😂 ngiyamazi 2014 ngisahlala emaoti, usandla somlilo wanginika something ngawani 12 k emaphepheni ngangisashova amaphepha.. this guy was very powerful back in the days.
Ngithanda ukuthi uyazihleka 😂😂 uhleka amaphutha akho. Awuzibulalanga. Ngiyakubongela futhi that u went through all this wabuya in inyama isahlangene nomphefumulo. Uyisibonelo unkulunkulu usakuthanda honestly wakunika 2nd chance to correct ur mistakes
Isabatha laziwa ushembe kuphela baba wabanephutha elikhulu futhi kodwa ngoba uyazivuma kulungile intethelelo isonyazinilwezulu
😮😅
Ngiyayikhetha inkosi yamanazaretha uNyazi Lwezuiu🙏
Hhai Koda u somebody wahamba nomqondo la ngeke ungafa crc
Ngokwami ngedwa ngiyakuthethelela ngiyakwazi impela nokucela kwakho uxolo sasikhona uze enkosini Okwakho qaphela u Nkosi ikubusise osuke ushiwo u Shembe uyaphilisa kanti uyabulala uma ungakanga ungaliphindi iphutha lakho
U somebody...wahamba nomqondo wakhe kodwa😢
Wona awusaphelele...
😂😂😂😂khuzeka
Ayi lutho wakithi, lensizwa iyona indlela akhuluma ngayo le
Useyahlanya...utringa straight
I 😂😂😂iqniniso elimsulwa lelo.
Cha bantwani bakaBhombela inhliziyo iyohlala iyinkinga kumuntu kungakho sonke isikhathi masikhuleka sihlale siyicelela inhliziyo kodwa okukhulu kunakho konke ukubacelela kuNkulunkulu kaShembe lapho bekhona abakhumbule ngoba inzima indaba kaShembe ayiqondwa muntu...Ameeen bantwana bomenzi weZulu nomhlaba
Ungubani kanti umenzi weZulu nomhlaba?
Uqedile baba ngoba usubuya eKhaya Lemiphefumulo. Ongakaze aye ngiyamcebisa ukuthi akaye kwaMashu E Section ethempelini lamaNazaretha kuvulwa zonkinsuku.
Ngiyakubongela ukuba uze eNkosini enkulu ucele intethelelo inkosi enkulu uNyazilwezulu
Kwaku mele kuhlupheke wena ukuze abantu bafunde ngezinto zomhlaba ezidlulayo
Sibonge ngeqiniso elihle kangaka bantwana ba Menzi. Ngeke sisaphambuka ngenxa yezimfundiso zababhubhisi. Umvelinqangi aqhubeke anibusise
He he hehe hehe usombody wathi ufuna isigqhoko
😊Ngithande inhlonipho yakho njeBaba, okwengqondo angeke ngikukhulume kukhulu ngoba angsiye uDokotela wengqondo. Guys aniyeke ukungahloniphi, yaz insuku zenu zizoncipha, mdala lomuntu.
Kwenzekani apha
Yaze yamnand indaba
Yey ngiyabonga ukungajahi zinto yaz ngakengaxakeka ngamfonela lomuntu ngahlela ukuyakuye ngajika Thekwn kwangavuma sengisema Texn yoh ayingeke lezithwalo ziyaxaka
Asibonge ngiyithokozele
Wawufikile sandlasolimlilo edube village kwabonakala kushesha yonkinto cha kwakuvumile . Kodwake sibonga umphefulo usekhona nesefundo sempilokuwe😮
Kodwa lendoda ehlekayo 😂😂
Uyayizwa😂
Mina ngizthuka sengihleka yena ukuthi uyahleka😂😂
so interesting story ❤❤❤
Ngiqedwa uhleko 😂😂kona kuyasho futhi uyambona ukuthi uzilungele net waphambuka
Akanankinga usomebody uyazala wayawsya😂
Usambhadi ingathi ukuthathele umqondo ke sandlasomlilo😂😂..Angilona iNazaretha kodwa ibandla elihambisana nenkolo yethu yesintu ngithi phambili ngalo..Bahole Shembe baphile abantu😊.
kuyosala uShembe
Ngiqala ukubona umuntu okhuluma iqiso nje ngawe Mkhulu iNkosi ikubusise Khehla akunandaba ukuthi bangaki abantu abangena eSigodlweni ubokwazi ukuthi ukhona lokho osuke ubusiswe ngakho ngosuku izidalwa zakini 🙏🙏
Izidalwa namathonga ka bafo kuhle kakhuluu zinhle izidalwa ezima nawe noma uqhuzukile zime nawe engathi engaqhubeka nje abasize abantu,izinto ezikanje ziyenzeka kodwa uma uzisola impilo iyaqhubeka
Isithunywa sasenazaretha siyinkinga ngiyasazi futhi sikushaya ubukwe yizwe lonke siyabonga ndoda ngokuvuma isono baningi abasaba ukuvuma isono
Sinayela kuymanje ekhaya lemiphefumulo lomunt bakith bengingamazi uyasho ukuth kwaphelakonke nangunjelana eduzekwam😢
Waze wangiqeda lohlekayo ngemva😂😂😂😂😂😂😂
Sengifile insini nami mtakababa ngingedwa endlini 😂
I like how he laugh 😂😂
😂😂syabonga ukvuma isono unkulnkulu unawe❤
Syabonga baba🙏🙏
uNkulunkulu akubusise akekho umuntu ongenaphutha unenhlahla ngokuvuma isono
Akaphazamisekile lobaba okuhle kakhulu ukuthi walilungisa udaba lwakhe nenkosi uNyazi🙏🙏🙏
Mina ngicela ukuza ukuthi akuvele kuwuthi nithanda izinto ezisheshayo nje mina ngisola nina ukuthi nithanda izinto ezisheshayo ninqena ukulinda njekuphela
Kodwa kwakusolisa ngendlela okwakugcwala ngayo mawdlula la kwakusebenzela lendoda en akungimangazi lokhu engikuzwayo ukuthi yaythwele
Singobanithina ukukujaja ma esekuthethelele uShembe thina asinakwehlulela uShembe akbusisa mtakaThixo🙏🏼🙏🏼
Wawu sugagamele kakhulu ndoda siyabonga iphutha lakho abeze nabanye 😅
I like the way he laugh😅😂😂😅
Kodwa bafo wawunamandla amangaka mina ngikhule nawe ngiyakwazi wabamba ibhande for 3day kwacaca ngabantu abashaya uma 😢😢😢. Cha wawungenwe omubi ngempela
Ayi ngathi akusekho kahle kahle nasekhanda😂
Waze waneqiniso muntu kaNkulunkulu
MaKhuzwayo
What a nice story ❤❤❤❤
Somebody wahamba nenqondo apha 😅😅😅
Ngathi kasaphili nase khanda jesuuu 😊
Lensizwa ngayazi isawumculi ibizwa ngo Masaka ngathuka senghlangana naye esiynyanga yodumo
Siyakubongela ngokufuda ngamaphutha akho, sonke sinawo. Okubuhlungu ukuthi mhlambe ngabe uphila impilo encono kakhulu namhlanje if awuzange uthwale and uzenze uShembe. Ngabe uShembe neDlozi lakho lakuphakamisa naturally.
Eii kuningi emhlabeni esiphila ngaphansi kwako,yaz bengingaz kuth kwake kwabakhona umuntu ozenza uBaba uShembe ethunywa u Somebody...😮🙊
Ngimazi efika egoli simbiza ngomaSaka esiculela njengoMzekezeke washitsha
Ngaze ngahleka ngestori sakabafo, somebody uyadelela uthi ufuna isigcoko uphenduke ushembe😂
MTUNGWA And SANDLA SOMLILO Ngyathokoza kuthi nje ngigcine nginibonile bengihlez nginizwa msakazweni ei ngikhulula isibusiso msebenzi wande,Ew ngyezwa Nkosi mayikubusise iphambeko zenzekile ziyesulwa zithethelelwe Indoda yenza kanjalo mayisilibona iphutha layo yehlele ngezansi iguqe phakamise zandla ixolise ngaphiki nabantu kuyi nhlanhla kubona iphutha bese syehla
Aw fwethu mfoka SHEMBE Ngyathokoza waze wakhulumisa kuka NJINJI wami unezwi limnandi futhi limtoti phakama mawukhule wande msebenzi
Ngyathoba
Okubalulekile ukt ayicela iNtethelelo ku NYAZILWEZULU
😂😂😂😂😂😂😂😂sevala kodwa lo baba jesuuuu😂😂😂😂😂😂noze nilivume unyazi kuthi lwinkosi
😂😂 yamnandi indaba
Wake wabukisa ngawe uSomebody😂😂😂😂
😂😂😂
Ay kodwa ngathi nasekhanda sekuphazamisekile🤣🤣🤣
😂😂😂
Into yesithwalo yinto engekho abantu mabayiyeke qha
Ayyyy this guy is so funny 😂😂 "ake singene kweyokuwa"
Ngimazi kahle lobaba e Nanda Dube village kwakbinakala uthwele lo AVE esephuphile nkosiyami Noma udlula umbuka kwakhe kunesidina nje aksafani wawbona ujenge lwezimoto ezinkulu ziningi kumnyama igceke
😂 ngiyamazi 2014 ngisahlala emaoti, usandla somlilo wanginika something ngawani 12 k emaphepheni ngangisashova amaphepha.. this guy was very powerful back in the days.
Good advice
Ayii usombody engathi uyawuthatha nomqondo 😢
Ngizivuma ngizibeka kuwe mthetheleli wezoni😢
😂😂 kanti awuzwani ngiwile
Ncoow kodwa bantu 😢😢
I no this before he became big I believe this is him
Ai zikhona insizwa emhlabeni😂😂😂😂😂
Ubuchopho bathinteka😂😂😂😂
Baba ngeke ithi mawenza izinto ozenzayo beseuthi bonke bano sambate ngeke .inkinga yena ninjalo.manimosha zonke into zeno.hati wonke umuntu umyama nje ngawe futhi abanthu basebenza ngamadlozi wabo hayiiii labor sambate bakho.tell the truth
Ubesekhipha nemgidi 😅anikhuzen no Quality bakithi
I wish u can continue
SIYAKUBONGELA UNENTLANTLA MKHULU UKUTHETHELELWA WU JEHOVA USAPHILA CAMAGU KHEHLA
Isandla Somlilo madoda
Akaphilile kodwa lobhuti uhlukumezekile, umqondo wahamba no Somebody 😂😂😂😂
Umthetheleli wezono uyabathethelela abantu bakhe ai iyangiqeda lensizwa ngensini
Isifundo lesi ukut unkulunkul ma ekuphe isiphiwo musa uku eda ngat inkosi ingamsiza lobaba nkosyam.
lo somebody uthi gcoka isigcoko😂😂
Eish kodwa nkosi Sandlasomlilo sayidla kodwa mali yakho cha wawuphana ngemali kodwa wena wabulawa nawuphuzo kakhulu waphupha waphela mfana kaMadlala kodwa idlozi lakith lalingavumi ngisondele duze kwala ngisho sebengincenga abafethu ukut angibe bodyguard lakho cha kwakungavumi
Ungasifaki kulabo somebody , ngiyinyanga anginayo leyonto
😂usbala sonke uyamuzwa
Wayibeka Indaba mkhulu safa sapheli sizwe wukuthanda umceebo
Esehleka kodwa😂😂😂
Ngathi zibamba ziyayeka kodwa kulenkabi 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Yazi ngiyakubona lokho ngathi khona upopayi obuye ungadansi kahle
😂😂😂kodwa nihluphile sheim
Booster yakwa MTN ibamba iyeka kulomlisa 🤞.
@@nathizungu9146 impela kunendambo engadonsi kahle naye loh ohleka kuback ground
Namanje usaQhaqhazela syakubona 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 angboni kwakuvele kulungile la kuye lo😅😅😅
Besimnandi lestory sakho baba' inkinga usixoxa engathi nawe waxoxelwa..awukho sho ngento oyixoxayo...(asizwakali)
Siyakubongela.
Bhuti wakhulumisa okwamfundisi uMakamuu
I Heheheee I heheeheee😂😂🤣😂🤣😂🤣😂
😂😂😂ziyakhala nkosi kdwa sandla
Ngeke bone mina ngiya kuwe
Lobaba uya hhema nje umqodo wahamba no sammbadi ndini wakhe nohleko nje lwakhe olomdomorozo
He is an intelligent person
😅😅😅😅😅😂😂😂I owner asamebody😅😅😅
Kdw usambhadi wahamba nakhokonke 😂😂😂ingqondo akayishiyanga
Ei iyandakaza lendoda😂😂😂😂
Ey inescefe lendoda ehleka kuback ground
Lonake ngimazi kahle wake wacula nase workshop" waphenduka isigwili 😂, vele akathembisi kudala unjena nje 😂😂' khona leya Dance yakhe yase workahop 😂😂😂😂
I blew it😂😂😂😂 avuhleka
Ngibulawa uhleko wemaaaah😂😂😂😂😂😂😂
Thina la ekhaya asinaye u sombati lo okhuluma ngaye as ngiyinyanga
😂😂Uthe ukhulumela phansiii
Ngithanda ukuthi uyazihleka 😂😂 uhleka amaphutha akho. Awuzibulalanga. Ngiyakubongela futhi that u went through all this wabuya in inyama isahlangene nomphefumulo. Uyisibonelo unkulunkulu usakuthanda honestly wakunika 2nd chance to correct ur mistakes
Imnandi ke le interview 😂😂😂😂😂
Ukube akashoning owner kabe saqhubeka kshuthiii
😂😂yaze yaxoxwa kamnandi lendaba