Ngeyabpnga Mpunga. It is important kuthi Ithonga elekumbethe umcebo walo uwothole kanjani so that we must not be receive things that will benproblem.to us.
Ngiyakhuleka Mpunga enkulu mina ngasukelwa enye insizwa nje sizihlalele yathi kimi mina nginomcebo omningi kodwa mele ngihlabe imbuzi ngizoyibona lento ayishoyo...so angazi kusho ukuthini lokho
Mina my problem is that ingane yami eyetombezane passed three months ago manje umawayo she was told to go to meet a prophet in a church. Where we were told that muna as a father cause u buried her according to my cultures as venda man .we where rold at church that i must hlawula the child because my uncestors and her mother uncestors they are fighting over a child as mina as a father they are not recognizing her as their own .that y im told that i must hlawula her so that naye umtwana must come and told us what happened cause she was poisoned at school pls help me to understand how to hlawula some1 who has passed on thanx
EY mkhulu ukhuluma nami yonke lento oyishoyo iyenzeka Kim ngikhuluma nje isisu Sam siyakhukhumuka botokodela ababoni lutho angsazi ngenzeni please ngincede mkhulu ngyafa😢
'Ukuzalwa wembhethe wukubanenhlanhla eliyi bhadi uma-ungalungisi' - that is wisdom Sir👏
Wakhuluma bhiti
Ikuphi nendawo impunga 💔siphila nakho ukubatshwazwa kwenhlanhla kodwa ayibonakali
Yabonake today kukhulunywa nami ngqo
Noma ngingaya kubantu kubatshazwa umcebo
Omakhelwane bafuna izinto Kim cz dy blv I HV everything lapho ngixakekile,ND akuhlangani lutho empilwen 😢😢
Kunjalo Mpunga🙏kodwa khona okusalayo kuyenzeka inhlanhla yakho yeNgubo ithathwe zinyanga nezithwalo kukhona isho abathathelwa ubukhosi uzwe kuthiwa ubehlupheka kunesihlobo esikude ebesidle ubukhosi bakubo kulungiswe acebeke umuntu, ikakhulu kuloludaba silinyazwe ilezithwalo ezigcwele izwe bikelani imvelo namathongo enu konke kuzobuya.
Ey washaya bhutomdala ey wajula wajulisisa, sikwazi unjena-ke, ay yabona lesihloko mfwethu singenhla kakhulu!!! yi classic video le!
Eye opening episode. thumbs up X2
Mina kuyabonakala ukuth nginayo inhlanhla ngisho namaphupho ayakhombisa kodwa lutho inhlanhla
Syabonga mkhulu iminalowo kdala kthiwa ngenhlanhla kodwa dololo ukuybona kunalokho ngbonamabhadodwa lanake ukhuluma into ehluphamina ngifisa ukuxhumana nawe ngokukhulu ukushesha nakhu awsatholakali angazi mhlambe ngingaktholakanjani ngyabonga
Mina akulungi lutho nami kwakuthiwa nginenhlanhla kodwa futhi ngake ngaba nayo yajika yavaleka sngazi ngenzenjani🙏🙏
Ngicela ukubuza ukuthi umbona ngani umtwana ozelwe ebethe
Hhhmm ngyakuzwa Mpunga eyii inzima lento yengubo yenhlanhla 😢ijika ibeyibhadi inkosi impela. Ngoba Uma isibongo singaqondile usuke ugaxele, iphinde ihambe nesiphiwo aii aii uchunge-chunge uzohamb uze ugobe 💔 . Lapho nabantu abadala abakwenzeli kubelula kuth uthole usizi ayii cha usuke ugaxele straight if ukulesisimo.
Mmmmm😢ngyakuzwa bhut mina iyona nkinga enkulu engbhekene nayo bangkhomba ekhaya komame lapho bathi konke kmele ngikwenzele khona as imbheleko but okwamanje ngsafunisela nam I hope ngizokthola cos umama uyakhumbula yize ahamba no nina esemncane but isgodi uyaskhumbula singazike esyobafica khona banjani ngokcabanga abantu bavele bethi uzotshontsha Idlozi if ufika ngalendlela kant lomkhulu uzongbulala if ngingayenzi lento ayfunayo
Eish inkinga yes yesbongo yimina senna 2 years ngzama uklungisa is isbongo Sam bt eyi kubi
@@Bet_with_G_light bekezela mfo wam kuzolunga ngelinye ilanga uboke uyonikela kwaShembe ucele ukukhuluma nabantu bakini uzwe kudingeka uyilungise kanjani indaba yakho yesbongo.
Amen mkhulu cela kubuza owambathiswa inhlanhla uma isibheda futhi ilahleka ulungisa kanjan lowomuntu 👂
Esikhathini esiningi abantu abadala bayakuvezela ngamaphupho. Inkinga enkulu ukuthi usuke sebekulimazile omagangane ngisho abathakathi phela bayayibona bona kuqala kunawe khona kuwo umndeni lo..
Bo Mkhulu,today I learnt something new,glad I subscribed
Amen Mkhulu wami Siyabonga KAKHULU ABADALA BASIGCINELE WENA MKHULU WAMI
Siyabonga khehla ngisacela ukbuza kuyenzeka yini kuthi uphuphele omunye muntu ngivezelwa umalume wami enqwambile.kodwa ukqala kwalephupho ngiboni nkosi ilanga ithi kimi sebekwamukele laykhaya ngithi yebo baba ngabe sengiyohlala emlilweni nomalume lo ngathi mengimbuka uganxile into engathi inyama enonile iyisphambano?
Mkhulu 🙏🏻 mina ngazalwa ngimbethe ngicela ungi size ukumbula ingubo yami
Baba ngyaklandela ulwazi ongipha lona lujule kakhulu ngimncane kakhulu kodwa ontanga bam ngikude kakhulu ngolwazi engilicosha kuwe
Uphile Mlekeleli
Uqhubeke uphilise Isizwe
Amen mkhulu ,lenkulumo iqonde Kimi nqo, ngatshelwa ukuthi ngazalwa ngembethe , kudingeka ngembulwe ukuze inhlanhla enginayo ihlale obala
Ngayimbula ngahlupheka ngasizwa ngasizwa insuzwa yasekuphakameni yangigeza loko okwenziwa.Kanti kwakufanele abazali bajabule ngize nothing uma ngizalwa bangihlabele imbuzi.Oh I experienced that kwakungathi ngizilandele amabhadi
Thank you for video Mpunga Yesintu they are very educational about our culture Siyabonga
Ngiyabingelela Mpunga nami kushiwo njalo ukuthi ngazalwa ngembethe futhi nginenhlanhla kodwa mina angiyiboni anginalutho nje ngisebenza as a domestic worker and nginebhadi ngithola umsebenzi kubalungu abathwele 🙆
Abathwele kanjan abelungu awuhlube idlubu ekhasini
Iyooo....Sengathi ungathola usizo ngelinye ilanga. Kuvuleke inhlanhla yakho👏
Ugade ukuba abasebenzisi Inhlanhla yakho ngoba abasebenzisa izilwane. Sukuma impunga yesintu ikuchazele ukuba umbathiswe ini nokuthi ulungisa kanjani🙏🙏
Ngiyabingelela Mpunga angaze ukuthi kwenziiwa yini lokho inhlanhla yami ngingayiboni.Ngicela usizo kuwe Mpunga ukuthi ungichazele ngeyami,ngimbhethe yiphi
uma ngingabuza ubabona ngani ukuthi bathwele labo beLungu bakho ?
Thank you for sharing, my gaa was born in veil, I don't know what to do, Nonceba from Gauteng
Njenga nami nje abantu bazitshela ukuthi ngiphila kahle nginemali ngiphila kamnandi kodwa akukho lokho
Amen Baba le ncwadi ewu700 ngingayithola ngise Eswatini
Ngeyabpnga Mpunga. It is important kuthi Ithonga elekumbethe umcebo walo uwothole kanjani so that we must not be receive things that will benproblem.to us.
Wayishaya esikhonkosini mfokaMbanjwa. Ukwembatha ingubo Kuyinto ejulile ngempela. Kanti akusiye wonke umelaphi ongakulungisela🙏🙏
Hhayi bayinkinga amakwebhethe mfoka Mbanjwa.....ngiyeza eMphelandaba
Siyabonga Mpunga
Asbonge mhlonishwa
Ngiyakhuleka Mpunga enkulu mina ngasukelwa enye insizwa nje sizihlalele yathi kimi mina nginomcebo omningi kodwa mele ngihlabe imbuzi ngizoyibona lento ayishoyo...so angazi kusho ukuthini lokho
Sohlaza inkinga enkulu ekuyilungiseni lengubo imisamo yethu isilimaziwe. Kofanele kulungile imisamo kuqala. Kanti wathinta umsamo emndenini kuthiwa utshontsha idlozi. Ngalesosikhathi izinkinga zidlala ngawe. Kuvele kube nzima kakhulu.
Fuzehh fulele Hahhh kwande kakhulu Baba ngihlezi ngithokozile kakhulu
Weze umsebenzi ufike emsebenzini ugxoshwe kodwa kuthiwe unehlanhla😢
Eish yimi lowo ozithola ekulo nkinga 😭😭😭i have been told ukuthi bekumele ngisigwili kuko konke as bah ngiyingane ye wele.😭😭😭🙌🙌🙌
👏👏Yhooo bawo kuningi ingaba mkhulu lokho kwembulwangugobela?
Asibonge Mkhulu 🙏💗
Thnk u mpunga eiiich kunzima esibhekane layo
Nginenkinga kuthiwa nginethongo kodwa izinto ziyabheda langive la khona babuza langisebeza khona Nomntu umengibheka ubonangiphila kahle kodwa Lutho nomyeni wami kanjalo
Hmmmm 😢 nabo okhokho bethu babenokungalungi kushut. Manje singayinqanda kanjani lento. Ungamhlambulula kanjani lomuntu ukuze lenhlanhla ibe inhlanhla eyisibusiso
Manje mkhulu ngibona kanjani ukuthi ngizazi ngimephi ngiyini siza mkhulu 🙏🙏🙏
Thokoza mkhulu ngiyabonga ukufunda okubalulekile amen 🙏💖
You are very eloquent
Molweni ngathi utsho kum akhonto indilungelayo kodwa kuthiwa ndine ntlantla😢
Umdali akulondoloze. AMEN
Icacile leyo Mpunga .....Bengicela ukubuza ukuthi uma abantu abadala bethi abafuni lutho nje bafuna ukuphakanyiswa kuphela ....ngicela incazelo
Ngibingelele, ayi impela ukleza kogwansile...siyabonga Fuze
IMpunga yesiNtu mina ngazalwa ngimbethe kodwa umama uthi ya tshontshwa u nurse Cela usizo ngenzenjan
Thank you for the video. That happens to us
Keep up the good work
Syakhuleka cela ukubuza baba kusho ukuthini ukuphupha wenza ingadi utshala izimbali lapho kusenjalo kuqhamuke ubaba osaphila emhlabeni engcome esho khona ukuthi cha uyasebenza mfana?
UNyazi likbusise Mbanjwa likulonde lwandisi mihla yakho yokphila syakdinga😊❤
Ngavuleka amehlo ngyabonga kakhulu umbuzo uthi kodwa ingabe usizo lukhona yini mele samukele inhlupheko nje ?
Fuze efulela, siyabonga ngokusipha amazwi ahlakaniphileyo.
😢😢Yimi loyo angzi nokuthi ngibhekephi mkhulu
Siyabonga impela ngolwazi olunguka manje wafuna ukuthola one on one wenza njani
Xa uphupha flowers
Manner manganese waqala izinto zahamba Kathleen maksuka kwabheda I impela isivalwa yini ke
Waythinti ndabenkulu Mkhulu
Ngazalwa ngembhethe yagujelw khabo mama kodwa ke umama wayebekwe ubudlezana kubo sasesibuya ke ekhaya kuningi ngenzenjani makunje ngiyabonga ngolalela kumpunga yesintu
Yimi loyo
Washaya Khathini mnewethu 🙏👏
Yaz baba ngibabuhlungu mangikuzwa ukhuluma kanje,ngoba ngaya komunye ubaba oyisabatha ehostel wathi ngizenenkukhu emhlophe ayongigeza ngoba ngazalwa ngembethe ngayake ngagezwa inkukhu wathi ngiyinyathele Kona emfuleni.ngithe ngibuya ngathonga kuthiwa iwele lam likamoya unkulunkulu angiphe Lona lifile
Thokoza Mkhulu, ngicela imigudu nendlela yokuthola izigcwadi lezi ze-combo.
Wayibeka yakhanya Bha okukaNogwaja omhlophe ehlungwini.
Mina my problem is that ingane yami eyetombezane passed three months ago manje umawayo she was told to go to meet a prophet in a church. Where we were told that muna as a father cause u buried her according to my cultures as venda man .we where rold at church that i must hlawula the child because my uncestors and her mother uncestors they are fighting over a child as mina as a father they are not recognizing her as their own .that y im told that i must hlawula her so that naye umtwana must come and told us what happened cause she was poisoned at school pls help me to understand how to hlawula some1 who has passed on thanx
U were talking to me,ngiya khuzwa khetlha
Yhooo ndiyabulela ngolwazi olubaluleke kangaka.
Molo Mpunga yesintu ngiyakuzwa mina
Ayi naminginjalo kade kwabe kuthiwa nenhlanhla kodwa lutho ngiyasokola kakhulu sengizame konke ngiyayakwabasizayo akulungi
Ngiyabingelela khehla elidala👏. Umnikelo we appointment mkhulu uba into engakanani? ngiyafisa ukuza kuwe. Uyawasebenza ama weekends?
Amen
Manje wenza njani uma abantu abadala abasekjo abangangicazele ngabantu bakudala babehlambulukile noma chaa
Yaz ngathi mpunga ikhuluma nam angsakholwa nanokuthi nginalo ithonga ngenxa yosizi enginalo
Sicela yma uchaza uhlale odabeni coz uthathisikhathi ukuchaze
Syabonga Mbanjwa
Mpunga nkabi yam👍
Wabeka kahle mkhulu...
Cela ukbuza mengabe kthiwa uzwalwe ugaaxile
Ngiyabonga ngolwazi ngoba nami ngitshelwa gco ukuthi ngicebile kodwa ngiyahlupheka akuhlangani lutho
Ngicela ukubuza ukuthi uma uphuphA uyibona phansi kusho ukuthini imali phansi
Hayi unzima mfoka Mbhajwa... ngiyakuvuma!
Ngyabonga mina ngifisa ukbuza ukuthi incwadi yamaphupho ikhona yini sengilutjolile impela ulwazi uma ngingalahleka manje kobe ngithndizinto😊
Thokozani Mkhulu, amagobongo adliwa abantu abanjani? Kuthiwa ngine Sithunywa, that's correct ngiyazi nami, izibonakaliso ziyashabalala, angikhumbuli ukuthi ngiphupheni
Ey mkhulu kunzima nkosyam kungahlangani lutho okuzamayo mkhulu 😢😢😢
Izangoma nazo zinezilwane,
Manje uma ungenwe iso kufanele wenze njani
Ngicela ukubuza mina kuthiwa ngazalwa ngembhethe but izinto zami azilungi ngine bhizinisi kodwa lime ndawonye Akukho okulungayo kufuneka ngenzeni
Mapholoba 👌
Ngiyabingelela Mpunga nami bath ngazalwa ngembethe inhlanhla kodwa angiyiboni
Kwakhanya kwathi bhah! Makwande Mpunga!🙏 Syabonga!
Kuyezwaka syabo😅
Thokoza Mkhulu. NgiseGoli. Ngidinga ubanzi olujulile. Isintu angisazi . Ngithola ukuthi ngazalwa ngembetha. Kubo kamalume kusele Uma .angikhoni ukusizakala. Ekhaya sebalala bonke kusele Thina izizukulu. Sisindisiwe ekhaya. Impilo Yami ayingithokozisi. Ngizalwa kwaSkosana kabokamama. KukaNonyane
Aiy khathini unzima mfw2 syabonga.
Umuntu owazalwa enenhlahla uyakhungwa emsamu abongwe ngembuzi , yebo kuyenzeka aphumelele khona engakhungiwe kodwa kuye bese kuyavaleka ngenxa yokuthi akakhungiwe
Ukuthonga usesingxobeni .okanye
Yembulwa kanjani ingubo baba
Ngicela ukubuza mhlonishwa ubona kanjani ukuthi wazalwa webethe?
Enkosi Hayi kubuhlungu .. kodwa ayikho enye indlela kukuzilungisa ngalendla ke qha
Ngibingelele mpunga yesintu , Uma kuthiwa wazalwa newele, lalangaphila, kuleso simo kwenziwa njanikuleso simo
Kuyezwaka Mpunga yeSintu Mfoka Mbanjwa
Mina ngihleze ngitshelwa ukuthi nginemali ngisho izingane zami uqobo
Manje kungathi ngiyifihlile kanti anginayo ngiyafisa ukuba nayo
Ibuhlungu inhliziyo yami
Hey mkhulu lapha o khuluma ngami!!!
Ukuthonga unikwa izitsixo zeemoto ziphuma emanzini
Simsusa kanjani eduze kwethu lomuntu ongalungile ?
EY mkhulu ukhuluma nami yonke lento oyishoyo iyenzeka Kim ngikhuluma nje isisu Sam siyakhukhumuka botokodela ababoni lutho angsazi ngenzeni please ngincede mkhulu ngyafa😢