UBUHLE BEGOBONGO NOBUNGOZI BALO | 082 470 5533

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 жов 2024
  • Igobongo linobungozi uma ungeke ulandele imigudu efanele kodwa uma uzokwenza ngendlela efanele izinto zakho ziyolunga zikhanye

КОМЕНТАРІ • 19

  • @SibusisoSimakade-ti4gg
    @SibusisoSimakade-ti4gg 2 місяці тому

    Mina ubaba walobola hhafu ngazalelwa ekhaya kobaba umama uganile ekhaya. Manje kuvela ukuthi kumele ngidle igobongo lekhehla lasekhaya komama nekhehla futhi lasekhaya kobaba.

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 2 роки тому +1

    Injalo nje nami ngity ngihlezi kubekhona umyalezo oqhamuka eskhaleni ngiyawulalela ngoba kusuke kuyibo abantu abadala abakhulumayo,siyabonga Mpunga no Manzini

  • @nonhlanhlamagagula-bb1sj
    @nonhlanhlamagagula-bb1sj Рік тому

    Waze wakhuluma kahle Mkhulu Manzini🙌 siyabonga Khehla

  • @nomfudontombela7137
    @nomfudontombela7137 2 роки тому +1

    Makwande, kube kuhle Mpunga noManzini 🎇 Ngyabonga kakhulu boMkhulu, ningiphendule konke 🙌

  • @simphiwe4885
    @simphiwe4885 2 роки тому +2

    Ngaze ngawathokozela ama video owenza no Zungu amnandi ngempela, siyabonga

  • @bonganimadela5351
    @bonganimadela5351 2 роки тому +1

    Akwande Makhehla👏, lesi shloko besikhuluma ngaso emsebenzini last week..

  • @sbonelomkhize8672
    @sbonelomkhize8672 2 роки тому +1

    Sibonge Mpunga amaningi amazwi. Sibonge kakhulu Mkhulu. 🙌🏾🙌🏾

  • @mthandenisam970
    @mthandenisam970 2 роки тому

    Iyacaca Mpunga,injengoba eyibeka lendaba.mina owangibona ukuthi liyadingeka igobongo wathi uzingenzela uMah wangiyisa kowakhe.ngagcina ngingaphothulanga

  • @songezondakayi3511
    @songezondakayi3511 2 роки тому +1

    Inamandla futhi ijulile siyabonga kakhulu ngolwazi

  • @kaydiko4751
    @kaydiko4751 2 роки тому +1

    Enkoc Mpungaa ngolwazii

  • @dumatshabalala5858
    @dumatshabalala5858 2 роки тому

    Mpunga nomfoka Manzini ngiyabonga impela ngaloludaba ngoba luyangithinta impela nami udaba lwegobongo kanti nesbongo sami sidinga ukulungiswa.

  • @GiftGoqo
    @GiftGoqo Рік тому

    Wabe kahle wensizwa

  • @nombulelohlengwa4685
    @nombulelohlengwa4685 2 роки тому +1

    Siyawathakasela lama video

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 роки тому +1

    Enkosi mpunga

  • @thokozanizwane6170
    @thokozanizwane6170 2 роки тому +1

    Umtwana ozalwe embethe kodwa ezalelwa ekhaya komawakhe kumele yini alungiselwe khona ekhaya komma?

    • @t-girlmadrops7044
      @t-girlmadrops7044 2 роки тому

      Ngilinde nawe

    • @ndaboh74biyela45
      @ndaboh74biyela45 2 роки тому

      Mihle imbuzo yakh mphunga yesintu ukhule bab badonse
      Baba sizwe ukuth basiza kuph labelaph bendabuko😍💃

  • @lindiwelindi1426
    @lindiwelindi1426 2 роки тому

    Sbonge mpungaaa

  • @buyiswamary9522
    @buyiswamary9522 2 роки тому

    Amen