Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Syabonga Mkhulu siyawucela part 2 sizozwa kahle indaba yezinamba
Yeyi ujulile naye uMnguni, ngithanda indlela axhumana nenkulumo ngayo, graet panel indeed♥️
mkhulu Mazibuko you have a gold mind, you are blessed👋👋👋
" Ifa liwumoya " waze wajula lobaba 🙌🙌🙌, sike sababona abanikwe ifa konke abakwenzayo kuyachuma♥️
Mkhulu, you are a master mind❤🎉
Siyabonga mukhulu amazwi anamandla
👏🏾👏🏾Ngiyakuzwa Mkhulu. That’s why it’s so important ukuba nengane eziningi uma uyiphiwe ingane. Into yengane embili isibulala isizwe njalo idala ikwelete esizukulwaneni.
Yoh. Hai saze sajula nkos yami. Siyabonga mkhulu, lezimfundo ezijulile ziyangiphilisa futhi ziyangisiza ngokuqonda umlando wami🙏🏾Amen
Amen mkhulu Thina ekhaya siba7 amantombazane amadala abafana ba3 and basekugcineni so kwenziwa njani kubona
Futhi saze savuleka amehlo ngezimfundiso ezijule kanjena siyabonga mkhulu 🤝
Mhhhhh Mazibuko,yazi kungakho uMkhulu ngakhula ethi nginkosana yakhe kodwa ngibe ngizalwa undodakazi wakhe ngumlanjwana.Manje ngalendlela yakho ibonisa ngokusobala kungani ngibe kulesisimo sokulungisela ekhaya eMabheleni.Kanti kuvuke loKhokho,inkulu lendaba.Sengibheke part 2.
Uma kuthiwa amantombazane odwake kwenziwa njani cz esikhathini sanamuhla amantombazane ayalivusa ikhaya nd bayazakhela imizi
Siyabonga kakhulu ukusichazela
Unamandla 🙌
Camagu mkhulu ngikuzwa kahle ndingu number 4 ndingowase mtshatweni kodwa ndibangwa kulo mama
Siyabonga
Mmmmmm mkhulu injulo yakho yooooo ujulile khehla lami kakhulu futsi. Lomoya lohleli ngekhatsi mkhulu-ka-khulu......U-Mkhulu-ka-Mkhulu
Mkhulu,ngifunde okukhulu namhlanje
Kwajuka Mkhulu ngo 1,2,3,4,5 ...izibongo 😮
Part 2 mkhulu siyawucela. Kodwa sijabule ngalokhu okuphakele namhlanje. siyafunda mkhulu kakhulu nalaphosiyoba nabantwana sizokwazi ukuhambisa izintokahle ingakho ngìthanda ukubuza ngomfana nentombazane kuzekuzoba ne balance singaphambanisi inkomishi njengoba singabafazi nama favoritism phezu kwabantwana kantisiyamosha ...makwande Amen
Sanibonani nonke ....ayijule Mkhulu kadesifisa ukwazi kanti labo 11 11 bacazani Amen
Cha angibuye futhi ngoba ikhani ngiqedela ukuyilalela lemfundo,kuwo wonke ama videos esengike ngawalalela Kuma platforms ngokuhlukana kwawo.lena ijule kakhulu ukube besinalo lolu lwazi ngabe asihuzukanga kangaka sizama ukulungisa into engayi nakancane ekulungeni kulokho kulungisa.ngempela Lena iwumhlahlandlela kulokhu ebingikulindele ukuze ngikwazi ukuthatha igxathu lokuqala ngilungise.umdali namathongo wenu asigcinele nina,ningabe senivukwa umoya wokumobelana kufe Le channel NGIYABONGA
Amen Mkhulu.
Sakubona sakubeletha singama First born😢kulikhuni kuyenyukela Mkhulu
Ikakhulukazi uma niphinde nizoganana ningamaFirst born kunzima😢😢kakhulu
Mkhulu awuphawule ngalo mfana iNdlondlo yamanzi, engsbe uwumuntu esingamethemba?
Uqinisile uMazibuko
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Ey… Mkhulu, ugeqamagula🤞🏽iyezwakala impela futhi mawubheka emndenini yethu kunjalo nje impela
Hayi mkhulu le topic kufuneka uyise kwimbizo ngoba miningi imibuzo
Mkhulu nangu mbuzo, what if wena omfana oyedwa phakathi kwa mantombazane, obani ozo vusa umozi and plus what if onesiphiwo sa Bantu abadala
UwenaKhehla ozovusa umuzi,Noma ngabe ukuphi namanto bazane angitgi zonke izinto zawo zothathwa uwe
Lendlela esabekwa isikelo somuzi nekahya yingakho abantu bandawonye bengezwani, ngoba manje mina ngingasala ngididekile ukuthi yindaba sizalwa ndawonye kodwa wena ubenenhlanhla ngaphezulu kwami.......😔
What if uzalwa uMagcina, uMagcina wakhishwa ekhaya and uzaleka kwi Odd numbers kwenzekalani lapho?
Sanibonani mndeni kwi so lomoya tv,Cha ngilokhu ngiyalandela kancane kancane.mkhulu akekho ongachaza lezizinto ozichazayo uma engambulelwa ngempela.mina ngokuzalwa ngingowokuzalwa e Mozambique ngakhulela Lana emzansi kodwa indlela yokuphila ngisebenzisa eyase Mozambique yize bekubuye kube nokuxuba nokwalana emzansi.uyabona Lana uhluba udlubu ekhasini,ngifakazela Lena yokuthi uma kuyintombazane eyokuqala ,uma nje ilotsholwa ,lezo zinkomo zilobolela umfowabo umfazi.ukuze avuse umuzi kababa.Ngisahlela ukuthi ngifike emsusa kungu ngoba angifuni ukufika njengo muntu ophuma emsebenzini ephuthumisa ibraai esithanda ukujuza
Mkhulu sengibheke indlel'ohlaziya ngayo ukuzalwa ngokulandelana futhi kabo mama bawu 9, ngedlel'uqhaza ngayo yiyona ngempela, kunalo nombolo 7 wendodakazi akathakathi oyahlola, Mina ngizalwe wu nombolo 6😅uMama kwashada abazali esesibelethweni, wuyena futhi no nombolo 2 abashadile, Mina ngazalwa ngimbethe mangizwa ngokuhamba, funa manje ngihlale phansi ngiyijulele lendaba ya lomuzi
Thokozani Mkhulu, manje kwenziwa yini ukuthi uphuphe izinombolo
Uma kune zintombi lakhaya
Sawubona mkhulu ngiyayi thanda lento okhuluma ngayo .manje umbuzo wam yilo kwenzeka njani ukuba ungumtwana oyintombazana ungowesithathu nazalelwa khabo mhamha wazalwa uqhimbile manje .Lapho kwenziwa njani
😂 nitinta ezinkhulu ke manje, siyabonga.
ngicela inamba yakho phela MaKhumalo khona sizozixoxela nje kamnandi
#ukujula😂😂😂😂😂
Manje mkhulu ulungiselwa kanjani lo ovelele kuboma wakhe .futhi uma umama aganwe sekakhulelwe bese ngizalwa sebashadile ilungiswa kanjani
YIBA KHONA NGE28 KUMBIZO UZOZIZWELA
Khehla nginombuzo ongihluphayo… ubaba uyazizala ingane kepha akamthathanga uMama kumenza umfazi. Uma sizobiza amathonga akobaba asizibangeli izinkinga? Ubaba uzikhulisile izingane wazondla mara the problem akamenzanga umfazi wangamlobola.
ngayithanda le T-shirt egqokwe yiloBhuti ofake umqhele ohleli ngakwa Left kaMazibuko, ngongayithola kuphi?
Leli shirt ungalithola e Manzini kanye naseMoyeni ka Mazibuko lol
Ngiyalidinga ngempela Mfwethu, ungadlali ngami@@nduduzo777
Thokoza mkhulu manje uma ulama amantombaze amathathu wena uzoba ngo number 4 ungumfana ithini into yakho
💯 😂😂😂😂
Mkhulu yaz ngyakuzwa kodwa endleleni ngyalahleka.sake sahamba nbafowetgu engibekamayo babili phambi kwami ngingimcane ebese ngelanywa intombazane okusho sibane kuMama nobaba abagcagcile.lo esasiyobhekela ikhaya kuye uma siqala sikhanyisa ibani ezibuka ezifunda wave esevele engidumba wathi yimi yini omdala? azangs esaqhubeka nayefuna ukukusho Kimi esezwile ukuthi ngingomncane
Aaawuu wangphendula Mazibuko .ngengoba siba3 insizwa siyalandelana,ngingowesithathu mina.lo owowkuqala bamthole bengakagcagci umalo nobaba,emshadweni kwazalwa lo engibekamayo,kwayimi kwaba uthumu.kodwa umsamo wakithi umelwe I'll ozalwe koMalo.abazali sebdlula bobabili emhlabeni.
Thokoza mkhulu ukuphupha red lihhiya leMpangela n Brown beads acaza kutsini Mkhulu I've been dreaming being underwater n seeing dragons flying with me ngicela ingcazelo Mkhulu
Syabonga Mkhulu siyawucela part 2 sizozwa kahle indaba yezinamba
Yeyi ujulile naye uMnguni, ngithanda indlela axhumana nenkulumo ngayo, graet panel indeed♥️
mkhulu Mazibuko you have a gold mind, you are blessed👋👋👋
" Ifa liwumoya " waze wajula lobaba 🙌🙌🙌, sike sababona abanikwe ifa konke abakwenzayo kuyachuma♥️
Mkhulu, you are a master mind❤🎉
Siyabonga mukhulu amazwi anamandla
👏🏾👏🏾Ngiyakuzwa Mkhulu. That’s why it’s so important ukuba nengane eziningi uma uyiphiwe ingane. Into yengane embili isibulala isizwe njalo idala ikwelete esizukulwaneni.
Yoh. Hai saze sajula nkos yami. Siyabonga mkhulu, lezimfundo ezijulile ziyangiphilisa futhi ziyangisiza ngokuqonda umlando wami🙏🏾Amen
Amen mkhulu Thina ekhaya siba7 amantombazane amadala abafana ba3 and basekugcineni so kwenziwa njani kubona
Futhi saze savuleka amehlo ngezimfundiso ezijule kanjena siyabonga mkhulu 🤝
Mhhhhh Mazibuko,yazi kungakho uMkhulu ngakhula ethi nginkosana yakhe kodwa ngibe ngizalwa undodakazi wakhe ngumlanjwana.Manje ngalendlela yakho ibonisa ngokusobala kungani ngibe kulesisimo sokulungisela ekhaya eMabheleni.Kanti kuvuke loKhokho,inkulu lendaba.Sengibheke part 2.
Uma kuthiwa amantombazane odwake kwenziwa njani cz esikhathini sanamuhla amantombazane ayalivusa ikhaya nd bayazakhela imizi
Siyabonga kakhulu ukusichazela
Unamandla 🙌
Camagu mkhulu ngikuzwa kahle ndingu number 4 ndingowase mtshatweni kodwa ndibangwa kulo mama
Siyabonga
Mmmmmm mkhulu injulo yakho yooooo ujulile khehla lami kakhulu futsi. Lomoya lohleli ngekhatsi mkhulu-ka-khulu......U-Mkhulu-ka-Mkhulu
Mkhulu,ngifunde okukhulu namhlanje
Kwajuka Mkhulu ngo 1,2,3,4,5 ...izibongo 😮
Part 2 mkhulu siyawucela. Kodwa sijabule ngalokhu okuphakele namhlanje. siyafunda mkhulu kakhulu nalaphosiyoba nabantwana sizokwazi ukuhambisa izintokahle ingakho ngìthanda ukubuza ngomfana nentombazane kuzekuzoba ne balance singaphambanisi inkomishi njengoba singabafazi nama favoritism phezu kwabantwana kantisiyamosha ...makwande Amen
Sanibonani nonke ....ayijule Mkhulu kadesifisa ukwazi kanti labo 11 11 bacazani Amen
Cha angibuye futhi ngoba ikhani ngiqedela ukuyilalela lemfundo,kuwo wonke ama videos esengike ngawalalela Kuma platforms ngokuhlukana kwawo.lena ijule kakhulu ukube besinalo lolu lwazi ngabe asihuzukanga kangaka sizama ukulungisa into engayi nakancane ekulungeni kulokho kulungisa.ngempela Lena iwumhlahlandlela kulokhu ebingikulindele ukuze ngikwazi ukuthatha igxathu lokuqala ngilungise.umdali namathongo wenu asigcinele nina,ningabe senivukwa umoya wokumobelana kufe Le channel NGIYABONGA
Amen Mkhulu.
Sakubona sakubeletha singama First born😢kulikhuni kuyenyukela Mkhulu
Ikakhulukazi uma niphinde nizoganana ningamaFirst born kunzima😢😢kakhulu
Mkhulu awuphawule ngalo mfana iNdlondlo yamanzi, engsbe uwumuntu esingamethemba?
Uqinisile uMazibuko
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Ey… Mkhulu, ugeqamagula🤞🏽iyezwakala impela futhi mawubheka emndenini yethu kunjalo nje impela
Hayi mkhulu le topic kufuneka uyise kwimbizo ngoba miningi imibuzo
Mkhulu nangu mbuzo, what if wena omfana oyedwa phakathi kwa mantombazane, obani ozo vusa umozi and plus what if onesiphiwo sa Bantu abadala
UwenaKhehla ozovusa umuzi,Noma ngabe ukuphi namanto bazane angitgi zonke izinto zawo zothathwa uwe
Lendlela esabekwa isikelo somuzi nekahya yingakho abantu bandawonye bengezwani, ngoba manje mina ngingasala ngididekile ukuthi yindaba sizalwa ndawonye kodwa wena ubenenhlanhla ngaphezulu kwami.......😔
What if uzalwa uMagcina, uMagcina wakhishwa ekhaya and uzaleka kwi Odd numbers kwenzekalani lapho?
Sanibonani mndeni kwi so lomoya tv,Cha ngilokhu ngiyalandela kancane kancane.mkhulu akekho ongachaza lezizinto ozichazayo uma engambulelwa ngempela.mina ngokuzalwa ngingowokuzalwa e Mozambique ngakhulela Lana emzansi kodwa indlela yokuphila ngisebenzisa eyase Mozambique yize bekubuye kube nokuxuba nokwalana emzansi.uyabona Lana uhluba udlubu ekhasini,ngifakazela Lena yokuthi uma kuyintombazane eyokuqala ,uma nje ilotsholwa ,lezo zinkomo zilobolela umfowabo umfazi.ukuze avuse umuzi kababa.
Ngisahlela ukuthi ngifike emsusa kungu ngoba angifuni ukufika njengo muntu ophuma emsebenzini ephuthumisa ibraai esithanda ukujuza
Mkhulu sengibheke indlel'ohlaziya ngayo ukuzalwa ngokulandelana futhi kabo mama bawu 9, ngedlel'uqhaza ngayo yiyona ngempela, kunalo nombolo 7 wendodakazi akathakathi oyahlola, Mina ngizalwe wu nombolo 6😅uMama kwashada abazali esesibelethweni, wuyena futhi no nombolo 2 abashadile, Mina ngazalwa ngimbethe mangizwa ngokuhamba, funa manje ngihlale phansi ngiyijulele lendaba ya lomuzi
Thokozani Mkhulu, manje kwenziwa yini ukuthi uphuphe izinombolo
Uma kune zintombi lakhaya
Sawubona mkhulu ngiyayi thanda lento okhuluma ngayo .manje umbuzo wam yilo kwenzeka njani ukuba ungumtwana oyintombazana ungowesithathu nazalelwa khabo mhamha wazalwa uqhimbile manje .Lapho kwenziwa njani
😂 nitinta ezinkhulu ke manje, siyabonga.
ngicela inamba yakho phela MaKhumalo khona sizozixoxela nje kamnandi
#ukujula😂😂😂😂😂
Manje mkhulu ulungiselwa kanjani lo ovelele kuboma wakhe .futhi uma umama aganwe sekakhulelwe bese ngizalwa sebashadile ilungiswa kanjani
YIBA KHONA NGE28 KUMBIZO UZOZIZWELA
Khehla nginombuzo ongihluphayo… ubaba uyazizala ingane kepha akamthathanga uMama kumenza umfazi. Uma sizobiza amathonga akobaba asizibangeli izinkinga? Ubaba uzikhulisile izingane wazondla mara the problem akamenzanga umfazi wangamlobola.
ngayithanda le T-shirt egqokwe yiloBhuti ofake umqhele ohleli ngakwa Left kaMazibuko, ngongayithola kuphi?
Leli shirt ungalithola e Manzini kanye naseMoyeni ka Mazibuko lol
Ngiyalidinga ngempela Mfwethu, ungadlali ngami
@@nduduzo777