Indlela yokunikela kwa Shembe ekuyiyo nesizayo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 26 січ 2023
  • Yonke into iqala ekhaya emsamo kulandele isonto.

КОМЕНТАРІ • 74

  • @sibusisozondi1123
    @sibusisozondi1123 Рік тому +2

    Syabonga ukukhanyiseleka Mpunga nawe Baba uNhlanzi.ngempela iyabalimaza Abantu abaningi lendaba yokunikela kaShembe.

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Рік тому

    As'bonge Mpunga!!!

  • @sindisiwenxumalo6388
    @sindisiwenxumalo6388 3 місяці тому

    Siyabonga Nhlanzi wayibeka yacaca

  • @joevilakazi4103
    @joevilakazi4103 Рік тому

    Siyabonga Bo baba

  • @awgatsheni6598
    @awgatsheni6598 Рік тому

    Angikhuleke.
    .
    Manje izimbuzi ezitholakala khona kaShembe uyibika kanjani. Ngoba ngezwa kuthiwa uyakwazi ukuyithenga khona. Ngicela kucace lapho.

  • @nompumelelomhlongo6543
    @nompumelelomhlongo6543 Рік тому

    Ngyabonga mina Thokoza mkhulu Kade ngangifisa ukuya ekhaya lemiphefumulo lapho kunikelwa khona sengilaphekile ngizothola Amandla ngzowacela kokhokho abangiphethe ngiye

  • @MuzokhonaMbatha-eb7gt
    @MuzokhonaMbatha-eb7gt Рік тому

    Ngcela ukubuza Mpunga ukuthi imali noma imbuzi yenziwani noma ihlatswa kanjn

  • @sbusisodube7569
    @sbusisodube7569 Рік тому

    Khona ngyayizwa kahle lenkulumo yonke into iyabikwa ngaphambu kokuyenza

  • @nonsikelelomthethwa5594
    @nonsikelelomthethwa5594 Рік тому +2

    Mina angisonti khona kodwa ubaba wayeyiNazaretha(usashona), Wake wafika ngephupho egqokile nje izembatho zasesontweni ezobuza ukuthi sifunani neyifiso zethu. Emva kwalokho sengiphupha amaNazaretha. Njalo. Nesibonakaliso ngibona uShembe kuyiwa entabeni.
    Bengifisa ukuyonikela ngisegoli kodwa angaz ngiyofike ngithi,ngicela osonta khona angiyale futhi masingekho isidingo angitshele bandla.

    • @sifundoluyanda6831
      @sifundoluyanda6831 Рік тому +1

      iNkosi uNyazi LweZulu luzobe kuse Goli this week. Luzo'fika on Monday

    • @sifundoluyanda6831
      @sifundoluyanda6831 Рік тому +1

      Luzo'fika eGoli, ekuthuthukeni on Monday. Ngyaxolisa fir the error

    • @OkaMazibuko
      @OkaMazibuko Рік тому

      ​@@sifundoluyanda6831 Sawubona, ngicela ukubuza ukuthi luzophinde lufike nin eGoli unyazi?

  • @davidmbambo1017
    @davidmbambo1017 Рік тому

    Mpunga siyabonga angikhonze kaShembe kodwa ongembethe wayosonta KaShembe kade ngifisa ukwazi ngokunikela

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.

  • @thabisilenxumalo3793
    @thabisilenxumalo3793 Рік тому

    Syaboonga Nhlanzi nawe Mpunga , uNyazi lunikhulise

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Рік тому

    MKHULU NGIYANIBINGELELA

  • @lindokuhlemhlongo4148
    @lindokuhlemhlongo4148 Рік тому

    Mkhulu ngyanibingelela syabonga ngolwazi,lokhu enikhuluma ngakho kwamina bengifisa ukuya

  • @mamogalemore562
    @mamogalemore562 Рік тому

    Mpunga where is Mazibuko

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Рік тому +2

    Umnikelo kaShembe awushayi eceleni, impela kunjalo

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.

    • @mogalelegae8526
      @mogalelegae8526 Рік тому +1

      @@vusimngomezulu2500 ekaShembe noBunazaretha inkolo yakwantu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      @@mogalelegae8526 Ingabe loko kuphuma emlonyeni kaNkulunkulu umdali wethu sonke noma kuphuma emlonyeni wakho Legae?

    • @mogalelegae8526
      @mogalelegae8526 Рік тому

      @@vusimngomezulu2500 kuJehoba uqobolwakhe, ukhumbule ukuthi unkulunkulu ngeke wambona ngamehlo kodwa uyovela ngomuntu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      @@mogalelegae8526 Okay Legae, inkinga la ukuthi wonke amasonto emhlabeni nawo athi angaka Nkulunkulu, manje singaqiniseka kanjani ukuthi yiliphi ngempela elika Nkulunkulu mdali wethu sonke?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому

    Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Рік тому

    Siyabonga izimfundiso ezelekelelayo ekwenzeni okuyikhona.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Рік тому

      @@vusimngomezulu2500 Ile okhonza kuyo wena.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      @@sybongawiseman7565 Ingabe loko kushiwo uNkulunkulu mdali wethu sonke noma kuphuma emlonyeni wakho Sybonga Wiseman?

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Рік тому

      @@vusimngomezulu2500 Mngomezulu wena ubuze mina,awuzange ubuze uJEHOVA.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      @@sybongawiseman7565 Cha Sybonga Wiseman mina ngithe ngokwebhayibheli not nokwakho.

  • @user-yl1jt3gx7e
    @user-yl1jt3gx7e 3 місяці тому

    Ngcela ukubuza la ukuthi ngabe uyakhokha yin khona kaShembe uma usufikile uzonikela

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Рік тому +1

    Thokozani makhehla,njengoba ngisGoki,ngingakwazi yini ukuyonikela esontweni lakwaShembe elisegoli?

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Рік тому

      Yebo kuyenzeka unganikela noma kukuphi lapho ukhona.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.

    • @khekhelezinyosimakhekhe5919
      @khekhelezinyosimakhekhe5919 10 місяців тому

      ​@@vusimngomezulu2500 mhlampe into ezokusiza ukuthi uye kuzozonke uma usufikile uthandaze ubuze ukuthi iyiphi inkolo okuyiyo ngoba uma ungakuzwa lokho ngeke uvume noma ukholwe.

  • @wonderboymkhize2756
    @wonderboymkhize2756 Рік тому

    Lool aiy bengikwethemb aiy uyadukisana wena 😂😂

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Рік тому

      Ubani odukisayo Khabazela

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      Iyiphi inkolo yeqiniso emhlabeni ngokwebhayibheli? Ngoba izinkolo eziningi azizona ezeqiniso ngokwebhayibheli Mathew 7;21-23,1JOHN 4;1.