Thokoza mkhulu Ngi phuphe u mkhulu wami o se wa shona a lele no malumekazi, and futhi ngi bona se ngathi ku khona e minye i mibede e mibili kodwa a bantu a ba lele khona a ngi ba bonanga ngoba be ba mboziwe nge zingubo
Thokoza mkhulu my dreams sometimes am in water ,mountain I can see gogo she look like Indian woman sometime like some person she in cloud ,sun , I can see all mabhayi & Plain cloth
Amen mkhulu ngiphuphe ngilwa nabantu ngibanqobe mese ngiyabaleka hawu nayilenyoka ithi kumi la ohamba khona ngihlezi nginawe
Amen mkhulu nginephupho elingikhathazayo
Sawubona mkhulu ngiphuphe nginjinyiswanginqoke ijazi ngadonswangalo ngalishiya ngabaleka
Sawubona Mkhulu uyazi ngibuka levidio yakhola uchaza amaphupho sengithuswa yilento engiyizwayo uma kukhona lomlaleli okhuluma nawe othi uzwa eshawa wuvalo mayekhuluma nawe manje loluvalo lwakhe uthe mayelusho lwavelelwathi heqe kumina Sametime
And e linye nga phupha ngi bona o munye u baba nje e ngi nga mazi a thi ku fanele ngi hlale ngi ne snuff ne cansi🙏
Awu Mkhulu waze wabakude nginamaphupho angacaci ayayalahleka uma sengivuka nomsebenzi wami awusekho kanti kwantshontshwa idukwe lami ocingeni nomakhelwane wami wangena wafika wangivala konke ebengikwenza angisakwazi kwakubona phupho kuvele kube ngathi ngyaphaphama kuphele linyamalale lelo phupho
Muna Mkhokheli, njengamanje ngizwa kukhala into enhenge nyenyevu ithi stwetweza yini mkhulu
ameni nalapha ku you tube mkhulu syacela usenzela u live malivela ithuba ameni mkhulu syabonga kakhulu
Thokoza mkhulu kushon ukuphupha ungaboni ngilwisa ukuvulamehlo kodwa engavuleki ngisize Mkhulu leliphupho selihleli lingibuyela njalonje
Amen mkhulu cela kubuza kuchazani ukuphupha ufakwa I ring umuntu weslisa Koda ebsweni awumuboni kahle... Nanokuphupha umuntu ozwana naye eshenyuliwe ekhanda...nokuphupha umama wakho osadlula mhlabeni ethi angiye ekamelweni khona into ekhona mangiya ngifice nje I ring mangithi ngyayifaka kwesokudla sandla ingangeni Koda kwesobunxele ingene ngyabonga mkhulu
Sanibonani mkhulu ngiyathemba niphilile Mkhulu nginamaphupho ngisentabeni ephezulu ngibone amatshe angaphandle komhlaba khona lento okuthiwa yiGalaxy kepha khona bekunga matshe arawunda ngaphezulu ngiguqe ngathi ngiya khuleka kodwa njoba ngibona wona lamatshe kodwa isibhakabhaka asikho yilamatshe amakhulu andingilizayo anokukhanya ngaphakathi bengicela ukwazi ukuthi kusho ukuthini
Mina mkhulu ngiphuphe ngihamba ehlane ngakhotjwa enkomo emhlophe engena Bala kwavela umuntu wathi sikunika yona
Ngaphupha ngibaleka ngiboshwe ngabozankosi ngabaleka
Thokoza mkhulu unkukunkulu Agu busise keep up the good work Lesedi
syabonga mkhulu sicelinumber yakho sixakekile siceluvezi number mkhulu
Tholozamkhulu ngiphuphe ugogo oqedakushona ethi ucela ngimudlalele and emumvakwalapho kuqamuke umkhulu umnyeni wakhe ongasekho ethi abayodla withi ugogo usaphumula angazilichaza ukuthi
Amen mkhulu mina ngihlutshwa yiphupho ngiphupha ngihamba nomkhulu sidomba ama R2 sisahamba njalo sesithola imali engamaphepha eningi
Thokoza mkhulu uyayazi into yakho ngyakuvuma❤
Siyambonga kakhulu Khehla isineke nokubekezela okungaka, big up to you mkhulu.
Siyabonga mkhulu ngiphupha ngihambha namabhubesi nezingwe zihambha nami kungathi zingigadile.
Mkhulu ngiphupha ugogo ehamba namathwasa amabili eqoke izembatho ezibovu yena uhamba phakathi kwangathi sihamba phakathi kwamanzi ungikhombisa umkhulu uthi ngiyomtsela konke engikufunayo
Amen mkhulu cela ukubuza kusho ukuthini uphupha izulu lihloma libemnyama kwenzeke ngalelolnga
Kulamalanga ngiphupha ngise dlini enethako libuye kabili
Thokoza mkhulu
Ngi phuphe u mkhulu wami o se wa shona a lele no malumekazi, and futhi ngi bona se ngathi ku khona e minye i mibede e mibili kodwa a bantu a ba lele khona a ngi ba bonanga ngoba be ba mboziwe nge zingubo
Amen mkhulu ngiphuphe amadoda ako 16 to 20 ngesibalo egqoke amasudi amnyama wodwa .Behamba ngento enkulu sengathi abnomali evulekile coz bengibabona bonke ngisho nezicathulo ebebezigqokile.Nami bengisemotwen ebingaphambi kwabo sihamba nomnyeni wami nomunye umuntu kodwa angimbonanga uwumngan wakhe .Umnyen wase esinikeza u chocolate sinomfana wethu besihlez ngemuva .
Ukuphupha unengane n zithengele izimpahla
thokoza mkhulu ngicelukubuza kuthi utholakala kuyiphindawo umkhulu ulucky nkosi ophongolo
Ukuphupha wakha indlu
Mkhulu ngicelincazelo ngalephupho.ngiphupha ngiyothenga ikhandlela eliyellow ngilithole.bese ngidlula komunye umuzi womndeni.ngithola umama wakhona uhleli nomfana uyadla,kodwa indlu abahleli kuyo yindlu ebukeka ingaphelile kodwa ifudumeli.mangiphuma ngibona kunezindlu eziphahlekwayo.mangibheka enhla komuzi kunamadoda omndeni ahleli. Nginyukele kuwona kodwa ngifake ijazi eliwu3 colours ngibone uyellow noblu owesithathu angiwubonanga kahle.khona lapho ngizibona komunye umuzi wondeni futhi ngidlula ebaleni kuvula kuvuleka umnyango ngibona abafana balomuzi bayageza.
thokoza mkhulu ngiyazijabulela incazelozakho kangazinoma ngingaku4nelani ngithole ukusizakala thokoza
Mkhulu unjani ngicela kubuza ukuthi ngiphiphe inhlabathi esigodlweni somtanami ngaphezu kwayo bekuhlatshwe ameva enungu
Mkhulu ngihlushwa yintombi yami and inemimoya makaphuzile ungathi usibona siyiziwane angiisazi
Dankie mkhulu amen🎉🎉🎉🎉
Mkhulu,ngiphupha,injuba,elimhlophe,liboshwe,ngentabho,emnyoma
Simangaliso Dube
Ukuphupha usemfuleni nabafowethu ubaba ongasekho engaphesheya ethetha
Mkhulu sicela nisize nisivulele isayoni lesi esiphilisayo lesi somkhuleko esikhumula icathula safa imimoya eCape Town sizani makhehla ayikho isayoni unhqo la Cape Town kudlaliwe ngathi, kunolwandle nentaba asinawo amandla okukhuphuka siza Mkhulu🙏
NENQABA NINA BANTU BASEKAPA UMA NGITHI NGITHOLELENI INDAWO NGIZOKHULEKELA ABANTU NALA
SONDELA kimi ngezi17 November ngizobe ngisekapa
@@zakheyenamazibuko Haww Mkhulu kwakubi lokho
@@zakheyenamazibuko Amen siyabonga Mkhulu
Amen mkhulu ndicela inamba
Thokoza mkhulu ndiphupha ndifuna ukuya elwandle Kuno mama undivimbayo akafuni ndiye ndithi ndifuna ukuhlamba phaya kuzendiphile ndicela incazelo plz
Amen mkhulu noma ngiphuthelwe😂
Ngihlushwa amaphuphp okucula amaculo esonto
Nghlezi ngibabona abantu bechaza amaphupho kodwa namhla ngifunda okuningi kuwena coz ngiwumuntu wamaphupho kakhulu.
Mkhulu ubakhona nini la egoli 🙏
🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Uma upupha ukhwele umkhumbi
Thokoza khehla lami 🧙🏿♂️
Thokoza Sanusi Se-Zulu 🧙🏿♂️
Mkhulu awuzwakali angazi noma inkinga ingapha kimi
MHLAMPE INKINGA IKUWE 🙏
MHLAMPE INKINGA IKUWE NGEMPELA AWUZIBHEKE WENA MINA NGIYEZWAKALA
Mkhulu ngiyakudinga nla egoli
Heey imithente😂❤
Thokoza mkhulu my dreams sometimes am in water ,mountain I can see gogo she look like Indian woman sometime like some person she in cloud ,sun , I can see all mabhayi & Plain cloth
Mkhulu ngiibuza ngashonelwa indoda emzini azange bamhlabele inkomo nembuzi manje ngimphupha ethi ufuna ukuhlatshelwa izimfalo zakhe inkinga abasangifuni emzini
Iphupho lokuqala lezinhlanzi,usekhweni uyozola kuyacaca ingane nizoythola uNyazi beluzogcizelela lokho.
Mkhulu yz imkosi ikubusise ungapheli Amandla ngokusifundisa usiyale sifuna wena mkhulu kodwa engyesaba into engumfula kodwa ngyawadinga amanzi angive ngiwaphupha ngathi ngizohlanya ngoba angikaze ngye mkhulu ngicela u gisize angisenabo abazali angaz ngenzen
😮😮❤syabonga mkulu
Mkhulu ngiyabulisa namhlanje hope uyaphila Nathi cryt..cela buza how much is ur consultation..,🙏enkoc
molwen mkhulu ndinegxaki andisaphuphi celu sizo
Ngiphupha umuntu engipha amathanga amabili.
Ndiphupha ndidutyulwa bandichana esinqeni ndiphinde ndiphuphe ndilunywa zizinja ezininzi ndiyoyika ngk
Sawubona Mkhulu ubakhona nini ngapha egoli nakhona ubakuphi nendawo
Number lena niyitholaphi? Ngicela yona ithini?
Mkhulu ngaze ngafisa ukuhlangana nawe.ngicela inamba mkhulu
Thokoza mkhulu ngizwa into ethi tswetswe ngaphandle eduze kwefasitela endulala ngakhona kuyini? Ngiyabonga
Ngaze ngaphuthelwa mkhulu
Ndilapha kapa mkhulu mna ndicela inumber funa ukubonana nawe hayi ndinamaphuoho maninzi 🙏🙏🙏
IKHONA NJE INUMBER YAMI KUYOUTUB EMA VIDEO ENGIWENZAYO
Thokoza mkhulu ndifuna ukucaciselwa ngephupha ndiphiphe unyana wam eleqwa yibhokwe lebokwe inamaphondo ingathi iyeyamlahla phantsi ingathi ndiyendathatha intonga betha lebhokwe qayena andikhange ndimbone
Mkhulu ngimusha ncela ungamukele
Mkhulu umuntu engizwana naye uphuphe evakashelwe umama wakhe, ugogo wakhe nomamncane wakhe sebashona bonke, bethi ubuya empumalanga sicela usilethele amafruits
Mkhulu phuphe hamba no Tata wam ehamba nam soncokola bona thandaza kukho khandlela latile phothelwa ntambo bomvu nemhlophe Na blue
Angibingelele ngabe kuchazani kuphupha maklabishi amaningi
Ngiphupha my ex husband edhabukelwe iskipa esfubeni ... Aphinde agiule sendimbambe ngesandla akakwazi ukuhamba
Masbonge Mkhulu. Ingaba iconsultation uyayanze na nomuntu okude kunawe. Kuyimalini?
🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Ngiyabingelela mkhulu, ngabe kusho ukuthini ukubanjwa yisithongwana uhlezi emotweni bese ubona isidleke senyoni?
Mina ngisethekwini
Mkhulu uyaphila ngisacela ukubuza ngibona ikhehla lingqoki bhayi liyangilandela bekungathi liyangifuna,ngibe sengibaleka mengjikela khoneni kunodonga.angizange ngisakwazi ukbaleka lathi melifika eduze bengithukile ngathi makhosi amakhulu...kube sekuza isaluka safike saguqa phambu kwami engathi besixolisa noma singiguqela?
Utholakala kuphi umkhulu
Sbonfe mkhulu
Sbonge mkhulu
Thokoza mkhulu, ngicela ukubuza. Ngiphuphe injury enkulu ebrown inamabala amnyama ngosuku olulandelayo ngaphupha kukhala izimpempe nexinsimbi exindlebeni , ngabe kudalwa yini noma kuchazani?
Ncela ungamukele mkhulu angaz noma uyayithola imilayezo yam na?
Ibimaqondana nalapha ashayela khona amathambo
Thokoza mkhulu ukuphupha utshani obugreen kunamama ababili ababujubayo
uma uphupha izinhlanzi eziningi ezinemibala esiliva efile kusho ukuthini lokho?
Sanibona
Ingabe umkhulu uchaza ngamaphupho njalo ngolwesine ?
Ukuphupha umuntu othandana naye kodwa ungamfuni ephuphweni
Thokoza mkhulu kucaza uthini ukuphupha ugunde izinwe hay Zonke uhlezi phans
Thokoza mkhulu
Ubuya nini mkhulu eCape Town see yakudinga.
Fonela mina ngezi15 November
@@zakheyenamazibuko Amen Mkhulu
Ngicela ukubuza uphupha ukha ubanana ekhabomama uma sengihamba kube khona ongipha iapple
Ngiwuvule ubanana uvuthiwe ngiwudle
Thokoza mkhulu ukuphupha umuntu asitukile kusho ukuthini
Sicela I number mkhulu plz
Ebukhosini,ngiphuphe ngithenga upharafini.Umuntu osethilini fake ubuhlalu bezinyangA ezandleni emqaleni ufake ubuhlalu obunegaqa wahlwitha imali kimina ngabona no paraffin uchithekela I hand bag Yami ,kungabe kusho ukuthini?
Mina nla ekatlehong
MELE AFAKWE EMANZINI AZE AZINYELE LOMAMA MKHULU
Wow...
Thokoza mkhulu kunjani
Mkhulu bengicela uma uphinda uvula le channel yama phupho usazise.
🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏