Okujulile ngeZalukazi

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 вер 2024
  • Indaba yemicimbi yezalukazi ijule kakhulu akumele niyithathe kancane

КОМЕНТАРІ • 86

  • @busitshabalala4181
    @busitshabalala4181 Рік тому +5

    Wazalwa wabikwa ....mkhulu ungumlekeleli ngempela ulilandele igama lakho siyabonga ukusilekelela🙏🙏🙏🙏🙏🕯makukhanye kubemhlope phezukwakho mpunga siyabonga❤❤❤❤️

  • @petrusmnguni6737
    @petrusmnguni6737 Рік тому +3

    Wayibeka mnewethu mina ngizalwa maMthembu yena uzalwa maHadebe owafika ezogana kwaMthembu umaHadebe uzalwa maZondo lona onenhlanhla phezu kwempilo yami manje angikwazi ukumenzela kwaMthembu umuzi wakwaZondo owusekho okusho ukuthi ukhokho kimi maZondo ongugogo kumawami kumele ngiyo menzela umsebenzi entabeni noma olwandle uma ngikuzwa kahle wayi lamula Mpunga yesintu ngyaba bonga amakhehla akini ngawe mnewethu 🙏👏

  • @fikileduma9472
    @fikileduma9472 15 днів тому

    Kunjani baba kunzima mina baba kuthiwa ngimbethwe ukhokho owugogo kumama ongizalayo. Manje umkhulu kamama wayekade ethathe isithembu. Ngazama ukwenza kwatholakala ukuthi izalukazi ukuthi ziqhinqile azisondeli umuntu owayengenzela washo. Manje ngiyadideka ngoba lelikhehla belinesthembu ukuthi kumele ngenzekanjani ngiyabonga baba

  • @user-ow9cv6lw5j
    @user-ow9cv6lw5j Рік тому +5

    Abaziyo bathi uyiChampiyoni❤

  • @davidmbambo1017
    @davidmbambo1017 Рік тому +4

    Mpunga siya dinga part 2...I had to get pen and paper to map out my own linage yezalukazi

  • @KefilweMkhwanazi
    @KefilweMkhwanazi 3 місяці тому

    Ngiyakuvuma Mpunga ❤

  • @eddiemahlinza2519
    @eddiemahlinza2519 Рік тому +4

    Impuuuuuuuuuuuuunga!!!!!!! Ayi ushayile lapho mfoka Mbanjwa siyabonga sidle amaning...... kodwa sicela uke uthi ukujula ngo GUQABADELE..........Amen

  • @user-bd8fn9zh2n
    @user-bd8fn9zh2n Рік тому +4

    Sawubona unjan mnewethu bengibingelela nje Mpunga.

  • @lungilemngomezulu6318
    @lungilemngomezulu6318 Рік тому

    Ngyabingelela kwi Mpunga
    Ngcela ukbuza ukut uthola kanjan ukut ubani lo okphethe, ikhona yini indlela ongakwaz ngayo ukut uxhumane nqo nomuntu ophethe impilo yakho.
    Ngyabonga

  • @nokuthulaagrineth652
    @nokuthulaagrineth652 3 місяці тому

    Mkhulu yooooo ngaze ngadideka mina ngazi ukuthi ngembethwe ugogo kagogo wami ngicela usizo

  • @thulanikhambule7393
    @thulanikhambule7393 Рік тому +5

    Angibingelele mkhulu.ebesingibonge ngalo mfanekiso omhle kangaka.qhubeka usikhulise. Ngiyacela mfo kambanjwa.ingilhaziyele. nginombuzo la ,umuntu owagamba ehlabeni ephazamisikile ekhanda ubayithongo elinjani? Uvuka abeyithongo elinjani noma kuyaphela uma engasekho emhkebeni ngixolise ngjwekula uphile khehla.

  • @AMOYANDY4995
    @AMOYANDY4995 Рік тому +3

    Cha Mpunga iyakhanya,icacile futh ihlambulukile lenkulumo🙌🙌🙌

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Рік тому +1

    Siyabonga mkhulu ngiyakuzwa kodwa kubo mama akusekho muntu ngimbethwe yisalukazi ene silenhlanhla kakhulu

  • @nduduzo777
    @nduduzo777 Рік тому +3

    Impunga yahamba yaya Eskoleni 🤣✊🏾 Dankoo. Watching from Mpumalanga ✨

  • @mbongenigcaba2574
    @mbongenigcaba2574 9 місяців тому

    Kuzwakele mkhulu. Ngelinye ilanga ngiyofinyelela emphelandaba

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 Рік тому

    Sbonge Mpunga kuzwakele noma kujulile.😮

  • @khanyisaniphungula1653
    @khanyisaniphungula1653 Рік тому +2

    Nami ngizwe kahle, siyabonga ukusilekelela Mlekeleli

  • @user-cw2rp4zp2l
    @user-cw2rp4zp2l 11 місяців тому

    Amen Mpunga yesintu bengisacela ukubuza ukuthi Uma ukhulu wakho esashona izingane zakho zizaliswe esibongweni sakubokhulu wakho akulona iphutha fanele kwenzele njani ngoba lezingane zixakile azisifuni isikole zinenkani ngicela ungichazele Amen

  • @user-sk3zr3pl8b
    @user-sk3zr3pl8b Рік тому

    Mkhulu ngiyabingelela Mpunga yesintu,waze wakhuluna iqiniso 👏 mina ngembhethe wugogo kamama ongizalayo futhi kumele ngiyoyenza umsebenzi khona inkinga indlu ivalile akuhlali muntu.Angazi ukuthi kufanele ngenzenjani.Ijulile lendaba Mpunga 🙏

  • @user-mi2ib4vb9t
    @user-mi2ib4vb9t Рік тому

    Ngyabonga mkhulu Mina ngingenwe isalukazi esizala ubaba esingugogo Kimi saganda Sona njengoba mina umama engashadanga kodwa sikhuliswe yisona ksalotsholwa Thina ngingakwazi yin uksenzela khona ekhaya kithi la esigane khona

  • @user-bd8fn9zh2n
    @user-bd8fn9zh2n Рік тому +2

    Ey ngizile mina n mina n ngiwujabulele lomfanekiso kakhulu izandla zedlula ikhanda... Impungaaaaaaaaahh

  • @nonompofana8915
    @nonompofana8915 Рік тому

    Eyi Mpunga yesintu. Ijule kakhulu lento. Mina njengomlanjwana ozama ukuqonda izinto, nombethwe futhi, ngizithola ngikhathazekile. Ngiyafisa ukuxoxa nawe

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 Рік тому +3

    MPUNGA YESINTU mina ngike ngayohlola bathi kimi ngimbethwe umkhulu kamama ozanesipho sobuthandazi
    Kodwa manje ngididwa ukuthi Umama wakhulela lah egane ugogo wakhe khona, ekhuliswa yilomkhulu ongasiwegazi kumama owayegane naye ugogo kamama bekhulisa Umama, manje kuthiwa ngibhekwe uyena lokhulu ongasiwe gazi kumama, ukuthi nje wayeganwa wugogo kamama manje ngibuza ukuthi ungambatha kanjani ngesiphiwo sobuthandazi ekubeni kungasi yena umkhulu wegazi kumama, kodwa manje kuthiwa wuye ongivikelayo aphinde angembathe ngalobu thandazi
    Angazi kuyazwakala yini lokhu engibuzayo Mkhulu

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 Рік тому

    Mina Mpunga Yesintu ngicela ubuye futhi uthi kusichazela ngenye indlela ethi ayibelula kancane

  • @BhekabonaericMpnanza
    @BhekabonaericMpnanza 13 днів тому

    Sawubona Mpunga yesintu ngicela ukubuza kulendawana lapho uthikhona mawenzela isalukazi sasekhabomamama kufanele uyosenzela khona ekhabomama right ngyakuzwa lokho kodwa lapho ngidideka khona ilapho uthi khona uma sekwabhujwa uyakwazi uyomenzela olwandle noma entabeni
    Umbuzo
    Ungayihlabayini imbuzi entabeni noma olwandle ?
    Ngyabonga ngisalinde impendulo 🙏

  • @buhlemntimandze3455
    @buhlemntimandze3455 Рік тому

    Mpungah,ngizwa kahle mina isizulu asitolikwa,but inkinga iba la uma ungabazi wenzanjani ngikhule ubaba benomama besho only their mothers ukuthi obani khulu babo angazi

  • @sibonisomthombeni6651
    @sibonisomthombeni6651 Рік тому +1

    ngibingelele, aih wona ujulile umfanekiso wanamhlanje

  • @user-bd8fn9zh2n
    @user-bd8fn9zh2n Рік тому +1

    Ey ngizile mina n mina ngiwujabulele lomfanekiso kakhulu izandla zedlula ikhanda...mese ngithi Impungaaaaaaaaahh.

  • @mqondisi3759
    @mqondisi3759 Рік тому

    U4 mnt's Mpungayesintu uphelile ungangenile esihlokweni... Mpuuunga

  • @DanRam-gg6wt
    @DanRam-gg6wt Рік тому +4

    This is deep mpunga

  • @nompumeleloprincess2581
    @nompumeleloprincess2581 Рік тому

    Kwavela kwathi ngililizele ,,, maye wangelapha soyabonga angithi nje Mpungaaaaaaa ngethula isqhoko kwande khehla

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому +1

    Makwande Mpunga!

  • @andilekamzilikazi
    @andilekamzilikazi Рік тому +2

    Ukhule nje kakhulu uze udle nezinyoni zabazukulu Mpunga Yesintu

  • @nanaxolo4554
    @nanaxolo4554 Рік тому +2

    Mina ngiyakuzwa mkhulu syabonga mina ngisacela nisicazele ngesibonga sasekhaya komkhulu wakho ozala umama noma kodwa bengashadile kuyenzeka yini uhlushwe isithunywa sakhona

  • @xolaniandy1854
    @xolaniandy1854 Рік тому

    Wow siyabonga mfoka Mbanjwa wathinta indaba enkulu ngath uyangidonsa uthinta lendaba esangaxakanisile

  • @smangasurprisedubazane8905
    @smangasurprisedubazane8905 Місяць тому

    ngikuzwa kahle mina

  • @siphosakhesigwebela6665
    @siphosakhesigwebela6665 Рік тому +1

    Siyabonga kakhulu mkhulu kukhulu esifundayo kuwe kakhulu🙏🙏🙏

  • @duduzileradebe3135
    @duduzileradebe3135 Рік тому

    Ngiyabonga mkhulu....yhoo this is deep & clear...kwande

  • @user-bo1zy8lq6x
    @user-bo1zy8lq6x Рік тому

    Siyathokoza Mkhulu Mpunga makwande❤❤kakhulu

  • @snemalishe
    @snemalishe Рік тому

    Wayichaza kamnandi wayilamula ngikuleso simo & bengike ngibe nokuzizwa ukuthi angi belong kaMalume noma ngiwu mlanjwana 😊

  • @lindokuhlemhlongo4148
    @lindokuhlemhlongo4148 Рік тому +1

    Mkhulu mina ngyezwa kepha ngathi Nguyen kumelaphi wathi angilenze kwakhe

  • @qaphelenimsomi3713
    @qaphelenimsomi3713 Рік тому

    syabonga

  • @mckays5248
    @mckays5248 Рік тому

    Wayibeka kwakhanya Khehla, ukhulume nami ngqo. Ngicela kukubona mkhulu emphelandaba kunodaba olujulile engines enginesifiso sokusizakala kuso.

  • @SelinaMabena-wt9mu
    @SelinaMabena-wt9mu Рік тому +1

    This is greatmotivation❤ sthokoze mpunga yesintu u open our eyes godbless u

  • @bongumusa_ngcobo
    @bongumusa_ngcobo Рік тому

    Syabonga mpunga Yesintu lolwazi lujule kakhulu.

  • @rebeccatshabalala5314
    @rebeccatshabalala5314 3 місяці тому

    Kuyacaca mpunga yesintu

  • @nonkululekogcabashe9488
    @nonkululekogcabashe9488 Рік тому

    Mina ngikuzwe kahle Mpunga mzukulu wakoNgcobo. Asibonge

  • @lungilentshalintshali7285
    @lungilentshalintshali7285 Рік тому

    ngyakuvuma Mpunga yesintu

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Рік тому

    Ngiyakuzwa mina mkhulu🙌🙌🙌🙌🙌

  • @sizwembatha4429
    @sizwembatha4429 Рік тому

    Bengicela baba ukusicacisele ngama price ezincwadi nawo wonke amanye amaproduct onawo, nane consultation nje yakho, ngyabonga.

  • @katlehonglibrary3606
    @katlehonglibrary3606 Рік тому

    Kuzwakele ngithi "Impunga"

  • @bonganikheswa7418
    @bonganikheswa7418 Рік тому

    Mpunga yesintu kuzwakele

  • @nolwazingcobo8659
    @nolwazingcobo8659 Рік тому

    Sicela iYoghurt kaBaba ozama ukuthola abantwana Mpunga mfwethu

  • @mjabuliseninkosi4645
    @mjabuliseninkosi4645 Рік тому

    Kwavele kwaba unogwaja omhlophe ugijima ehlungwini🐇 uwusizo olukhulu Mpunga yesintu kancane kancane iyavuleka inqondo.🙌

  • @thokozanimakadebonanzama6068

    Ayi inamandla mpunga yethu

  • @welcomedlamini3450
    @welcomedlamini3450 Рік тому

    Washaya Mpunga yesizwe, silaphekile ngoba abantu abadala esingabuza kubo abasekho.inkosi ikugcine 😂

  • @DumisaniNtetha-ln1we
    @DumisaniNtetha-ln1we Рік тому

    Kuyezwakala Mpunga..... Izwakele kahle Mkhulu

  • @munghilepheeane8528
    @munghilepheeane8528 Рік тому

    Siyabonga Mpungaaaaa!
    Kungabe isalukazi/ukhokhokazi ngingemenzela iladi ehlane/es'gangeni na?
    Ngiyabonga 🙌🙌🙌

  • @mzikayisesomaza7293
    @mzikayisesomaza7293 Рік тому

    Siyabonga Mpunga Yesintu 🙏🏿

  • @user-np8dh1tj7t
    @user-np8dh1tj7t Рік тому

    Aii ngikzwile

  • @rain-lindamakhanya1866
    @rain-lindamakhanya1866 Рік тому

    Sawbona Mpunga, ngicela ukubuza uma uKhokazi enama cala emdenini la aganele khona, bese wakishwa abasemzini itiye lakhe ulenzela kuphi? Ngoba wathelwa nge nyongo emzini, noma akishiwe ngo mlomo, umuyenzela kuphi itiye ori ladi.

  • @malizokhumalo2472
    @malizokhumalo2472 Рік тому +1

    Eyii ijulile lendaba Mpunga. Manje ngicela ukubuza kuyenzeka nha ukuba la ingubo yenhlanhla uyiphiwe lapho ungasekelekile khona ngokomsamu?

  • @tipsonet
    @tipsonet Рік тому +1

    Ijulile kakhulu!

  • @antoniomabaso
    @antoniomabaso Рік тому

    Sanibonani siyabonga nduna kaNdaba kuyezwakala

  • @mlamulishabangu2081
    @mlamulishabangu2081 Рік тому

    MfokaMbanjwa ibalulekile lendaba ngoba abanye bavele baqhalambise ukukhuphula amakhehla bashiye izalukazi ngemuva.Kanti izalukazi ziyaphana,siyatotosana kubazukulu.Ngiyabathanda impela oKhokhokazi

  • @mandlantsele8785
    @mandlantsele8785 Рік тому

    I Yoghurt madoda...💪🧬🚀💪

  • @SphiweLinda-ib7pp
    @SphiweLinda-ib7pp Рік тому

    🙊🙊,Mkhulu,ifikile inkulumo enje izolo,ngihlezi emotweni ngizicabangela nje ,cishe NGO 6pm,manje masengibona le video,ngishaqekile🙏

  • @user-vd2du7ik9b
    @user-vd2du7ik9b 11 місяців тому

    Mkhulu zitholakalaphi izincwadi la eGoli?

  • @Bonita1241
    @Bonita1241 Рік тому

    Ijulile mntaka mkhulu KODWA mina ingivulele indlela thize ebengihlala ngizibuza yona. Aluphelele ulwazi kodwa iveze indlelanyana which always eluded me or confussed me.

  • @siyaxaba4699
    @siyaxaba4699 Рік тому

    Mpunga ngokukhulu ukuzithoba bengicela ukuth usenzele upart2 ngensizwa eganelwa konina lume okanye kube kamama

  • @MuzokhonaMbatha-eb7gt
    @MuzokhonaMbatha-eb7gt Рік тому +1

    Cha washaya khona mkhulu

  • @simphiwekhoza2295
    @simphiwekhoza2295 Рік тому +1

    Ujulile mkhulu. Manje umangabe isalikazi esikwembethe yilesi esizala ubaba kodwa inkinga ukuthi abazali behlukanisa umama wabuyela ekhaya,waphinde wazakhela umuzi wakhe wawubiza ngesibongo sakubo. Manje wenzenjani umakumele ukhulume naye noma ukumenzela umsebenzi?

  • @thabaniinnocent9569
    @thabaniinnocent9569 Рік тому

    Munganga ngcela ungi correct Lana kuthi "omashobane bedla beyenga umuntu ngendaba .meaning babencisha umuntu 😂

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 Рік тому

    Uvakele ude wandiphendula ncakasa kwakungumbuzo wami lo bandeseka ozakuthi

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 Рік тому

    Up Mpunga yesintu

  • @sizwembatha4429
    @sizwembatha4429 Рік тому

    Ay namuhla usfundisa i maths ya higher grade,

  • @lwazisibiya2680
    @lwazisibiya2680 Рік тому

    Cha iyazwakala futhi ijulile

  • @SolomziSiko-bo4gs
    @SolomziSiko-bo4gs Рік тому

    Enkosi mpunga Yesintu

  • @zandilenxumalo1205
    @zandilenxumalo1205 Рік тому

    ✨✨✨✨✨👏👏👏👏

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому +1

    Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

    • @mthobisi6624
      @mthobisi6624 Рік тому

      Ubona kufanele yini ukuthi amadoda athole le Yogurt yodumo Mnewethu?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      @@mthobisi6624 Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

    • @busisiwemangethe6290
      @busisiwemangethe6290 6 місяців тому

      UNkulunkulu wuye othuma amadlozi ukuthi asenzele izinto ngoba thina sazi amadlozi or izithunywa, so nawo they report ku Nkulunkulu naseMakhosini. UNkulunkulu uphethe konke lokho.

    • @busisiwemangethe6290
      @busisiwemangethe6290 6 місяців тому

      Wena uyamazi unkulunkulu uke wambona.. Unkulunkulu uthuma laba ezibaziyo abadala bethu.

  • @user-bd8fn9zh2n
    @user-bd8fn9zh2n Рік тому +1

    Ey ngizile mina n mina n ngiwujabulele lomfanekiso kakhulu izandla zedlula ikhanda... Impungaaaaaaaaahh

  • @user-bd8fn9zh2n
    @user-bd8fn9zh2n Рік тому +1

    Ey ngizile mina n mina n ngiwujabulele lomfanekiso kakhulu izandla zedlula ikhanda... Impungaaaaaaaaahh