70 Рік тому

    Ningilethelwe ngubani ngempela Mpunga yesintu noMazibuko ngoba ningelapha lapho kubuhlungu khona noma ngingathi lapho ngigula khona.

  • @nokwandamaqhubela3171
    @nokwandamaqhubela3171 Рік тому +2

    Yaze yamnandi ingxoxo.iyafundisa kakhulu. Mina alikapheli iviki ngvuke nephupho nghambisa ukhamba emakhehleni ngathi kusemakhaya.Kodwa nam ngixakwe ukuthi phakathi kwalamakhehla bekukhona elomlungu bephuza bonke okhambeni.ngigcine ngidideka nje ekseni ukuthi kambe lisho ukuthini.sengilinde part 2 .kwande kukhanye nje.

  • @makhuphukamnguni9782
    @makhuphukamnguni9782 Рік тому

    Ok I need to watch this again #stacked

  • @lindelaninsibande5541
    @lindelaninsibande5541 Рік тому

    Ay uyajula umazibuko

  • @mzimasimbangata
    @mzimasimbangata Рік тому

    Mkhulu mina ngaphupha umlungu oyindoda enginika imali engamaphepha

  • @cheletemali6457
    @cheletemali6457 Рік тому +1

    Can't wait for part ii

  • @alfredmavuso9835
    @alfredmavuso9835 Рік тому

    Aikhona niyathinta impela bobaba nginelisekile

  • @nkululekosihlangu5608
    @nkululekosihlangu5608 Рік тому

    Mkhulu mazibuko He Knows His business. The way ajula ngkhona siyafunda ngempela

  • @ndumisotshanini2838
    @ndumisotshanini2838 Рік тому

    Cha ngibaphuphile abelungu. Kant nonogwaja abamhlophe kunini ngibaphupha. Bengize ngixakeke.

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Рік тому

    Yho uyafunda umntu apha siyabulela kakhulu ngolulwazi umane usiphakela kulo enkosi

  • @nkululekosihlangu5608
    @nkululekosihlangu5608 Рік тому

    Ohh mkhulu Mpunga manje ngiyakuthola... bewu Mkhulu mazibuko 🙏🏾🙏🏾ngphuma nenyembezi angazi why

  • @casinogqaliwe6490
    @casinogqaliwe6490 Рік тому +1

    Part2 will be appreciated, this is interesting

  • @dineopearl1702
    @dineopearl1702 Рік тому +1

    Part 2! Part 2 please 🙏

  • @DingiNqaba
    @DingiNqaba Рік тому

    Ayilengi Mpunga ayilengi Mkhulu uMazibuko umkhomba ndlela ndiyawubona mna

  • @refiloezwane2329
    @refiloezwane2329 Рік тому

    Tjo Makhehla naze nakhuluma ngami ngibuka; inkinga enginayo iminyaka eminingi & ezinye zezinyanga zizezingiphoqe ukuthi ngithwase kodwa qha akuvumi Ayala amaKhehla, ngiyamdinga uMazibuko ngibonge nakuwe Mpunga besingaba yini sisisizwe sikaPhunga noMageba sithi makwande.

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Рік тому

    Impunga sbonge 🙏

  • @kholekasisizanamsibi8560
    @kholekasisizanamsibi8560 Рік тому +1

    Welcome back mkhulu Mazibuko....nice to see you after what happened kuwena le empophomeni eAdams ....I was there I saw what happened,we even spoke ... yebo ungumnikazi wemimoya but enakwenza kuloyamama empophomeni kuyasabisa more especially since wayengumunto ogulayo...

    • @mazibukozakhe1244
      @mazibukozakhe1244 Рік тому

      SIYABONGA GOGO NAKHO LOKHO KUSELUHAMBO LOKUKHULA EMOYENI NGISAZOKUCHAZA LOKHO UKUTHI KWENZEKA KANJANI KWENZIWA YINI SIYABONGA UMBONO WAKHO AMEN

    • @kholekasisizanamsibi8560
      @kholekasisizanamsibi8560 Рік тому +1

      Yebo mkhulu...please don't get me wrong Im not here to crucify you or judge but looking from afar not knowing the details nanokugula kwamama kwathusa...ungangizwakabi mkhulu mhlompe ngempela siyadinga ukwazi imigomo nemibandela yokuya lapha empophomeni for both the umelaphi nomlashwa,singayijabulela ngempela incazelo mkhulu ngoba sibaningi sakubona futhi saphoxeka sakhuluma ngawe indlela yonke sesibheke ethekwini sisho ukuthi umkhulu uMazibuko lona onokuvakasha kwiMpunga yesintu...your teaching are great we can not take that away from you futhi siyabonga mina nje ngikhule kakhulu ngezimfundiso zenu neMpunga♡

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Рік тому

      @@kholekasisizanamsibi8560 Mina ngazi ukuthi empophomeni uya Uma kusho abakwembethe kumbe imimoya,than wena melashwa nomelaphi,hlambulukani emoyeni nasenyameni.

  • @melulekizondo
    @melulekizondo Рік тому

    IMPUNGA YESINTU

  • @lee-lowcele7254
    @lee-lowcele7254 Рік тому

    Lelikhasi lijule kakhulu , qhubeka nomsebenzi omuhle

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 Рік тому

    Izandla zika Mazibuko unayo lento

  • @mandlantsele8785
    @mandlantsele8785 Рік тому

    Umshana wo fuze fulele...

  • @nomthandazonkosi5903
    @nomthandazonkosi5903 Рік тому

    Mwelase ,Phuthini nginibingelele nini Mpunga yezintu nayibeka ngezwa mina wako Manzezulu nikhuma ngami nje uqobo

  • @Azikhale
    @Azikhale Рік тому +1

    Ay yabona siyaphila la kwiMpunga sikhathele ngoshaya kwamanye ama chanel abasitshela ngezigubhu namalumbo abo angcolileyo ngoba thina abanye sifuna isintu sethu hhayi umcebo ongenaso isibusiso

  • @zandilezandi6283
    @zandilezandi6283 Рік тому

    Thokoza mkhulu uma uyicazakanje uyasifundisa Fathi usovula amehlo ukuthi sinqonde Fathi said ukuthi kuhlukanaphi kondwa Fathi kuyahambisana mina nje sengilindele usicazele nge ndawe nediki uphile nje emseni kàmòy

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 Рік тому

    Impungaa

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko? Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.