Amaphupho Nezincazelo | Dr Mnguni | Thenjiwe TV
Вставка
- Опубліковано 9 вер 2020
- Hallo Sanibonani, welcome to my channel, Thenjiwe TV.
U Dr Mnguni usichazela amaphupho
Please subscribe to this channel
/ @gwajotv
Thenjiwe Comedy
/ thenjiwecomedy - Розваги
Beautiful people, thank you for watching. Please do not forget to subscribe. For answers to your questions about dreams kindly contact Dr Mnguni vis his UA-cam Channel
ua-cam.com/channels/Qcr83u3QH5pAF9M1ni_9QQ.html
Martha Ntuli kuyini ukuphupha izinkomo ezinengi ngithi ngiyazibaleka zingele la ngikhona zingangezilutho futhi ngiphupha ngidabulabha phakathi kofula ngizamazame ukuphuma ngingasaboni indlela yokuphoma kusho ukuthini
Hi sis Thenjiwe mina ngiphuphe ngiye e nyangeni ukuyohlola yathi ngi ne mfihlo e phuma ku ba phantsi a ngiyithole ma ngithi ngifaka I sandla kwi hand bag yami ngathola I lollipop e blue kushukuthini lokho?
Sawubona cc ngyaluthanda uhlelo mina ngiphuphe sengathi ithuna likamama livulekile kuvele ibhokisi phakathi emngodini masithi sesiyoqhiba kuthiwa akusilo ithuna leli umgodi wethwelethe futhi unamazi kodwa usisi wami omcane ulele phezu kwawo umbhethe ingubo but mina mangibheka phakathi ngibona bhokisi
Hlw sisi thenjiwe...kusho ukuthini ukuphupha ulwa nomuntu owashona
OK vele ngikuyena ngilele naye bese ngimphupha engipha amaqanda awu2 elimhlophe nelimnyama kushukuthini mnguni ngicela incazelo
Some of amaphupho have various meanings. Like ukuphupha ubhala i exam eskoleni, it can also represent intwaso and njengoba usisi or ubhuti ephupha sengathi ukhohliwe i exam and use late, it might mean that idlozi lakhe limtshengisa ukuthi akalinakile/ulikhohliwe kanti kmele ngabe usekude ne journey yakhe yentwaso or yabantu abadala.
Njn
True 💪🏾. Ukuphupha imvula can also mean ukugezwa ngabantu abadala
Sanibonani ngiyaluthanda uhlelo lenu. Ngicela ukuza ukuphupha uthola ingane yomfana. Ngyabonga.
Washaya cc👏🏾👏🏾 wayibeka ngqo lento
Ngicela ukubuza kushoni ukuphupha kusha is tofu ubona malangabi
Siyabonga Thenjiwe, noDr.Mnguni ngokusichazela ngamaphupho. Kuyasikhuthaza ukuba singawabukeli phansi.
Genesis 3:19,Ecclesiastes 9:5-6,10,Jobe 7:7-10,Deuteronomy 18:9-13,Mathew 15:6-9,John 5:28-29,Isaiah 26:19,Psalms 37:29.
Siyabonga cc Thenjiwe no Baba Mnguni
Thanks somuch Cc Thenjie and Doctor Mguni.
Hi cc thenjiwe no baba ngabe kuchazani ukuphupha inyonka engathi imhlophe kodwa futhi ngiyitshengiswa u cc wam owathwasa
That's good I lv this topic
Sanibonani ngimusha kulolluhlelo syabonga kakhulu ukuhlaziywa kwamaphupho kulusizo kithi sonke Dr Mnguni ngukufisela impilo ende ngokusivula amehlo
Sawbona cc Thenjiwe ngicela ukubuza ugibela ibhasi, ok a eduze kwebhas kunabantu bagqoke umfaniswane oyellow nonwhite,kukhona namagqoke iziphika eziblue.Uma sengingenile phakath ebhasin,ngithi ngiyohala ngasemuva bangigudlukele bangidlulisele phambil endawen enhle kungath yomuntu omkhulu bathing indawo yam angihlale kuyo lendawo itafula nezihlalo kublue
Sanibona Uma uphupha bakunika imali emhlophe ngiqgoka izicathiulo ezinkulu abelungi bona Besho ukuthi
Yebo Dr ukuphupha kuqathaka amashongololo amabili.kuwena kushoni ,ngiyabonga
Sawubona sisi Thengiwe nobaba uMnguni ngiphuphe ubaba wami ongasekho engithengele ingubo emhlophe kusho ukuthini lokho
Sanibonani. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha umuntu egwaziwe esesibhedlela izingubo ebezigqokile zigreen. Ngiyabonga.
Hi sis Thenjiwe noDr Mnguni ngicel ukudlulisa ukubonga ngaloluhlelo lungisize kakhul kuleliyaphupho engalichazelwa kuleliphupho...
Hi my dream,I freaked my stepdad,whose no more,on earth ,he was so happy for Nd even shake my hand
cha dokotela , asilungise . ukuphupha uphuza utshwala or udakiwe. kuchaza ukudideka noma ukuphambana kwezinto empilweni ngoba umuntu odakiwe akenzi kahle. lokhu kusho ukuphambana kwezinto ebekade zizakahle...Amen
Ngyazizwa izincazelo zamaphupho but can you please next time tell us how to prevent those things from happening 🙏
Sanibona cc Thenjiwe ,ngiphuphe intombazane eyayithandana nomyeni wami ithi abantu abadala bayalwa bathi ibhokisi lakhe kumele lithengwe umyeni wami libuye kwaze kwaba kabili ngobusuku obiyi 1 ngabe kusho ukuthini
San'bonani "ngibuzela umshana wam" kuchazani ukuphupha umuntu wesilisa ek'bamba sengath ufuna ukulala nawe.... Kodwa engaphumeleli ezame ukumemeza elwe egcine ephapheme..... Izinsuku eziningi lokhu ephupha into eyodwa
Thanx baba thenjiwe siyabonga
Didn’t know Thenjiwe does spiritual episodes on UA-cam 😳😂 Yey I know things one by one.
🤣🤣🤣🤣 I am here for all your problems
@@gwajoTV including healing us from stress-making us laughs lool
Sanibonani kusho ukuthini ukuphupha umuntu ethi uzokupha I watch
Sanibona Gogo.Ngiphuphe intombazana Indiza iphuma emathuneni, ngisayibuka ngabona umfana naye evela emathuneni Asho isibongo sakhe bese ekhipha imibese emithathu anginike ngiyithathe.
Siyabonga khehla kushoni ukuphupha unemali wangakhela indlu double story iphele same day selibuya kabili same week
Ngiyabonga ngalamavideo asifundisa okukhulu kangaka Dr MNGUNI bengicela ukubuza kukhuluma ukuthini ukuphipha ngigijimisa ibhasi .ngiligibela ngapha ngihamba nomama wami ongasekho edriver imoto ngigibele naye🙏🙏🙏ngiyabonga kakhulu.
Salibonani mina bengicela ukwazi ukuthi ngabe kutshoni ukuphupha ubona amathuna emanengi.
Sanibonani gogo ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha usebenza kodwa ungasebenzi and lephupho libuya njalo kusho ukuthini
hi guys, how/where do I submit amaphupho engidinga incazelo kuwo?
Love you Cc Thenjiwe💗
Sanibona ngiphuphe ukhokholizi wami, no gogo, no mama wami, no malumekazi, bonke lababantu sebashona. Bekungathi kukhona ushonile kodwa angibonanga ukuthi kushone bani.
mathenji de great ngivele 😂😂😂😂😂ngisho so crc
Wow sisi your nails mahle...
Ngiyabonga
This is so interesting I Love this channel
Ngyabonga kakhulu incazelo uma uhlale uphupha ushanela endlini kuchaza ukuthini
Siyabonga kakhulu.
Sawubona Sisi Thenjiwe no Dr Mnguni ngicela ungihlaziyele ngiphuphe ubaba wenzingane zami ulele nomkhulu wani owashona kodwa umkhulu emfalathele makevuka ubaba wezingane ngambona esephethe isikhwama esinemibala ebomvu nobumnyama egqoke ijakhethi ebomvu mina bengi busy ngifunana ne underwear yami ngingayithole futhi bekungathi ngisemkhukhwini and kuyanetha imvula iyangena lapho bathi uyahamba
Sesahlukanisile mina naye kodwa mina nengane yethu endala besizama ukumsiza ngoba uyaphuza kakhulu ngiyengamduba ngoba ngathi akaliboni usizolwethu
Siyabonga.
Ameni kusho ukthini uphupha ukhishwa ekhaya engathi uyoshanda.kande ngikwa emsamu
Dr & Sis Thenjiwe. Aningisiza Lana sekuze kwakabili Lana ngitshelwa abantu abahlukene ukuthi bangiphupha ngivunulile. Lowokuqala wathi ngangihamba namakhosi asekuphakameni. Okunye okufananyo ngaleli phupho bobabili laba abesibongo esifanayo uKhumalo.
Xa uthi uhleli kuvele ucousin wam osweeke lastyear September, and lelilanga beli before the date azogqiba unyaka, esithi mntase ndicela ungajiki kwesisigqibo sokuthi uzokwamkela ukufa cos baonwabile gogo, then ukuba awuyenzi lento bzoqumba avantu badala
Thokoza gogo mobile mina ngilokuphupha ngingakithi lapho ezalwa khona
Syabonga kubaluleke kakhulu lokhu enisifundisa ngakho ngcela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha useskoleni but kube ngathi usalele ngemuva or kthiwa awubhalile
Hi cc ncela ukubuza ngiphuphe umkhulu wam owashona acela imphuphu bekahamba athikuzolunga kushokuthini
Sanibonani kucazani ukuphupha uhleli nabantu.ubese uphathwa umcamo uthathe ibhakede uthi uyacama.uvuke ekuseni ukucamele ngempela umanzi
Hy thenjiwe nodokotela
Sanibonani ngicela ukubuza ukuthi kushukuthi iphupha ukuma period
Sakubona cc Thenjiwe kuncazani ukuphupha uteta ethuneni lika khokho wami ngabona amalembu ayi green amabili wavuka ngejabulo ethi Yonge into yakho izolunga
Inhlanhla as esho nje kmele umphe isipho thizeni khona uzokupha kona
Masiyeke ukulokho sithi amadlozi awekho akhona kanti futhi hayi sonke ukuthi kumele sothwasa cha! Ngesiye isikhathi kumele silale abantu esihamba nabo hayi ukuthi kumele siyofuna komunye umuntu
Sanibonani Cc Thenjiw no Dr 1. Ndicela ukubuza ndingenze njani ukulungisa idlozi lam coz njalo Uma ndiphuphile I yenzeka leyonto sube ndiphuphile so sendiyekile nokubatshela abantu ngoba babona ngathi yimi owenze leyonto.
Sanibonani kuchazani ukuphupha amandcoliso
Ischitho sodwa
Sanibona nginokuphupha kulomuntu onginikeza inyoka ngabe kuchaza ukuthini lokho
Sanibonani kushoni ukuphupha uSilwa nabantu obaziyo
Mrng gogo ngicela ukubuza ukuphupha umuntu wesifazane okhulelwe
Ngyanibingelela Sisi Thenjiwe ngicela incazelo .. kushu ukuthini ukuphupha sengathi usendlini nje n sengathi uhlezi embhedeni but uzibone Wena sengath ucisha ugesi Kube myama endlini n benginommama wengane sengathi uyakhuluma but angikhumbuli ubethini.... Please ngisize n nezixazululo syazicela kudokotela😥
Thank you sis
You are awesome
❤️
Cc thenjiwe ngcela ukubuza kudoctor ngiphupha izinkunzi ezimbili zilwa izibaya zazo zincikene
Sanibonani mina nginenking yokuphupha ngilalwa yisilwane Yhini engangisiza lapho siyangihlukumeza angisakhoni manje
Sanibona ingabe kuchaza ukuthini ukuphupha udabula imali engamaphepha
Sanibonani kuchazani kuphupha tibungu letimhlophe letiningi
Isichitho
Sanibonani mina ngiyaphupha kodwa ngiyakhohlwa
Sanibonani kuchazani ukuphupha uzolotsholwa ngabakhongi abathathu beqhuba izinkomo eziyisithupha
Sawbona cc thenj ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umah wam engixosha ekhaya
Sanibonani ngiphupha umyeni wami sewashona or akasekho emhlabeni ngimphupha ngibona sihlangeni sibanengi kepha angangikhulumisi ahleka nalalabanye nangitsi ngizama kumanaka bese uyanyamalala noma ngimphuphe endlula
Thokoza sisi Thenji no dokotela ngiphuphe ingathi ngihamba nalomfana engizwana naye sangena emzini engawaz ngathi bekethi yikubo safika kukhona umama ehleli endlin engcolile wangicela ukuthi ngitshanyele.
Ndibonge nisazophendula
Ngyabingelela. Ngane kushu kthin ukphipha. Ukhalima umhlambi we nkomo ebovu bese kuvela. Inkonyane elimnyaaama lilodwa
Mholweni thenjiwe nogqirha kutsho ukuthinì ukuphupha inkomo emnyama enethole kuze kuvele ezi zingqukuva ebomvu
Sanibonani,
ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ugogo omdala engisonta naye enginika imali yokuya kwi trip yase sontweni siya e-beach kanti sizofika uLwandle lumnyama lunamagagasi amabi and abanye abantu befaka abanye kulona ulwandle lunjalo mina ngibasiza ngibakhipha olwandle.
Kusho ukuthini ukuphupha ngithenge isikhwama esisha esihhle.
Syabonga thokoza gogo
Sanibonani Dr Mguni ukuphupha umzali wakho engasekho kodwa njalo umphuphe eshonile selibuye kawu 4 inyanga ezihlukene
syafana sisi
Umphefumulo wakhe awulele
Hi cc Thenjiwe mina ngiphupha ngisothandweni nosaziwayo
Sanibonani mina ngiphuphe indlu eyakhiwe ngodaka olubomvu inaborawundi ababili ngasesangweni omunye ungaka left omunye karight kodwa ingasemfuleni ogelezayo
Ubizo lwentwaso yamanzi both komalume nakobaba
Ngiyabonga kakhulu ngalezincazelo zamaphupho ngifunde okuningi ebengingakwazi
Sanibona kuchaza ukuthini ma uphupha njalo uya endaweni angize ngifike or ngizolahleka njalo
Sanibonani ngicela ukubuza kusho ukuthiniI ukuphupha kodwa Uma uphaphama ukhohlwe uphupheni
Dr Mnguni ndicela undihlalutyele apha ndisoloko ndiphupha ndisekhaya kuvele iinyoka azilwi umakhulu wam egula kakhulu akasekho mna andiphilanga
Ngiphuphe ngisendaweni emnyama ,ngingakwazi ukuphefumula futhi ngizwa umuntu ohlekayo ngabe lishokuthi ngoba ngivuka ngithukile
Hey sisThenjiwe silindile sekusele kancane sidle sisuthe lapho kuni syabonga already sisThenjiwe syabonga kakhulu...
Sanibonani kuchazani ukuphupha (usisi wam) ungiphuphe nginqunu ngingeza endishini eyodwa nengane yami kodwa ingane ibikakile kulawo manzi
Yischitho
Isilwane lesi mf2 hambhohlola
Isilwane esihamba neschithoh
Sanibonani ukuphupha umuntu engimaziyo.ehamba nomngani wakhe begijima beyogibela i train.
Sabona sisi thenjiwe no Dt mina ngiphuphe njalo ngisiza kunabantu abangijimisay kodwa abangitholi
Sorry ngiphuphupha ngindiza
Sanbonani celakubuza kushokuthin uphupha ugcoke ingubo emhlophe ymshado
Sanibona ngicela ukubuza ukuphupha use sibayeni kungana komo ngiphuza ubisi ngebhaketi
Ngiphuphe ngishaywa ngugesi/umbane... It was alot of electricity that hit me, I was shaking, I couldn't walk afterwards, I was weak... Isho ukuthini? Ngiyabonga.
Hi Thenjiwe noDokotela ! Kusho kuthini ukuphupha uvalela izinkomo esibayeni kepha lesibaya sinezikhala nhlangothi zonke.lezinkomo ziphinde siphume.
Sanibonani kutshoni kuphupha unethwa yimvula ening
Ngiphuphe kumlilo and bekule mbiza emnyama kodwa ngithe sengithi ngiyathatha amanzi ngafinca imbiza yakhona sidabukile kutshoni
Hii can I ask what does it mean when a Owl comes to ur house at night and makes noise during the night? Please answer if u can
Sanibonani uma uphupha amajuba ku qazani
Sanibonani Uma uphupha useyunivesiti makufuneka uthole isitifikeyiti loyomuntu avele athi usaya mgasendlini encane angabuyi ngize ngivuke sekwenzeke kaningi lokho
Again ukuphupha izindlu zisuka upende...senipenda kabusha kuchazani
Ndiyabulisa. Kuchazani ukuphupha idish, (a basin) pot and nenye i container zonke zigcwele ipapa le ka mlm futhi kuno girl still usapheka enye ipapa.
Thokoza mkhulu siyabonga ngaphupho
Hy cc thenjiwe sengiphuphe kaningi ngikhanywa ludenda ngenza ukulukhupha ngesandla emlonyeni
Ufanelwe ukthola intoyokuphalaza isiwasho kunesilwanyana esikulekayo
@@jabulanisomnyama669 ok thank u
Nginokuphupha ngibhema intsangu... ingaba lisho ukuthini? Usually after that ngizizwa ngingakwazi uku concerntrate eskoleni
Kusho ukuthini ukuphupha ishlahla eskhulu sumile emanzini esunamaggatsha amade amanzini amhlophe
Ngihlala ngiphuphangihamba endaweni ephakeme or entabeni ekugcineni ngizibone ngingazi ukuthi ngizoyehla kanjani. Or ngithingisahamba kuvuleke umgodi omkhulu ngingazi ukuthi ngizowela kanjani. Nomntwanawami wokuqala uvukile ngelinye ilanga waqonda emnyango wavula iskhiya uma umawami ememeza wabuya engqondweni walala wathi kunobaba obekamile emnyango wekamere egqoke amalapi amhlophe phantsi nangentla. Onebala leAlbinisim njengoba ephuma ekalandelayena umbizile qede wamflathela wahambaphambikwakhe yena umlandela emuva. Waphazamiswa umawami njengoba ememezile.
I love your chanel
Kunga kushoni
Good morning Thenjiwe uma ophupha abanto abafileyo,enye di phupha ituwa/dithwaeleta ndi bokelwe umtwana o mcane
Sanibona baba noSisi ngicela ukubuza ukuphupha itshalo vegetable kodwa esekhiwe uwanikezwa eselungele ukudliwa kodwa ingadi yawo ungayibonanga
Sanbonani, ngicela ukubuza ukuthi kucazani ukuphupha u driver imoto
Emhlophe mese ngime eceleni ngilinde imoto e yellow ngize ngibuze
Ukuthi abakayiboni eyi van mangithi ngithi lemoto engihamba ngayo
Iwuka ezinye izimoto iyazidonsa ngiphaphame.
Sanibona ngicela ukubuza kuyini ukuphupha isiziba esodwa izinkathi eziningana,nginikeka kuso ephusheni many tym bt I'm scared ukusibheka mase ngisibona live,nokuthi ubone ihhashi eli brown kusona
Sanibonani kuchaza ukuthini uhlale uzibona njalo usesesikolweni usafunda Kodwa kudala waqeda
Lubizo
Sanibonani ngicela ukuboza uma bekuphuphela ukuthi ushonile kusho ukuthini
Kungenzek kube intwaso leyo...
Dr inyoka akusiso isitha njalo 😉
Hhay bo inyoka iyisitha bo
@@nokwazimthethwa4343 kumele usho usho ukuth hlobo luni lwenyoka oluphuphile, bese ke ekuchazela amakhosi
Lami I heard ukuthi ziyatshiyana i types zenyoka some are there to protect you.mina I once dreamt a white snake a voice coming from the snake assuring me ukuthi it will protect me and I woke up feeling very much at peace so please help with the interpretation
Uma uphupha ulele emgodini lethuna.. Elivulekile ngaphezu kwakho kulele umuthu owashona
Satanic😈 you deliverance fire🔥🔥🔥🔥
Ngiphuphe ngihamb nomngan wam kungath sipheth izibham siyobamb inkunz. Uma siyibamba savele sahujwa abant abaningi sabanjwa, ngakhona ukuphunyuka ngagibel imoto egcwele abelungu ebebechazekile ngokungibona. Inkinga lemoto ibihamba ibangana elincane ivele ishayis izihlahla kuphunywe kuleyo ngozi kungalimali muntu kube khona enye futhi. Kulowo mnyama sengibona sisemzini thizeni onezithelo eziningi. Basikhela amanantshi. Besinike siwathathe siwadle sivalelise
Ngiyabingela kuchazani to upupa izityalo endlini ..kwa mama omncinci up..Wes akandifuni mokundibona umama nentombi zakhe
Ukuphupha inyoka is not always isitha. It depends on the snake's behaviour in the dream. If inyoka uhleli nayo, uhleka nayo, ingakulimazi nje at all and ingaku attack nje at all, kusuke kuyidlozi lelo. Kodwa uma ikuhlasela, kusuke kuyisitha.
Sacela ukubuza Gogo
Uma uphupha uphakathi noLwandle, phakathi kwawo amagagasi bese kuvukabelikhulu likukhiphele ngaphandle ngabe lokho kunayo meaning?
@@mabuthodube1333 I do not interpret dreams, I'm sharing knowledge on the dreams that I know of. Ukuphupha ulwandle or amagagasi can represent ukuthi unemimoya and sometimes kuba ukuthi kmele uhambe uyogeza. Kusuke kumele uhambe uyohlola oe uphahle for clarity. I've been dreaming ngimbozwa amagagasi olwandle and in my case, it means kmele ngiyogeza/cleanse. And when I first dreamt of amagagasi olwandle it was one of the signs of my calling. Kodwa uma amanzi e aggressive then kukhomba ulaka lwabantu abadala, kunento abangajabule ngayo.
😃😃😃Amazulu F.C or heaven ubungeke nje ungalenzi ihlaya MaThenji😅😅🤗
@Welcome Dyofile that dream symbolises death,it could be you or relatives
Sanibonani kusho ukuthini umuntu mekuphupha ugula
Ukuphupha ukhala ikushiya ibhasi kumemeze isalukaz kuleyo bhasi kuhleli amakhehla nezalukaz makumemeza lesisalukaz sithi jika asikufuni lapha jika
Sanibonani yat mne nginekuphupha boy friend wam njalo nakukhona lokutawenteka kuye kuyavela kim