Siyabonga Kehla, I recently consulted and I was told that my dreams are fading because of ukubangwa. Your channel has been so helpful to me and many other. Makwande!
Ngiyakubingelela mkhulu. Cha bengicela ukuba u ngisize lana mayelana no baba wami esamngcwaba ngo1985 kodwa mpunga I thuna lakhe alibohli ngathi sekuyisiduli sengenzenjani ngalokho ngicela impendulo
Ey mina ngike ngaphupha inkunzi yakithi ilwa ne nkonkoni.... ize layphushela nase mfulen obuk'hlaza labaleka inkonkoni seli lunywa izingwenya emaqakaleni
Ndigabulela ngengcaciso tata,umna ndi sando consult,ndaxelelwa ukuba abantu bakulo tata wam abandi recognise as isizukulwana sabo,my father and my mother are married,kuthwa ndibangwa kulo mama wam( ko malume)...ingaba ithetha ukuthini lento?
Yoh Bawo this is my life...Akunzima...Ai futhi abazali bethu bayasifaka ezingxakini.
Eish yaz 😢
Sisentweni vha😢
Siyabonga Kehla, I recently consulted and I was told that my dreams are fading because of ukubangwa. Your channel has been so helpful to me and many other. Makwande!
Ngicela ukubuza sibaluleke ngani isphandla sakomalume?
@@sifisolesley4705 Ngiyacanga kuyaye kuye ngenkulumo osuke uyitholile.kodwa ikakhulukazi imvamisa iThonga langakomalume yilo elivame ukuba namandla empilweni yomuntu,so kuyenzeka kuthiwe kumele ubongwe ,lokho okusho ukuthi iThonga elikwembethe nelakusingatha usasokhalweni kuMama wakho elakoMalume.
@@sifisolesley4705 l
@@sifisolesley4705 o
Thokoza Kehla, ngiyakuzwa Mkhulu ukhuluma ngokuthi fanele uLobole uMah wengane, manje uma nihlukaniswe abantu abadala usubuya ukuyovela koMah wengane ngenhloso yokuthi uya Lobola yena UMah wengane, bese kufika lapho nihlukana khona ngenxa yezizathu zempilo, manje senza njani ngengane ngoba awuqedile ukuLobola kodwa senihlukene.
Siyabonga izimfundiso zakho Mpunga yesintu ukhule khehla
Yavele yakhuluma ngempilo yami Impunga syabonga ngokuhlaziya
Wonderful presentation Mkhulu, it’s so true, I am challenged in my life’s journey Ngiya bangwa
Yashaya Impunga madoda ngathi ifunda phansi. Akwande👏🏿👏🏿
Wow...idlozi linamndla...kade ngizibuza ukuthi kungani ngikhohlwa.
Hawu nkosi mpunga yesintu engaty utsho kumina konke lokhu okutshoyo mina abazali bam bahamba emhlabeni bengazwananga Ngoku sebeyangibanga hawu ngze ndakhanyiseleka kakhulu yoh
Eyiii , akhlangani lutho ngampela yaz 💔
Mpunga sicela usichazele ngendaba yokuzihlawula uma uyinsizwa. Ubaba sewabhubha ( deceased) kodwa ngiyafisa ukuzihlawula ngoba ngiyabangwa......ingabe yiziphi izinto okumele zenziwe. Ake ngithi nje impuuuuuuuuungaaaaaaaaaaaa!
Ndunakandaba angifuni ukuthi ngithi kodwa ngithi bangathini bathini usilaphile isizwe esimpisholo waqeda ngaphandle kokusikhokhisa ngisho indibilishi lena uyinkunzi enkunzini Ndunakandaba intozami zimile bengisanda kuthola ukuthi ngiyabangwa lapho ngithi ngizoqala ngilungise nansi COVID - 19 yavala yonkinto ngisho kwayona imali leyo angikaze ngiyithole emsebenzini ye COVID - 19 abanye abasebenzi sebeyitholile ngenxa yombango # Hamba nami Mpunga ngibambelele kuwe.
Ngibingelele ubaba azange abe empilweni yami ngakhuliswa u gogo nomkhulu wakamama.ubaba walahla umama azange aphinde abuke emva waba nomunye umfazi kodwa umama uthi kimi azange amnqedelele ukumlobola baya ukuyoncikinca kuphela makaqeda kuvule khabo mama.umbuzo wami bangangibanga na bakhabo baba engingabazi ngakhuliswa khabo mama bangekho baphila kodwa ngibiza isibongo sakhabo baba uzwane.
Iyoooo 😥😥😥funa bese ngiyixazulula kanjani lenkinga ngoba umama ukipitile umalume washona ilikomama alisekho ngenza kanjani ukuze ngikhululeke nami
Zilungiswa kanjani mkhulu izidalwa okanye ngithi idlozi ukuthi lingakubangi
Ilento eyenzeka kimi nqoo,sbonge Mpunga ngokusidalulela loludaba oluphusile kangaka
Siyabonga Khehla. Manje ilungiswa kanjan. Mina nje ngivele ngingaphuphi sdalo. Mangike ngaphupha ngikhohlwe immediately mangi vuka. Kungekudala nje kwakhona isalukazi engangixoxa naso emaphusheni. The minute ngivuka. Kwathi nya. Ngikhohlwe yonke into.
thina siyobagwaza ngezikhali zethuuu bayeeeeee 🙌🙌
Bayedeee Nduna kandaba indaba enkulu lena oyibekayo lapha kulesi qephu.ngiyafisa engathi nami ungake ungibonise kayise.ezami izinto zimiswe yikho ukubangwa I zidalwa. Impunga yesintu phambili ngomsebenzi omuhle wokusi qwashisa
Ngiyabonga ngokusivula amehlo nemiqondo esebuthongweni ngokungazi
Yey kukhulunywa ngami la😷😶
Kwangathi ukhuluma nami mkhulu. Kwaze kwanzima.
Lakhala inkankane Lathi ngahaaaaaaamba impungaaaaaaah
Thokoza khehla Sizwe sikaPhunga noMageba Thokoza 👏👏👏
I love this channel. Siyabonga Mpunga yesintu
HAWU!!!!!!!!!!!!!!!!!!! Wababiza oMkhulu Mpunga. Ngiyajabula mina.
Ngiyabingelela Mpunga Yesintu, mina ngicela ukubuza nami ngoba izinto zami nami zimile azisayi phambili, nami umama wangitholela ekhaya and abazali bathi abenzelananga lutho and ubaba akahlawulanga kodwa wagcina nje ngokukhipha imbuzi yokugeza umuzi, nawu ke umbuzo wami, mina ngimuntu onaphupho kakhulu eminyakeni edlulile bengiyiphupha into bese yenzeka njengoba ngiyiphuphile kodwa manje amaphupho amaningi senguvuka ngikhohliwe...ngenyanga edlule ngiphuphe kufika kimi ugogo nomkhulu kanye nobaba omkhulu then ubaba omkhulu wanginika imali engamashumi eyisithupha amhlophe eku plastic ofana noweziqeda, wabe esthi ''wena mfana besicela ukuthi kube uwena ozosishisela impepho layikhaya'' base bengikhothamela bobathathu baguqa ngamadolo, kodwa emva kwesikhashana ngabuyela kuye ngamchazela ukuthi ngeke ngikwazi ngoba ubaba kazange ahlawule komalume wabe esebiza bonke oAnti bami amaphila wabatshela, ngicela incazelo neseluleko ngoba futhi ngihlezi ngiphupha ngisemanzini imifula emikhulu kodwa not ehambayo amanzi nje amile, ngipnde ngiphuphe nezinyoka.
Kubangwa yini ukuphupha izinyosi futhi kumele ngenzenjani
Benga thanda ukwazi ukuthi ukubangwa ngabantu abadala kulingiswa ka njani...
Nanso ke inkinga engibambile akathelwanga ngenyongo washada Kodwa Umama ongzalayo,seqiwa lesosigaba sokuthi athelwe ngenyongo ibhokisi likhona umakoti waba yahlatshwa inkomo yomuqhoyiso Kodwa lutho ukuthelwa ngenyongo ngoba wangena ngeveyili
Siyabonga Mpunga Yesintu
Ngibingelele mkhulu Mina nginenkinga lapha umama wangilahla ekhaya ekhaya ngina 6 months wahamba waduka ngakhuliswa umama owayeshade nobaba benogogo ozala ubaba lapho Mina ngikhula nje ngazi ukuthi umama wami yilona oshade nobaba kuthena ngifunda uSTD 7 ngezwa abanye omama bexoxa ukuthi angizwalwa yilomama oshade nobaba kanti vese nganginezinsolo lapho ubaba ungenzisa yonke into layikhaya Waze wangifaka isphandla kushiswa nempepho kukhulunywa nezidalwa ngikhona lapha kuthe mangibuza ubaba ngodaba engiluzwile ukuthi angizalwa yilomama ashade naye wangitshela lonke iqiniso ukuthi umama wami wangempela wangishiya endlini yamatools kungekho umuntu wahamba akamazi naye washona kuphi ubaba wangafuna ukuphumela obala ngekhaya komama ukuthi likuphi wathi nje ungazihluphi ndodana nalikhaya nami ngokungazi ngaqubeka ngahlala inhliziyo yami ibuhlungu nginesilonda ngaphakaphi ngifisa ukumbona umama so ngebhadi washona ugogo engangisondelene naye ngasala impilo yaqala yanza ngakuthungatha ekhaya komama ngaze ngakuthola mangifika bayangilandisa ukuthi umama akekho lokhu ahamba nami akaze abuye nobaba akaze avele lapha ngisho ukuzobalandisa ngokwenziwe umama bona nje Nazi ukuthi ngikumama nami ngakwemukela lokho ngavele ngazizamela impilo inkinga manje izinto azihambi kahle ubaba akayingeni eyokuya komalume akanandaba nje uziphuzela utshwala so esimeni esinjena kwenziwa njani ngoba impilo kimi ayiqhubeki sengize ngenza code 14 license kodwa lutho umsebenzi angisazi nomama uhlala emkhukhwini egoli unohide lwezingane ngicela ningicebisa ngoba inkinga isekutholeni usebenzisa ngithole imali ukuze ngilungise lento iwona ke lona onqabayo nomama kuthiwa fanele enze inhlambuluko ngesenzo sakhe ngilekeleleni kuduma ikhanda
Gama Iam ngu Tom zondi nam ngnenkinga efanayo and ngathengwa kithi ka zondi kodwa ngsabangwa namanje
Mpunga ye sintu ngyabingelela syabonga kakhulu ngakho konke uyasisiza impela ngolwazi
Ngiyakuzwa bhuti uyabeka and futhi okuningi kuyikona. Iphutha kodwa isiba nalo most of the time ukuthi sihlezi sicabangela ukuthi ngaso sonke isikhathi umuntu wesilisa ohlezi eholela ekuhlukaneni kwabazali bengane uma isizelwe. Lokho akusilona iqiniso, and sizobe silahlekisana uma ngabe njalo uma kukhulunywa ngezimo ezikanjena kube ukuthi njalo kuzohlezi kunukwa umuntu wesilisa. Umuntu wesifazane kuyenzeka akushiye njengoyise wengane for izizathu ezingenziwe uwena, ngoba phela naye uwumuntu and umuntu njenganoma yimuphi umuntu "ungumalala ephunduka". Manje ke uzomlombola kanjani umuntu okanjalo? Uma futhi wenza okufanele ukuthi ukwenzele ingane njengoba uchaza usuwumuntu omumbi sekunezinkulumo zokuthi vele "awuzange wamuthanda unina wayo kwasekuqaleni" and lezo zinkulumo ziqhamuka nje, akekho ozaziyo izizathu ezinihlukanisa in the first place. Akesibheke bakwethu indlela esibeka ngayo izinkulumo zethu kwesinye isikhathi, yize ulwazi lubalulekile kodwa masingathathi izimo zempilo esibhekana nazo sizimbathise ingubo eyodwa. Lokhu engikubhalayo angikuqondise kumuntu kodwa nami ngiphosa esivivaneni solwazi njengoba sonke lana sinikezana ulwazi. Ngixolise uma ngabe kukhona engibagxobe amakhona ngokuphawula, bekungayona inhloso yami. Ndabezitha!!!
Ngiyabonga ngokusindla lela ngokubangwa ilento ehlupha ubaba wekhaya kwande mnpunga nginganjabula mangase uzicazele ukuthi uma unalenkinga ungasizakala kanjani
Mna baba ndinamahlaba umzimba wonke kudala ndizama andisazi ngoku
usizo lalento ngingaluthola kuphi, njengoba nabazali bami bengenandaba nami bobabili
Wena qhawe lama qhawe. Washaya mnewethu.
Siyabonga kakhulu kodwa umbuzo wami omkhulu oyoshitsha impilo yami uthi isimo esikanje sisi lungisa kanjani? Menginaba zali abasindisiwe futhi bengasekho ndawonye....
Umuntu senkingeni yokubangwa mpunga yesintu angazi ngingenza kanjan kungena esibongweni okuyisona ngoba nasekhaya kusekho muntu esandleni sokudla kwesikababa ngama fuphi kanti kulapho ngikhulele khona kubo kubo kababa manje iyangihlupha lento ngoba ngihlawulwanga kubo kamama
Ay unzima Mpunga
Manje kmele senze kanjani kulokubangwa ngoba ngempela lesimo ngibhekene naso ngqo ngcela usizo mpunga
Ngavele ngahlengezela izinyembezi...ngihlale ngiphala ngoba ngifuna ukucaciseleka ngobizo lwami kodwa akulungi, angiphuphi noma ngiwakhohlwe njengoba usho nje...sengize ngifuna nokulahla ithemba
Ngiyabonga, ngiyithandile lena
Mpunga uyiphendulile imibizo yami. Ngiyabonga.
Siyabnga Baba yangithinta kakhulu lentetho mina ngqo ubaba wethu akasikhulisanga sikhulele ko malume kodwa sibiza isibongo sika Baba kunzima kakhulu
Ukuphupha mkhulu inkomo enolaka ingena endlini isho ukuqeda ngokuhlaba
Yiyooo Mpungaaaa
Yimi lowo ngisizakalakanjani Mpunga ngilengane enjalo ayiphumeleli nasesikolo kaphumeleli
Ngibingelele mpunga mina nginako ukuphupha kuse sengikhohliwe, abazali bami bagcagca ngokwasesontweni kwashona ukhulu wasekhabomama esezithengile izinto zokwaba nebhokisi babazali bami bashona bengakawenzi singalungisa kanjani esimeni esinjalo
ngithinte
@@impungayesintutv ngicela impunga ingiphe i number engizomthinta kuyo
Yho kunzima emhlabeni mosi
Ukulinda umshado kuxazulula yonke lento🤞
Syabonga baba kodwa mina nhicelukubuza la ukuthi manizwelwe u baba no mama bathola izingane ey8 bengakashadi ngokwesintu bese kuthi bagcagce senibadala nonke ,umbuzo wam uthi mhla ubaba eyobonga sesikhishwa komalume engabe umfana omdala melekhishwe Yoda yin ekhaya komalume bese thina abanye bayalandela ngenyimini?
Kubangwa yini ukuzamula ungabhodli bese ugcwale umoya
Ngisacela ukubuza kubhuti noma ikunoma ubani ongangenelela ngabe Eqinisweni langempela kulunge ngokuphelele yini ukuthi uthi ungumzulu uhambe izinyanga/izangoma zezinye izinhlanga njenga Maswati,Shangane or Xhosa
Lokhu ngikusho ngoba ngisanda kuhlola komunye wangihlolela kwangafana uthe mese esengichazela ukuthi ngenzenjani wathi mele ngiyethuneni likababa kithi ekubeni ngikhulela ekhaya komama kwakukhokhiwe khona kwase kushona umkhulu nobaba wangababikho umuntu ozongiqoqa umama washada kwesinye isibongo wathi umalume omdala benogogo kimi abakithi abakweleti imi engiyokipha inkomo yesondlo mhla bengikhipha sengigcagcelwe
Manje ngila ngathi mangimchazela lomama sacishe saxabana uthi angihambe angihambe ngiye kithi ethuneni likababa engingabonanga kungumqondo omuhle ngoba angikhishiwe komalume wabeke esethi umzali wakho umzali wakho akasuki kuwe ngithi mina kuye emndenini ngiyothi ngiyokwenzani elibeni uthi mangisaba lokho ke angiye ebusuku
Siyabonga mkhulu
Hmmm, Mpunga yesintu inkukhu inqunywe umlomo. Ngiyabonga kuzwakele kahle kakhulu konke okuchazayo.
Impunga yesiNtu umthombo wolwazi ngesiNtu sethu
Ndiyabonga mpunga
Nami ngibhekene naleyo nkinga Mpungayesintu. Ilungiswa kanjani inkinga enjalo? Nali iphupho engivuke nalo: ngiphupha ngidubuleka ngesibhamu seku kabili lifika lephupho kimi uphupho lesibhamu kolamaviki amabili adlule
Ngsezokuthola
Kukhona umuntu okumele ngemithi, manje uma udutshulwa izinhlamvu zyakushaya noma zyakugeja?
Ephuphweni lokuqala ziyageja kodwa kwelesibili ziyangishaya emlenzeni
@@sandilekhuzwayo2583 lol
@@eyamadodaayiphelinkulunkul5127 ikephi inkinga yakho ndoda?
What must we do baba
Inqinoso lelo mphunga
Asibonge Mpunga.
Umbuzo wami uthi kufika njani kodwa ukuthi ubangwe ube uzalelwe emshadweni?
Cela ukubuza mkhulu.uma uphupha UBABA okuzalayo ehamba nekhehla nesalukwazi bekuxhawulisa.ngabe lokho kushoni.ngibabone nehla emotini ebomvu
Impunga
Kwaze kwaqondana nam lokhu
yami lowoo nkocy yami angisazi ngenze njani
Ngiyakubingelela mkhulu. Cha bengicela ukuba u ngisize lana mayelana no baba wami esamngcwaba ngo1985 kodwa mpunga I thuna lakhe alibohli ngathi sekuyisiduli sengenzenjani ngalokho ngicela impendulo
Manner ulungisa kanjani mkhulu
Imina loyo onaleyonkinga sekukaningi ngzamukthinta
Nsele mfethu asithembe kuzolunga umfana kaMangethe lo Uzikode.
Ihubo lakini yini leli olihuba noma olivuma kamnandi kangaka
Baba nenkinga apha angiyi toilet kunento esesiswini apha akuyeki toilet kunento ephethe mpilo yam mali angiboni ngifana nomuntu njer😢angisathandwa nasekhaya ngasuka komalume ngazigodusa kuba ngaginxabene nomamah manjer se durban mpilo nzima ngiyasebenza but angazi ngisebenzelaphi
Yhey watshokona
😭😭😭😭😭😭😭 ibuhlungu lento kodwa siyabonga mfethu ukusicushisa
😢 yimi lowo. Haaayi...
Sawubona khehla. Nginenkinga engikuyo yokubangwa. Ngicela i link yokuthenga lezo zincwadi ozishoyo. Ngiyabonga
Siyabonga Mpunga, ngingayithola kuphi incwadi yakho le ethi Sithini isinto? Ngingase Pretoria
Singakthumelela via post office
Ngyabonga mf2 ngyasizakala kakhulu.
sicela isxazululo mpunga makulesimo ikuphi oksuke kmele ukwenze
Isixazululo siyehluka umuntu nomuntu, ngoba ukubangwa kwabantu akufani kumele sihlale phansi sixoxe ukuze sibone ukuthi wena isxazululo kuzoba yini
ngyabonga mpunga ngozama kufona
Siyabonga kakhulu Mpunga Yesintu, ngicela ukuza ukuthi of ubhekene nalesimo sokubangwa kumele wenzenjan. ?
Sithini ke isisombululo uma ubangwa ngabantu abadala Mpunga yesintu, yini esingayenza thina bantu banalenkinga?
isizulu sijullile kakhulu
Inumber yempunga?
Ey mina ngike ngaphupha inkunzi yakithi ilwa ne nkonkoni.... ize layphushela nase mfulen obuk'hlaza labaleka inkonkoni seli lunywa izingwenya emaqakaleni
IBUHLUNGU LENTO...NGOBA AKU HAMBHELI PHAMBILI NGOBA AWUNAYO NALE UKUZINCEDA.. UTHIXO ASINCEDE
Ngithinte sizoxoxa siwudambise umbango phezu kwakho
Ngcela ungipha inamba yakho
My reality 😩 ngistuckile kaMaster ngenxa yalokhu. Ngonyaka odlule ngantshontshelwa imoto, ngayithola ngalo usuku, next month imoto yagqekezwa kwathathwa yonke into including amawheel caps, the next month ngisathi ngiya phuma emotweni ngakhonjwa abafana ngesibhamu, masiyozwa kwathiwa okhokho bayabangisana ngami ngoba sengifundile, abakomalume sebezodla ngami💔
Ngithinte uqale usende SMS bese uyafona siyixoxe lento yakho
@@impungayesintutv ngizokwenza njalo maduze
Thokozani makhehla ngiqcela ukubuza Mangabe ubangwa ngabadala besibongo esisodwa usephehlweni kusuke kwanzekani ?
Kwenziwanjan?ngath ushokumi straight
Mnewethu
Oo
ngzophuma kancane esihlokweni Mpunga.... Ingabe ukuthatha owesifazane oyinhlotshana umenze umfazi kuvumelekile ethongweni?....
Inhlotshana kanjani?
@Ake ngingathi olunye uhlanga, eg umlungu, Indiya, ikhalathi noma abakhona la eAfrica
👌🤞
wawabiza amakhosi aseZulwini madoda ayisukanini.
why ungayibuki icamera direct Mpunga?
Mpunga! Ngicela ukubuza ukuthi uma ekhabobaba ithongo lakhona lingcolile futhi lithatha izinhlanhla ozinikwa ekhabomama, ungakulungisa kanjani lokho?
Zitholakala kanjani izincwadi zakho Mpunga yesintu?
Hamba kwa Adams uma useThekwini noma pmb okanye singazthumela ngePosi
@@impungayesintutv ngisegoli Mina ngokuhlala
Ndigabulela ngengcaciso tata,umna ndi sando consult,ndaxelelwa ukuba abantu bakulo tata wam abandi recognise as isizukulwana sabo,my father and my mother are married,kuthwa ndibangwa kulo mama wam( ko malume)...ingaba ithetha ukuthini lento?
Mpunga yesintu,ngiyakuzwa uma uthi awusincomi isenzo sokuba thina zinsizwa senyule abantwana sibashiye onina babantwana.ngabe uthi masenzani uma sebezitholele amadlelo aluhlaza okanye ucu lungasahlangani entanyeni kepha sibe sinomtwana?
Phela vele angeke wamthatha esethole amadlelo aluhlaza, kodwa uma nithandana bese ufune ingane kphela umshiye yena akuzwakali loko
U baba wekhaya oshadile wena njani yena umaekhulelise ngaphandle? Ukuthi ingane ibize sibongo sayo?
🙏🙏🙏🙌🙌🙌