Imfihlo yeZigubhu

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 вер 2024
  • Yizwa uchazeleke ngendaba yezigubhu

КОМЕНТАРІ • 30

  • @nqobilemdletshe7454
    @nqobilemdletshe7454 Рік тому +7

    Mpunga ngokukhul ukuhlonipha please give your interviewees a chance yokuthi bajule ngengxoxo..ungabaphazamisi mlibe..

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Рік тому +5

    Sibonge lapho Mpunga no Mkhulu uKhoza. Ngyamthanda ngoba akafihli lutho.

  • @labanisibiyanina4129
    @labanisibiyanina4129 Рік тому +2

    Siyakuthanda TLB IMOTO ENKULU DR KHOZA

  • @makhosonkemvelase5596
    @makhosonkemvelase5596 Рік тому +2

    Nduna ka Ndaba yazi ngi chazwa ukuthi u Khoza indaba yokuqamba amanga akayingeni ngoba efuna ukunesa imizwa yabanye abantu..
    Bese kuvele kusheshe kuphele isikhathi nje 😅ngathi ninga xoxa I hour lonke 😂😂

  • @powerbase9552
    @powerbase9552 Рік тому +1

    Siyabonga Mpunga noMkhulu Khoza

  • @MavelaKhumalo
    @MavelaKhumalo 5 місяців тому

    IMpunga ibuza umbuzo phezu komunye ingamniki ithuba lokuchaza

  • @GladysMathopa
    @GladysMathopa Рік тому +2

    Sanibona bantu abadala isintu isintu angeke usibalekele
    Ngiyayithanda inkulimo yenu

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 Рік тому +1

    Ungekhe upopole langa lonke.

  • @umduduzitopic9891
    @umduduzitopic9891 Рік тому +1

    Ngyalithanda iqiniso lalobaba yazi

  • @sthabisojaca
    @sthabisojaca Рік тому +1

    😂😂😂Eyihh uKhoza kodwa ehleka

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому +1

    Makwande Makhehla 🙏

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 Рік тому +1

    Up Mpunga yesintu nangamaqiniso

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Рік тому +1

    Sibonge mkhulu ngicela ukubuza amagone selokhu kufana lesigubhu yini Mpunga

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Рік тому +1

    DR Khoza wazi nakwaNogobhoza, iskole Sami leso

    • @ubuhlebethongotv5347
      @ubuhlebethongotv5347 Рік тому +2

      Ikwelakithi lapho
      🙏🙏🙏🙏

    • @ManJay3220
      @ManJay3220 Рік тому +1

      @@ubuhlebethongotv5347 yehla ngendlela ubheke ngaseZingwenya mina ngilapha ngaphansi kwentaba uJojwana

  • @lorramokoka7778
    @lorramokoka7778 Рік тому +2

    Jooo Mkhulu know how to present his work

    • @ubuhlebethongotv5347
      @ubuhlebethongotv5347 Рік тому +1

      Ngenke ume nami ngisho nakwi interview yomsebenzi ngisuke ngiyolwa 😂😂😂

  • @user-yl1jt3gx7e
    @user-yl1jt3gx7e Рік тому +2

    Inkinga lendaba yesgubhu mkhulu

    • @ubuhlebethongotv5347
      @ubuhlebethongotv5347 Рік тому +1

      Inkinga ngisho nithola izincazelo eziqondile nisahlala kulowa mqondo wezigubhu zomcebo wama Million
      🙏🙏🙏🙏

    • @user-yl1jt3gx7e
      @user-yl1jt3gx7e Рік тому +1

      Angisho kabi mkhulu ukuthi ngoba ubusuchazile wonke umntu unento yakhe ngibona ngathi isigubhu sinabantu baso

    • @ubuhlebethongotv5347
      @ubuhlebethongotv5347 Рік тому +2

      @@user-yl1jt3gx7e Thokoza 🙏🙏🙏

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma,izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi,nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.