UKUBANGWA AMATHONGO ABANTU ABAKUSIZAYO / OGOBELA

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 8 лют 2025
  • Ummbango awugcini ngokuthi ube sekhaya kuphela kodwa uyinto ehamba ize ifinyelele nakubantu abakusizayo, amathongo abo ayakwazi ukuthi agcine ebangisana ngawe

КОМЕНТАРІ • 45

  • @labanisibiyanina4129
    @labanisibiyanina4129 3 роки тому +2

    Zincane lezinsizwa kodwa imisebenzi mikhulu khulani proud of u maqhawe

  • @sibusisoleroykhumalo4386
    @sibusisoleroykhumalo4386 3 роки тому +3

    ubovungane ngayanaye eDUT indoba ezothile le ngiyathuka futhi ngiyajabula mase ngimubona enza nje!😁

  • @brunnerfortune4774
    @brunnerfortune4774 3 роки тому +2

    Siyabonga boMkhulu kodwa abantu (abasizi/gobela) banomona kakhulu yingakho abantu basuke bengasaphindeli emuva uma into zingahambi. Waya kuye iyokuchupha(bewitch). Siphila ezikhathini ezinzima. Bakhohlakele abantu kulezinkathi esiphila kuzo.

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 3 роки тому +1

    Mpunga YeSintu no Bhungane nathinta Indaba ebalulekile esibuye singayinaki singabantu niqinisile bafwethu Uma ungumelaphi unendawo ethile ozoyidlala kumuntu omusizayo bese eqhubekela phambili ngoba kunokwenzeka ukuthi sekudingeka esinye isandla sokwelapha nokulekelela lomuntu obeqale kuwena. Dedelani abantu ngomoya omuhle bazame kwenye indawo👏🏾👏🏾

  • @nompumelelomkhonza9944
    @nompumelelomkhonza9944 3 роки тому

    Thokoza khehla awu! Ukwanda kwaliwa umthakathi 👏👏👏ungapheli amandla thina esingena gogo nakhulu esingabuza kuye. Sekwanda umona nje.

  • @leigh4074
    @leigh4074 3 роки тому

    Sibonge Mkhulu👏🏿 ngemfundiso kuyekuthiwe amade ngawetyala ngisho ngisithi umsebenz wakho muhle thina ke siyafunda njengengane.....Chosi

  • @luhdakingluh2046
    @luhdakingluh2046 3 роки тому

    Haibo bengingakwazi lokhu

  • @sifisocyprianshezi3824
    @sifisocyprianshezi3824 3 роки тому

    Hhay cha le INAMANDLA...Yajula inkulumo, futhi ongezwanga akasophinde nhlobo ezwe.
    Ngithi nje IMPUUUUNGAAAAAA...!

  • @thommasilo9145
    @thommasilo9145 3 роки тому

    Ubudala abukhulelwa, mina ngiyanivuma bontanga yethu.Ukube bonke abantu bafana nani ngabe isithunzi sabelaphi sivikelikile.#phansingosenzakonke.

  • @nonhlanhlangwenya7828
    @nonhlanhlangwenya7828 3 роки тому +1

    Ngaze ngafisa ukuba bonke abalaphi bendabuko banilalele

  • @smangankosi6930
    @smangankosi6930 2 роки тому

    Mkhulu ngiyabonga ngokungilapha umhlahla ndlela wakho kuwuku phila kwami nomndeni wami nkoke okewnza kalile empilweni yami kuwukuphila kithi sonke esisase emhlabeni kuphila nabangasekho ukuphila kewthonga kukithi ngokudlulisa nkoke uboniswa kona bonga ngezibona kaliso zethongo lakho Thokoza mkhulu
    Imiyolo yakho kuwuku

  • @lindymkoneni1174
    @lindymkoneni1174 3 роки тому

    Siyabonga Makhehla

  • @ntobekokingsley3040
    @ntobekokingsley3040 2 роки тому

    Kubane bayanizwa makhehla ngabe abasiqalekisi.Umuzwe ethi ugobela uma uke wahamba waya kwenye indawo ungaphinde ubuye la kimi.

  • @nosienosie1541
    @nosienosie1541 3 роки тому

    Camagu mkhulu mna ndinalonkinga yamaphupha akasacaci kanti futhi kuthiwa ndinabantu abadala kumanje andisazi ndenze njani ngoba mpilo yam imile ngumshado awubonwa abantu bagcina ngokukhuluma kuphelele lapho ngicela usizo

  • @matshabalalaeleki
    @matshabalalaeleki 3 роки тому +1

    Ndiyabulela Mpunga Yesintu TV

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 3 роки тому

    Impuuuuungaaaa😊👏

  • @sandiledube8464
    @sandiledube8464 2 роки тому

    Lodwa abanye abalepha ngeke ubatshele kanjalo izinhliziyo zabantu azifani

  • @nokuthulaskhosana7700
    @nokuthulaskhosana7700 3 роки тому

    Sanibona yaze yaba lukhuni Le ndaba 🤔🤗khona kunjalo abasikhulule 😁👏🏿

  • @brianbantwini4561
    @brianbantwini4561 3 роки тому

    Kusesekhona ithemba kwindlu yakwantu njalo mangimamela le tv Impuuuuuuuunga😇

  • @vuyanidlaminidlamini6286
    @vuyanidlaminidlamini6286 3 роки тому

    Manje umelaphi kunguyena osebaleka sikhona isidingo sokumtshela ukuthi ucela akukhululena?.

  • @NQUTHUENTERTAINMENT
    @NQUTHUENTERTAINMENT 3 роки тому +2

    Siyabonga kakhulu ngamazwi enisipha wona Kule channel, ayakhana kakhulu kubantu abazimisele ngokwazi isintu Sethu🙏🙏

    • @vanithavanitha635
      @vanithavanitha635 3 роки тому

      Hayi siyabonga kakhulu ngamazwi enu elisiphawona bomkhulu abanye abakwenzi lokho ukuthi dlulela kwabanye uze uphume uzihambele ngoba ubona ukuthi ayikho

  • @vuselelanene3736
    @vuselelanene3736 3 роки тому

    NAZE NAKHULUMA KAMNANDI BOMKHULU BAYAGANGA OGOBELA

  • @nduzah47
    @nduzah47 3 роки тому

    Kodwa mpunga mawusuthi unesandla sesithathu yini??😂😂😂uyangubusisa

  • @badimobatemothuoptyltd7702
    @badimobatemothuoptyltd7702 3 роки тому +1

    SIYATHOKOZA 🤴🏿🤴🏿👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿🦁☀️☀️☀️☀️☀️☀️☀️WASELANGENI

  • @chasisanimhlanga9004
    @chasisanimhlanga9004 3 роки тому

    Sibonge mkhulu funde olukhulu ukuthi amatonga ayakwazi ukukubanga

  • @mthoshme1225
    @mthoshme1225 3 роки тому

    Imalini ukuxoxa Mpunga eMphela ndaba

  • @thamsanqamazubane4774
    @thamsanqamazubane4774 3 роки тому

    This topic is big , umbuzo wami kuMpunga , kwenzakala kanjani if usudlule kulenqwaba yo gobela bengakukhululi , wenza njani kuleso simo ,ngabe ikhona yini enye indlela yokukhululwa , uqale kabusha ?
    Ngibuza ngoba lenkulumo yenza umqondo ophusile kepha ngiqala ngqa ukuzwa ngalokhu

  • @smangasminga3704
    @smangasminga3704 3 роки тому

    Thokoza mkhulu manje mawngahlali ethekweni ufusa ukuxoxa nawe senza kanjani ngoba naku whatsapp awuphenduli?

  • @nkosikhonankosikhona2913
    @nkosikhonankosikhona2913 3 роки тому

    Makhosi

  • @mtomuhlekambhele1090
    @mtomuhlekambhele1090 3 роки тому

    Ngicela ukubuza Mpungayesintu mengabe uGobela kunguyena okuphuphelayo wena awutholimaphupho noma iZibonakaliso lokho kuyiQiniso?

    • @nduzah47
      @nduzah47 3 роки тому

      Sawubona dadewethu nami ngithi akwengincede cha ngeshwa nangebhadi uGobela akakwazi ukukuphuphela inkakhulukazi ningahlobene..ngingazike noma kukhona engingakwazi..bengisiza nje dadewethu

    • @nduzah47
      @nduzah47 3 роки тому

      Ngiyaxolisa ukukubiza ngodadewethu...nxese

  • @khuttalanqobo8891
    @khuttalanqobo8891 3 роки тому

    Ngiyabingelela Mpunga ngicela ubuza ukuthi kutheni bekubanga ngoba kubo labagobela siyakhokha abasizanga mahala?

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 3 роки тому

      Imali itholwa ugobela agcine ayisebenzisela izinto zakhe ngenye inkathi engayiphahlelanga. Emva kokulungisela amathongo akho, amathongo akagobela akubanga ngoba wena usuhlambulukile waze wedlula bona

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 3 роки тому

      Bayichaza around 9 minutes of the video

    • @khuttalanqobo8891
      @khuttalanqobo8891 3 роки тому

      @@sizwevincentnxumalo1639 Ngiyabonga kakhulu

  • @thembelakingslow5569
    @thembelakingslow5569 3 роки тому

    Sanibonani Makhehla. Izidalwa zase khaya don't want me to be assisted by anyone and I am struggling with other dreams
    that i don't understand 100%, what do you suggest that I may do? They even stopped amaThongo ase Khaya from talking to me through dreams. Please assist with advices

    • @thembelakingslow5569
      @thembelakingslow5569 3 роки тому

      They speak self to me , please explain what does that mean

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 3 роки тому +1

      @Thembela ithongo lakho linomona ngawe. Ngenhlanhla enhle liyakhuluma nawe kodwa awuqondi konke abakukhuluma nawe. Kufanele unake ukuthi nihlezi nihlangana kuphi uma bezokhuluma nawe bese uyophahla endaweni efana nayo ukhulume nabo ubachazele ngento eyenzeka kuwe.

    • @thembelakingslow5569
      @thembelakingslow5569 3 роки тому

      @@sizwevincentnxumalo1639 Thanks my brother

  • @doubleBha66_xaba71
    @doubleBha66_xaba71 3 роки тому

    "Arhy udle amaningi esakeni"🌊😂😂

  • @zandilerejoice4857
    @zandilerejoice4857 3 роки тому

    Itholakala kuphi impunga yesintu nendawo