INZULU YOLWAZI OLUJULILE NGESIPHO SAMATHONGO SIPHAKELA ISIZWE AMEN.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 1 лют 2025

КОМЕНТАРІ • 56

  • @NompikisoNkohla-z4i
    @NompikisoNkohla-z4i Місяць тому +1

    Amen mkhulu 🙏🙏ibuhlungu lendaba ngoba sezibizwa ngamagama ngenxa yento oyiphiwe,mina nje anginaye ngisho okwicala lam ngikhala mihla yonke 😭😭angitholi ngisho ukonwaba ngoba angisazi isono sam ekhaya kodwa lokho ngisithi kuzolunga ngelinye ilanga💔💔

  • @SiphoNkambule-xx1tk
    @SiphoNkambule-xx1tk 10 місяців тому +1

    Mkhulu ngiyabonga ngomthombo wolwazi

  • @NkhosiMaat
    @NkhosiMaat 6 місяців тому +1

    Siyabonga kakhulu mkhulu ngenjulo yakho...ndoshe khehla lami 🧙🏿‍♂️

  • @MarthaRassewu
    @MarthaRassewu 2 дні тому +1

    Wena mkhulu ukufundisa a teacher uyangena naku 5 four minisrie🙏🙏ngawe pa

  • @nothandogumede9100
    @nothandogumede9100 9 місяців тому +1

    Siyabonga Mkhulu!!!

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому +1

    Makwande Khehlalami!🙏

  • @nontsikelelokhumalo2444
    @nontsikelelokhumalo2444 Рік тому +2

    Hmmmmm mase usukhuluma Mkhulu ngathi ungabe usapinda uyekhe aiboh lapho uvele uyeke iqondo isijulile mase uyanqamuka. Amen Mkhulu. Bakuphe njalo ulwazi Kona sodleze siphakelwa. Amen

  • @cleokodwa-gg1ty
    @cleokodwa-gg1ty 5 місяців тому +1

    Singena kuvaliwe Mkulu, Tsiii I'm feeling blessed 🙏 Buwa Mkulu simamele

  • @Apexpre4142
    @Apexpre4142 Рік тому +1

    Kusile kusile📿

  • @khethiwekhabule-dw1fh
    @khethiwekhabule-dw1fh Рік тому +1

    Mkhulu waze wayibeka kwancanca bha 🙏🙏🙏👏👏👏🙌🙌🙌

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 5 місяців тому +1

    Dankie khondlo uyasiphuzisa kulomthombo wolwazi☀️

  • @NontobekoMhlophe
    @NontobekoMhlophe Рік тому +1

    Ngyabingelela mkhul hhay ngithi phambili khehla ngyafunda kakhulu sengzuze lukhulu uJehova akukhulise kakhulu

  • @thandazileshange2282
    @thandazileshange2282 Рік тому +1

    Injalo kuyabangiswana

  • @nomthandazonkosi5903
    @nomthandazonkosi5903 Рік тому

    Mwelase siyabonga kakhulu ngolwazi

  • @RoseTwalinyati
    @RoseTwalinyati Рік тому +1

    Makwande khehla camagu❤

  • @ChristinaMoletja
    @ChristinaMoletja Рік тому +1

    Well said mkhulu yaaa you are talking mkhulu

  • @CeliweMiya
    @CeliweMiya 11 місяців тому +1

    Syabonga ukuskhanyisela khehla

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Рік тому +1

    Sawbona Mkhulu.ngisacela ukuzwa ukuthi uma uya eGoli uyadlula yini eMnambithi bengifisa Mkhulu ukuba ngkubone ngoba kuthanda ukuba kungahleleki ukuba ngifinyelele eThekwini🙏🙏

  • @bhunganetv
    @bhunganetv Рік тому +6

    Yazi khehla lami ngiyafisa ukufika kuwe kodwa ngibona nje kulokhu kuvuka izihibe ziyangivimba kodwa umphefumulo wami uyalangaza ngoba kade ngehla ngenyuka ngingamtholi umuntu ozongikhanyisela kodwa uma ngikulalela lana kungenza ngibone ukuthi kanti uNkulunkulu namathongo nedlozi abangilahlile ngicela kuvume boh Mkhulu ngifike kuwe🙏🙏

    • @nontsikelelokhumalo2444
      @nontsikelelokhumalo2444 Рік тому

      Kwesinye isikathi uma kunzima ukuthi ubone umkhulu kuzomele ufaste bhungane ulambe esiswini kehla uthandaze.

    • @thuliswamasumpa9583
      @thuliswamasumpa9583 Рік тому

      Thokoza mkhulu yazi evele wangiphenduli imibuzo ekade nginayo for a longest time bayede

  • @TholaNgobese
    @TholaNgobese Рік тому +1

    Siyabonga mgabhi wamafu inzima lendlela kodwa iyahambeka ngenxayenu enisiqinisayo

  • @nombiko
    @nombiko Рік тому +1

    mmmm mkhulu. Ngiswele amazwi

  • @mrv2887
    @mrv2887 Рік тому +1

    Ujule kakhulu mkhulu ei siyabonga 🙏

  • @MbaliMadlopha-kp6nb
    @MbaliMadlopha-kp6nb Рік тому +1

    Siyabonga mkhulu bengajabula mungaphide uyachane kahle le yokuvuma emsamo uyilungisa kanjani

  • @Lukelomakhaye4457
    @Lukelomakhaye4457 Рік тому

    Siyabonga Mkulu eyi yazi wakhulu impela isimo engibhekene naso...ebengingasiqondi nakancane kodwa wakhanyisa nami ngathobeka enhlizweni ekujuleni.
    Engifisa ukubuza ukuthi pho iqedwa ngani lento yomona emndenini? Uma bonke bekuhlanganyela kugcine sekungathi uwena onephutha ngoba abavumi ukuthi isipho sinikwe wena? Wenzenjani?
    Ameni🙌🏽

  • @leratokgoethe3614
    @leratokgoethe3614 Рік тому +2

    Amen mkhulu 🙏you just answered things that i have been questioning my self about iyo mkhulu things we going through eish okare go nka kganya 🕯️,its painful mkhulu to go through that phase of fighting for things we never asked for

  • @ChristinaMoletja
    @ChristinaMoletja Рік тому +1

    Eish mkhulu yaaa many questions

  • @AbelM123
    @AbelM123 Рік тому +3

    Amen Mkhulu. Siyabonga kakhulu.

  • @YandisaMajeke-fn8zq
    @YandisaMajeke-fn8zq Рік тому

    Ngiyabonga mkhulu👏mina sengifisa ukuhlangana nawe ngomhla we 11

  • @mayibongwedladla9539
    @mayibongwedladla9539 Рік тому +2

    🙏🏽🐅Syabonga ngolwazi olujulile kodwa uliphaka ngendlela ecacile ezwakalayo.🧙🏽‍♂️🧜🏾‍♂️✨

  • @GoodenoughKhanyisani-og3dr
    @GoodenoughKhanyisani-og3dr Рік тому +1

    Sibonge ukufundiswa

  • @promisepromise6261
    @promisepromise6261 8 місяців тому +1

    Khehla wangi chazela ngaqondisisa ngempilo yam ebingidida ngiyabonga mtomdala

  • @mogalekganya
    @mogalekganya Рік тому +1

    Asbonge kakhulu khehla👏👏👏

  • @Shepherd7773
    @Shepherd7773 Рік тому +1

    Sibonge mkhulu ngolwazi osipha lona

  • @DemzaGupta
    @DemzaGupta Рік тому +1

    Enkosi Mkhulu

  • @olwethundebele4940
    @olwethundebele4940 Рік тому +1

    You just answered so many questions I've had all my life

  • @promisekhumalo4380
    @promisekhumalo4380 Рік тому +2

    Mkhulu ukhohliwe yin ukukama namhlanje 😊😊

  • @nkosikhonandlela1114
    @nkosikhonandlela1114 Рік тому +2

    Ijulile siyabonga, ngithanda le part ethi noma amanzi amnyama ephehliwe kodwa kuyaphumeleleka

  • @siphelelekohliso1181
    @siphelelekohliso1181 Рік тому +1

    Awuuuh waze wakhuluma okujulile Mkhulu.👏🙌🙌🙌

  • @promisekhumalo4380
    @promisekhumalo4380 Рік тому +1

    Amen mkhulu siyalithanda leli page sizolikhulisa

  • @nguxolani
    @nguxolani Рік тому +1

    Amen Mkhulu 🙏🏽

  • @authenticminds.9510
    @authenticminds.9510 Рік тому +1

    Makhosi Mkhulu.

  • @queenmaphumulo5457
    @queenmaphumulo5457 8 місяців тому +1

    Wayichaza mkhulu yacaca,now I understand.

  • @gladysndimande3815
    @gladysndimande3815 Рік тому +1

    Mkhulu wakhuluma wageqa amagula ngizwa ngifikelwa izinyembezi ngob lento yomonelana emndenini isibulele ,eyi nawo lawomazwi kungani idlozi likhethe wen

  • @lebogangtlhapane7061
    @lebogangtlhapane7061 Рік тому +2

    Siyabonga Mkhulu siyafunda kakhulu.Kungayenzenga ube nazo zombili or zonke?

  • @noxolozulu2291
    @noxolozulu2291 Рік тому +1

    Kuyaphambana mkhulu, isipho uzalwa naso kuba esethongo okuyiso esikamoya ongeke wahlukaniswa naso ike isithunywa, inzunza etc bese kuthi ubizo olwedlozi okuyilo abantu abaluthikamezisa kakhulu ngoba idlozi liyathwebuleka kanti isipho they can only delay it or block it but never steal it coz it eventually comes back on it own kumniniyo.

  • @thembimncube48
    @thembimncube48 11 місяців тому +1

    Sanibonani Emakhosini, zikhona izanusi zesifazane?

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 Рік тому +1

    Uthe ukhokho before aphe someone isipho uqale ubuke umunt ononoma, onenhliziyo embi, ohlezi ehlanzekile, nonomhobholo. My question is UMBONA KANJAN EKUBEN ESAYINGANE? OR Isipho usithola masumdala? Awuzalwa naso if zalwa naso bakubona kanjan makukuth awunamona nhliziyo embi

  • @BaskervilleGroup
    @BaskervilleGroup Рік тому +1

    That's why they say yonke into yakho ibe imfihlo