Maye Mpunga Yesintu uyasikhulisa ngesintu uma ukhuluma kuba ngathi elidala ikhehla kanti usemncane kodwa - ke kusuke seku khuluma wona lamakhehla oFuze masewuzixeketha sibonga kakhulu okuningi mina ngikufunde kuwe okwesintu nokunye kade ngingakwazi mina ngyazibongela cant wait to receive my books
Camagu mkhulu. Ndiyavumelana nawe ngakumbi kule ndawo yenwele. . Nase zimpahleni zokunxiba kuyafana ... ndifakelwe intloko yandiqaqambela i2 weeks yonke. Camagu. 👏👏
Syabonga mkhulu ngihlezi ngikhuluma lento kozakwethu bangeyise bathi ngzenza muntu wakudala sengabizwa ngogogo wobizo
Siyabonga baba,injalo lendaba,ngithanda ukuyokha amanzi esiyalweni,ngahlangana nomunye ubaba wangimisa ngisaya kokha wathi cc bathi abantu abadala ujike uyogcoka kahle,ngoba wehlukile,bengigcoke ibhulukwe.
"Ubukhotheni ongakwenza"😂😂😂😂 sbonge mkhulu 👏👏
Maye Mpunga Yesintu uyasikhulisa ngesintu uma ukhuluma kuba ngathi elidala ikhehla kanti usemncane kodwa - ke kusuke seku khuluma wona lamakhehla oFuze masewuzixeketha sibonga kakhulu okuningi mina ngikufunde kuwe okwesintu nokunye kade ngingakwazi mina ngyazibongela cant wait to receive my books
Wow, washo khona Mbanjwa siyabonga kakhulu
Siyabonga...Mpunga yesintu..singabayiningaphandle kwakho..bekwandiselenjalo abakini ngamazwi osiphawona..nami bengifisa abakithi noNkulunkulu bengiphe amandla ngikwazi ukuyibona ngamehlo ami..iMpunga yesintu🙏🙏
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
Webafo...ngiyiNazaretha mina..so indaba yebhayibheli angingileni
@@sanelesandile9985 What is the right direction from God create without the Bible?
Worship the grounds you walk on
Au ngyabonga Mpunga yeSintu,ukthola iqiniso nemfundiso ngokuziphatha kwabelaphi abembethwe abantu abadala,lokhu ngikusho ngoba enhlizweni yami sengize ngaba nokulwenyanya loluhlobo lwabantu ngenxa yokbuka othile ozibiza ngomelaphi wesintu osiza abantu engashadelwe,hhay ke eyabantu besfazane bayimvula athi uyabasiza kodwa ekugcineni uyabakhokhisa ngokulala nabo,uma ngizwa umuntu ethi wembethwe abadala sengvele nginyanye kuthi angikhwife amathe,awuqhubeke ufundise ngane kaGogo siyezwa thina esinezindlebe,siyabonga,Mpunga!!!
Gogo skhotheni😂
Uqinisile mnewethu iqiniso lilapho nje mzukulu kaVaphi🙏👏
Syabonga Mpunga sidedel impel isbhaxu😊😊
Siyabonga okhokho bakukhulise ngoba uyasikhulisa
Siyabonga Khehla 😊😊😊
Camagu xhego ndivile👏🏽👏🏽
Waze walikhuluma liciniso mnaketfu 👌🙏
Impungaaaaa uMagutshwa🎉
Thokoza ngiyayivuma lenkulumo lapha uqedile suyinyathele msileni kwabanye kk baningingi kabi
Bayeva yini Bo skhotheni na Maweni.
Sawubona mpunga yesintu uMabaso Lona.wayithinta indaba yokuziphatha siyayamukela singoMbulazi eNewcastle
Ngicela ukubuza ngokudayiseka ikhaya lokhokho sibafaka kahjani abantu abadala
I don't have gold teeth but gold on me is what abantu abadala want on me. Ngembethwe abantu abadala futhi Ngiphiwe igolide not ukusenbenza abantu.
🙌🏿👸🏿🤴🏿👑
Ngiyabingelela Khehla,mina ngiyakholelwa kakhulu kuziyalo zakho but sometimes ngibuye ngidideke...naba omkhulu Mazibuko uyahlala nabo lapho eStudio kodwa bagcwele amazinyo esiliva emlomeni....ayiiii angazi mina🫣🫣ngabe bona abambathiwe yini abadala?
Yoyikeka umntu wesifazana nabantu abadala.
Iyothunukala ngampela enenxeba la 🤞🏽😀
Ubufebe😂😂😂
Iqiniso limile futhi alijiki, danko
Makwande khehla
Unjani mkhulu bengicela ukukhuluma nawe lamhlanje ntambama
Nje,kunjalo,iqiniso
Iqiniso Mpunga Yesintu
Ngiyezwa Mpunga Yesintu manje nakhoke umelaphi ungowesifazane kumele angigeze noma angisaye inhlanga yenake uyakwazi yini ukwenza lokho engumuntu wesifazane ??
Mpunga Yesintu ngcela ukubuza iGama lengoma ekugcineni
Up
Siyakuzwa mkhulu😢🙏🙏
MPUNGA NGIYAKUZWA BALALA NEZIGULI BEGANIWE
Azibuye emasisweni. Laze lababa iqiniso Khathini
Makwande Mpunga sibonga ulwazi osipha lona .ngicela ukubuza nge Nkomo yomqhoyiso uma umuntu ongishadayo engenayo inkomo noma amandla engenawo kodwa kodwa imbuzi yokukubika ethogweni lakhe enayo bese kwinkomo athi uzothenga izimvu ezimbili lokho kuyasebenzeka nah ?
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.
Look we don’t all believe in the bible please accept that and leave us alone with our ancestors
Unkulunkulu wa MaJuda loyo, to this day you don't see?
@@mmerekomoshomo5412 Kanti ubani owadala Konke okusemhlabeni kuhlanganise mina nawe?
Inkinga mkhulu ukuthandi zinto okungasizona ezethu
Impunga iyakhuza 😫